Ukubika Imoto ethongweni

Zitholele izincwadi esizibhalayo ezifundisa isintu sethu

Пікірлер: 32

  • @illmaticdee
    @illmaticdee3 жыл бұрын

    Ngibonge Qhawe ngenkulumo yakho ngo January ngibe sengozini yemoto ngenhlanhla ngangalimanga, omunye umama engike ngaye kuyena wathi kimi iphutha engalenza ukshisa impepho ngize ngiyongena ngena nayo kuyo imoto. Kwakungamelanga. Uthi ngikwakhe kwakumele nje omdala akhulume ngaphandle kokushisa impepho ngoba impepho ihlanganisa lonke idlozi ngisho nelimbi. Ingabe luthin uvo lwakho ngaloko

  • @sibusisomkhize4399
    @sibusisomkhize43994 жыл бұрын

    Sawubona baba Mpunga kuyenzaka yini kuthi uzalwe wembhethe kodwa ingubo ungaphumi nayo ? Cela ungichazele lapho baba

  • @nonhlanhlamdlalose8671
    @nonhlanhlamdlalose86713 жыл бұрын

    SiSiyabonga Mpunga uyichaza kahle lento. Umuzi-ke wona ubikwa kanjani?

  • @mchunuzenzele8193
    @mchunuzenzele81934 жыл бұрын

    Yebo kanjaloke noma sewuyidayisa batshele phela ungaveli udayise nje

  • @pamelarebecca8195
    @pamelarebecca81953 жыл бұрын

    Ukuphupha u driver imoto kusho ukuthini 🥺

  • @mphomoshoeshoe4389
    @mphomoshoeshoe43893 жыл бұрын

    Thank you

  • @maqhingamagwaza4899
    @maqhingamagwaza48994 жыл бұрын

    Ngibonge kwi Impunga Yesintu ngokusicathulisa

  • @LuvukoNocha
    @LuvukoNochaАй бұрын

    Kulungile yini ukungayibiki imotor ngoba exam zange ngiyibike nomuzi wasekhaya zange ubikwe awuthiwanga negama

  • @mandisamthembu1963
    @mandisamthembu1963 Жыл бұрын

    Ngyabonga kakhulu

  • @MultiSanina
    @MultiSanina3 жыл бұрын

    Thank you Mpunga yesintu. Lapha ekubongeni imoto, ngicela ukubuza ukuthi ukuyithela ngamavovo khona kusho ukuthini? kufanele yini uyithele ngamavovo?

  • @pinithembeka1104
    @pinithembeka11044 жыл бұрын

    Ngiyabo uqendile bhunti

  • @mifikamichael6699
    @mifikamichael66994 жыл бұрын

    Ngicela ukubuza umuntu omthòla nezingane ezimbili umtholise eyodwa bese niyahlulana kanti ubusukhokhile okuncane ingane uyihlawula kanjani nganifuthi ?

  • @nonhlanhlamdlalose8671
    @nonhlanhlamdlalose86713 жыл бұрын

    Mpunga umfowethu uthanda isithuthuthu. Siyefana yini ukubikwa kwaso nemoto? Ngibuza ngoba siye samwisa ngenhlanhla akalimala.

  • @sandilemagwaza2671
    @sandilemagwaza26714 жыл бұрын

    Mpunga ngisacela ukubuza ukuthi kyenzeka yini uzalwe wembethe/mbethwe nakube wazalwa ngomthungo?

  • @impungayesintutv

    @impungayesintutv

    4 жыл бұрын

    Kuyenzeka

  • @sandilemagwaza2671

    @sandilemagwaza2671

    4 жыл бұрын

    Baba uma ingubo yalahleka kwenziwa njn ngoba kuningi okushiwo abantu langaphandle thina singazwakuwe baba Mpunga Yesintu

  • @zonkeqina5847
    @zonkeqina58474 жыл бұрын

    Cela ukubuza ukut ukhona yin umehluko phakathi kwe Thonga ne Dlozi

  • @impungayesintutv

    @impungayesintutv

    4 жыл бұрын

    Yebo ukhona.

  • @zonkeqina5847

    @zonkeqina5847

    4 жыл бұрын

    @@impungayesintutv asithembe ukut ngelinye ilanga uyosichazela ngoba ngyafisa ukwaz ukut yin umehluko Mina bengi cabanga ukut kuyefana

  • @edmundsishange3608

    @edmundsishange3608

    4 жыл бұрын

    Bantu bakithi yithongo hhayi ithonga. Ithonga is a tribe.

  • @zonkeqina5847

    @zonkeqina5847

    4 жыл бұрын

    @@edmundsishange3608 kuyezwakala sybonga

  • @simphiwemkhize9475
    @simphiwemkhize94754 жыл бұрын

    Cela ukbuza kusho ukthini ukphupha ubaba wakho ongasekho egqoke izicathulo zakho?

  • @nokwandantombela6111

    @nokwandantombela6111

    4 жыл бұрын

    Ngibingelele baba ngicela ukubuza kushoni ukuphupha onemoto enhle ukhulile nendlu ebeyowu 2 room one Nkuli ibeyinhle kodwa ujahwe izigebengu sifuna imoto kodwa sihluleka ukuyithatha ngoba ayifuni kubo

  • @joymtjale6903

    @joymtjale6903

    4 жыл бұрын

    Ngiyabongelela ngiyabonga ukuthola osiluleka kahleizinhlelo zakho zinginika ukuvuleka emnqondweni manje uma ngenza umsebenzi sengiyofonela umhlonishwa u Mbanjwa

  • @nkosiemhlongo7567

    @nkosiemhlongo7567

    3 жыл бұрын

    Cha mpunga ngiyakuvumele ngasekhaya khona baba owayenamakhumbi wawahlabela izimbuzi wawachela ngenyongo kumanje akanalutho usewahamba ngezinyawo

  • @tfcekiso3045
    @tfcekiso30454 жыл бұрын

    Mpunga, Ingaba iyabikwa imoto ye Bank?

  • @impungayesintutv

    @impungayesintutv

    4 жыл бұрын

    Kanjani angiqondi?

  • @sbuxaba317

    @sbuxaba317

    4 жыл бұрын

    @@impungayesintutv i think usho imoto yesatallment, whereby ilogbook ise bank but angazi i stand to be corrected, amen

  • @simphiwemkhize9475

    @simphiwemkhize9475

    4 жыл бұрын

    Usho ukuthi uyithenge nge bank akakaqedi ukuyikhokhela

  • @tfcekiso3045

    @tfcekiso3045

    4 жыл бұрын

    @@simphiwemkhize9475 Thank you Mkhize, Ngisho njalo impela

  • @nombusomiya4408

    @nombusomiya4408

    4 жыл бұрын

    @@tfcekiso3045 yebo kodwa uychaza ukuthi isikweletu esikhulu osenzile semoto ucela bakuphe amandla ukwazi ukuyikhokhela