Kubalulekile ukulungisela ingane eyakhishwa
Ngibone Ngolwazi ngicela ukubuza khehla lezimpahla ezisuke zitgengiwe zenziwa njani. Zingasebenziswa ezinye ingane noma
Siyabonga khehla ,Mpunga yesintu . Uyiyona ngempela Impunga yesintu..
Wow Mr Mbanjwa.. aycha uyafundisa mnumzane🙌
Ake ngiphonse itshe esivivaneni kulesihloko, ikakhulukazi kowesifazane owenze lomkhuba wokuhushula isisu.kubalulekile ukuthi uhlanjululwe uyinike igama uyinike nezimpahla zokugqoka,kodwa kusuke kunganele.khumbula lengane umphefumulo wayo waphumela esibelethweni sakho,lokho kuchaza ukuthi umphefumulo wayo uguduza ngaphakathi okuzoba ubungozi namathunzi kulabo bantwana usazobathola belandela Lo owaphuphumayo.kunesiko lokubelethiswa uphinde ugezwe ukuze zonke izingane osazozithola zingagubezelwa ifu lobumnyama elidalwa ilomphefumulo oguduza esibelethweni sakho.
Ngabe kwenziwa kanjani okokubelethiswa ngokwesiko nokugezwa komuntu wesifazane?
Kwenziwa kanjani ukubelethiswa n ubani okumele akubelethise?
Kwenziwa kanjani ukubelethiswa? Kwenziwa ubani?
@@patrickmandlenkosidlamini211 Kwenziwa eBuhleni bamaNazaretha ukubelethiswa eMzinyathi. Uya khona ucele abashumayeli bakuyalele uMam Mkhokheli obelethisanayo.
@@phumzileeuniceyzwane1899 Kwenziwa eBuhleni bamaNazaretha ukubelethiswa eMzinyathi. Uya khona ucele abashumayeli bakuyalele uMam Mkhokheli obelethisanayo.
Siyabonga kakhulu sengifisa ukwazi ngomontu ophuphumelwe isisu izingane zize zibe mbili ubenzela kanjani ilathi nd omunye akazeki ubulili bakhe ngibonge
Syabonga mpunga yesintu ukusifundisa impumelelo ❤
#impunga yesintu siyabonga..... Ngaphandle kwakho asilutho
Siyabonga Nduna kaNdaba inamandla, umjabuleli kokumamatheka komkakhe ngoba uma emamatheka kuthi "faca" impungaaaaaaaaaah
Kukhona LA ngisala khona mpunga yesintu ingane ezalwe intombazan kuye kuthiwe eyakomalume Uma iphila kodwa Uma ikhishiwe uyakwazi ukuyenzela izinto ngaphandle kokuthi kufanel uyikhokhele uyilobole akfani okwenzeka Uma iphila no kwenziwa Uma ikhishiwe
Siyabonga Mpunga Yesintu😊
Wakhuluma nami Mpunga yesintu. Ngicela ukubuza uma ingane eyakhishwa noma ingeyodwa kepha zimbili noma ngaphezulu ikuphi ekumele umuntu akwenze ngendlela ukuze zonke zihlambuluke. Ingabe uyazihlanganisa wenze kanye noma uyazehlukanisa uzenzele ngokuhlukana?
Nami nginawolowo mbuzo, sicela usichazeke. ngiyabonga
Ukuphuma kwesisu nokushona kwengane kugezwa ngembuzi angeke kususwe yilemithi yezinyanga ephuphile
Thokoza Mpunga,ngicela ukubuza ukuty emsamo uma ngingowesifazane ngiyazikhulumela yini emsamo
Wakhuluma nami bhuti, ngiyabonga.
Siyabonga kakhulu Mpunga yesinru, manje me lezinkukhu ziyadliwa zonke na? Noma azidliwa zonke....
Ngiyakuzwa Mpunga Yesintu know kodwa okwami kuthe ukuhluka kancane, mina owami umntwana wazalwa waphila two months wase eyashona so manje makunjalo uma ngifuna ukumenzela iladi lokumupha ukudla ukuze alethe izinhlahla kimi njengoyise kumele ngenze kanjan ukuze naye lapho akhona naye ajabule alethe okuhle empilwen yam
Siyabonga nduna kandaba
Thank you.
Syabonga baba ngicela ukubuza ukuthi Uma le nkinga ikuvala ikuvala ekutholeni izingane noma ezintweni eyninigi eyfana nomnotho cela ungichazele lapho
0000al
Ngolwazi lwam kusuke kuchazwa ukuthi izovala izinto eziningi empilwen yakho,be it ingane osazozithola ziyakwazi uku affect-eka,nawe izinto zakho zivaleke ubenamashwa amabhadi kokunye lengane ingabayingozi kakhulu ekuthin igcine ikubulala ngandlela thizeni like ku car accident (ngyalinganisa). Ingakho kubalulekile ukuthi ungakuzibi kumele wenze isintu sakhona
Sbonge kakhulu 🙏🙏🙏🙏🙏🙌🙌🙌🙌🙌🙌
Dankie MnomZane eii 🤝🤝🤝🤝🤝🤝🤝
Hayi ngiyakuzwa Mpunga inkukhu uyazipheka yini Zonke ngilenkinga enjalo into zami zimele akulungi lutho
Cela ukubuza uma ingane zintathu and if uzokwenza ngembuzi fanele uthenge ezingaki
Eyakh mlekeleli umqkuyimina ngakhipha ngenzanjani siza mbanjwa ngiyacela ngelaphe pls
Mpunga yesintu, cela ukubuza. Unhakwazi yini ukuhlanganisa i lathi lezingane ezimbili. Kungaba udade wenu owaphuphuma ne yakho ingane eyaphuphuma?
Mpunga Ngiyakhuleka Uma ngenza leladi Ngiga add ngembuzi ngisale sengiyanzela isiphandla ibheleko
Isiphandla sayo sizifakwa ubani
Ngyabonga ngenze kanjalo nje Nami
Kyazwakala mpunga futh ngyabonga kakhulu
Mna ndicela ukubuza ukuba lezimpahla uzozithini masowugqibile usebenzi and imbuzi nayo iyafuneka noma ayifuneki?
Hhayi le yake yangehlela ngiyazi kahle.Kubanenkinga uma abantu abadala ekhaya abazazi izinto uze uzithole kwabahlolayo.Kuba yinkinga futhi ugobela afike angayibeki njengoba uyichaza nje.
Uma ungenaso isiqiniseko ukuthi kwenzakalani enganeni sugunyulika emsamu uthin noma uthi awazi kwenzakalan?
Futhi lezizeqa migwaqo zihushula ngamabomu nje,azihluphe onina ziyeke obaba bazo siyakhathala yilamantombazane angenamfundiso ahambe nekimlenze
What if intombazana yathi iyizala ingane yavele yashona, ingaba iladi layo lifana neyengane eyakhishwa nge arbotion?
Thokozani mkhulu Nami ngukusimo esinjalo kodwa inkinga yami ukuthi angiyena umuntu ocitha igazi, manje angazi ngozihlaba kanjani lezinkukhu kanti futhi ngiwu muntu onamanono manje angazi ngingenza njani.
Sawubona. Ngicela ukubuza. Ngikwenzile konke loku okukhulumayo kodwa kuthwa angivelethisiwe (UKUBELETHISWA). Kuyini ukubelethiswa
Ngiyabonga kakhulu sengathi uNkulunkulu angakukhulisa
Cela ukbuza Uma ngisikhiphe kwaze kwaba kabili kshuthi kmele ngibe nezinkukhu ezine?
Mina cela ukwazi ukuthi makuyikuthi umah wakho waphuphumelwa yisisu esaphila emhlaben waqeda wandlula emhlaben ebesebuya kabi kwena nayolengane nengane eyaphuphum njalo nomfowenu owandlula emhlaben uyabageza kanjani🙈
Thokoza mkhulu.Waza wakuyenza kubellula ukulungisela ingane yakhishwa.Ngicelukubuza,manje konke okuzobe ku thengiwe kuphelelaphi okoinkoko kuyaphekwa kudliwe,okoimpahla kunikezwe ezinye ingane eziphilayo kamye namasweet okanye kuyenzwa njani ngazo?
Kunjani mkhulu, bese zenziwa njani iynkukhu mase uqedile..?
Sowbona thongo ngimusha kuloluhlelo ngicela ukuthi ungamukele
Still here in 2022🙏🏽
Ngisacela ukubuza mpunga yesintu ukuthi amakhandlela wona awuwakhanyisini ngoba ngezwa thiwa ikhandlela eli pink ilona elimela izingane ezingasekho emhlaben?. Siyabonga ngomsebenzi wakho omuhle
Laphoke kushiyana ngabantu ukuthi bakusiza kanjani, mina emakhandleleni ngilalela umoya ukuthi uthi angikuyalele elinjani ayi ukuthi ayefana ekumele akhanyiswe yingako ngingayiphathanga indaba yawo ngoba kuhlukana ngezimo zabantu
Niyakwazi yini ukudibana nodadewenu nibahlanganise abantwana?
Sibonga inchazelo baba
Imalini leyoncwadi mkhulu ngiyayidinga
Lenziwanjani
Mpunga ake ngibuze,, uma ingane yazalwa kepha yabe isidlula emhlabeni emuva kokzalwa, nayo ngabe kwenziwa ngendlela efanayo naloku okuchazwa kulomfaneliso oqoshiwe
Cha ngoba yona izaliwe kuyahluka kancane, kepha ukuyetha igama kufanele uyethe kodwa izingubo angeke ngoba usuke usuyifihle ivele igqokile kodwa ukuyipha ukudla kusuke kufanele
@@impungayesintutv Manje iyona miphi imiyalelo ekmele uyilandele ukuze ulungise isimo esikanjalo
Ngyabonga baba ingabe abantwana badla ngosuku olulodwa kukade bekubikwa ngezinkukhu?
SAWBONA MPUNGAA CELA KUBUZA UMA WELAMA NGANE EYACHITHEKA HAYI EYAKHISHWA QALA WENZENJANI
Sibonge manje kugezwa ngendlela efanayo yini noma uke wachithekelwa?
🙏🙏🙏🙏🙏
Ngibonga kakhulu bhuti ngifunde okukhulu.
😂awe percival
Thokoza mkhulu ngcela ama contacts wakho
Umuntu wesifazane yena usilungisa kanjani yena lesisimo and kuyenzeka yini ukuthi leyo ngane iyicindezele ingane eyilamayo, yona ingane elama le eyakhishwa ilungiselwa kanjani yona ukuze ingacindezeleki
Umuntu wesifazane naye ulungisa ngendlela efanayo uma imhlupha wenza inhlambuluko kubo bese enza konke loku esikuchazile
Ingane yona uma inga perfom kahle esikoleni kungenzeka yini ukuthi kungenxa yalengane ayilamayo eyakhisha and yena umlungisela kanjani ukuthi angabi nancindezi
Thokoza mkhulu Izwakele lendaba.Mange ingicela ukwazi,ukuthi kabo ntombazane ilungiswa kanjani?
Wayibeka yacaca lento dokotela ....owesfazane yena naye kuyenzeka zivaleke nakuyena izinto ngangokuba even umendo ugcina engasawtholi ?
Siyabonga baba siyafunda kakhulu❤
Пікірлер: 76

@patrickmandlenkosidlamini211
4 жыл бұрын
Ngabe kwenziwa kanjani okokubelethiswa ngokwesiko nokugezwa komuntu wesifazane?
@phumzileeuniceyzwane1899
2 жыл бұрын
Kwenziwa kanjani ukubelethiswa n ubani okumele akubelethise?
@prudencemthembu4476
2 жыл бұрын
Kwenziwa kanjani ukubelethiswa? Kwenziwa ubani?
@p.n8016
2 жыл бұрын
@@patrickmandlenkosidlamini211 Kwenziwa eBuhleni bamaNazaretha ukubelethiswa eMzinyathi. Uya khona ucele abashumayeli bakuyalele uMam Mkhokheli obelethisanayo.
@p.n8016
2 жыл бұрын
@@phumzileeuniceyzwane1899 Kwenziwa eBuhleni bamaNazaretha ukubelethiswa eMzinyathi. Uya khona ucele abashumayeli bakuyalele uMam Mkhokheli obelethisanayo.
Siyabonga kakhulu sengifisa ukwazi ngomontu ophuphumelwe isisu izingane zize zibe mbili ubenzela kanjani ilathi nd omunye akazeki ubulili bakhe ngibonge
Syabonga mpunga yesintu ukusifundisa impumelelo ❤
#impunga yesintu siyabonga..... Ngaphandle kwakho asilutho
Siyabonga Nduna kaNdaba inamandla, umjabuleli kokumamatheka komkakhe ngoba uma emamatheka kuthi "faca" impungaaaaaaaaaah
Kukhona LA ngisala khona mpunga yesintu ingane ezalwe intombazan kuye kuthiwe eyakomalume Uma iphila kodwa Uma ikhishiwe uyakwazi ukuyenzela izinto ngaphandle kokuthi kufanel uyikhokhele uyilobole akfani okwenzeka Uma iphila no kwenziwa Uma ikhishiwe
Siyabonga Mpunga Yesintu😊
Wakhuluma nami Mpunga yesintu. Ngicela ukubuza uma ingane eyakhishwa noma ingeyodwa kepha zimbili noma ngaphezulu ikuphi ekumele umuntu akwenze ngendlela ukuze zonke zihlambuluke. Ingabe uyazihlanganisa wenze kanye noma uyazehlukanisa uzenzele ngokuhlukana?
@lihlemaqungo7527
2 жыл бұрын
Nami nginawolowo mbuzo, sicela usichazeke. ngiyabonga
Ukuphuma kwesisu nokushona kwengane kugezwa ngembuzi angeke kususwe yilemithi yezinyanga ephuphile
Thokoza Mpunga,ngicela ukubuza ukuty emsamo uma ngingowesifazane ngiyazikhulumela yini emsamo
Wakhuluma nami bhuti, ngiyabonga.
Siyabonga kakhulu Mpunga yesinru, manje me lezinkukhu ziyadliwa zonke na? Noma azidliwa zonke....
Ngiyakuzwa Mpunga Yesintu know kodwa okwami kuthe ukuhluka kancane, mina owami umntwana wazalwa waphila two months wase eyashona so manje makunjalo uma ngifuna ukumenzela iladi lokumupha ukudla ukuze alethe izinhlahla kimi njengoyise kumele ngenze kanjan ukuze naye lapho akhona naye ajabule alethe okuhle empilwen yam
Siyabonga nduna kandaba
Thank you.
Syabonga baba ngicela ukubuza ukuthi Uma le nkinga ikuvala ikuvala ekutholeni izingane noma ezintweni eyninigi eyfana nomnotho cela ungichazele lapho
@sthemdletshe3395
3 жыл бұрын
0000al
@cavirelagwala3627
3 жыл бұрын
Ngolwazi lwam kusuke kuchazwa ukuthi izovala izinto eziningi empilwen yakho,be it ingane osazozithola ziyakwazi uku affect-eka,nawe izinto zakho zivaleke ubenamashwa amabhadi kokunye lengane ingabayingozi kakhulu ekuthin igcine ikubulala ngandlela thizeni like ku car accident (ngyalinganisa). Ingakho kubalulekile ukuthi ungakuzibi kumele wenze isintu sakhona
Sbonge kakhulu 🙏🙏🙏🙏🙏🙌🙌🙌🙌🙌🙌
Dankie MnomZane eii 🤝🤝🤝🤝🤝🤝🤝
Hayi ngiyakuzwa Mpunga inkukhu uyazipheka yini Zonke ngilenkinga enjalo into zami zimele akulungi lutho
Cela ukubuza uma ingane zintathu and if uzokwenza ngembuzi fanele uthenge ezingaki
Eyakh mlekeleli umqkuyimina ngakhipha ngenzanjani siza mbanjwa ngiyacela ngelaphe pls
Mpunga yesintu, cela ukubuza. Unhakwazi yini ukuhlanganisa i lathi lezingane ezimbili. Kungaba udade wenu owaphuphuma ne yakho ingane eyaphuphuma?
Mpunga Ngiyakhuleka Uma ngenza leladi Ngiga add ngembuzi ngisale sengiyanzela isiphandla ibheleko
@sibongisenimaphumulo
4 жыл бұрын
Isiphandla sayo sizifakwa ubani
Ngyabonga ngenze kanjalo nje Nami
Kyazwakala mpunga futh ngyabonga kakhulu
Mna ndicela ukubuza ukuba lezimpahla uzozithini masowugqibile usebenzi and imbuzi nayo iyafuneka noma ayifuneki?
Hhayi le yake yangehlela ngiyazi kahle.Kubanenkinga uma abantu abadala ekhaya abazazi izinto uze uzithole kwabahlolayo.Kuba yinkinga futhi ugobela afike angayibeki njengoba uyichaza nje.
Uma ungenaso isiqiniseko ukuthi kwenzakalani enganeni sugunyulika emsamu uthin noma uthi awazi kwenzakalan?
Futhi lezizeqa migwaqo zihushula ngamabomu nje,azihluphe onina ziyeke obaba bazo siyakhathala yilamantombazane angenamfundiso ahambe nekimlenze
What if intombazana yathi iyizala ingane yavele yashona, ingaba iladi layo lifana neyengane eyakhishwa nge arbotion?
Thokozani mkhulu Nami ngukusimo esinjalo kodwa inkinga yami ukuthi angiyena umuntu ocitha igazi, manje angazi ngozihlaba kanjani lezinkukhu kanti futhi ngiwu muntu onamanono manje angazi ngingenza njani.
Sawubona. Ngicela ukubuza. Ngikwenzile konke loku okukhulumayo kodwa kuthwa angivelethisiwe (UKUBELETHISWA). Kuyini ukubelethiswa
Ngiyabonga kakhulu sengathi uNkulunkulu angakukhulisa
Cela ukbuza Uma ngisikhiphe kwaze kwaba kabili kshuthi kmele ngibe nezinkukhu ezine?
Mina cela ukwazi ukuthi makuyikuthi umah wakho waphuphumelwa yisisu esaphila emhlaben waqeda wandlula emhlaben ebesebuya kabi kwena nayolengane nengane eyaphuphum njalo nomfowenu owandlula emhlaben uyabageza kanjani🙈
Thokoza mkhulu.Waza wakuyenza kubellula ukulungisela ingane yakhishwa.Ngicelukubuza,manje konke okuzobe ku thengiwe kuphelelaphi okoinkoko kuyaphekwa kudliwe,okoimpahla kunikezwe ezinye ingane eziphilayo kamye namasweet okanye kuyenzwa njani ngazo?
Kunjani mkhulu, bese zenziwa njani iynkukhu mase uqedile..?
Sowbona thongo ngimusha kuloluhlelo ngicela ukuthi ungamukele
Still here in 2022🙏🏽
Ngisacela ukubuza mpunga yesintu ukuthi amakhandlela wona awuwakhanyisini ngoba ngezwa thiwa ikhandlela eli pink ilona elimela izingane ezingasekho emhlaben?. Siyabonga ngomsebenzi wakho omuhle
@impungayesintutv
4 жыл бұрын
Laphoke kushiyana ngabantu ukuthi bakusiza kanjani, mina emakhandleleni ngilalela umoya ukuthi uthi angikuyalele elinjani ayi ukuthi ayefana ekumele akhanyiswe yingako ngingayiphathanga indaba yawo ngoba kuhlukana ngezimo zabantu
Niyakwazi yini ukudibana nodadewenu nibahlanganise abantwana?
Sibonga inchazelo baba
Imalini leyoncwadi mkhulu ngiyayidinga
Lenziwanjani
Mpunga ake ngibuze,, uma ingane yazalwa kepha yabe isidlula emhlabeni emuva kokzalwa, nayo ngabe kwenziwa ngendlela efanayo naloku okuchazwa kulomfaneliso oqoshiwe
@impungayesintutv
4 жыл бұрын
Cha ngoba yona izaliwe kuyahluka kancane, kepha ukuyetha igama kufanele uyethe kodwa izingubo angeke ngoba usuke usuyifihle ivele igqokile kodwa ukuyipha ukudla kusuke kufanele
@ntuthukocele2326
4 жыл бұрын
@@impungayesintutv Manje iyona miphi imiyalelo ekmele uyilandele ukuze ulungise isimo esikanjalo
Ngyabonga baba ingabe abantwana badla ngosuku olulodwa kukade bekubikwa ngezinkukhu?
SAWBONA MPUNGAA CELA KUBUZA UMA WELAMA NGANE EYACHITHEKA HAYI EYAKHISHWA QALA WENZENJANI
Sibonge manje kugezwa ngendlela efanayo yini noma uke wachithekelwa?
🙏🙏🙏🙏🙏
Ngibonga kakhulu bhuti ngifunde okukhulu.
@jabulanintokozo5471
3 жыл бұрын
😂awe percival
Thokoza mkhulu ngcela ama contacts wakho
Umuntu wesifazane yena usilungisa kanjani yena lesisimo and kuyenzeka yini ukuthi leyo ngane iyicindezele ingane eyilamayo, yona ingane elama le eyakhishwa ilungiselwa kanjani yona ukuze ingacindezeleki
@impungayesintutv
4 жыл бұрын
Umuntu wesifazane naye ulungisa ngendlela efanayo uma imhlupha wenza inhlambuluko kubo bese enza konke loku esikuchazile
@mbalenhlemakhubo5472