Ukuphika ingane | Impunga Yesintu TV

Mhlambe nawe wayiphika eyakho ungaqondile

Пікірлер: 58

  • @siphesihlejili5491
    @siphesihlejili54914 жыл бұрын

    Kukhanya njengo nogwaja ugijima ehlungwini Mpunga kepha inohlangothi olulodwa lenkulumo. Uma ngiyivuma kanti akuyona eyami kuma kanjani esimweni sami nethongo lami njengensizwa. Owesifazane yena akukho yini okumele akuhlawule ageze ikhaya lami ngokungembathisa imbewu ekungesiyo eyami......ngifisa ukukhanyiseleka lapho Mpunga.....

  • @Zesiphile805
    @Zesiphile8054 жыл бұрын

    Yimi wokuqala namhlanje la kuma comments 💃💃💃💃💃💃💃💃💃,,,Babu Mbanjwa awuve ungibekela amaqiniso Thokoza kulekhehla elikumbethe,nginele ngalandela ama video wakho indlela engicabang ngayo ayisafani Thokoza mkhulu 👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏

  • @phililendaba6567
    @phililendaba65674 жыл бұрын

    Asbonge impunga🙌🏾

  • @mchunuzenzele8193
    @mchunuzenzele81934 жыл бұрын

    Syabonga mntakamkhulu kwande nje

  • @boyceelushaba1774
    @boyceelushaba17744 жыл бұрын

    Kukaningi sibona izingane zizaleka ndlela thile abantu beganene indoda izithole ikhulisa phakathi kwezingane zayo ingane engayizali, ngokubona kwami ukubuza akoni into eyonayo ukubalekela izindleko/icala emzini wendoda. Inqobo nje Uma iqiniso lisobala

  • @Blocc187
    @Blocc1874 жыл бұрын

    Thina abanye Mpunga sikhulele Egoli. Please make an English version of your book.

  • @winniesimamane9791
    @winniesimamane97913 жыл бұрын

    Mpunga ngibonga imfundiso osinika yona ukwakha isizwe Mpungaa

  • @andileblessingshange3505
    @andileblessingshange35054 жыл бұрын

    Huhuhu Mpunga madoda😀😀😀😀😀😀😀

  • @bongansithole831
    @bongansithole8314 жыл бұрын

    Khohlwa,qhawe,ongomuyayona ulwazi,osipha,lona lujulile,iqiniso,phambil,nesintu sethu

  • @sandilemaduna8133
    @sandilemaduna81334 жыл бұрын

    mmmhhhhh waze wayichaza kamnandi lendaba mfoka Mbanjwa, iNkosi ikubusise.

  • @alexbhebhe456
    @alexbhebhe4564 жыл бұрын

    mmmm lelifokozi elingemuva kwakho ubhasobhe kungase kuphume uhalakasha lwenyoka angiyethembi kahle....cha baba ngaphandle kokungcweka mfoka Mbanjwa ukhuluma isiminya kakhulu kanti futhi usisikela kwanonile ,Siyabonga

  • @impungayesintutv

    @impungayesintutv

    4 жыл бұрын

    Loool ngaqala ngokuyihlola lendawo ukuthi iphephile yini, ngabe sengibeka ithemba kubanikazi bomsebenzi oKhokho noGogo

  • @gcinethenisamuel9929
    @gcinethenisamuel99293 жыл бұрын

    Ngikubone eduze.uvele wahlaba imbuzi angakaxolisi edlozini.kunengi okubi engikubonile lapha engime khona.

  • @juliontladi4190
    @juliontladi41902 жыл бұрын

    Makuwumuntu wesifazane ophika ingane yakhe kwenziwani athi akuyena ubaba wena ukhona ubaba wengane bese kuthi ekugcineni kutholakale ukuthi ingane eyakhe Lo kade kuthiwa akuyena manje lapho kwenzakala kanjani

  • @johannahrorisang3557
    @johannahrorisang35573 жыл бұрын

    omkhulu ukuphupha ingane yentombazana kohala kusho ukuthini

  • @sandraluyanda9373
    @sandraluyanda93734 жыл бұрын

    Mpunga mfe2 eiiii kunzima kunzima kkhul

  • @sithembisogama7026

    @sithembisogama7026

    4 жыл бұрын

    😂😂😂, syabonga Mbanjwa

  • @khulekanikhumalo6319
    @khulekanikhumalo63194 жыл бұрын

    Uma uyingane eyaphikwa futhi izinto zingakuhambeli kahle, yikuphi okmele ukwenze

  • @nsilayenja
    @nsilayenja4 жыл бұрын

    Nethongo seliyoxola, lifile izwe. Nami ngibona ngengane. Isemhlabeni la.

  • @impungayesintutv

    @impungayesintutv

    4 жыл бұрын

    Ngiyezwa mnewethu, inkinga iba senganeni ekugcineni

  • @impungayesintutv

    @impungayesintutv

    4 жыл бұрын

    loool

  • @mkhabolengayondodemyama5905
    @mkhabolengayondodemyama59054 жыл бұрын

    Kubhlungu ngathi thina madoda ngb sigqokiswa amajazi singabe sisakhunyulwa kvele kthiwe ingane eyakho ekbenaziwa uyisewayo wena syingayinga uyondle izibendala maqedane ungabuyelwa ilutho ingakhonje amanye amadoda egcina esezbulala anyway syabonga baba Khathini uychame kahle lendaba ukhule nje

  • @impungayesintutv

    @impungayesintutv

    4 жыл бұрын

    Ukufeba komfazi indoda igqoke ijazi isuke ilahlwe yithongo layo layifulathela, uke uthole ukuthi indoda iganiwe kodwa iyajola ihamba ilala icosha insila yobufebe konondindwa izoyifaka kumkayo bese ithongo liyacasuka lidede kumfazi ngoba usuke esencolile bese naye afebe

  • @boyceelushaba1774

    @boyceelushaba1774

    4 жыл бұрын

    @@impungayesintutv bakhona abantu engibaziyo abangakaze befebe kepha umfazi uyarhwaphiliza - angivum ukuth ulahlwe yithongo Uma kunjalo (ubugebengu) nje lokho okade kwabakhona, kuyenzeka likuphendulele ithongo ngezigameko ezithile iqiniso lize lihlale obala

  • @andileblessingshange3505
    @andileblessingshange35054 жыл бұрын

    Kungakuhle ezihlokweni zesonto elilandelayo sisithinte lesisihloko, nkosiyami

  • @johannahrorisang3557
    @johannahrorisang35573 жыл бұрын

    dreaming a bout blue beats mix with white meaning

  • @sithandilevuyanizwane8655
    @sithandilevuyanizwane86554 жыл бұрын

    Manje umakwenzeka umama wengane evuma ukuthi akanaso isiqiseko ngokuthi uwena ubaba wengane(asithi akazi nje ukuth ubani ubaba wengane). Kubhekwana kanjani nesimo esijalo?

  • @impungayesintutv

    @impungayesintutv

    4 жыл бұрын

    Kuleso simo wena awunalo icala umuntu onecala unina wengane

  • @asandamfihlo.6366
    @asandamfihlo.63663 жыл бұрын

    Thokozani bengicelubuza ubani ocula lengoma makuphela i video?

  • @mduduzierickmasoka8542
    @mduduzierickmasoka85423 жыл бұрын

    Mina ngicala ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ingane ifuna umama wayo

  • @johannahrorisang3557
    @johannahrorisang35573 жыл бұрын

    Ukuphupha ingane yentombazana kohala kusho ukuthini mkhulu

  • @boyceelushaba1774
    @boyceelushaba17744 жыл бұрын

    Icala lithethwa ngobufakazi, angiboni ukuth I ingcliswa yini ingane Uma unezizathu zokubuza imibuzo. Khepha ngiyayithanda indlela osakha ngayo njengezinsizwa kepha kuyadinga ukuqwasha

  • @impungayesintutv

    @impungayesintutv

    4 жыл бұрын

    Iqiniso lelo, uma sekukhona ungyosho yiwo ufakazi.. okubalulekile ukwenza izinto ngendlela eqondile ukuze sigweme konke loku

  • @sthenistheni6909
    @sthenistheni69094 жыл бұрын

    Hayi sengilalelile ama videos akho amaningi konke okushoyo kuyikho, sengihambile abantu amaningi hay kuyashayisana, nalokhu okushoyo bambalwa abenza okuyikho.

  • @nqubekomtshali3481
    @nqubekomtshali34814 жыл бұрын

    Ngicela ukubuza ukukuthi lomsebenzi wokugezwa kwengane wenzelwa akhay'komalume nona kwenzelwa ekhay'kobaba?

  • @mthokozisimthembu1336
    @mthokozisimthembu13363 жыл бұрын

    Bhuti uzincwadi zakho zitholakalaphi

  • @tashntokzin1443
    @tashntokzin14434 жыл бұрын

    Mele uthini mfw2 ngoba akusethenjwene ingane yaziwa unina kuyenzeka ayilethe kuwe aphinde ayise komunye naye edidekile

  • @sabelozwane8317
    @sabelozwane83174 жыл бұрын

    Asithi uyise wengane uyavuma ukuthi ingane eyakhe kodwa abakhabo yise noma abazali abavumi ukuthi eyakhe. Bethi sizobona ngengane uma isizelwe. Uyise wengane, usizakala kanjani kuze izinto zihambe ngendlela elungile?

  • @simangalisondlovu1628
    @simangalisondlovu16283 жыл бұрын

    Ngicela ukukbuza mkhulu. Uma ingane ungayphikanga waze wahlawula wayiphelelisa izimfanelo zengane kanti ingane akusiyona e yakho kubese kwenziwa njani??

  • @nkosikhonamthoko4579
    @nkosikhonamthoko45794 жыл бұрын

    Ineqiniso eliphelelisiwe lenkulumo.

  • @phiwamchunu3796
    @phiwamchunu37964 жыл бұрын

    uma ungaliphimisanga igama lokuthi uyobona ngengane kunina wayo noma kwabakubo wavumakahle, kodwa ngokudlinza ngenhliziyo unokuphike noma nokungabaza ngenxa yezimo ezithile bese weneliseka ngokuvela kwengane. lokho kunobubi noma kunobungozi yin?

  • @lbiyela7240
    @lbiyela72404 жыл бұрын

    Ngicela ukubuza kwi Mpunga Yesintu ukuthi uma uyiphikile ingane ngenxa yayo inidlinzo engemihle ngentombazane, nangokweqiniso kungeyona eyakho, kukhoma yini ekusuke kufanele ukwenze kubo kwa ntombazane ukuze bengabuyi abakubo ngobumnyama? noma iyona intombazane ekusuke kufanele yenze okuthile egcekeni lakithi ngoba ikwaze ukuletha umunti abangamazi phambi ko Mkhulu emathongweni?

  • @slindileshabalala2372

    @slindileshabalala2372

    2 жыл бұрын

    Syabong mkhuou👏🙌

  • @boyceelushaba1774
    @boyceelushaba17744 жыл бұрын

    Baba ngiyakuzwa uthi 'usuke wazi kakahle kamhlophe ukuth I invane ingeyakho' ingokwazi kwami :invane yaziwa unina. Umbuzo wami uthi Uma kutholakala ngokuseqinisweni ukthi impela invane yabikwa kuwe nje akuyona eyakho, we a ugezwa ngubani futhi kanjani?

  • @boyceelushaba1774

    @boyceelushaba1774

    4 жыл бұрын

    Nasesgcawini umakotini uyabuzwa esgcawini ukuthi 'uyamthanda na?' ebese kubonakala ngokwenza kwakhe ukuthi yena uthini

  • @impungayesintutv

    @impungayesintutv

    4 жыл бұрын

    Yebo kunjalo isibongo sengane saziwa unina, inkinga iba sekutheni niphule umthetho nembatha ningashadile kwavela isisu, ethongweni konke kusobala ukuthi uzobona ngengane kusho ukuphika ethongweni ngoba mhla nenza lento lona lakubona

  • @boyceelushaba1774

    @boyceelushaba1774

    4 жыл бұрын

    @@impungayesintutv Uma kwenzekile insizwa ihlawulile yavuma kahle ebese kuyavela ukuthi beyiphathiswe ijazi, ngokwasethongweni nesintu sethu ukuze kusizakale ingane kumi kanjani? Ngoba angivumelani nokuthi likulahlile elakini, ngibona kuyinkulumo echemile ngesizathu sokuthi isintu okanye ithongo alivulekile ekutheni lokho elikubonayo thina abaphila thina abaphilayo asiphelele kuko ngenhla yobufakazi ngibonge

  • @mtimande1002

    @mtimande1002

    4 жыл бұрын

    @@boyceelushaba1774 iqiniso phela uma selivele nobufakazi bukhona kumele bakubuyisele inhlawulo yakho abasekhweni lakho. Ngoba ngeke phela ugeze amagceke engancoliswanga nguwe. Kodwa bafwethu iqiniso limile lithi akufanele nabelane ngokocanci ningagcagcile ngoba lokho kuletha izinkinga nokudideka okuningi esizweni. Ngeke kumkakho uthi uyobona ngengane, futhi awuhlawuli nanhlawulo ngoba nisuke ninikwe ngokusemtherhweni ilungelo lokwabelana.

  • @alexbhebhe456
    @alexbhebhe4564 жыл бұрын

    Ngicela uke usicacisele ukuth yiwuphi umshado obalulekile phakathi kowesintu nalo omhlophe

  • @ntusingema5384

    @ntusingema5384

    Жыл бұрын

    Umshado wesintu iwona oblulekile, muwagcina ngo mshado wesilungu usuke ufana nomuntu ongashadile ethongweni lakho

  • @boyceelushaba1774
    @boyceelushaba17744 жыл бұрын

    Mnewethu, uyothini Uma ingane ifana nonina nje ka ti izalwa umkhulu wayo? Angiboni ukuthi ukusebenza komqondo kusuke kungukuthuka inhlamba. Ukulinda akuchazi ukudlinza

  • @impungayesintutv

    @impungayesintutv

    4 жыл бұрын

    Ayi! inkinga singabantu syayithola intethelelo yokuzithethelela ezintweni ezimbi esizenzayo. okubuhlungu kulimala ingane ekugcineni

  • @nomasikononhlanhlakhuzwayo4248

    @nomasikononhlanhlakhuzwayo4248

    4 жыл бұрын

    Eyi wayichaza kahle mntwana kamkhulu nami nginenkinga efanayo yaphikwa ingane manje iyagula ayisafundi izona lezonkinga n angisizakali ndawo uyise uhamela kude.