Akusikho ukwedelela, he us stating the fact we are governed by law made by certain men.
@ntombizodwamilazi5863 жыл бұрын
are maggots isichitho,?
@sithembisogama70264 жыл бұрын
Syabonga Baba. I have a question though. What if you do an ultrasound and the doctors inform you that the baby have congenital abnormalities and then they advise you to do an abortion. What do you do in that case? Is it wrong ukukhipha isisu nalapho?
@nicole5495
4 жыл бұрын
Sithembiso Gama I think kuyafana nje sis. Ukuchitheka/ abortion umnyama uyakuhlala kuphela.
Пікірлер: 44
Baba uMpunga yesintu ngenza njana uma ufana ukuzigeza kwesisimo oh nceda yimi lowo.
Haaa kanti asekhona amadoda akhulumi qiniso njenga lendoda hay chaa ngiyakuvuma mpunga
Ngicela Ismail addrt yakho Mpunga
Syabonga weMpunga uyazi Mawr izinkinga zomhlaba manje silapheka kanjani kulenkinga yezichitho esizenzele Thina?????????
Siyabonga kakhulu Mpunga yesintu
Ndoda yama doda ngifisa ukuthwala ; awungi cebsise ngingamuthola keph umuntu owenza izinto zenzeke..ai laba abanga ngayo
Ngiyabonga mkhulu leshop itholakala kuphi
Yithi notification gang lol
Hay kusobala singcole sibaningi ngoba hey bayafihla abantu eze kuwe emuhle kanti uthwele inkalakatha yeschitho
Mmm wayithinta indaba mpunga yesintu
Ayingeke Mpunga sekumele uvule ibandla manje lesintu ibhayibheli kube izincwadi🙏🙏🙏😂
Ngiyabonga umsebenzi wakho Mkhulu kakhulu 🙏
Cishe uwena Mpunga yesintu onganglamlela kleschitho esngembethe kdala ngigeza sngasuki angsazike ngzosgeza kanjani
Yhoooo
Mkhulu lezinto o khuluma ngazo zama phupho ne zibongo ziyi nkinga kimi ngobo ngihlelwi abantu abadala kodwa impilo yami ayiyi ndawo ngicela usizo ohlala kuphi ngise goli
Yeynina masoka nababheji...anobhasobha!!!
Thixo imina lowo mu God
Mkhulu uma sengimbathe ngengubo yinye momuntu okhiphe isisu ngambathwa ilesichitho.. ngisigeza kanjani ngaphandle kokuya kumelaphi wendabuko?
Where can we get books?
Le channel ngifisa ikhule sonke isizwe sa Phunga no Mageba size kophuza lapha kulomthombo we mpilo.
@impungayesintutv
4 жыл бұрын
Syabonga nami ngethemba kanjalo ukuthi izokhula, kona vele sekuseduze ithole izinsiza kusebenza eziseqophelweni
@sibusisomadondo2789
4 жыл бұрын
Amnandi lawomazwi mpunga🙏
Mpunga yesintu bengicela ungi cacisele lana kusho ukuthini ukuphupha uzikakela phinde uphuphe abantu abanqunu ?
Manje masingavumelananga,kuvele kwazenzekela, kumele wenzenjani?
Bese uthi Awuyen umelaphi...
@impungayesintutv
4 жыл бұрын
Lool ngilapha ngolwazi mina kphela
@kabelomokoena4695
4 жыл бұрын
@@impungayesintutv Ngiyenzile iresearch nanamhlanje ngisayenza ngelinye ilanga incwadi ngyoyikhipha. Ngoba elami lithi izinkinga zethu zisekulahlekeni ukuthi singobani futhi siyakwenza yini ukuthi singobani. Isifo esisikhungethe sonke njengabantu abampisholo isifo kungazazi ukuthi ungubani. Ngoba ukuzazi lokhu ikona okuzokwelapha ngoba uzokwazi ukthi lenkinga enganyi idalwa yini nah, okusiphethe namuhla akukho kusho phansi komthunzi welanga kodwa kwakukhona emandulo kodwa okhokho babazi ukuthi lokhu nalokhu kuvikelwa kanjani futhi kwelashwa kanjani. sasingabambi olayini abade ezangomeni nasezinyangeni. Inkinga yomunutu baba kuhlezi kugijima esibongeni , namasiko angazange enzeke phakathi komuzi wabadala. okungathi uma sekwenziwe bese beba namandla okuzilwelwa bona izimpi ozibonay nongazi boni, bazi lethela bona owabo umcebo bazikhiphele bona idliso nokunye enganeni yabo, bazi sholo bona kuwena ulele ukuthi vuka uye kuMakhosi ussibanibani akunikeze ipande ewukuthi. uma sithi abadala bayaphila basibhekile kumele siwaphile lawomazwi sibathembe hhayi ukuthi ngihambe ngiyolanda into enemigomo nemibandela ezobuye ingijikele nalo onginika lento uthi uyalapha. ukulapha yilokhu okwenzayo okuphilisa amathongo abantu ukuze nabo bezophila. ngiyaxolisa sengibe mude.
@deketvmakhaye4542
4 жыл бұрын
Mpunga yesintu ikhona into ekuthiwa isithunzi senkawu, eyeziwa abesifazane abagangile? Uma befuna ukukunika ijazi
@ntokozonokulunga6102
4 жыл бұрын
cha uhluba udlubu ekhasinike la..syabonga
Mina lokho akungihluphi kangako! If ubaba wayo kunguye angafuni why mina ngizothwala inhlanyelo yomuntu ongafuni lenhlanyelo yakhe. Mina ke icala angilithwele icala Icala ngelakhe umnikazi wenhlanyelo.
Iqiniso liningi kakhulu lapha ay. Ngizozitholela i copy yami yencwadi kusobala bonke abantu aba mpisholo bayayidinga.
kuyazwakala nhlalisuthi
Mna mpunga yesintu ndicela ukubuza xa uthandana nomntu umzalise emveni koko ufumanisi lentombi isuka emzini mna ndngayazi nayo zange indixelele ingaba sisichitho eso mpunga yesintu?
Ushaya mfoka mbanjwa iyasifundisa igosi yakho , khula njalo nje
Kuyenzeka yini owesilisa abe nawo amashwa ngokulahlekelwa ingane eyaphuphuma
@nokuthulacynthianxumalo3731
4 жыл бұрын
Yebo ,kwazise.ibiyakhiwe abantu ababili owesilisa nowesifazane
Umthetho wamadoda athile😂😂😂🙌uyedelela bo ngeke🚮
@celinkosimkhulise7217
4 жыл бұрын
Aze alumela kodwa layomazwi mntakababa
@nokuthulacynthianxumalo3731
4 жыл бұрын
Akusikho ukwedelela, he us stating the fact we are governed by law made by certain men.
are maggots isichitho,?
Syabonga Baba. I have a question though. What if you do an ultrasound and the doctors inform you that the baby have congenital abnormalities and then they advise you to do an abortion. What do you do in that case? Is it wrong ukukhipha isisu nalapho?
@nicole5495
4 жыл бұрын
Sithembiso Gama I think kuyafana nje sis. Ukuchitheka/ abortion umnyama uyakuhlala kuphela.
Sisize Nceku kaNklnkl. Ngempela ukuchitheka kwesisu yikho okubambe izingane zethu nathi uqobo.Inkinga usuchazile izingane zithi ngeke zikhone ukuvela komunye umuntu.Zisize uchaze ukuthi angazilungisela njani yena ngaphandle kokungaka omunye umuntu ngoba izingane azisenanani akusekho namakhaya lawo.Bangaya yini eLwandle bayolungisa Khona? Sisize Mkhulu.
@norleennyathi3417
3 жыл бұрын
😭😭😭true uyazi siyaludinga uncedo