MEC Jomo Sibiya egadla ku Ngizwe Mchunu

Пікірлер: 37

  • @StheMngoma
    @StheMngoma Жыл бұрын

    Usexolisile u MEC Jomo Sibiya

  • @kwenzaxulu5043
    @kwenzaxulu5043 Жыл бұрын

    Ay udiniwe impela baba syakubona kodwa iphutha ke osulenza kth ufake INKATHA LAPHO ungath Uma unenzondo bese uyisebenzisa kab mhlonishwa namhla useyinkatha ngoba sekhuluma ongakthandi Wena mhla eboshwa eboshelwa iAnc ke wambona lapho kth uyinkatha ay baba ngyakuhlonipha mina njengomuntu omdala kodwa si IFP asithandi igxabano ezinganasdingo pls hoxisa ele nkatha baba naphezuke uNgizwe uyamazi useNkandla ufuna kubone ban ke kth niyaxabana insizwa Uma idinwa Iya eqeleni nenye zishe ukhona la kwimpucuzeko awuyanga khona phuma ke enkathen pls

  • @luckymbatha2679
    @luckymbatha2679 Жыл бұрын

    Ja kona Ngizwe sekwanele mamje u Jomo uqinisile sebengakhuluma abakhulumayo amazw kaJomo awokudineka uma unandisa awenz njengalomuntu okuthiwa uNgizwe.Igama elib kulenkulumo ka Jomo elith umfaz nenkatha engangene lana.

  • @sizwevusimdluli3276
    @sizwevusimdluli3276 Жыл бұрын

    Umfazi omkhulu uye uJomo lo

  • @nqobilemdletshe7454
    @nqobilemdletshe7454 Жыл бұрын

    Very Shallow from Jomo...Uyaphoxa Inkatha ingenaphi manje? Cha uyisphukuphuku Jomo.......Bese Uyaxolisa lesislima lesi

  • @sanelehadebe9449
    @sanelehadebe9449 Жыл бұрын

    Meke kwakhulunywa iqiniso bayasonga

  • @nokulungadube3393
    @nokulungadube3393 Жыл бұрын

    Jomo umfazi wokhuluma ngi ngizwe kuphela ungaba faki abafazi bakhe abangeni ndawo uwundoda indoda ayigigiyeli abafazi bakhe abazange besho lutho ND unga linge ufake umndeni womunye lesisi silima ukbe yim bengizoku qhumisa ngempama ne ANC engenzi lutho mina nginkatha kuncono ngikwazise ungaze ugigiyele bese uyaphuma kuyo futhi nayo inkath ikichamisa kabuhlungu

  • @busisiwentuli8730
    @busisiwentuli8730 Жыл бұрын

    UNgizwe aksafanele nimphendule uZikalala wafaka impama kwaphela ukuphapha 🤣🤣🤣😂

  • @dumsanindwandwe411
    @dumsanindwandwe411 Жыл бұрын

    Uyaphapha kwayena nj lobaba, kwayena ufuna udumo ngo ngizwe

  • @sithembisomthethwa5236
    @sithembisomthethwa5236 Жыл бұрын

    Insizwa yenza njalo mfoka Sbiya ayilokhu ibhinqa iqonda ngqo wake yakuphi insizwa ethuka enye unsizwa ngesici sayo?

  • @khanyisanimkhungo6188
    @khanyisanimkhungo6188

    Ngyabonga bhut omdala inkosi ikubusise

  • @phindatshibase8937
    @phindatshibase8937 Жыл бұрын

    Hayi nawe baba umdala nje kwawena ukhulumisa okomfazi. uyabewuza nje yini umehluko

  • @muziwendodamthembu4476
    @muziwendodamthembu4476 Жыл бұрын

    Yenzani Leyo anc ngoba vele iyehluleka

  • @musawenkosiabrahamngubane9173
    @musawenkosiabrahamngubane9173 Жыл бұрын

    Iya,asazi okuthukuthelise umhlonishwa,noma ngimgazi ukuthi owani nje,Korea ubhuti akehlise umoya bakithi,it's Ngizwe's democratic right to speak,ofuna ukushaya omunye ngyacabanga constitution yethu,a wonderful one ithi akekho onelungelo lokushaya omunye,oshayayo,istokisi nje kwaphela.

  • @phathiswasomakahle5904
    @phathiswasomakahle5904 Жыл бұрын

    Nawe nje uwumfazi we Jomo if kungenjalo ngabe awubewuzi kanje

  • @thembisomakatha7800
    @thembisomakatha7800 Жыл бұрын

    Izinsongo ezingaka kodwa

  • @sithembisomthethwa5236
    @sithembisomthethwa5236 Жыл бұрын

    Good mfoka Sbiya.

  • @wandandlovu9654
    @wandandlovu9654 Жыл бұрын

    Manje ingenaphi inkatha yenzeni itheni kubani

  • @delanimakhubo4785
    @delanimakhubo4785 Жыл бұрын

    Awume baba wabantu🤣🤣🤣🤣

  • @andrewsokhulu2070
    @andrewsokhulu2070 Жыл бұрын

    Manje inkatha ingenaphi? Ikhwabaniseni inkatha?

Келесі