umehluko between Idlozi | Umndawe | Indiki | Inzuza | neSthunywa by Dr Phakathi uGobela

umehluko between Idlozi | Umndawe | Indiki | Inzuza | neSthunywa by Dr Phakathi uGobela
#idlozi #umndawe #indiki #inzuza #isthunywa
Please subscribe

Пікірлер: 39

  • @tsamodimolebadimogodandanc6410
    @tsamodimolebadimogodandanc64103 жыл бұрын

    Wooow i so needed to hear this 🙏 i thought angeke uthwasiswe umuntu ongenayo into onayo🙏

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    3 жыл бұрын

    Thanks for watching, Mmathapelo. sibonge kakhulu uma kungukuthi kukhona okufundile May God bless you.

  • @siyabongablack9344
    @siyabongablack93443 жыл бұрын

    Ngamafuphi uGobela kubalulekile ukuthi ahambisane nethwasa alilekelelayo ukuthi alandele indlela elifuna ngayo ukuze umntwana angabi nenkinga ngohlelo lwakhe lwentwaso 👏🏾

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    3 жыл бұрын

    Uyihlabe esikhonkosini Mr Nxumalo - kufanele ulandele indlela okufanele ithwasa lithwasiswe ngayo not indlela othwase ngayo wena njengoGobela/

  • @lindiwelindiwe6109

    @lindiwelindiwe6109

    2 жыл бұрын

    Injalo. Ngoba uzofundani ebengazi ngimimoya yakho. Ayikho le ukuthi yonke I insipho iyawasha. Qha le ngiqala ukuyizwa. Ngiyakushwama !!!!

  • @thembimncube4065
    @thembimncube40653 жыл бұрын

    Siyabonga

  • @pheellokhopeli8293
    @pheellokhopeli82932 жыл бұрын

    Amen🙏🏽

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    2 жыл бұрын

    Thanks Pheello. Be blessed

  • @estatebeluga336
    @estatebeluga3363 жыл бұрын

    Hhay dokotela angizwa kahle baba idlozi akusiye umuntu wakithi abantu abangasekho amaThongo ,idlozi Umoya ohlala emkhathini Umoya wobungoma ngqi.

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    3 жыл бұрын

    That's abantu abaningi uma bekhuluma ngethongo noma ngedlozi abakwazi ukuhlukanisa. INKOSI ithel'umusa

  • @mhmabena9424
    @mhmabena94242 жыл бұрын

    Cha angvumelani no gobela. Idlozi akusilo umuntu owake waphila enyameni yomuntu. Umuntu ongasekho yi thongo kubese idlozi yingelosi edlozayo, edloza ngesimo sethongo.

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    2 жыл бұрын

    Thanks for your input, stay blessed

  • @mwashumaNM
    @mwashumaNM3 жыл бұрын

    I have all four I feel like hanging myself at times it's too much. Luckily I don't have to go to a gobela to thwasa now I normally use I sthunywa since it's simple

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    3 жыл бұрын

    Yeah. siyakubongela ngokushesha uqonde ukuthi you can choose the spirit which you want operate with. Qhubeka njalo nomsebenzi wobizo Be blessed

  • @namandlamafuleka4029
    @namandlamafuleka40293 жыл бұрын

    Syabonga ngokucaciselwa ngenzuza

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    3 жыл бұрын

    Thanks for watching. May God bless you

  • @gugunxumalo8750
    @gugunxumalo87503 жыл бұрын

    Baba uphakade iyenzeka na ukuthi ubenedlozi kodwa lifune usebenze ngamanzi njengomtbandazeli

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    3 жыл бұрын

    IDLOZI -ungaba nedlozi kepha usebenze njengomthandazi uma kungukuthi idlozi leikwembethe elomuntu wabe esebenzisa umthandazo noma iziwasho ukwelapha. futhi abandla afana nele-zion, Shembe, 12 Apostle, Saint John namanye ayakwazi ukuthi alenze idlozi lisebenzise iziwasho nothi umuthi ukwelapha.

  • @jongiemriga3281
    @jongiemriga32813 жыл бұрын

    Ngicela nijule kwisimo seNzuza ngelinye ilanga ngoba ngila nje kade ngihamba ebantwini ,bonke bangitshela ukuthi ngineNzuza ,manje ngiyesaba ngoba kuthiwa inzuza ijule kakhulu

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    3 жыл бұрын

    Thanks for a suggestion, my brother. Sizokhuluma ngayo Inzuza bhuti wami, INkosi ikulonde njalo

  • @lindiwelindiwe6109

    @lindiwelindiwe6109

    2 жыл бұрын

    Lalela amaphupho akho. Yeka ugobela. I Inzuza yidlozi elilithwasasela izingane zabo.Be careful .

  • @dr.dikeledimabalane4005
    @dr.dikeledimabalane40053 жыл бұрын

    Thokozani Makhehla.😊👏👏Makwande.UMkhulu u tholakala kuphi?Contacts.🙏

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    3 жыл бұрын

    Utholakala eMpumalanga Province, ePiet Retief, Thandukukhanya, ePhoswa Section Ungamfonela 082 669 3420

  • @sbusisomahlase540
    @sbusisomahlase5403 жыл бұрын

    Liyathwaselwani kanti indiki

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    3 жыл бұрын

    noma ungeke uThwasele ukulapha abantu kepha liyagezwa ukuze lingakuhluphi

  • @abieencube3917
    @abieencube39173 жыл бұрын

    Thokozani makhehla... ilapha kanjani inzuza

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    3 жыл бұрын

    Please umfonele ku-082 669 3420 for answers

  • @ayishaywagraphicstv146

    @ayishaywagraphicstv146

    2 жыл бұрын

    @@NufliqOnline uphendula ngamalini

  • @sindiswamboyiya1462
    @sindiswamboyiya14622 жыл бұрын

    Gogo ngcelubuza ubona njani UBA unenzuza ngoyphupha Noma ngoybona?

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    2 жыл бұрын

    Kindly Call Him 082 669 3420

  • @user-jw7bz2zw7j
    @user-jw7bz2zw7j10 ай бұрын

    Amen

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    10 ай бұрын

    thanks, be blessed

  • @ernestthapelo5254
    @ernestthapelo52543 жыл бұрын

    Isithunywa o si Phakamisa kanjani?

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    3 жыл бұрын

    ISITHUNYWA SIHLANJULULWA NGEZINDLELA EZAHLUKENE KUYA NGABANTU 1. ABANYE bayazila, bakhuleke, bangene esiwasheni okungaba isiba noma impophoma, bamise amaladi, bathungise izembatho ezisuke zifuneka - sivele siphakame isithunywa sisebenze. 2. kwabanye kuvame ukuthi bafakwe emanzini okungaba isiziba noma impophoma. bafuthwe ngeziwasho ezifakaphakathi umcopho | umcakaco | omhlophe | ubisi | amanzi esiphethu/isiyalu | bagqokiswe izembatho zamandla | bakhulekiswe ngamandla | phakathi kokunye.

  • @innocentjoala5750
    @innocentjoala57503 жыл бұрын

    Thokozani. Mina bengibuza ukuthi mawophupha ose lwandle ngaphakathi kwamanzi kono umunye umhlaba uya eskolweni khona. ? Uphinde uphuphe ungena emanzini kodwa engasase elwandle kwi mfula. Kushu ukuthi ngiwela kumdawe okanye onzuza?

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    3 жыл бұрын

    lijulile leliphupho ngicela ufonele uGobela uPhakathi kunansi inombolo 082 669 3420. I promise TO COMEBACK NEVIDEO kungekudala ezocacisa ngezimpawu zomuntu onomoya wenzunza.

  • @marthamae5972

    @marthamae5972

    3 жыл бұрын

    Hi im in Swaziland I feel happy today to come across this mina angikutholi kukhumbula ngihola ngiphupha ngisemndzini ngule ngiba yifish ngaphansi ngibe sekujuleni kolwandle ngilwe mangiphaphama kube ngatsi ngiyahishwa ngive kutsi bengingekho bengihambile ngiphupha titiba letiluhlata nemajazi okuthantaza and now sekweneka kakhulu kulala kwami ngihambile. .. .ngibela lusito