Indiki liyahlupha

Umoya wendiki uyahlupha uyawuchitha umuzi kwabaganene

Пікірлер: 40

  • @gugunkosi4876
    @gugunkosi48768 ай бұрын

    Licishe langibulala ngiwfakazi, labhidliza yonke into yami sebelifuna la🥺😭uNkulunkulu nedlozi bangiph amandla ngalenza ngaliphothula🙏

  • @nontandosikhosana4016
    @nontandosikhosana40168 ай бұрын

    Thokozani makhehla, ngicela ukubuza uma umzimba wakho udikiza wonke kodwa hayi ngesikhathi esisodwa ngabe kuchaza indiki noma cha.🙏

  • @user-gv7bv9iy6s
    @user-gv7bv9iy6s8 ай бұрын

    Ngicela ukubuza ubona kanjn Uma unalo noma kumele udle igobongo lalo

  • @Bet_with_G_light
    @Bet_with_G_light8 ай бұрын

    Syabonga kakhulu baba impunga ngolwazi olungaka❤❤❤

  • @sphiwengubane8002
    @sphiwengubane80028 ай бұрын

    Mkhulu sibonge mina ngisemncane ngavuka ebsuku ngathi sebeythathile moto ka auntie wami ngabatshela nokuthi bazoyfica kuthi and bayfica khona ngempela🙏🙏🙏

  • @nkosikhonamfanafuthi6770
    @nkosikhonamfanafuthi67708 ай бұрын

    Ulwazi olusikhulisayo syabonga lubalulekile ❤

  • @dorisnzala5012
    @dorisnzala50127 ай бұрын

    Camagu Mpunga yesintu bengingazi Kunzima umuzi wam uchithakele ngidinga usizo kudala kusuka 2016 kunamanje please 🙏🏽🙏🏽

  • @wonderfulnature806
    @wonderfulnature8068 ай бұрын

    Angineqhathi mnewethu. Ngoba kubukeka ubahlonipha abalandeli bakho Kanye nezihambeli zakho Kwimpunga yesintu TV.

  • @sthedlamini9426
    @sthedlamini94263 ай бұрын

    Inkinga nje ukuthi ulapha indiki umuntu aktshele ngesthunywa ai badlala ngathi abantu uma sxakekile

  • @bheshu1
    @bheshu18 ай бұрын

    Manje njengoba abantu besfazane sebeteta ngokuhlinzwa bayokwazi njani ukuthi ingane ibimbethe?

  • @luckytau6331
    @luckytau63318 ай бұрын

    Makwande Makhehla!🙏

  • @gugunkosi4876
    @gugunkosi48768 ай бұрын

    Mina langenza ulaka indiki😭lingilawula nkosiyam yey, ngamphendula kabi umuntu engangizwan naye wavele wadinwa wathi ngiyeyisa angihloniphi😭wangishiya knjl... Ngifisa ukwaz ukuth kyenzek yin limbuyise umuntu uma sewulilungisile ngob sengiqedile ukulilungisa

  • @vincentgumede1833
    @vincentgumede18338 ай бұрын

    Danki Mpunga yesintu nangokusilethela abelaphi abaneqiniso

  • @kamaveetv9457
    @kamaveetv94578 ай бұрын

    Kahlekahle wena 4giyani uthwase kabili ngokuthi uthwale😂😂

  • @wonderfulnature806
    @wonderfulnature8068 ай бұрын

    Mpunga yesintu. Mangikudonsa ngomoya kukhona ongakuvumanga uma sekuthintwa indaba yokuzalwa wembethe (indaba yezimpahla/ubuwele) ungixolele nceku lesithunywa sehlulela imizindlo nemicabango.

  • @user-wf5tx1kr6v
    @user-wf5tx1kr6v8 ай бұрын

    Wachaza kahle uFogiyane 🙏🏻

  • @mbuyikagayede9963
    @mbuyikagayede99638 ай бұрын

    Thokoza mkhulu mina ngokwami ngithi ukwembatha kwehlukene nezindlela zokwembula kazifani njengokuthi nje umuntu ozalwe enqwambile vele loyomuntu usuke ephathiswe umsebenzi wokwelapha but umuntu ozalwe embethe kuyenzeka ambathe inhlanhla ethile ukuzalwa uyiwele usuke uzelwe wembethwe ngyabonga

  • @TitiMavuso-xx1fn
    @TitiMavuso-xx1fn7 ай бұрын

    Ubaba kamajabula kuphakws

  • @Inkothololo
    @Inkothololo8 ай бұрын

    Isintu siyabiza.. Abaswele bona bayoluthola kuphi usizo, ngoba izinto eziningi zidinga impahla ukubika/ukugcina/ukuhlambulula/ukumukela izidalwa. Siyoluthola kuphi usizo mangabe abantu okuyibona okumele bagcinele izingane zabo izinto behluleka, ngokuthi yonke into ibiza imali.?

  • @makhosonkemvelase5596
    @makhosonkemvelase55968 ай бұрын

    Ngelinye ilanga e Thembisa wathi omunye uMuntu angize ezonge mbula khona 😃😃 Yazi ngake nga mangala ukuthi njani manje hheyi iziNyanga zase zweni.. Kusuka lapho ngazitshela ukuthi uMuntu wakhuluma indaba ye Ngubo angiyingeni kodwa iyangi hlupha mani 🤦

  • @SolomziSiko-bo4gs
    @SolomziSiko-bo4gs8 ай бұрын

    Enkosi

  • @user-yl1jt3gx7e
    @user-yl1jt3gx7e8 ай бұрын

    Sfunda size syoshona

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu25008 ай бұрын

    Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10:1-3,2Corintians 11:12-15,Mark 7:7-9,13.

  • @siyabongangema6312

    @siyabongangema6312

    8 ай бұрын

    Uyacika kodwa yazi muntu wabantu 😩

  • @vusimngomezulu2500

    @vusimngomezulu2500

    8 ай бұрын

    @@siyabongangema6312 Ithini impendulo? noma mhlawumbe anizazi izimpendulo 😭😭😭

  • @siphelelesibusiso6255

    @siphelelesibusiso6255

    8 ай бұрын

    Angeke sazi ukuthi wathini unkulunkulu kwelase Rome nase Korinte lawomazwe awekho lapha ase Italy

  • @busitshabalala4181

    @busitshabalala4181

    8 ай бұрын

    Akaphucwe iPhone lomuntu

  • @khanyisanimngadi8955

    @khanyisanimngadi8955

    8 ай бұрын

    UJesu wazalelwa emshadweni noma?