Nufliq

Nufliq

Nufliq™ Online Platform
Initial start 06 |12| 2016
Nufliq™ is a variety channel showcasing different content from events, cultural & religious lifestyle, short films and documentaries that are local produced by local people for global communities.
It aspires to be one of the South Africa's valued youth owned Online inclusive, informative, constructive ―and compulsive platform that unleashes the creativity and positivity.
The Brain behind Nufliq™
Xolani E. Nkosi

Пікірлер

  • @AmandaMkhize-gv4nr
    @AmandaMkhize-gv4nr3 сағат бұрын

    Syabonga baba inkosi ikbusise

  • @riazebrahim1901
    @riazebrahim19014 сағат бұрын

    Sabowubona plaster ngicela ukubuza ukuphupha udla ipharish linoshukela ngaphezulu

  • @PhilileMakhoba
    @PhilileMakhoba4 сағат бұрын

    Sawubona kusho ukuthini ukuphupha wehla phezulu kakhulu engathi bekuyindawo eyintabanyana yavele yavaveka nj ngithi ngyagxuma ngyabaleka kwaphoqa kuthi ayikho indawo yokubambelela ngehla straight akukho lapho bengithiywka khona noma ngithi ngbambelela nezihlahla belimele ziphuke ngehla straight bhuti ngafika phansi hawu kwathi thafa esihlabathini futhi ikhanya lendawo bengehla kuyo bt ngathi besibabili nengane yasekhaya engazi koda kuthi ubani ayi safika phansi sohlelo endaweni enesihlabathi esomile ngyaxolixa ngokulula

  • @JabulaniZuma-rm5tl
    @JabulaniZuma-rm5tl4 сағат бұрын

    Sanibona baba ninjani ngicela ukunuza baba ukuthi kuchazani ukuphupha uqonywa yintombi bese ikutshena ukuthi uma ungahlukana nengoduso yakho ngingakunika lokhuya isho ikhomba amafulethi amaningi kupake nezimoto ezinigi kodwa konke lokhu kusemanzini kwayona yintombi niphume emanzini

  • @SilindileMthembu-qj2rm
    @SilindileMthembu-qj2rm4 сағат бұрын

    Ngicela number yenu kacapitec njengomlandeli omkhulu

  • @xolilemazibuko8783
    @xolilemazibuko87834 сағат бұрын

    Siyabonga kakhuku babumfundisi .. Mina ngiphuphe ngigeza phambi komuntu engizwana naye .. nginamazinyo aw2 ayifalls . Ngiphuphe ngiphethe lamaziyo ami phambi kwakhe njengoba ngigeza ngiwaxubha ngisusa namabala amnyama yase ibamhlophe kakhulu ifallse yami.. ubekude nami ngesikhathi engubuka ngigeza . Wase eyasondela .. wazodlula ngakimi ngabuyisela amazinyo ami esemahle emhlophe ewuthotho... ngase ngiyaphaphama...

  • @user-vr9uz6ux4x
    @user-vr9uz6ux4x4 сағат бұрын

    Saw'bona Pastor cela ukubuza ngabe kuchazani ukuphupha usebhasini uvalelekile bese kuvele kuphihlika uphahla lwebhasi obelungama glass. Ngiyabonga ngisalindeli mpendulo.

  • @sabelonkosi1739
    @sabelonkosi17395 сағат бұрын

    Kusho kutsini ukuphupha ubaba wakho owashona ekunikeza inkukhu emnyama enqunywe izinyawo ethi hamba uyoyipheka.

  • @nontandomazinywana4848
    @nontandomazinywana48486 сағат бұрын

    Sanibona cela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha undiza phezu kolwandle uze uyofika kwelinye izwe

  • @patrickpeters7772
    @patrickpeters77727 сағат бұрын

    ngicela ukubuza Mina Nami Pastor Ukuphupha ubanjwa inkunzi ifoni koda uphinde withole nack

  • @mbabhathaluqa3767
    @mbabhathaluqa37678 сағат бұрын

    Ngiyabonga Pastor kwande

  • @Nosiphoduluta
    @Nosiphoduluta12 сағат бұрын

    Thokoza mkhulu mina ngiphuphe ngithandaza ngabona induku engaso yami ngayithatha ngayiphula kwaphuma I interpit leyanto efana ne scorpion yarasa ngabe kushoni mkhulu

  • @WendyGcumisa
    @WendyGcumisa14 сағат бұрын

    Amen pastor mina ngiphuphe izinkuku ezimhlophe emakameleni ekaya ngibuze kubafana ukut ezani lezinkuku ezisemakameleni aphendule athi sizinikwe ugogo bt ngingazi kuthi ubani logogo obanikile ngyabonga🙏

  • @NandiphaDimane
    @NandiphaDimane15 сағат бұрын

    Amen Mfundisi...mina ngiphuphe inyoka imamba lemnyama,ihambisana leshongololo elimnyama elikhulu kungathi kukhona la okubizwe khona,ma kufika zange kubonise ubungozi

  • @NobubeleNdamase
    @NobubeleNdamase17 сағат бұрын

    Molweni Tata ,ninjani ndisacela ndiphuphe utata wam owashona endinika isipho like uphondo lwenkomo nesihlahla nje endingazi uba ndingasichaza njan

  • @TS_Duster
    @TS_Duster17 сағат бұрын

    Sawubona pastor weningi ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthi Ukuphupha unikezwa iCheque enesamba semali thizeni ?

  • @zetuzabo3885
    @zetuzabo388517 сағат бұрын

    Sawbona Pastor Mina Pastor ngaphupha ngitshelwa ukthi umsebenzi angiwutholanga sasikade si apply ngabusha ngempela waphela umsebenzi

  • @user-kf4oq2zk8z
    @user-kf4oq2zk8z21 сағат бұрын

    Ngisacela ukubuza ngiphuphe umuntu wami evakashe ekhaya ngabe kuchazani ngibonge ngisazophendulwa

  • @joeyskhuze45
    @joeyskhuze4521 сағат бұрын

    Sawubona kusho ukuthini ukubona ingane yakho iboshwa futhi Wena unganandaba. Ngiyabonga

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha63522 сағат бұрын

    Amen Pastor

  • @NufliqOnline
    @NufliqOnline19 сағат бұрын

    thank you. INkosi ikwenzeele konke okuhle.

  • @snenhlahlankwanyana9550
    @snenhlahlankwanyana9550Күн бұрын

    Sawbona Pastor hope uryt Bengcela ukbuza ukt kusho ukuthin ukphupha sengath uthola izimpahla zakho zokugqoka ebezilahlekile/ okanye uziqoqa ngoba kade uzitholile

  • @thandomoyo3783
    @thandomoyo3783Күн бұрын

    Siyabongha pastor ,indlela ochaza ngayo ubeka kuchache .Inkosi ikubusise

  • @NufliqOnline
    @NufliqOnline19 сағат бұрын

    thank you, INkosi ikwenzele okuhle kodwa.

  • @user-wj4mz3bq7r
    @user-wj4mz3bq7rКүн бұрын

    Amen Pastor🙏🏼

  • @NufliqOnline
    @NufliqOnline19 сағат бұрын

    Amen, thank you. INkosi inezele kuwe okuhle

  • @ZamaManci
    @ZamaManciКүн бұрын

    Umangabe engena endlini eclean amanzi ??

  • @user-bq7rb4we8e
    @user-bq7rb4we8eКүн бұрын

    Sawubo pastor 🙏🙏🙏 ukuphupha i bhayi ihiya lokho lidabukile ukcoke izikhumba zenkomo

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma7230Күн бұрын

    sawubona mfundisi siyabonga ukusichazela amaphupho ...mina ngiphuphe uMalumekazi sixabana sewashona ...kodwa engakashoni wathi kukhona into afuna ukungitshela yona mangifika ekhaya esegula akashongo lutho washona manje ngimphupha sixabana .lemfihlo akasayikhulumanga

  • @FishkillerKiller
    @FishkillerKillerКүн бұрын

    Ngicela kubuta kuphupha emanzi acolile ungene kuwo ngetinyawo ngephetse ingane encane ngiyimise lakhatsi emantini kushoni plz

  • @NkosikhonaNgubane-pi5be
    @NkosikhonaNgubane-pi5beКүн бұрын

    Uma uphupha ulele mase kuba ngathi uyazi bhoshela kucazani mkhulu asbonge

  • @NufliqOnline
    @NufliqOnlineКүн бұрын

    Please check this video, ingahle ikusize kakhulu. Filename Ukuphupha uzikakele Video link kzread.info/dash/bejne/o6GIuJSxpJPggrA.html

  • @NkosikhonaNgubane-pi5be
    @NkosikhonaNgubane-pi5beКүн бұрын

    Uma uphupha engathi uyazi bhoshela kucazani mkhulu thokoza asbonge

  • @NufliqOnline
    @NufliqOnlineКүн бұрын

    Please check this video, ingahle ikusize kakhulu. Filename Ukuphupha uzikakele Video link kzread.info/dash/bejne/o6GIuJSxpJPggrA.html

  • @ZamahlaseZoomer
    @ZamahlaseZoomerКүн бұрын

    Ngiphuphe ubaba wengane ekhuluphele uhleka ephephe nezipho ngabe kuchaza ukuthini lokho

  • @sibongile9304
    @sibongile9304Күн бұрын

    Sawubona Pastor, ngiphuphe ngise mcwabeni kungathi siyolanda umuntu ushone nge accident. Ngisase khona lapho ngabona nabanye bezolanda omunye Nathina ushone nge accident bemkhiphile ebhokisini bambeka phekwalo embhathe ingubo epink kukhona nomfundisi nabantu bomndeni. Kwakhona umuntu othi la esiyakhona mase sishoni ku enye indawo engathi akulula.

  • @gixoupa4898
    @gixoupa4898Күн бұрын

    Kmele sisho into eyodwa pastor. Izincazelo ezingaka! Ziyadida manje

  • @sibongile9304
    @sibongile9304Күн бұрын

    Sawubona Pastor, kusho ukuthini ukuphupha ubona ibhokisi kunesdumbu phezulu kwakhona othi uxolandwa ngoba washona kwi accident. Bekukhona nomfundisi nabantu abaningi.

  • @SinothileVilakazi
    @SinothileVilakaziКүн бұрын

    Ngiphuphe kosiwe inyama .ngabizwe is isivuthiwa mangifka sbyidlile sebeyayiqeda.Ngacasuka ngayiduba ngayisakaza ewindini eyodwa yawela komunye wabo watothatha wayodĺbekuyinyma bovu

  • @AyabongaVinjwa-ct7lu
    @AyabongaVinjwa-ct7luКүн бұрын

    Wow I'm very much impressed,I get all the interpretation I wanted

  • @NufliqOnline
    @NufliqOnlineКүн бұрын

    Thank you, siyathobeka. INKosi ikulonde.

  • @Mazulu86
    @Mazulu86Күн бұрын

    Hello pastor ngicela ukwaz ukuty kusho ukuthini ngiphuphe ngixoxa nendodakazi yami ngicc wami osanda kudlula emhlabeni engathy besimthathe samusa kwicare centre sekufija muntu thiz3ni uzobuza ngaye useyasho undodakazi ukuty ai mama bekungamele nimuyise lapho

  • @noluthandozungu1277
    @noluthandozungu1277Күн бұрын

    Amen

  • @thandekaellen4363
    @thandekaellen4363Күн бұрын

    Umkhulu ngicela ukubuza ukuthi uwuphupha uxoshwa emsebenzini

  • @LondiwePromise-op8ze
    @LondiwePromise-op8zeКүн бұрын

    Syabonga kakhulu pastor mina bengiyshayela igijima yaze yacisha yafika olwandle🥺

  • @user-yt4iz1op7l
    @user-yt4iz1op7lКүн бұрын

    Ameni baba ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha igazi lihlezi esihlahleni

  • @NomthandazoMtshali-kk7ht
    @NomthandazoMtshali-kk7htКүн бұрын

    Mina ngiphuphe amaphoyisa engathi azolanda i furniture endlini la esengihlala khona

  • @luckytau6331
    @luckytau6331Күн бұрын

    Best dream interpretations of all time!🙏 Makwande Baba!👏🏾👏🏾👏🏾

  • @NufliqOnline
    @NufliqOnlineКүн бұрын

    Ngiyathobeka kakhulu mfowethu, INkosi ikulonde, njal,o.

  • @spho1190
    @spho1190Күн бұрын

    Asbonge🙏🏾

  • @NufliqOnline
    @NufliqOnlineКүн бұрын

    Kubonga mina, Stay blessed.

  • @luckytau6331
    @luckytau6331Күн бұрын

    Makwande Mfundisi wami!🙏

  • @NufliqOnline
    @NufliqOnlineКүн бұрын

    Thank you, Bhuti wami, INkosi kwenzele okuhle kodwa.

  • @ThandekaHlangu
    @ThandekaHlangu2 күн бұрын

    Ngibingelele uphupha x yakho seyashona ikutshele ukuthi seyashada nawe uthi sengashada bese ekukhaphe ekuphindise emumva ngasezihlotsheni zakhe kube ngathi useyajika aphinde emumva wena uqhubeke nendlela

  • @NokuthulaThule-x8u
    @NokuthulaThule-x8u2 күн бұрын

    Mkhulu ngicela ukubuza ukuphupha ubaba wami osasho engikinya

  • @sandrinamashalamaluleke9300
    @sandrinamashalamaluleke93002 күн бұрын

    Good morning thank you for the dream explanation 🎉🎉

  • @NufliqOnline
    @NufliqOnlineКүн бұрын

    You are so welcome, INkosi inezele kuwe konke okufisayo

  • @snazomazandinxumalo5153
    @snazomazandinxumalo51532 күн бұрын

    Ukuphupha uwaqoba lawo ma vegetables?😬😬😬😬😬😬😬😬😬😬😬😬😬😬😬😬😬😬😬😬😬😬😬😬😬😬

  • @zuluprincess423
    @zuluprincess4232 күн бұрын

    Sawubona Pastor 🙏🏾. Kusho ukuthini ukuphupha unikwa izicathulo ezintsha zomlisa kodwa wena ungumuntu wesfazane (I am spiritually gifted and ngihamba nama khehla).

  • @ZodwaTsotetsi-uf6xr
    @ZodwaTsotetsi-uf6xr2 күн бұрын

    Mina ngphuphe ngiphiwa imali nginikwa abantu abahlukene kodwa banginike ndawonye ama R100 wamaphepha