Ukhozi FM TV: Sikhuluma nosaziwayo odume kakhulu ezinkundleni zokuxhumana uSizwe Mdlalose

Музыка

Ukhozi FM TV noNeliswa Cele othole ithuba lokuba nengxoxo nosaziwayo uSizwe Mdlalose onamakhono amaningi ahlukahlukene aphinde abengu baba. USizwe udume kakhulu ezinkundleni zokuxhumana ngokuba usomahlaya kanti uphinde abeyingxenye yohlelo #UkhoziFMTop20 olubizwa ngokuthi “Amaxoki”
Kulesiqephu usilandisa ngempilo yakhe, kusukela ukukhuleni kwakhe, ubudlelwano bakhe no mama wakhe kanye nangempilo yakhe njengosaziwayo.
USizwe Mdlalose ongumphathi wemicimbi, umlingisi, umculi aphinde abeyi-Fashion designer. Kulengxoxo usixoxela ngabantu ababenegalelo empilweni yakhe, lapho akabala khona uBabes Wodumo, uDladla Mshunqisi kanye nabanye.
Uthi enye into abantu okumele beyazi ukuthi nabo njengosaziwayo bangabantu, baphila enyameni kanti nenhlonipho ibalulekile.
Usixoxela nangomama wakhe osasishiya emhlabeni, ubonga ukuthi umufundisile ukubaluleka kokusonta. Uthi uwenzile amaphutha, wamithisa kodwa ulwela ukuthi ngelinye ilanga abengubaba enganeni yakhe. “Ngizimisele ngokuba ubaba oqotho ezinganeni nakunkosikazi uNkulunkulu akazongibusisa ngaye” kusho uSizwe.
#UkhoziFMTV #SizweMdlalose

Пікірлер: 7

  • @Umlazi_Broadcast
    @Umlazi_Broadcast5 ай бұрын

    An all star story sase Mlazi....Sizwe Mdlalose....Sibonge naku Makoti wethu eMlazi uBabes wodumo for giving him a chance in the Industry. Your story was honest. I am happy to know that he has his own house. Uluphethe UKHOZI FM mfana wase khaya. Ungalenzi iphutha loku khohlwa Umlazi like most talent lase Mlazi, we must commercialese uMlazi ufane ne SOWETO noma siyidlule straight they is too much talent eKasi lethu. #ExcitedAboutUmlazi #BrandUmlazi

  • @wendybhengu2628
    @wendybhengu26288 ай бұрын

    U rock sizwe ❤🎉🎉

  • @zamambuyisa3286
    @zamambuyisa328610 ай бұрын

    Wishing you more success Sizwe,uyathandeka.

  • @BusisiweMavundla-jo3jk
    @BusisiweMavundla-jo3jk10 ай бұрын

    Wow ufundiseke kahle Sizwe Uma wazi uNkulunkulu

  • @amaziluthuli5045
    @amaziluthuli504510 ай бұрын

    My man🤛

  • @user-ju9tm1eh5f
    @user-ju9tm1eh5f3 ай бұрын

    IMBIKO IZIPHAMISO IMIBONO NEZITHEMBISO EKUNGEKA KUIENGOXO AKUZUBONA EZOSAMKAZO AKUZUBONA EZOKHOZIFM TV NENHIANGANO ISABC UKHOZI FM #UKHOZIFM #UKHOZIFMLUHAMBAPHAMBLI #NELISWACELEUKHOZIFM

  • @nkuzamagada8035
    @nkuzamagada80352 ай бұрын

    SABC RADIO PARK UKHOZI FM NELISWA CELE UMETHULI WOHILEIO MATHEMBI SITHOLE ITHISHITSHI ELIIIMANKYAKA ENGU SIXOXA NETSHITSHI EIIIINEINYAKA EWU40 UKHOZI FM BEIUVAKASHEIE NDUMISO ZONDI UKHOZI FM NELISWA CELE UMETHULI WOHILEIO IGAMA NELISWA CELE UMETHULI WOHILEIO INKONZOKHULU UKHOZI FM LUHAMBA PHAMBLI

Келесі