Uhambo noNonkulunkulu: Sthabile Nxumalo

Ойын-сауық

Umuntu nomuntu unohambo lwakhe, namhlanje sixoxa no-Sthabile Nxumalo ngohambo lwakhe.
Ukhozi FM TV belumenyiwe ohlelweni #Eshilo oludlala njalo ngeSonto kusukela ngo 09h00 - 12h00 olushayelwa uThembeka Zondo-Cele obambele uZanele Mbokazi, ngaphansi kwengosi ethi #UhambonoNkulunkulu.
Kulesiqephu uSthabile usixoxela ngempilo yakhe kanye nangesikhathi ethola umbiko kaDokotela ethi unesifo somdlavuza.
Kuningi abaxoxa ngakho kulesiqephu, thola kabanzi ngalokhu ngokubukela lesiqephu.
#UkhoziFMTV #ThembekaZondoCele #UhambonoNkulunkululu #SthabileNxumalo #Eshilo

Пікірлер: 7

  • @scelowonkewonkembonane970
    @scelowonkewonkembonane97018 күн бұрын

    Yayinhle iGuest weThembeka. Yooou ibika lakho Sis Thembeka. Siyabonga bimnandi iShow.

  • @busizweephraimmagalela5385
    @busizweephraimmagalela538518 күн бұрын

    Mom Thembeka Zondo Kanti usamncane kanje,naze nabahle estudio

  • @MobileRealityReveawsworldwide
    @MobileRealityReveawsworldwide17 күн бұрын

    Wavela uNkulunku 🙌🙌

  • @PriscazaneleZanele
    @PriscazaneleZanele16 күн бұрын

    Ukuzethemba kuka Stha,,ngiyabonga cc uyangiqinisa

  • @zamokwethumvubelo5716
    @zamokwethumvubelo571618 күн бұрын

    Great interview!

  • @NkoskhonaButhelezi
    @NkoskhonaButhelezi14 күн бұрын

    Sihleli nano mazondo

  • @NkoskhonaButhelezi
    @NkoskhonaButhelezi14 күн бұрын

    1:10

Келесі