Liyini Igobongo | Indaba Yesintu

Indaba Yesintu and ukudlilwa kwamagobongo is still a tricky subject with the confusion caused due imikhuba and isiko when performing cultural practises,
What is your experience after udle igobongo and libaluleke ngani?

Пікірлер: 24

  • @thobekaziqubumkhabela5705
    @thobekaziqubumkhabela5705 Жыл бұрын

    Syabonga kakhulu ngalolulwazi Mkhulu Ndabezitha and Mkhulu Mlaba, yabona namhlanje nikhulume nami uqobo, ngingathanda nje ke ngixhumane nani kesenabe ngaloludaba lwamakhosi njengoba ngingumuntu wesifazane onamakhehla futhi oshadile.

  • @tmenbhengu525
    @tmenbhengu525 Жыл бұрын

    Siyabonga Alex kuwe nakwizihambeli zakho nangohlelo lwakho, kodwa bengifisa UMAGEBA engathi ukuqinisa ngasolwazini ukuze sizothola into egcwele kahle, manje ubuye akhulume engathi akanayo i sure kahle, abuye asisheye endleleni, Yobe uma ngibona wrong

  • @mirriamboloka4535
    @mirriamboloka453510 ай бұрын

    This is very informative, thank you so much

  • @annadube1559
    @annadube1559 Жыл бұрын

    Finally!!! Missed this show🎉🎉

  • @doraowa
    @doraowa Жыл бұрын

    Alex My brother Syabonga kakhulu 🙏

  • @sikelelambatha5270
    @sikelelambatha5270 Жыл бұрын

    "Ay ay uzodukisa isizwe😢" 😂😂😂😂

  • @duduziemmaneulmbokazi1546
    @duduziemmaneulmbokazi1546 Жыл бұрын

    Kwaaa Nonku from Social Comment ''Weee lezi zinto uma ukhe wazqala ugqibela uzenza mlibe''

  • @ubuhlebethongotv5347
    @ubuhlebethongotv5347 Жыл бұрын

    Mageba nomkhulu uMlaba 🙏🙏🙏

  • @frederickmthembu3599
    @frederickmthembu3599 Жыл бұрын

    Igobongo Lesambulo mangase kuchazwe liyini ?

  • @thamsanqangcobo4352
    @thamsanqangcobo4352 Жыл бұрын

    Alex ngyadinga ukuxhumana nobaba uMntwana noma uMlaba ngidinga usizo

  • @sinenhlanhlamathaba4483
    @sinenhlanhlamathaba4483 Жыл бұрын

    Ay... Is not make sure. Sicela ukhehlelezi or isalkaz sendoda because hi.corner 😅

  • @simphiweclement4656
    @simphiweclement4656 Жыл бұрын

    Kanti why manje anisafuni sibheke le show on KZread?

  • @phililemtetwa6145
    @phililemtetwa6145 Жыл бұрын

    Lento yamagobongo iyangixaka mina manje. Amagobongo ngwadlile ngawaphothula kodwa akulungi uma nghamba bathi isadinga ukulungiswa imimoya

  • @tmenbhengu525
    @tmenbhengu525 Жыл бұрын

    Laphaya endabeni Yamanono ngisalile nje kakhulu

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Жыл бұрын

    Siyini isintu? Ingabe isintu siyamhlonipha uNkulunkulu mdali wethu sonke noma siyamedelela? Isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigcine sesifile nje?

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko626 Жыл бұрын

    Enkosi

  • @itsdailygaming6089
    @itsdailygaming6089 Жыл бұрын

    Kusho ukuthini “iphondo liyagoba”?

  • @AEHKMWZ
    @AEHKMWZ Жыл бұрын

    😂😂Hhaw mkhulu Alex

  • @sokesbonetv9595
    @sokesbonetv9595 Жыл бұрын

    Lol ayi bafethu. Please put pride aside. Sibizeleni uDr BhodlozaMafu Inkosana. Iyafundisa leya ndoda iphinde iProve khona la. Siyamazi thina futhi owakhona eThekwini kodwa akasahlali khona. Please bakwethu

  • @phililemtetwa6145
    @phililemtetwa6145 Жыл бұрын

    Hlikihla ukhuluma umbhedo ufuna ukugqama kodwa uma umlalela ayikho into ayishoyo

  • @sudonym5356

    @sudonym5356

    Жыл бұрын

    Ai nami ngabathe ngiyam'lalela angiyizwa lento eyiphikisayo

  • @thembekaroniccahamca1749
    @thembekaroniccahamca1749 Жыл бұрын

    Hlikihla is just waisting valuable time ..

  • @itsdailygaming6089

    @itsdailygaming6089

    Жыл бұрын

    Wenzeni uHlikihla😂, I am yet to watch it. I am downloading it now…