IMPANDE YOKUVULA ABALOZI - RIP Sbhozabhoza
Impunga Yesintu TV ibihambele isigodlo sikaMakhosi umadida uSbhozabhoza esizinze endaweni yaseMkhambathini endaweni yase Nkanyezini.
Siyafisa ukunyusa izinga lomsebenzi wethi yingakho sicela ukuba nisilekelele ngezinsiza kusebenza:
Nalu uhlu lwezinto esifisa nisixhase ngazo:
Take a look at my latest takealot.com list: Wish List www.takealot.com/wishlist/sha...
Пікірлер: 26
Mfo ka Mbanjwa lento oyenzayo intle kakhulu ngempela
Impela ngake ngezwa komunye umakhosi onabo abalozi,wakhulekela emsamo wakhe uthe eseqala ekhuluma Nami ngakhona esukuma ngamandla ebhula emahlombe ngeshoba ayesekhala amakhwelo amancanyane.
👏🏽👏🏽👏🏽Abolozi aka whistle blowers. Very unique spirit. Birds, whistles etc Camaqu
Khehla siyabonga kopha abalozi bangabhoboka emazini ngabandle kwe mpande noma cha
Thokoza mkhulu mina ngiy sangoma ngi qedile ephehlweni but ang thwasanga abalozi.. but ezi ndlebeni zami ngino kuzwa izinkulumo abant aba bez xoxela indaba zabo nama dlebe ami aya luma aya bhakuza
Ngiyakhuleka kuMakhosi Madida mina nginabo abalozi kodwa baqhuma ngingazelele lasho ikhwela ngathuka ngaphuma ngabaleka ngoba ngashaywa uvalo kakhulu futhi ke ikhwela lakhala isikhathi kodwa ngangingazi ukuthi ngenzenjani ngoba ngangingabezwa ukuthi bathini, ngingasizakala kanjani kulengxaki
Ngyabonga ngolwazi enisipha lona into yabalozi iyangihlupha nam kakhulu bayakhala emadlebeni bengingazi balungiswa kanjani
Ei ijulile lendaba yaMakhosi uMadida
Siyabonga mkhulu💥
Ey mina angsazi bakithi
@vusimngomezulu2500
2 жыл бұрын
Abafile abaphiili Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:29.
Ngicela ukubuza yini sdala induku indoda iwe umasiqala siya ocansini
Useshonile?
Mmm he bakithi
@tsepisomakhalemela6595
2 жыл бұрын
Ngiyabonga kakhulu
@samuelmavuso6943
2 жыл бұрын
@@tsepisomakhalemela6595 jjj
What is "impande" if I may ask?
@mkhulumumane
Жыл бұрын
It's the actual root of that specific muthi(plant)...
@catchupentertainment
Жыл бұрын
@@mkhulumumane thank you 🙏🏿
Abafile abaphiili Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,10,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:29.
@madidankuleh7413
2 жыл бұрын
Uma usathi abafile abaphili...ukhumbule ukuth abakithi thina besintu noma indlu emnyama asifi kepha soyashona siye kwelethonga bese imimoya yethu isale khona lapha emhabeni...yingakho umzimba uma ngabe usuthule umgabe usaba namoya noma umphefumulo...bese uyakhumvula futh ukuwkuthi nojesu indodana kaDavide iyavuka ngosuku lwesthathu
@vusimngomezulu2500
2 жыл бұрын
@@madidankuleh7413 UNkulunkulu mdali wethu uthini yena ngalendaba we Madida?
@southafricacppaarl2954
2 жыл бұрын
@@vusimngomezulu2500 Jesus uLithongo noma idlozi Xa wena ungayazi indlela yokuqonda umndali wethu , sukuhlulela abanye abantu ngoba yindlela ababona ngayo abadingi bible engabasizo lutho , ngoba ilizwe liyaphela kungenxa yalo bible ebhalwe zizitha zethu , abanye abantu abanje ngawe bayitsika yekungqongophala kwesintu ngoba abavamile ukuya mkela inyani njengoba injalo
@sibanisto8619
Жыл бұрын
So how do you explain this phenomenon? Ngale nje kwalokho, each to his own. Yeka abantu bakholelwe kwabakholelwa kukona njengoba nawe ukholelwa kokwakho. Asikholelwa ukuthi idlozi likhona ngoba sishoda ngokwazi ngeBhayibheli. Siyakhetha.
@vusimngomezulu2500
Жыл бұрын
@@sibanisto8619 Ubani onelungelo lokuvimba uNkulunkulu uma ekhuluma nabantu abadalwe wuye ukuze abatshele iqiniso elivela kuye elisebhayibhelini John 8:32,17:17,1thimoty 2:3-4? Ngiphendule S.