Usisi wama Millions ufuna ukuzoba unkosikazi wesibili ngenkani 📺DEAR MABONAKUDE Episode 04

Ойын-сауық

Пікірлер: 9

  • @NurseSylvia
    @NurseSylvia18 күн бұрын

    Khetha ukthula cc cos ukhlala emshandweni ophelile kuyalimaza futhi uma uhlala, hlala ngaphandle kwakhe umyeni wakho uzenzele impilo, impilo aykho ngomyeni wakho ziphilele Dade ukhuluse ingane zakho impilo iyanqhubeka siyphila ngaphandle kwamandoda❤❤❤ zama amantoho sthandwa sam akukho okungapheli ngisho nothando luyaphela futhi uthando alwanele lulondwa zithande kqala before uthanda omunye umuntu impilo iyanqhubeka❤❤❤

  • @duduzilepatienceshongwe6935
    @duduzilepatienceshongwe693525 күн бұрын

    Hamba cc ungabe usabheka emuva, uyakuhlolela lo mkhwenyana wakho, engathi uNkulunkulu angakusiza, njengoba kushiwo ukuthi uthandaz ngempela umthandazo unamandla

  • @sbongavilakazi-p5t
    @sbongavilakazi-p5t22 күн бұрын

    Okubi uma abant beshada kuthiwa okuhlanganiswe wu Nkulunkulu angeke kwahlukaniswa wumunt manje uSathane usengenaph yekan uSathane no Nkulunkulu cz niyabakhulumela ezintweni abangakaze nje bazisho.emhlabeni syaziphilela nje ngendlela yethu

  • @Dikela......Tom-mo5ve
    @Dikela......Tom-mo5ve21 күн бұрын

    Yhooo imali uzolawula ngokwakhe lo unemali

  • @Naweupopilestudios
    @Naweupopilestudios25 күн бұрын

    Ei ngoba imali.😢😢😢

  • @businzama6939
    @businzama693925 күн бұрын

    Losisi wama Million uthenge lobhuti ngemali wathatheka no bhuti egameni lama million ngaze ngamzwela unkosikazi ngoba indoda YAKHE isithengekile nje

  • @vicmoore9869
    @vicmoore986921 күн бұрын

    Usisi makashiye phantsi lomshado ongekho.

  • @khumbulaniyengwa6504
    @khumbulaniyengwa650425 күн бұрын

    Ei emhlabeni

  • @gettymoyo914
    @gettymoyo91425 күн бұрын

    Uthenga uthando ukhohlakele ubhidliza imizi yabanye ngoba elemali

Келесі