I HAVE A CRUSH ON YOU❤️ S2 EP 13 | Sengiyakuthanda ngoba umngani wami udlala ngawe✍️usuyi Crush yami

Ойын-сауық

Пікірлер: 205

  • @gaba-ka-arosi8125
    @gaba-ka-arosi81253 күн бұрын

    the guy must just be grateful ukuthi this didn't go well. The lady is very unreasonable and very immature in her response. She is now even difficult extending hand of forgiveness.

  • @thobekiledlamini

    @thobekiledlamini

    2 күн бұрын

    Hayi bo so she must settle just to please a man, hayi bo! Nijwayele ukuxhaphaza abantu besifazane

  • @meritmkmoyo982

    @meritmkmoyo982

    2 күн бұрын

    It's really not that bad I guess her heart is really broken in a very messed up way

  • @sunzamnisi

    @sunzamnisi

    2 күн бұрын

    I think it's a blessing in disguise, The lady is just cold nje , She still living in the past relationship and the previous boyfriend is aware that she his door mat 😮😮😮

  • @thabilemkhize2585
    @thabilemkhize25853 күн бұрын

    Lentombazane isimoshela isikhathi ngoba iyamfuna lomfana manje sishonelwa yilanga😢sis qoma bo ungadlali ngathi deep down uyamfuna

  • @ThandiZondi-jl3iq
    @ThandiZondi-jl3iq3 күн бұрын

    ay.mnx webhuti yeka logal uhurtekile nenqondo nje iphazamisekile

  • @sphiwemangala-kj4dj
    @sphiwemangala-kj4dj3 күн бұрын

    I think the presenter fail the guy, she was flattering with the lady 💔 She's a good presenter but today she failed the guest

  • @user-xi7jn8ds7k

    @user-xi7jn8ds7k

    Күн бұрын

    She did kakhulu kabi futhi. Lo cc uzoya kuguy vele esazi ukuthi she'll decline the offer kaguy. She's been too much and asking all questions that were meant to be asked by the guy

  • @gcinithembandebele2247
    @gcinithembandebele22472 күн бұрын

    its a Lesson for all ladies , there is nothing called a male bestie .............yizaba nje ethola ithuba uyagadla!!!!!!!!!

  • @IsaacTsheola
    @IsaacTsheola9 сағат бұрын

    The Girl is not ready for a relationship,she needs to heal first.

  • @buciemaphosa3954
    @buciemaphosa39543 күн бұрын

    My guy leave that soul alone,not to be judgmental but she’s toxic,

  • @phumlabuthelezi4546
    @phumlabuthelezi45462 күн бұрын

    It's the girl's finger for me 😢

  • @nkulemasondo9212
    @nkulemasondo92122 күн бұрын

    Ay ubushimane lobu..uyigwala lomfethu ushela ngezinkinga zentombazane 😅

  • @sibonelondimande

    @sibonelondimande

    2 күн бұрын

    Uqinisile nakhona akazwakali nokuthi uthini.lomutu uthi umnganakhe kodw futhi uyamesaba

  • @user-gl2ks7sb4k
    @user-gl2ks7sb4k2 күн бұрын

    Ukukhuluma isingisi akusiyo into angathi akasamuzwa kahle . Uhlaza losisi nd akavuthiwe bengithi mudala ekhanda kanti cha

  • @owhdearsam_odsm3491
    @owhdearsam_odsm34912 күн бұрын

    Ms Presenter, I hope you do read comments. I really think you should not tell the person crushed on about who invited them to the show. It should be a surprise who called them to the show at least. Asbonge

  • @user-ii5rb3gn6h
    @user-ii5rb3gn6h3 күн бұрын

    Angikuzwa nje ngathi ukhuluma is china nje😂😂

  • @makhosimazubane1701
    @makhosimazubane17013 күн бұрын

    Waze wa nghlekisa u Hhaiiibooo ka cc 😂😂😂thatha indoda wena ungalokhu mangala yakdinga ubafo❤️

  • @keishapeachwhite3930
    @keishapeachwhite39303 күн бұрын

    Uya bora ugal playing hard to get... She wants the guy that dsspointd her... U Wil regret gal... Bhut thank her for her tym... Come to mbombela handsome

  • @thobekiledlamini

    @thobekiledlamini

    2 күн бұрын

    Hayi bo so she must settle just to please a man, hayi bo! Nijwayele ukuxhaphaza abantu besifazane...uzozisola ngani ngokithi azazi ukuthi ufunani empilweni yakhe

  • @sibonakalisozwane7660
    @sibonakalisozwane76602 күн бұрын

    Maphumulo no Zwane Gede akuhlangani nje lokho sokutshela thina bako Mangethe ngqoo

  • @user-uw6by3tp5g

    @user-uw6by3tp5g

    2 күн бұрын

    Wakithi

  • @Jonhywalkerchonco590

    @Jonhywalkerchonco590

    2 күн бұрын

    😂😂😂😂 Ayikho nje leyonto lendoda nayo ithole imbobo yokuphuma iyaminya lengane 😂😂

  • @mathandithandi
    @mathandithandi2 күн бұрын

    Ubrothers oRight kanjena. Amathanga ahlanzela abangenamabhodo...

  • @sibonakalisozwane7660
    @sibonakalisozwane76602 күн бұрын

    Thina ko Zwane asihlobene no Maphumulo ngsayoshela nje ka Maphumulo

  • @Jonhywalkerchonco590

    @Jonhywalkerchonco590

    2 күн бұрын

    Unamanga lo Cc sinabo o Zwane ngakithi sinabo oMaphumulo akuhlobene nje nakancane

  • @user-wg7xg3hl1h
    @user-wg7xg3hl1h3 күн бұрын

    Iyahlanya lento ekhanda 😂 ayy majita yekan ukuhamba nishela

  • @mbusimt5905

    @mbusimt5905

    Күн бұрын

    😂😂😂😂

  • @RatileNkhahle
    @RatileNkhahle2 күн бұрын

    This lady was in black life tv😮😮😮😮😮😮

  • @user-om9vq9qo5r
    @user-om9vq9qo5r2 күн бұрын

    Nice presenting skill Sineh.u are urself

  • @mbusimt5905
    @mbusimt5905Күн бұрын

    Futhike mina ngeke ngincenge umuntu engimenzela i favour ebe enempandla😩😩😩

  • @pamellandunge9172

    @pamellandunge9172

    Күн бұрын

    Eeee😂😂😂😂😂

  • @user-nk5ix1um5c
    @user-nk5ix1um5cКүн бұрын

    Isdidi ssentombazane iphikisana nenhliziyo yaso ngoba she is flirting kodwa umlomo usho okunye

  • @sifisozondi4114
    @sifisozondi41142 күн бұрын

    Mina ngabe kade ngphumile ngahamba intokazi iloku ingabaza into ofuna ukumnika yona

  • @siyasithole9091
    @siyasithole90912 күн бұрын

    Nxi unamanga losisi ubefuna indlela yokuchitha umjita indaba yobuhlobo ngeke izovela late kanje, ubefuna ipoint ezovimba lomjita nje .

  • @user-oo7mf2le7b
    @user-oo7mf2le7b8 сағат бұрын

    Shiya phantsi brother uzamile akagowe usisi mephuce nokudla kwakho

  • @sfundomakhanya4392
    @sfundomakhanya439216 сағат бұрын

    Ayiii Mfwethu uGadlezephuka impela❤❤❤

  • @Jonhywalkerchonco590
    @Jonhywalkerchonco5902 күн бұрын

    Namanga lengane akukhona zithakazelo ezifanayo laa phakathi nendawo nalomfana se stick kulento ka cc no bhuti ke manje ngabe uyakhohlwa ihlobo engamanga eshele lemgane yaqina nje phamb kwama khamela ibizomqoma behind this mxm lomfana nawe aqinile nje ekubeni ijongo sadinga uoudodiswa anongixhumanisa naye mina ngimdodise

  • @Mthembeni-sq9ny
    @Mthembeni-sq9nyКүн бұрын

    Lomjita uzigxobe ngetshe kubhozo straight 😂😂🤣🤣ngeke shame

  • @ndagebs6092
    @ndagebs60922 күн бұрын

    Mondli the personal trainer who never trained 😂😂😂

  • @SelectAfricaTimes

    @SelectAfricaTimes

    2 күн бұрын

    Kanjani?

  • @melosKW

    @melosKW

    2 күн бұрын

    😂😂😂😂😂😂😂ungkhumbuzelan kodwa lo msangano

  • @hoza1752
    @hoza17523 күн бұрын

    Girl playing hard to get... gudluck my guy going forward

  • @doctorMahlangu-sc7pl
    @doctorMahlangu-sc7pl2 күн бұрын

    Ukhulumela isingisi...Lol i have feelings for you.😂😂😂

  • @mvothokaziimakeleni
    @mvothokaziimakeleni2 күн бұрын

    Forgiveness is best medicine dadewethu it helps forget the past and look forward for the better.

  • @keishapeachwhite3930
    @keishapeachwhite39303 күн бұрын

    Toxic from the start... She Wil bring her anger run for cover broe

  • @nonozancube8363
    @nonozancube83632 күн бұрын

    Thas wy they leave you cc, you don't nkow how to talk with another person,

  • @xolanimbambo7967
    @xolanimbambo79672 күн бұрын

    yha nerh ...

  • @smallfuyane
    @smallfuyane3 күн бұрын

    Ai ngeke losisi akekho ryt crs unokuphazamiseka kancane into engiyibonayo😂,and usehlanganisa nezibongo ezingahlangani

  • @Jonhywalkerchonco590

    @Jonhywalkerchonco590

    2 күн бұрын

    😂😂😂😂

  • @pamellandunge9172

    @pamellandunge9172

    Күн бұрын

    😂😂😂ngibona lokho intambo ayifikanga ku paraffin 😂😂

  • @curiousk4083
    @curiousk40832 күн бұрын

    5yrs down the line, she'll wish this can happen again. Mjida well done, now move on. Not all door are meant to open for you...this one is not yours moja.

  • @phathiwephakathi1327
    @phathiwephakathi13274 сағат бұрын

    Sis is not ready for another relationship,usaphukile emoyeni

  • @CheerfulBurger-fy1ps
    @CheerfulBurger-fy1ps3 күн бұрын

    Uphuma esthenjini locc 😂😂😂wabalekela inkomo

  • @ZukileFongoqa-id7cn
    @ZukileFongoqa-id7cn13 сағат бұрын

    Since i checked your comments guys so o can't even finish watching n listening from this video

  • @mhlengisolution7960
    @mhlengisolution79603 күн бұрын

    Khanyo akekho namuhle yaz nok khulu phelelwa iynwele

  • @sandilengubane1611
    @sandilengubane16113 күн бұрын

    Ibhodwe alikavuthwa kusading ukuphekwa kancan ubafo ngeke haaaa

  • @Jonhywalkerchonco590

    @Jonhywalkerchonco590

    2 күн бұрын

    Mina ngiyamdinga nje ngimdodise akaphelele impela too wiki

  • @BUSISIWECELE-dd9dv
    @BUSISIWECELE-dd9dv2 күн бұрын

    Awuu kodwa gl uyolukhumbula losuku udlala ngomalume wami Mashimane ncese malume wami

  • @sphiwemangala-kj4dj
    @sphiwemangala-kj4dj3 күн бұрын

    😅😅😅 angikuxoleli but still iyadla

  • @Jonhywalkerchonco590

    @Jonhywalkerchonco590

    2 күн бұрын

    😂😂😂 Ukudla kwakhe 😂😂

  • @SANELEZulu-wk8mm
    @SANELEZulu-wk8mm3 күн бұрын

    ngili bekile ibhinca lesi thembu

  • @ThandiZondi-jl3iq

    @ThandiZondi-jl3iq

    3 күн бұрын

    @@SANELEZulu-wk8mm aybo ugadlile lomfo kwephuke zona mina angsolanga

  • @mthunzinkwanyana9353
    @mthunzinkwanyana93532 күн бұрын

    Inhlahla enjengale akvamile kut ibuye cc Udlalile ngethuba Usazohlala umanxebanxeba

  • @marvellus-jnrlushozi8505
    @marvellus-jnrlushozi85053 сағат бұрын

    Asiqhubeke my friend syoziphuzela kaWiseman kulate abantu besfazane abazazi bafunani

  • @user-oo7mf2le7b
    @user-oo7mf2le7b8 сағат бұрын

    Intsizwa egadla nge weakness ye past relationship yentombazane

  • @victorcebekhulu1926
    @victorcebekhulu19268 сағат бұрын

    Bengithembile ke lenkabi,awkhulumi kanje nomuntu esenazelana naye inkinga

  • @LevenSPHAMANDLA
    @LevenSPHAMANDLAСағат бұрын

    Hhaybo hhey wendoda uzoshela la nom"uzolobola 🤔

  • @AyandaThobani
    @AyandaThobaniКүн бұрын

    yingakho nisazohetheka mantombazane abantu abanithanda ngempela anibafuni

  • @willsonweduwedu9668
    @willsonweduwedu96682 күн бұрын

    Ngombono wam, usisi ngumntu onemfihlo and kungenzeka sekethanda abosisi. Don't shela nge nkinga yomntu.

  • @khayelihleasanda894
    @khayelihleasanda8943 күн бұрын

    Yaze yayinde video ngenadata

  • @lindenihedebe8108
    @lindenihedebe81082 күн бұрын

    I feel sorry for this guy this girl is playing hard to get

  • @user-om3jk4hf5j
    @user-om3jk4hf5j2 күн бұрын

    Myeke bhuty hambokweshela uzosala encela izthupha seyedwa.uyakufuna just usabambelele kumngu ongamfhni omhurt(Ile)ugal

  • @user-rb6oo7sv4v
    @user-rb6oo7sv4vКүн бұрын

    Kahle mangethe ngamatshe. Ngamatshe

  • @mthunzinkwanyana9353
    @mthunzinkwanyana93532 күн бұрын

    Ithanga la presenter lapho esukuma Mmmmmmhhh

  • @sozabaiciko
    @sozabaiciko3 күн бұрын

    Icrush yami uMaSthenjwa🎉🎉🎉🎉

  • @edgarmthombeni2326

    @edgarmthombeni2326

    2 күн бұрын

    U aunty wama 2000 is so easy to love. ❤

  • @NkosinatiNgcongolo
    @NkosinatiNgcongolo3 күн бұрын

    😢lentombi werce kamhlanga nobamhle

  • @MandlanormanNxumalo
    @MandlanormanNxumalo4 сағат бұрын

    Hhayi suka lobhuti akayishiye lentokazi ayinanhlonipho ivele imkhombe nje ngomunwe ukwedelela nje lokhu ekwenzayo, please ndoda ishiye lentombazana bazoyigila Phambili

  • @mhlengisolution7960
    @mhlengisolution79603 күн бұрын

    Aybo lo uphazamesekile emqondweni lo😅

  • @BillyMahlase-vk1rl
    @BillyMahlase-vk1rl7 сағат бұрын

    Ushela ngokudla nemali uyalunga

  • @somkhandainyosi
    @somkhandainyosi2 күн бұрын

    Presenter Nyusa amasokisi uzakahle Ngingakupha esinye I Skill salento Ku episode 😢😢

  • @RichardGcwensa
    @RichardGcwensa2 күн бұрын

    Bhuti awukwazi kuthatha muntu ngoba umdabukela le ka bhuti angiyizwa intombi ithathwa ngoba ithandwa qha fail bhuti

  • @user-cc3cj8lw8i
    @user-cc3cj8lw8iКүн бұрын

    Mkhaya koda

  • @user-bj1gv7ug2u
    @user-bj1gv7ug2u2 күн бұрын

    Kyavela ngapha , load shedding 😂😂😂

  • @BhekaniMwandla
    @BhekaniMwandlaКүн бұрын

    Ishoda ngesisoka ingqwele

  • @thekodiphuko3435
    @thekodiphuko34353 күн бұрын

    Angisiyazi Isizulu kodwa elikhuni inhliziyo yakhe lo sisi

  • @nkosinathihose1333
    @nkosinathihose13332 күн бұрын

    Inkinga yakho ndoda uqala ukhuluma ngabantu besilisa wena uzenza umuntu ingcono njengoba nawe uyi sgebengu nje

  • @ntokomazungus789
    @ntokomazungus7893 күн бұрын

    Hawu Zwane Mangethe..hawu ayikho lento eshiwo locc ..Zwane no Maphumulo..amanzno.paraffin

  • @mbusimt5905
    @mbusimt5905Күн бұрын

    Kanti yini umngani uma nizoxoxa zonke izinto nifunde nobabili kodwa nithi anibona abangani🤷🤷

  • @user-oo7mf2le7b
    @user-oo7mf2le7b8 сағат бұрын

    Shiya phantsi brother uzamile akagowe usisi

  • @Mthembeni-sq9ny
    @Mthembeni-sq9nyКүн бұрын

    Cha losisi uyam fry lobhuti akamdlalisi 😂😂🤣🤣🤣

  • @pottersngwadla1195
    @pottersngwadla11952 күн бұрын

    Ijongo kdw alivuthiwe kahle la ekwesheleni

  • @LilianMajeke
    @LilianMajekeКүн бұрын

    Check Blaqlife tv izigameko zempilo from 3weeks ago she was there saying bamxina ngesthembu hayi umjolo yi Pandemic on her side these two must just remain friends 😅this one is very tricky

  • @marvellus-jnrlushozi8505
    @marvellus-jnrlushozi85053 сағат бұрын

    Zenza injangawe losisi Shimora

  • @lindanimncube5702
    @lindanimncube5702Күн бұрын

    Lensizwa kungani ingazazi izithakazelo zayo..? uSisi kungenzeka usahlukumezekile kodwa indlela azivezangayo ngathi uyadelela kakhulu and mayesazoqhuba kanje akazokwazi kwakha umuzi

  • @meritmkmoyo982
    @meritmkmoyo9822 күн бұрын

    Uthe he was speaking Chinese 😂😂😂

  • @NduduzoManyanga
    @NduduzoManyanga2 күн бұрын

    Cc uzitshela ngo bhuti n ungaphela u10 umuntu umthanda kwenzek abe nezingane nomunye umuntu umthande kunjalo uthando ngenye into

  • @thandekaduma2036
    @thandekaduma20362 күн бұрын

    UGal ngathi uphazamisekile engqondweni. unomgqofo nje

  • @MlungisiNgwenya-pw1cl
    @MlungisiNgwenya-pw1cl2 күн бұрын

    Thatha ukudlakwakho uxoshelento

  • @magentssolution7872
    @magentssolution78723 күн бұрын

    Lo sisi uzenza ncono ngalomjita ayikho indaba kasisi sengathi lobhuti uyathuka ngendlela akhuluma ngayo akamhloniphi neze ubhuti ufuna ukubukwa ayikho lento futhi mina uyangicasula

  • @user-st5cn3hb7r
    @user-st5cn3hb7r3 күн бұрын

    U sner uyaphapha kahlr kahlr akufanele asheshe ashelele umuntu

  • @ntokomazungus789
    @ntokomazungus7893 күн бұрын

    We CC..THATHA MENDO YINI VELE..UNENKINGA YIKHO WASALA AKUSHIYA MADODA..LONHUT U CRC..JHOOOO HAAMBA UMA UNGAMFUNI UNENKINGA YAZI..LO SIS NEZINZIPHO EZINDEEEE JHOOOO

  • @danielmashitoa4788
    @danielmashitoa47882 күн бұрын

    The lady is unreasonable bcs o fihlile mo a kwadile e bele gana le semaile gape goba le di filings ga se molato filings is filings

  • @user-dq3nw9yo8u
    @user-dq3nw9yo8u2 күн бұрын

    Indoda imushiyiswe ilelikhanda,mfethu musa ukuthatha inkinga ikude nawe uyilethe eduze kwakho

  • @VuyisananiJoko
    @VuyisananiJoko2 күн бұрын

    Mnxm hamba juba 🚮 Phephisa Mondli sengathi ungamthola umuntu ozomthanda akuthande naye all the best bafo❤

  • @doctorMahlangu-sc7pl
    @doctorMahlangu-sc7pl2 күн бұрын

    Sorry my brother yazi asithandwa lana sithanda khona.

  • @mthunzinkwanyana9353
    @mthunzinkwanyana93532 күн бұрын

    Mf2 wena owakit zikode Uyakwaz ukbeka mf2 Kod ke shiya lelo blamane imbolandi Baleka

  • @ThandiZondi-jl3iq
    @ThandiZondi-jl3iq3 күн бұрын

    izithakazelo kuyenzeka zidibane but akusho ukuthi nihlobene

  • @ZamileSelulekoMazibuko
    @ZamileSelulekoMazibukoКүн бұрын

    Indoda ayikhonjwa.(disrespect)

  • @LungeloZwane-dw1wi
    @LungeloZwane-dw1wi3 күн бұрын

    Vele akuhlangani Thina oMangethe asihlobene nakancane no Maphumulo udakiwe lo nobubi😡

  • @ThandiZondi-jl3iq

    @ThandiZondi-jl3iq

    3 күн бұрын

    @@LungeloZwane-dw1wi 😂😂nathi sakhe nabo abantu bakwaZwane angbazi nje oMaphumulo ukuthi bayangena kuncono ungaze ufake Olinda noNtsele noCebekhulu ay cha umaphumulo usisi unamanga

  • @LungeloZwane-dw1wi

    @LungeloZwane-dw1wi

    2 күн бұрын

    @@ThandiZondi-jl3iq true oCebekhulu siyahlobana impela Nabo angiyikhulumi ke njr eyoLinda Nabo ntsele siyithakazela ngabo Ubemgabha njr🤣 futhi naye lombhemu ubebona ubesenqena njr ukulokhu ephikisana naye

  • @NurseSylvia
    @NurseSylvia3 күн бұрын

    Kodwa wentombazana waze wanesdinà yngakho bebek hurter..ukwatele ukthi uthathe iskhathi ukukshela aaiy gower gal😂😂😂😂😂😂😅😅😅

  • @sibonakalisozwane7660
    @sibonakalisozwane76602 күн бұрын

    Yekan ukuba o friend namantombazane bafana lo sis waz ubuthaka bakho mfana

  • @celanikhumalo7590
    @celanikhumalo75902 күн бұрын

    Losisi akafuni ukuseyivwa webhuti phuma kuyena. Usafuna abazokumuhurter more and not wena.

  • @user-dq3nw9yo8u
    @user-dq3nw9yo8u2 күн бұрын

    Ukuthethisa as if ukhuluma into embi kanti uzengothando

  • @takalanimuthala4665
    @takalanimuthala46653 күн бұрын

    Hay bo cc thatha indoda iyakuthanda lendoda ayizenyezi ngawe yekela ukubhayiza atherwaise uzozisola coz izogcina idinwa uyisilima futhi unamanga ubona thina uzovuma maseninobabili 🤣🤣

  • @nkosinathihose1333
    @nkosinathihose13332 күн бұрын

    Wena cc u advertiser ngezinzipho nje into oyenzayo

  • @ThandiZondi-jl3iq
    @ThandiZondi-jl3iq3 күн бұрын

    we cc qoma uyathandwa.futhi uzoshadwa

  • @ntokomazungus789
    @ntokomazungus7893 күн бұрын

    Jhooo bhuti .ncese bandla uluhlaza nje u girl uzimisele kubuyela kulendoda endala..ayi sika skebereshe hamba sukaaaaa nxn

Келесі