UNkulunkulu ukhombe izimpahla angazifuni lapho ngilalele indumiso ENtabeni | Ms F Mkhabela

Пікірлер: 47

  • @xolintuli7364
    @xolintuli7364Ай бұрын

    Bazalwane ngokuzithoba egameni lika Jesu bengicela uma sithula ubufakazi sihlale nje endabeni sazi iziphi ingubo uNkulunkulu angazifuni awu ngilalele angizwa ukuthi yiziphi ingubo angazifuni uJesu sisizakale nathi

  • @EuniceMtsweni
    @EuniceMtsweni15 күн бұрын

    Mkhulu Ongakithi .Akawakhulumi Amanga Unkulunkulu loku awakuboniswa Umoya Oyincwele kuyiqiniso Amen

  • @jabulilemathenjwa6715
    @jabulilemathenjwa671528 күн бұрын

    Wadlala ngathi mama, uyasho kodwa awusho

  • @busimathews5873
    @busimathews5873Ай бұрын

    Yiziphi lezimpahla mama, nathi sizozigwema

  • @Yandisa75000

    @Yandisa75000

    18 күн бұрын

    Thrifting at MTN

  • @khanyingcobo6962
    @khanyingcobo696219 күн бұрын

    Yazi bazalwane the same holy spirit otshele lomama ngempahla can also tell you buzani umoya ongcwele uzonitshela lento yokufuna ukuzwa ngabantu yonki umuntu athi uNkulunkulu uthi iyo le ezonidukisa holy spirit guids every child of God

  • @Mlungisijali

    @Mlungisijali

    19 күн бұрын

    UJESU KHRISTU UYINKOSI Kunjalo nje. Kumele sizwe thina ukuthi uNkulunkulu uthini kithi. Angeke asidale aphinde esabe ukukhuluma nathi. Okwethu ukufuna ubuso bakhe abe esekhomba amabala angawafuni kithina.

  • @nombusobuthelezi7879
    @nombusobuthelezi7879Ай бұрын

    UJesu Kristu uyiNkosi.

  • @thozamabuda3348
    @thozamabuda334819 күн бұрын

    Glory to Jesus, siyabonga Mama, kuvakele.

  • @user-ju6kf2qn5e
    @user-ju6kf2qn5e27 күн бұрын

    Ukhuluma ngezimpahla lezi ezindlalwa phansi emigwaqeni ,eduze kwezibhedlela,abanye babiza ngokuthi kodunusa,abelungu uzobafica nabo bekudayisa emigwaqeni kubiza R10....ngoba okunye uzofuca ukuthi kuphume ngendlela okungeyona esitolo kuntshontshiwe okunye okwabantu asebashona....

  • @Mlungisijali

    @Mlungisijali

    27 күн бұрын

    UJesu Khristu uyiNkosi Siyabonga kakhulu

  • @noziphiwongejane9902

    @noziphiwongejane9902

    26 күн бұрын

    UJesu Kristu uyiNkosi. But bekumele achaze kahle abanye abanawo lomcabango onawo wena..

  • @khanyingcobo6962

    @khanyingcobo6962

    19 күн бұрын

    That is true impahla egqokwa omunye umuntu inomoya obowulawula lowomuntu second hand clothes are no no no vele

  • @noziphiwongejane9902
    @noziphiwongejane9902Ай бұрын

    Ngifisa umama ebengachaza banzi simuzwe kahle akaziqendi izigameko zakhe or ubufakazi bakhe

  • @Mlungisijali

    @Mlungisijali

    Ай бұрын

    UJesu Khristu uyiNkosi Sengikhulumile naye, uthi kuyiqiniso akaqedanga. Stay stunned.

  • @noziphiwongejane9902

    @noziphiwongejane9902

    Ай бұрын

    @@Mlungisijali siyabonga Baba

  • @londiwengema9546
    @londiwengema9546Ай бұрын

    Jesus Christ is Lord

  • @zanelezwane4004
    @zanelezwane400422 күн бұрын

    Syabonga NKOSI

  • @MondliQwabe-sn3fh
    @MondliQwabe-sn3fh17 күн бұрын

    Kochitha ilapho okuthathwa khona izimpahla.

  • @user-eo4oh5oj2q
    @user-eo4oh5oj2qАй бұрын

    Yikuphi entabeni nami ngiyamthanda uNkulunkulu

  • @Mzomkhulu_Shelembe

    @Mzomkhulu_Shelembe

    Ай бұрын

    UJesu Kristu uyiNkosi Ngicela ukubuza uhlala kuphi nendawo. Sinama branch ezindaweni ezihlukahlukene, kakhulukazi eKZN. EGoli sine branch eSoweto, Bara

  • @Mlungisijali

    @Mlungisijali

    Ай бұрын

    UJesu Khristu uyiNkosi ENtabeni Yendlu KaJehova Kuyabonelelwa (Gauteng) ise Soweto, eduze nesibhedlela i Bara. Inhloko ise Richard's Bay, KwaZulu Natal.

  • @user-eo4oh5oj2q

    @user-eo4oh5oj2q

    Ай бұрын

    @@Mzomkhulu_Shelembe Ngihlala Pietermartzburg eMbali

  • @Mlungisijali

    @Mlungisijali

    Ай бұрын

    UJesu Khristu uyiNkosi Ungaxhuma a nomfundisi Zondi waseMafakatini ku lenombolo 0820530451 noma umfundisi Zulu kule nombolo 0685729837

  • @user-eo4oh5oj2q

    @user-eo4oh5oj2q

    Ай бұрын

    @@Mlungisijali AMEN ngiyabonga

  • @hlengiwemazeka1037
    @hlengiwemazeka103723 күн бұрын

    Bese ngilindile phela umama uzosho uhlobo lwezingubo ezi gadingeki😢

  • @Mlungisijali

    @Mlungisijali

    23 күн бұрын

    UJESU KHRISTU UYINKOSI Ngokuvuma kweNkosi usazobuletha obunye ubufakazi. Lezi akhulume ngaze ngowazithenga emgwaqweni. Akasho ukuthi zonke izingubo ezithengwa kubantu abadayisa emgwaqweni ziyiphutha kodwa uNkulunkulu wazikhomba lezo okwakuyiphutha kuye ukuba zibe kuye. UNkulunkulu nguye owaziyo ukuthi zazitholakale kanjani.

  • @bongiwenomusa7422
    @bongiwenomusa7422Ай бұрын

    UJESU KRISTU UYINKOSI.

  • @zodwasibutha1855
    @zodwasibutha185519 күн бұрын

    Yiziphi Mah impahla ezingadingeki,,

  • @Yandisa75000

    @Yandisa75000

    18 күн бұрын

    SHE IS TALKING ABOUT THRIFTING

  • @MakhosazaneKhosi-fh2ks
    @MakhosazaneKhosi-fh2ksАй бұрын

    Ninjani? Angilizwa igama lalesitolo asishoyo umama ,sikuphi?

  • @leratomollo4056

    @leratomollo4056

    11 күн бұрын

    Clothes that are sold on the street from overseas

  • @leratomollo4056

    @leratomollo4056

    11 күн бұрын

    Second hand clothes

  • @zanelemahlangu7590
    @zanelemahlangu759019 күн бұрын

    Ngibambe yokuthi ku khulekiswe ama worshippers, enzeni kanti. Iziphi impahla uNkulunkulu engazi funi. I think this message was for her not the church.

  • @jabuphakathi37
    @jabuphakathi3720 күн бұрын

    Kipi was a wrong platform imali yezinyembezi

  • @NcamsileDlamini-to2xw
    @NcamsileDlamini-to2xw23 күн бұрын

    Mama uwukacali kukhuluma khuluma sive😅

  • @annahmotsa7182

    @annahmotsa7182

    21 күн бұрын

    😮😮

  • @annahmotsa7182

    @annahmotsa7182

    21 күн бұрын

    Aw nami solo ngimele timphahla.. ukhiphani make bo.. Sifuna kwenta livi make😢😢😢😢

  • @annahmotsa7182

    @annahmotsa7182

    21 күн бұрын

    Nami make uyangicaka....cha make akakwati kufakaza...yiziphi lempahla...

  • @sontofakude7724
    @sontofakude772429 күн бұрын

    Mama kanti yini?

  • @Mlungisijali

    @Mlungisijali

    29 күн бұрын

    UJesu Khristu uyiNkosi Ngokuvuma kweNkosi usazobuya afakaze.

  • @sontofakude7724

    @sontofakude7724

    29 күн бұрын

    Oh.....k...y🤔

  • @khanyingcobo6962

    @khanyingcobo6962

    19 күн бұрын

    😂😂😂😂

  • @ntsakosambo4912

    @ntsakosambo4912

    19 күн бұрын

    Where is this church

  • @Mlungisijali

    @Mlungisijali

    19 күн бұрын

    JESUS CHRIST IS LORD The church is in Richard's Bay but we have different branches across the country. Our branch is in Soweto, next to Bara hospital.

  • @zanelezwane4004
    @zanelezwane400422 күн бұрын

    Syabonga NKOSI