USHEMBE mkhulu kunokufinyelela kwemcabango yabantu...LALELA!
akusiyo into encane ukudelela izwi likankulunkulu...masihlobe sibe ingubo enhle kashembe, singazingcolisi, singahambi izindlela zababi, masihlale futhi sithembele kunkulunkulu sithande ushembe ngenhliziyo ephelele...1 abasekorinte, 13. verse 11-13...uthando luyinto enkulu.
Пікірлер: 36
Nkosi uze ukhumbule yonke imindeni yakhithi engasekho kulomhlaba nesaphila ,Amen.🙏🙏🙏
Kwangathi iNkosi enhle ibingasithanda,isiphe amandle nenqondo evundile ukulalela nokuhluza ngkwezi lakhe Aameen
Amen uyingcwele Amen nami Baba ngicela ungikhumbule ebusweni wakho waseZulu
Usikhumbule nkosi yamakhosi nemndeniyethu.usenze sihambekahle endleleniyakho 👏
Uzungikhumbule nkosiyami Kanye nomndeni wam amen
Shembe mkhulu fty uyesabeka Amen
Amen baba nyazi lwezulu
Amen ungikhumbule Bhombela stimela samampondo
Ameeeen🙏🙏🙏🙌👏👏
Amen baba
@shembe3327
5 жыл бұрын
Syabonga Qwabe
Baba uwena omkhulu Nyazilwezulu ngcela ungisize baba
Yeka umuntu eyithanda insimu yakhe
Amen 🙏
Nampa oNkulunkulu abagcotshwa UNkulunkulu wokuqala uBhombela umqali walokhukuhamba ILanga ne Nyangayezulu 🙏
@starrdonsa7813
16 күн бұрын
Ngicela ungakukhulumi ongakwazi, ngenkulu inhlonipho, ngoba lento oyikhulumayo izokufaka ehlathini. Uma uyiNazaretha awukukhulumi okuphezulu nathi, ukhuluma okulingene wena - okuyimisebenzi emihle kaShembe empilweni yakho, okunye ngeke uzuze lutho okuhle, kepha isqalekiso, ngoba uzoba necala elikhulu lokukhuluma ngomndeni kaShembe kungekho isdingo, bese uShembe achithe owakho awuhlakanise kabuhlungu, kungabimnandi, kube buhlungu bese usola yena uShembe. Ngiyakuncenga Ngcobo, kuyeke lokho
Thanda mina Shembe,nami ngithande wena
Nkosi nika indlebezethu ukulizwa
Siyabonga kakhul kodw
Ngicela ukubuza kwabaziyo ukuthi iyiphi lenkosi eshumayela la engathi iLanga kona noma kuzwakala ukuthi kakulona
@user-dk6mv8fi7c
Ай бұрын
Umsebe
I NKOSI. ISIBUSISE SONKE ESIZWE LELILIZWI.
UShembe Mkhulu kakhulu kunokumazi kwethu thina bantu basemhlabeni
Usikhumbule nkos yamakhos
ameni oyigcwele
Nkulunkulu woShembe usikhumbule uthambise inhliziyo zethu zibe nokuqonda,usiphe ukuhlakanipha kwase zulwini,nokukholwa
@phelelanithwala5673
Жыл бұрын
Akusiye umpanza ?
Shembe oyingcwele
@shembe3327
5 жыл бұрын
Syabonga Mangethe
Ubani oshumayela lana?
@user-ou5yp8oe1p
8 ай бұрын
Angizwa kahle Mhlambe uShembana 🤣🤣
@Cvx44
4 ай бұрын
Inkosi ILanga Lamalanga
@Cvx44
4 ай бұрын
@@user-ou5yp8oe1p wena uyisiphukuphuku nje
Amen🙏
@patriciamaps1465
4 жыл бұрын
Amen iNkosi ilanga yavela kimi ngisemsebenzini ngithathe ibuthongo obuncane. ngayibona iphakanyisiwe ngamabutho akwaShembe iphakanyiswe ngesihlalo sayo besho bethi USHEMBE UYINKOSI NGANGIKADE NGIYOCELA UKUTHI UNKULUNKULU KABABU SHEMBE ANGILAMULELE KWABEZIZWE ZIFUNA KUNGIXOSHISA NGIYAVUMA USHEMBE UYINKOSI AMEN
@sybongawiseman7565
4 жыл бұрын
@@patriciamaps1465 Amenii