UKUQINA UMTHAKATHI ACABANGE UKUTHI UYAKUSHAYA KANTI LUTHO

Kubalulekile ukuziqinisa umthakathi ageje ethi uyakushaya kanti akashayi wena

Пікірлер: 14

  • @christianosobzatwala7093
    @christianosobzatwala70932 жыл бұрын

    Mpunga ubusisiwe ngomsebenzi wakho. Uqhubeke njalo ngenhliziyo engancishani ngolwazi. Umanzini yindoda. Ncwane. Nyama kayishi salute

  • @duduzilelanga4209

    @duduzilelanga4209

    2 жыл бұрын

    Ngineminyaka engama-60 ngagana ngabuya emzini ngazithengela indlu ngihlala nabantwana bami. Angikaze ngiphahle, ngoba nasekhaya ngakhula kungaphahlwa. Uma ngiya kubathandazi kumbe izinyanga imithi ayisebenzi ngalendlela besivumelene ngayo akubi namehluko nomncane nje. Ngabe kwenziwa yini loko, sengibuya nakwaMhlaba uyalingana

  • @portiaroye4410
    @portiaroye44102 жыл бұрын

    Siyabonga Mpunga no mkhulu Manzini Umbuzo wam ingaba sivikeleka kanjani thina bantu singakwazi kufika kuye mkhulu manzini sibe sifuna uvikeleka ezitheni sibe sifuna yena asincede Ngoba lithobekile ithongo eliphethe lobaba

  • @zanenhlemsibi
    @zanenhlemsibi2 жыл бұрын

    Uswahla lensizwa uMkhulu Manzini. ✨

  • @mthokoza
    @mthokoza2 жыл бұрын

    Akusikona yini ukuthwetshulwa lokhu okushiwo wumanzini la? Ukuthwetshulwa kwesithunzi sakho, uma ungasekho ibanamuthelela muni lento?

  • @wonderfulnature806
    @wonderfulnature8062 жыл бұрын

    Sikhona yini isidingo sokuqina uma unesithunywa ?

  • @andriesmkhwanazi1547
    @andriesmkhwanazi15472 жыл бұрын

    Mpunga yesintu ngicela ukubuza Lapha ku Manzini ukuthi ngingakwazi yini ukwenza umuntu ongaba iwele lami angimele ezitheni ezifuna ukungibulala ngesikhali, mazigadla zigadle kuye angilwele izimpi zami kimi kungafiki lutho.

  • @bekithembathulebona3705
    @bekithembathulebona37052 жыл бұрын

    Utholakalaph nendawo mkhulu

  • @mxolisivilakazi7926
    @mxolisivilakazi7926 Жыл бұрын

    Utholakala kuphi u Mkhulu Manzini?

  • @mthokogazu3615
    @mthokogazu36152 жыл бұрын

    Mpunga yesintu ngyabingelela.Ngicela ukukhulume ngaloludaba nokuthi lulungiswa kwanjani. Uma insizwa yembathe nodadewabo kwathilakala umntwana,lowomntwana kumiswa kanjani ngaye? Wenzelwani kuze ahlale Kahle angabi mubi nasethongweni

  • @ncengimthembu2799

    @ncengimthembu2799

    Жыл бұрын

    Awu awu awu niyenza kanjani kodwa into enje,shwele ezulwini kubo kaJesu😭😭😭😭

  • @mbngcobo6526
    @mbngcobo65262 жыл бұрын

    Mpung if waphikwa esbongwen sasekhaya kobaba usase Khalwen wakhulela ekhaya komama waze waba na 25. Angiwazi Lomnden wakwa baba. Kodwa sekufika khehla lakhona selifun ukunginik msebenzi? Ngenze njan? Coz ngaphikwa futh angiwaz loyamnden

  • @sizwevincentnxumalo1639

    @sizwevincentnxumalo1639

    2 жыл бұрын

    Ithanda ukuba nzima lena ngike ngabona umfanekiso oqoshiwo kudlozi lami. Lekhehla lathi lona njengomzali alimphikanga umntwana wabo usabhekane namacala akhe okumphika

  • @mbngcobo6526

    @mbngcobo6526

    2 жыл бұрын

    @@sizwevincentnxumalo1639 letha iyinkinga kacool coz kwabazali abasekho bonke bashona. Kwa Family angiyazi. Inkiya nkiya lena