Indlela yokwamukela inhlanhla ovezelwa yona ngaMaphupho - RIP Sbhozabhoza

Uma uphupha iphupho elikhomba inhlanhla awuhlali ugoqe izandla kodwa kumele uyihlangabeze inhlanhla yakho ndlela thize

Пікірлер: 51

  • @refiloemphahlele9725
    @refiloemphahlele9725 Жыл бұрын

    Beautiful way to round up the year. Makhehla✋🏾🕯

  • @musawrnkosi45musawrnkosi63
    @musawrnkosi45musawrnkosi63 Жыл бұрын

    Mina kade ngihamba akulungi sengiyaphila ngoba kuyaphilwa ngiyasebenza angiyiboni imali nabantu bayangizonda ngibe ngingenzanga lutho

  • @phililemtetwa6145
    @phililemtetwa6145 Жыл бұрын

    RIP kulomfo ngimkhonzile ngyawuthanda umoya wakhe kuma video akho Mpunga Yesintu

  • @BT_IndigenousLife
    @BT_IndigenousLife Жыл бұрын

    Syabonga ukucaciselwa, inkinga kwabona abelaphi abasathembakali bayay thwebula inhlanhla yabantu manje ey kubi, nam ngingomunye ohleaz ephupha ecosh imali Noma ngphuphe amanzi aclean kodwa ngiwasabe.

  • @winilehlongwane7832
    @winilehlongwane7832 Жыл бұрын

    Sibonge Mkhulu ngalencazelo. Yimi lowo ohlale ephupha imali ecosha imali emhlophe even ama notes..nawo futhi amanzi acocekile abonakala o-fish ohakathi kodwa angikaze ngithole lutho in real life okubonakalisa ukuthi benginephupho lenhlanhla yafika futhi. So nje sengize ngagcina ngingasenandaba nawo cos vele ngigcina ngingabonanga niks

  • @thabanicharles9644
    @thabanicharles9644 Жыл бұрын

    Ngibonge Mpunga yesintu yazi lesihloko enisdingidayo namuhla yaz indlela engikhonjiswa ngayo izipho ngize ngibe nokudideka ngoba izinto ngiyazama ukuzenza ekhaya kodwa kunhlanga zimuka nomoya...imali ize ilethwe ngisho ogogo nomkhulu ephusheni kodwa ayifinyeleli nhlobo kimi..maningi kakhulu amaphupho enhlanhla kodwa awafezeki..ngisho inkosazane yamanzi ngiyayibona..inkanyamba ngiyaybona..ofishi ngiyabadoba emanzini amahle ngibabambe kodwa lutho inhlanhla...ilotto ke yona angsazi kukangaki ngiyigeja kancane..bafije omkhulu nezinumber zonke kodwa mangiphaphama ngikhohlwe..2019 ngageja u 33M kwakwi powerball plus nalapho kwakfike umkhulu wanginika izinumber kodwa ngageja ngazikhumbula seziphuma and zaphuma zonke kodwa ngazikhohlwa ngisaphaphama kwathi seziphuma zonke zaphuma..manje nje ay angisazi mina manje..maningi kakhulu amaphupho enginawo

  • @sinenhlanhlanzuza6974
    @sinenhlanhlanzuza6974 Жыл бұрын

    Yaci mina ngaphupha unyazi lwezulu lungipha i R30 ngithe uma ngibuza kwathiwa kunehlanhla ezayo inkinga yami ukuthi ngizoyihlangabeza kanjani

  • @yvonnemlungwane3425

    @yvonnemlungwane3425

    Жыл бұрын

    Hamba yonikela khona embengeni

  • @sizakelemyeni4819
    @sizakelemyeni4819 Жыл бұрын

    Siyabonga...Makwande Makukhanye 😇💫

  • @mazwimgwebi1096
    @mazwimgwebi1096 Жыл бұрын

    Waze wayibeka kamnandi Sibhozabhoza nyang'enkulu. Ungichaza uma uthi liyavaleka lelidlozi eliphazamisa izinto zakho ukuthi zingafiki kuwena. Mina nginaleyonkinga ngqo. Izinyanga nezangoma zikhala ngenkinga yesibongo.

  • @fnzkgbjtg7973
    @fnzkgbjtg7973 Жыл бұрын

    Yaz kungakuhle manisibonisa nibuye nisho usizo sibgaluthola kuban enaziyo uzosenzela iqiniso

  • @langalethukhanyile8655
    @langalethukhanyile8655 Жыл бұрын

    Ngakhala izinyembezi. Ngathi ingafika kahle kwelamathongo eyakwaMadida. Uyibekile induku ebandla.

  • @thamsanqamazubane4774
    @thamsanqamazubane4774 Жыл бұрын

    Kwangathi kukhulunwa nami, mmmm dololo uma sekumele ngithole inhlanhla ,

  • @jacknkosi8309
    @jacknkosi8309 Жыл бұрын

    Ei nathinta into engihluphayo kumanje yazi ngenyanga edlule kwenzeke imhlola uthe ubaba eyozilungisela izinto zakhe kwenye inyanga yafike iyamuhlolela yathi uhlala nesgwili endlini uthi wabuza ukuthi usho bani yathi ngisho UI umfana wakho khona into azalwa ifumbathiswe yona komalume bakhe ei lapho mina ziyanginetha zinto azihlangani

  • @siphesihlethabede6460

    @siphesihlethabede6460

    Жыл бұрын

    Mtakababa kuvele kuthi ngikhale makushiwo njaloh kodwa kubiza ukusebenza kanzima ukuze sifinyelele lapho

  • @jacknkosi8309

    @jacknkosi8309

    Жыл бұрын

    @@siphesihlethabede6460 ei ngempela ngiyazama noma kunzima

  • @mandlantsele8785
    @mandlantsele8785 Жыл бұрын

    Ngithanda i shirt lika sboza'boza lama khosi lihle bandla

  • @tebohorikhotso5722
    @tebohorikhotso5722 Жыл бұрын

    Yimi yolo ngaphupha ngizocosha imali.

  • @oneoonrenaissanceself4003
    @oneoonrenaissanceself4003 Жыл бұрын

    Siyabonga Gogo no Mkhulu, siyathoza; Dlozi, Amathongo, Makhosi Amakhulu ngenkanysilo, yakho ...Makube njalo 👏👏👏

  • @mapulamamabolo3602
    @mapulamamabolo3602 Жыл бұрын

    👏🏽👏🏽👏🏽@impunga please include subtitles

  • @mlungiselelidyantyi8153
    @mlungiselelidyantyi8153 Жыл бұрын

    Siyabonga iyasichaphazela kakhulu le

  • @portiaroye4410
    @portiaroye4410 Жыл бұрын

    Siyabonga 🙏🙏🙏

  • @nothingbutthetruthno1682
    @nothingbutthetruthno1682 Жыл бұрын

    Eyabani lengoma ehlala la

  • @mbngcobo6526
    @mbngcobo6526 Жыл бұрын

    Mpunga umama washona enecala le abortion. Manje angaz ngenze kanjani

  • @thabodlamini6076
    @thabodlamini6076 Жыл бұрын

    Mmm uyabonakala umsebenzi we mpunga yesintu tv, uShembe aniphe amandla 70k 👏👏👏👏

  • @Mr_Clive
    @Mr_Clive Жыл бұрын

    Amen 🙏💯

  • @powerbase9552
    @powerbase9552 Жыл бұрын

    Siyabonga Mpungaaaaa nosbhozabhoza

  • @nomangesinthala8948
    @nomangesinthala8948 Жыл бұрын

    Road to 70 000 subscribers 🙏🥳🥳

  • @siyasangamali6993

    @siyasangamali6993

    Жыл бұрын

    Eish Noma, I logged in this video knowing it very well I'll see you. I wanted to inform you about Tatu Bhele death on the 30 October and was buried 12 Nov here in East London. Rest in Eternal Peace Vusilanga Lasenge. He was murdered by one of our South African Traditional healers for telling people to think twice before taking isithwalo. 🙏🙏🙏🥱👍

  • @nomangesinthala8948

    @nomangesinthala8948

    Жыл бұрын

    @@siyasangamali6993 I can't believe what I'm reading. I'm so shuttered.. . I knew he was sick but I didn't think he would die. KZread can be a dangerous space. I'm so heartbroken 💔💔😭😭😭

  • @namhladlomo1140
    @namhladlomo1140 Жыл бұрын

    Njalo Siya Kuma interview kodwa umsebenzi asiwutholi

  • @thembamdlongwa5586
    @thembamdlongwa5586 Жыл бұрын

    Thokoza Mkhulu Ngcobo.

  • @melulekizondo
    @melulekizondo Жыл бұрын

    Mkhulu

  • @sibongisenimaphumulo
    @sibongisenimaphumulo Жыл бұрын

    Cha kufuneka ngiyisukumele lento

  • @elsientuli5134
    @elsientuli5134 Жыл бұрын

    Kungani idlozi elibi linamandla ukudlula elihle?

  • @lupumlogp7383

    @lupumlogp7383

    Жыл бұрын

    Sicela I Mpunga ikhe yenze umfanekiso oqoshiwe ngale Topic 🙏

  • @drsbhozabhozatv8439

    @drsbhozabhozatv8439

    Жыл бұрын

    Kulula ukubhidliza kunokwakha

  • @khanyisanisibiya688

    @khanyisanisibiya688

    Жыл бұрын

    Ngokucabanga Kwami Izinto Ezinhle You Earn Them Lokho Kuvela As The Universe Law Izinto Ezimbi Zona Azisetshenzelwa Kanzima Kodwa Ziyazifikela Kubantu Ngoba Zifuna Indawo. Like Umkhokha Noma Ufunzo Olubi Luvame Ukudlulela Kakhulu Ngoba Ayikho Into Okumele Uyi Earn For Lona Than Oluhle You Earn It Maybe Yingakho Kubukeka Ngathi Elibi Linamandla Than Elihle. Impilo Sanikwa Ukuthi Siyisebenzele Kwasekuqaleni Komhlaba, Yingakho Kukhona Isizulu Esithi Isisu Asikweletwa, Noma Ayikho Inkomo Yobuthongo

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Жыл бұрын

    Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, amadlozi, izinyanga, nangamasiko? Deuteronomy 18:9-12,Mark 7:7-9,13.

  • @vusimngomezulu2500

    @vusimngomezulu2500

    Жыл бұрын

    @@missmatic888 Find answers in the Bible 2thimoty 3:16-17,2PETER 1:20-21.

  • @vusimngomezulu2500

    @vusimngomezulu2500

    Жыл бұрын

    @@missmatic888 Sony Jess but only the Bible is our direction from Jehovah God Psalms 119:105,2thimoty 3:16-17, God used people to right the Bible and the Bible is word of God John 17:17, only the Bible is teaching us the truth from Jehovah God John 8:32.

  • @vusimngomezulu2500

    @vusimngomezulu2500

    Жыл бұрын

    @@missmatic888 Eg no one of nowadays saw Shaka Zulu but we believe he was alive because we read about him in the books of history.

  • @vusimngomezulu2500

    @vusimngomezulu2500

    Жыл бұрын

    @@missmatic888 I did research from the Bible Proverbs 2:1-7,and find that only the Bible is teaching us the truth from our God create but all people are teaching us lies Roman's 3:4.

  • @vusimngomezulu2500

    @vusimngomezulu2500

    Жыл бұрын

    @@missmatic888 What is the right direction from our God create without the Bible Jess?