Ukuphupha umlingani ekushiya, isembatho zezangoma, imbuzi emhlophe, uhlaba inkukhu | Pastor weNingi

Ukuphupha umlingani ekushiya, isembatho zezangoma, imbuzi emhlophe, uhlaba inkukhu | Pastor weNingi

Пікірлер: 28

  • @ntombintshinga6283
    @ntombintshinga6283 Жыл бұрын

    Amen Pastor weningi

  • @treasuremkhwanazi656
    @treasuremkhwanazi6562 жыл бұрын

    Molo Nceku kusho ukuthi I ukuphupha umuntu ekuhleka kodwa engasho lutho...

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    2 жыл бұрын

    *Uma uphupha omunye umuntu ehleka;* wuphawu olusuke lukuxwayisa ngokuthi uzungezwe unomngani/abangani bamanga noma ujwayelene nabantu abangalungile empilweni. futhi *Uma uphupha omunye umuntu ehleka;* wuphawu olungabika ukudabuka, noma usizi noma noma uhaqwa izinkinga noma ukwehlukana nomlingani wakho esikhathini esizayo.

  • @treasuremkhwanazi656

    @treasuremkhwanazi656

    2 жыл бұрын

    @@NufliqOnline thank you nceku coz i was a bit confused ubaba endlini uye ophuphe usisi wami amuhleka and vele we got problems nje ngaye losisi wami akalungile ngandlelana thize

  • @matshabalalaeleki
    @matshabalalaeleki2 жыл бұрын

    Siyabonga Pastor wethu.

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    2 жыл бұрын

    thank you, MaTshabalala. Stay blessed

  • @mariamoagi1759
    @mariamoagi17592 жыл бұрын

    Pastor please assist ukuphupha Umuntu okhibazekile kuqazani?

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    2 жыл бұрын

    *Uma uphupha ubona isishosha;* wuphawu olungasho ukuthi abantu bazokuhlonipha noma bakwethulela isigqoko maduze futhi kungenzeka kunomuntu ozoqaphela imizamo nokuzikhandla kwakho futhi uzokunikeza umsebenzi noma uzokweseka empilweni. *Uma uphupha ubona isishosha;* wuphawu olungasho impumelelo ezayo esikhathini esizayo. *Uma uphupha ubona umuntu okhubazekile;* wuphawu olubi futhi oluyisixwayiso sokuthi ungase udibane nesimo esiyinhlekelele noma esingemnandi nesizokudumaza kungekudala.

  • @nomphumelelomagagula1912
    @nomphumelelomagagula19122 жыл бұрын

    Good afternoon pastor.ngiphuphe ogogo nomkhulu engingabazibefikekhaya bethibezekimi .they then ordered me to pray ngiphethe imbhokodo Le ncanekahle I potable kanyenamanzi ayi 2 liters. Basebekhulumabethi kukhona abakuzelelaphakimi a bezel ukuzongazisakona.ngisathingiselalelekuthibathini awu umntwana wanyakaza ngathintekangaphaphama bengashongo ukuthibezeleni

  • @nosiphohiccunjani732
    @nosiphohiccunjani7322 жыл бұрын

    Sawubona Pastor umntwana uphuphe umkhulu wakhe ehanjwa inyoka, kodwa ingamlumi imhamba nje, ingabe kuchaza ini Pastor?

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    2 жыл бұрын

    *Uma ubona umuntu ehanjwa inyoka ingamlumi;* wuphawu olungabika ukuvakashela idlozi/ukukhothwa idlozi noma usuke ezulelwa amanqe lomuntu kufanele aqaphele. *The problem is you’re not detailed.*

  • @vanithandlovuvanitha8404
    @vanithandlovuvanitha84042 жыл бұрын

    Amen 🙏🙌

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    2 жыл бұрын

    All the Glory be to God, our Lord. Stay blessed

  • @fikilenxumalo4754
    @fikilenxumalo47542 жыл бұрын

    Sawubona poster ngivuke nephupho ngibona izinkukhu eziningi ezimhlophe

  • @nomphumelelomagagula1912
    @nomphumelelomagagula19122 жыл бұрын

    Pastor ngikengaphupha omunyu gogo engimaziyo uyisangoma engiphahlela ngekhandlela Eli white.ethandazela nezembathozami ezibekendawonye.phezukwazobesekwengezwe ijazi engingenalo lombala owengwe mabalabala

  • @simthembilesicoto5112
    @simthembilesicoto51122 жыл бұрын

    Sesikhona sithi sesikhona ngenani sihlaleni kuyahlaleka and kumnandi

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    2 жыл бұрын

    Ngiyabonga kkhulu my brother, May the Lord, God bless you abundantly.

  • @lindiwelindi1426
    @lindiwelindi14262 жыл бұрын

    Sbonge Pastor ngokuscacisela

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    2 жыл бұрын

    Thank you Lindi. INkosi ithel'umusa

  • @nomawethungomane7412
    @nomawethungomane74122 жыл бұрын

    Sawubona. Ngicela ukubuza, kuchaza ukuthini ukuphupha indoda engishelayo ifika Kimi ithi ngimukhaphe ayofuna inkomo, bese ubuya Kimi ehamba ne nkomo ekhuluphele e brown ayiletha kimi.

  • @paulinajwalanimfene3574
    @paulinajwalanimfene35742 жыл бұрын

    Sawubona Pastor, Kushokuthini ukuphupha isangoma ephahlela wena, ephahla on my behalf. And than we lying on the bed with this sangoma nomfazi wakhe and than me I was lying on the same bed but on the opposite direction on their feet and I'm pregnant

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    2 жыл бұрын

    1. *Uma uphupha isangoma sikuphahlela;* wuphawu olungabika ukuthi unalo ubizo lobungoma noma lesosangoma isona esingakusiza ekutheni uxhumane nedlozi lakho. Kepha *Uma uphupha isangoma sikuphahlela futhi kunguthi uyasazi;* wuphawu olungasho ukuthi kungenzeka sizama or sizozam ukukucela ethongweni lakho ukuze ugcine sikuthwasisa noma nithandana. 2. *Uma uphupha ulele embhedeni owodwa nesangoma nonkosikazi waso;* wuphawu olungabika ukuthi leso sangoma sinemizwa yakho noma wena unemizwa yaso noma sizofuna ukuthi ukuthi nithandane noma ube nguNkosikazi wesibili waso. 3. *Uma uphupha ukhulelwe;* wuphawu oluhle olungase lukhombe izinguquko ezinhle ezizayo empilweni yakho. *Uma uphupha ukhulelwe;* wuphawu oluhle olungasho isibusiso esizayo noma umklamo nezinhlelo omatasa ngazo zingase ziphumelele maduze.

  • @paulinajwalanimfene3574

    @paulinajwalanimfene3574

    2 жыл бұрын

    @@NufliqOnline ngiyabonga pastor🙏🙏

  • @nombusonombuso8960
    @nombusonombuso89602 жыл бұрын

    Sawubona poster Ngicela kubuza kuchazani kuphupha ukhulelwe n mawutoboza isisu yayizwa ingane eswini.

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    2 жыл бұрын

    *Uma uphupha ukhulelwe;* wuphawu oluhle olungase lukhombe izinguquko ezinhle ezizayo empilweni yakho. *Uma uphupha ukhulelwe;* wuphawu oluhle olungasho isibusiso esizayo noma umklamo nezinhlelo omatasa ngazo zingase ziphumelele maduze.

  • @noxoloprecious6966
    @noxoloprecious69662 жыл бұрын

    Baba ukuphupha ndithandazela umuntu ebanjwe si stroke ehambelwa nangumqondo wakhe

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    2 жыл бұрын

    *Uma uphupha uthandazela umuntu;* wuphawu olungabika ukuthi uNkulunkulu ukubizile ukuba umlamulele lo muntu enkingeni yakhe uma kungukuthi uyamazi. Kungenzeka uma esenkingeni noma egula uma umkhulekela uzolulama ngokushesha. *Uma uphupha uthandazela umuntu;* wuphawu olungasho ukuthi ungumuntu onomusa nesihawu futhi ongazibangeli yedwa kepha okhathelele novikela abanye abantu.

  • @noxoloprecious6966

    @noxoloprecious6966

    2 жыл бұрын

    @@NufliqOnline ngiyabonga baba,