Ukuphupha ulwembu noma isicabucabu |@pastorweningi

Ukuphupha ulwembu noma isicabucabu | @Pastor WeNingi
#Dreams #pastorweningi #nufliq

Пікірлер: 24

  • @user-zr1kv4qs9y
    @user-zr1kv4qs9y3 ай бұрын

    Thokoza mkhulu siyabonga

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    3 ай бұрын

    You're welcome, siyathobeka INkosi ikulonde

  • @PrudenceNonhlanhla-fp1dm
    @PrudenceNonhlanhla-fp1dm17 күн бұрын

    sawubona pastor umfana wami uthi belikuyena ngicela ukubuza kuyafana nencazelo yakho ngiyabonga

  • @lungamakambi6405
    @lungamakambi64052 ай бұрын

    Thank you Pastor ❤ndicela ukubuza uma uphupha ubona izicabucabu ezi4 zipink ngabe kuchazani

  • @boojuice9476
    @boojuice94766 ай бұрын

    Amen… ngiphuphe isgodlo sangaphansi komhlaba kodwa mina bengisesigodlweni ngaphezulu kukuhle kulesisgodlo kepha lesi sangaphansi besimnyama singasabisi kodwa Kukhona ugogo noKhulu bebengagugile kakhulu bangi jabulelile mabengibona baze bazazisa njengo Gogo noKhulu wami sekuthi mengiqalaza la Kukhona ingane ebizidlalela ngizothi ilekadadewethu isencane mengisondela esgodlweni sangaphansi Kwabe sekuqhamuka isicabucabu esikhulu esimnyama ebesi gcwebezela sisihle besingasabisi bekungathi inkalankala ugogo wasibona sithi siyacasha emithini ebibekiwe ngaphandle uGogo ubesesifuna lapho sithi sicashela khona wasikhipha wasikhiphela ngaphandle ngeke ngithi usishayile ngoba ubengasibulali futhi asifanga kuphela nje ubesisusela ukuthi singangeni esigoddlweni

  • @buyiletshabalala6897
    @buyiletshabalala68975 ай бұрын

    Syabonga Pastor, ngiphuphe isicabucabu esikhulu sibaleka endlini ngasifuna azange ngisithole ngoba bengifuna ukusubulala , ngavuka 😊

  • @thabisonkonzomnyazana8085
    @thabisonkonzomnyazana8085 Жыл бұрын

    You are the best pastor thank you

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    Жыл бұрын

    Thank you so much, have blessed night.

  • @bridgetmlalazi4879
    @bridgetmlalazi48799 ай бұрын

    Mara Mina ngilithole esihlahleni

  • @nomfundomsibi4093
    @nomfundomsibi4093 Жыл бұрын

    Ngiyabonga impendulo pastor. uNkulunkulu akubusiso njalo njalo.

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    Жыл бұрын

    Thanks, Stay blessed

  • @ThandekaMpungose-kl7pr
    @ThandekaMpungose-kl7pr2 ай бұрын

    Hi pastor kuchaza ukuthini ukukuphupha lukugoqile umzimba wonke

  • @nonkululekoluvuno
    @nonkululekoluvuno Жыл бұрын

    Thank you so much ngezincazelo zakho kwande 🙏🙏

  • @ntandokaziimbongiyolwazi5262
    @ntandokaziimbongiyolwazi5262 Жыл бұрын

    Ngyabonga ngencazelo baba

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    Жыл бұрын

    thanks, stay blessed

  • @wandilemnguni4793
    @wandilemnguni4793 Жыл бұрын

    Kusho ukuthini ukuphupha unikwa umuzi omusha kuthiwa owakho

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    Жыл бұрын

    *Uma uphupha wamukela indlu njengesipho noma ifa;* wuphawu oluhle olungasho ukuthi uzokuba nenhlanhla futhi uthole nothando uphinde ukwazi nokufeza izinhlelo zakho . *Uma uphupha wamukela indlu njengesipho noma ifa;* wuphawu olungakhombisa uzothola ukuvikeleka nokuphepha futhi uzokuzoba nenani elikhulu lamathuba empumelelo empilweni yakho. *Uma uphupha wamukela indlu njengesipho noma ifa;* wuphawu oluhle olungachaza ukuthi kunenjabulo, ukunethezeka nokwaneliseka ozokuthola maduze *Uma uphupha wamukela indlu njengesipho noma ifa;* wuphawu olungabuye luchaze ukuthi inani lesipho, inzuzo noma impumelelo ongase uyithole empeleni angeke ifike kulokho obukululindele.

  • @bridgetmlalazi4879
    @bridgetmlalazi48799 ай бұрын

    Tnx Pastor I had this dream yesterday

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    9 ай бұрын

    Ok, I hope usizakele futhi unelisekile. Stay blkessed.

  • @bridgetmlalazi4879

    @bridgetmlalazi4879

    9 ай бұрын

    Yes Pastor tnx

  • @UnathiMahlamvana
    @UnathiMahlamvana Жыл бұрын

    Molweni....mna bendisacela ukuba kuteta ukuthini ukuphupha udliwa sisicabucabu esikhulu esandlen...enkosi

  • @ayandashabalala2354
    @ayandashabalala2354 Жыл бұрын

    Good day pastor ngiyathemba konke kusahamba kahle ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ulele embhedeni uzwe ubizwa ngegama lakho ngathi umuntu uyakuvusa, uma uvuka ephushweni ngathi u late ukuthi ukungiselele izingane ziye e creche/eskoleni

  • @babalwafihla2583
    @babalwafihla2583 Жыл бұрын

    Sawub poster uma uphuma ingubo yesele kusho ukuthini

  • @babalwafihla2583
    @babalwafihla2583 Жыл бұрын

    Sawubona poster bengiyizwa ukwazi ukuthi ma uphupha isibuko uceda ukusibeka ebondeni manje mawusibheka esophukile

Келесі