Ukuphupha ubeletha | @pastorweningi

Ukuphupha ubeletha
Join our channel:
kzread.info/dron/6V-DcdaN0yXygeLk6nV4Ag.htmljoin
Please Like, Share and Subscribe for more Visuals.

Пікірлер: 22

  • @ThabiGumede-of8su
    @ThabiGumede-of8suАй бұрын

    Ngisacela ukubuza ukuphupha unwabu oluhlaza lunama qhabhaqhabha amyama

  • @ThabiGumede-of8su
    @ThabiGumede-of8suАй бұрын

    Ngicela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha wopha amahlulu ube ukhulelwe

  • @nombusodlamini5234
    @nombusodlamini523418 күн бұрын

    Makabongwe, ngcela ukubuza ngiziphuphe mina bengsesitolo eshoprite ngthenga izimpahla ikakhulukazi bekuyizimpahla zokundlala osofa nemibheda ngthe sengyokhokha sengikukayini uma sengfike etilin ngivesane ngsikwe ngibe umuntu oya eLabour kuqhamuke omama abawu2bangiqhumisela amanzi ngezwa nami ngaphakathi kukhona into eqhumayo bathi angibuyele laphana eceleni ngimashe kodwa sengyayizwa nami ukuthi ingane ifuna ukuphuma,ngadlulisa labobaba abekade bekulayini ngaphaphama kodwa mina angikhulelwanga bengijabule futhi ngithi ingane ngzoyincelisa ibele.

  • @immaculatemagcwabaza621
    @immaculatemagcwabaza6213 ай бұрын

    Amen

  • @Vuvu329
    @Vuvu3292 ай бұрын

    Amen mkhulu 🙏🙏

  • @user-ug3hw5wv1f
    @user-ug3hw5wv1f3 ай бұрын

    Amen❤

  • @phumlilemabotha6379
    @phumlilemabotha63796 ай бұрын

    Amen Pastor nalamuhla ekseni siyabonga Nceku🙏🙏

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    6 ай бұрын

    thank you, be blessed.

  • @LwaziNdlovu-zn5ns
    @LwaziNdlovu-zn5ns6 ай бұрын

    Siyabonga Pastor, ukuphupha umama wakho ebeletha amawele angabafana kodwa yena engumuntu osemdala kakhulu kuchazani

  • @Vikile_Mtshali
    @Vikile_Mtshali6 ай бұрын

    Ngyabonga pastor. Waya ngqo ephushen lam. INkos ibe nawe. Kwande.

  • @LusiweRadebe-nz9ns
    @LusiweRadebe-nz9ns3 ай бұрын

    Sawubona pastor , yazi khona umuntu othi ungiphuphele ngitetile ingane yomfana Ngicela ukubuza ukuthi kuchaza ukuthini

  • @nonoejack8222
    @nonoejack82226 ай бұрын

    Molweni Pastor , ndicela ukubuza Pastor Uma uphupha ugibele ibus nomuntu wakho then ime ibus Ehle yena ukuyozingceda ngasese. Ibus lisuke limshiye mina ngiphathi kwalo .kungaba kushon ngiyabonga

  • @sukoluhlempofu1097
    @sukoluhlempofu10976 ай бұрын

    yay only me

  • @phumlilemabotha6379

    @phumlilemabotha6379

    6 ай бұрын

    😂😂sukoluhle

  • @phumlilemabotha6379

    @phumlilemabotha6379

    6 ай бұрын

    😂😂sukoluhle

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    6 ай бұрын

    thank you. be blessed

  • @NolithaGelebe-ey6tv
    @NolithaGelebe-ey6tv4 ай бұрын

    Morning Pastor, ndicela ubuza kuthetha ukuthini ukuphupha ubelekiswa nge operation, ngenxa yokuthi uye wane complications, nomntana intliziyo yaphantsha ukuma but wakhawuleziswa nge operation, usinziwa ngabelungu abangabawesizane be hamba ngaze but izitho zabo zangasese zifihliwe, bathi sebebusy operation leyo ugabhe white and thick vomitus, xa bekhupha umntana ngumlungu nomntana but umfana kancane nelatborn yam, asuke a khule kwangoku ebenangathi una 3-5years. Enkosi Pastor.

  • @cebosmngunicebos3627
    @cebosmngunicebos36276 ай бұрын

    Ngibingelele Mfundisi and to every1 Cela ukubuza then uma umuntu wesilisa ephupha umuntu ethandana Naye aseGumbini lokubeletha kusho ukuthini...? Then after she gave birth she ask ukuthi sizomcamba igama elithini umtwana

  • @LebohangGaylordRadebe
    @LebohangGaylordRadebe5 ай бұрын

    Hello Pastor, may I please ask what does it mean to dream of blood, thank you

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    5 ай бұрын

    1. *Uma uphupha igazi;* wuphawu oluhle uma ulihlanza; lusho ukuthi lindela inhlanhla nempumelelo emkhakheni wakho. 2. Futhi *Uma uphupha igazi;* wuphawu oluhle ulihlanza; lusho ukuth sekuseduze uphume ekuhluphekeni kwakho. 3. *Uma uphupha igazi;* wuphawu olubi uma lopha; lusho usizi nokudelelwa, nokuthi uzolahlekelwa ikakhulukazi ngokwezimali esikhathini esiseduze esizayo. 4. *Uma uphupha igazi;* wuphawu olubi uma lopha; lusho isikhathi sezinkinga nezinkathazo ezinzima esizayo. 5. Futhi *Uma uphupha igazi;* wuphawu olubi uma lopha; lusho ukuthi ungase uphuphunyelwe yisisu uma ukhulelwe. 6. *Uma uphupha igazi;* wuphawu olubi uma ulikhwehlela; lusho ukuthi ungase ubhekane nengxababo, nokuhilizisana nomunye. 7. *Uma uphupha igazi;* wuphawu olubi uma lopha komunye; lusho ukuthi lomuntu usezinkingeni futhi udinga usizo nokwesekwa. NgokukaMathewu 9:20 Bheka, owesifazane owayenomopho iminyaka eyishumi nambili weza emva kwakhe, wathinta umphetho wengubo yakhe. 8. *Uma uphupha igazi;* wuphawu olubi uma liphuma ngamakhala; lusho ukuthi uzothola imali engafanele, noma kunesigameko sokuphuphuma kwesisu esizayo maduze. 9. Futhi *Uma uphupha igazi;* wuphawu olubi uma liphuma ngamakhala; lusho ukukhula, nempilo enhle futhi ende kwesinye isikhathi.

  • @phumlilemabotha6379
    @phumlilemabotha63796 ай бұрын

    Amen Pastor nalamuhla ekseni siyabonga Nceku🙏🙏

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    6 ай бұрын

    thank you, be blessed.

Келесі