Ukuphupha izingubo zokugqoka ezintsha | @pastorweningi

Ukuphupha izingubo zokugqoka ezintsha

Пікірлер: 96

  • @user-er9ei5vl9d
    @user-er9ei5vl9d20 күн бұрын

    Sawbona pastor, ngabe kusho kuthini mawuthenga izimpahla zangaphansi ephupheni. Ngibonge usazophendula🙏🙏

  • @NomthieMbatha
    @NomthieMbatha25 күн бұрын

    Amen pastor

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    25 күн бұрын

    stay blessed, always.

  • @user-wj4mz3bq7r
    @user-wj4mz3bq7rАй бұрын

    Kusekhaya Nami angisayindawo Pastor 🙏🏼

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    Ай бұрын

    ngiyabonga, futhi ngiyathobeka INkosi ikulonde zikhathi zonke

  • @FaithSRadebe-ee4gc
    @FaithSRadebe-ee4gc15 күн бұрын

    Ngiyabonga pastor weningi ngale channel usize abantu abaningi kakhulu especially for me cishe half wamaphupho Ami engiqathole kule channel angisizile...may God bless you and your family

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    15 күн бұрын

    Ngiyathobeka kakhulu, Ngiyabonga. INkosi ikwenzele okuhle kodwa

  • @SmangeleMasango
    @SmangeleMasangoАй бұрын

    Power waze wamuhle Jesu AMEN

  • @snenhlahlankwanyana9550
    @snenhlahlankwanyana95505 күн бұрын

    Sawbona Pastor hope uryt Bengcela ukbuza ukt kusho ukuthin ukphupha sengath uthola izimpahla zakho zokugqoka ebezilahlekile/ okanye uziqoqa ngoba kade uzitholile

  • @ziziphobutshingi9679
    @ziziphobutshingi9679 Жыл бұрын

    I’m glad I found your channel🤞🏼🤞🏼..God bless you.

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    Жыл бұрын

    Welcome! and stay blessed

  • @khanyisagumede6432
    @khanyisagumede643215 күн бұрын

    Asibonge

  • @NamsoZonke
    @NamsoZonkeАй бұрын

    Molweni pasta kunjani Tata ndicela ubu xa uthenhisa impahla

  • @khethiweduma3611
    @khethiweduma3611 Жыл бұрын

    Ngyabonga ngencazelo, utixo akubusise, akwandisele and akulonde. Thank you 🙏

  • @yvonnemlungwane3425
    @yvonnemlungwane3425 Жыл бұрын

    Ngiyabingelela Pastor becela ukubuza mophupha uphiwa impahla zomuntu azizintsha kodwa Zinhle uyakhetha nibaningi bekusemsebenzini necathulo ezintsha bekuzimpahla zomqashi wami

  • @user-nr1wd4sw1w
    @user-nr1wd4sw1w10 ай бұрын

    Amen baba sacel kubuza mawphupha njalo uphiwa izingubo zengane

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    10 ай бұрын

    1. *Uma uphupha izingubo zengane;* wuphawu oluhle uma uziphiwa; lusho izindaba ezizokulethela injabulo, nokuthi ungalindela isihe, okuhle nomusa, nokubusiseka okuzayo. IzAga 3:34 Izideleli uyazidelela, kepha abathobekileyo ubapha umusa. 2. *Uma uphupha izingubo zengane;* wuphawu oluhle uma uziphiwa; lusho uNkulunkulu uzokusula izinyebezi futhi ungase uthole umntwana ozophila akulethele injabulo. AmaHubo 126:6 Ohamba ekhala izinyembezi, ephethe imbewu yokuhlwanyela, uyakubuya ngokuthokoza, ephethe izinyanda zakhe. 3. *Uma uphupha izingubo zengane;* wuphawu oluhle uma uziphiwa; lusho ukuthi uzobusiswa ngomnotho, inqubekelaphambili, izimangaliso, futhi kuvuleke iminyango yekusasa ezokulethela impumelelo nokuchuma, nenzuzo enhle yezezimali. IzAga 13:8 Ihlawulo lokuphila komuntu liyingcebo yakhe, kepha ompofu akezwa ukukhuzwa. 4. *Uma uphupha izingubo zengane;* wuphawu oluhle uma uziphiwa; lusho ukuthi uzohlangana nomuntu omuhle, oqotho futhi onesimilo esimangazayo maduzane. IzAga 8:34 Ubusisiwe umuntu ongizwayo, elinda imihla ngemihla ngasemasangweni ami, ehlala ngasezinsikeni zeminyango yami. 5. *Uma uphupha izingubo zengane;* wuphawu oluhle uma uziphiwa; lusho uxolo nokuthi isimo sizokuba ngcono phakathi kwakho nomuntu omthukuthelele futhi intukuthelo izophela. UJobe 22:28 Uma unquma indaba, uyakuyenzelwa, ukukhanya kukhanye ezindleleni zakho. 6. *Uma uphupha izingubo zengane;* wuphawu olubi uma uziphiwa zingcolile noma ziklebhukile; lusho ukudabuka nezinkinga ngase uhlangabezane nazo empilweni yakho. 7. *Uma uphupha izingubo zengane;* wuphawu kwesinye isikhathi uma uziphiwa; olusho ukuthi usahlalelwe umsebenzi nesinyathelo okumele usithathe sokulungiselela ingane yakho eyaphuphuma noma eyashona isencane yangenzelwa lutho.

  • @sharmainemandlazi7310
    @sharmainemandlazi73105 ай бұрын

    Sawubona pastor ngifuna ukubuza ukuthi umaphupha umuntu ongasekho angi ufuna ukuthenga izimpahla ezinstha

  • @lindelwalindelwa2658
    @lindelwalindelwa26582 ай бұрын

    Kuchaza ukuthenga impahla etsha uhamba nezingane zobhuti bakho

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    2 ай бұрын

    please watch this video ingahle ikusize. Filename Ukuphupha izingubo zokugqoka izintsha Video link kzread.info/dash/bejne/dYuCk6uGfJqaeKg.html

  • @vuyiswamkhango4261
    @vuyiswamkhango426110 ай бұрын

    Enkosi tata ulichaza kahle lephupho kunjalo trait 🙏🤝

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    10 ай бұрын

    Thanks, be blessed

  • @user-gn4vx3bo3r
    @user-gn4vx3bo3r8 ай бұрын

    Ngiyabonga kakhulu pastor

  • @Manqobas
    @Manqobas2 ай бұрын

    Siyabonga mfundisi ngoba siyathola impendulo

  • @user-nj3kd6ey3f
    @user-nj3kd6ey3f4 ай бұрын

    Sawubona pastor cela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha uthenga izinto zokugeza kodwa uthengelwa omunye umuntu ophunyelwe izimali

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    4 ай бұрын

    1. *Uma uphupha izinto zokugeza;* wuphawu oluhle uzibona; lusho inhlanhla, isidingo senhlambuluko, nokushintsha indlela ophila ngayo. 2. *Uma uphupha izinto zokugeza;* wuphawu olubi uma uzihlafuna; lusho idliso noma izinkathazo okuzodingeka ubhekane nazo kungekudala. 3. *Uma uphupha izinto zokugeza;* wuphawu oluhle uma uzithenga; lusho isidingo sokuthi ugeze amathunzi amnyama, isichitho, futhi uzihlambulule, noma ulungise amaphutha, inkambo, nemikhuba emibi. 4. *Uma uphupha izinto zokugeza;* wuphawu oluhle uma uthengelwa; lusho ukuthi kudingeka noma ugezwe amathunzi, ususwe isichitho, noma uhlanjululwe imimoya nezidalwa ezingahlanjululiwe. 5. Futhi *Uma uphupha insipho;* wuphawu oluhle kwesinye isikhathi uma uthengelwa; lusho inhlanhla nesibusiso, inhlalakahle nokuthuthuka ngakwezezimali.

  • @patriciakhumalo6977
    @patriciakhumalo69779 ай бұрын

    Ave ngiyithanda le channel ungayiyeki baba uqhubeke njalo

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    9 ай бұрын

    thanks, INkosi ikwenzele okuhle nokufisayo

  • @user-dh6jq3vl1v
    @user-dh6jq3vl1v10 ай бұрын

    Amen siyabonga postor

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    10 ай бұрын

    thanks to you as well. be blessed

  • @user-oe9bd3gl1e
    @user-oe9bd3gl1e6 ай бұрын

    Thanks you pastor wethu may god bless you

  • @noxolosimemo8832
    @noxolosimemo8832Ай бұрын

    Pastor ndiyabulisa. Ndicelubuza umntanam uphuphe I friend yakhe inxibe iinto ezibomvu zagqirha kutsho ukuthini tats

  • @bongiwebongiwe3982
    @bongiwebongiwe3982 Жыл бұрын

    YOOHH🤗🤗🤗 PASTOR UNKULUNKULU AKUBUSISE KAKHULU NHIYABONGA NANGOMNIKELO SIYAKUZWA SOZAMA🙏🙏

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    Жыл бұрын

    Thanks, Bongiwe. Stay blessed

  • @NelisekaMatladi
    @NelisekaMatladi25 күн бұрын

    Kutsho ukuthini uma uphupha iglass enomhlabathi

  • @zetuzabo3885
    @zetuzabo3885 Жыл бұрын

    Thank you Pastor 🙏🙏🙏

  • @glaness1151
    @glaness1151 Жыл бұрын

    Amen pastor kusho ukuthini uma uphupha umnyeni wami osashona engcoķe ijazi elincolile Mina ngamthititha ijazi.

  • @qinincube1566
    @qinincube1566 Жыл бұрын

    Pastor siyabonga ngokuchazelwa amaphupho

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    Жыл бұрын

    Thanks to you as well for watching. be blessed.

  • @nonjabulojaymdletshemdlets5815
    @nonjabulojaymdletshemdlets5815 Жыл бұрын

    Pasyor kusho ukuthini muphupha uthenga igrosa

  • @josephinehogo3590
    @josephinehogo35907 ай бұрын

    Thank you Pastor 🙏

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    7 ай бұрын

    you're welcome, Stay blessed.

  • @ncamisilepenelope5175
    @ncamisilepenelope51759 ай бұрын

    Amen Pastor, may God bless you,

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    9 ай бұрын

    thank you, be blessed

  • @thandilanga3156
    @thandilanga31563 ай бұрын

    Sawbona mkhulu siza ngiyacela pls. Ngiphuphe ngisebenza estolo sempahla nomunt engthandana naye, kodwa kwagwcala kakhulu ngangakwazi ukusiza bonke abantu bebakhona. Kwane ntombazane ezama ukuntjontja ngambamba. Kaaba no mama ongibuza ukuthi ngamaphi amakhandlela okuthandaza a lastayo.

  • @sizwebuthelezi3052
    @sizwebuthelezi3052 Жыл бұрын

    Ngihlala ngivakasha njalo Pastor lapha ekhaya

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    Жыл бұрын

    Ok, That's great, ngane yakwethu.

  • @bongihlengiwe-xc3oz
    @bongihlengiwe-xc3oz2 ай бұрын

    Siyabonga ukuthola le channel kuningi engikufundile inkosi ikubusise nceku

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    2 ай бұрын

    thank you, be blessed

  • @samkehmazibuko8214
    @samkehmazibuko82148 ай бұрын

    Amen baba ngicela ukbuza kuchazani ukphupha ukhipha izingubo zakho zokugqoka zibeningi phezu kombhede?

  • @bandilenkosi7541
    @bandilenkosi7541 Жыл бұрын

    Waze wayichaza kahle Nceku ka Nkhulunkhulu 🙏

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    Жыл бұрын

    Thanks, Mr Nkosi. Stay blessed

  • @user-oe9bd3gl1e
    @user-oe9bd3gl1e11 ай бұрын

    Amen pastor keep it up god bless you

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    11 ай бұрын

    Glory be to God, Stay blessed.

  • @user-ug3hw5wv1f
    @user-ug3hw5wv1f4 ай бұрын

    ❤❤

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    4 ай бұрын

    Thank you, INkosi inezele kuwe konke okuhle

  • @treasuresoko
    @treasuresoko10 ай бұрын

    Sawubona pastor ngicela kubuza mina ngiphuphe 2times bangithengela izimphahla kodwa into engididakho ukutsi umangizicoka azingilingani zincana ngiyabonga

  • @zamazondozama9491
    @zamazondozama9491 Жыл бұрын

    Amen Pastor wethu

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    Жыл бұрын

    You're welcome, Stay blessed

  • @tadewolan5083
    @tadewolan50833 ай бұрын

    Ukuphupha uphetse izimphahla letinsha

  • @MatthewShandu
    @MatthewShandu Жыл бұрын

    Thank you Mkhulu❤

  • @ThobekaMeyiwa-zb7kg
    @ThobekaMeyiwa-zb7kg Жыл бұрын

    Ngjwayele ukphupha kunetha kakhulu manginyuka intaba nghambe nghlangana nemali emhlophe isodakeni kodwa igezwa amanzi emvula ukuze ngiybone nghamba niyicosha iningi kakhulu oR5 R1 R2

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    Жыл бұрын

    inhlanhla ukuthola imali emhlophe.

  • @promisegift3891
    @promisegift3891 Жыл бұрын

    Amen 🙏🙌

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    Жыл бұрын

    May Glory be to God, Stay bllessed.

  • @promisegift3891

    @promisegift3891

    Жыл бұрын

    Thank you 🙏

  • @HoneyShabangu-dy4bw
    @HoneyShabangu-dy4bw2 ай бұрын

    Hi pastor gicela ukubuza umauphupha uxhoke impahla e mhlophe naba ntwana bami na maduku amhlophe

  • @sibusisofrederick3994
    @sibusisofrederick3994 Жыл бұрын

    Uphupha ikhehla lithi kungani ungcoki ijazi

  • @sibusisofrederick3994
    @sibusisofrederick3994 Жыл бұрын

    Yimi sibusiso lapha George

  • @user-yw8cj1jm7w
    @user-yw8cj1jm7w3 ай бұрын

    Sawubona kusho ukuthini ukuphupha sithenge izimpahla ezintsha kodwa zonke zizinkulu. Kukhona umfazi womlungu esiza umyeni wami ukuzilungisa

  • @user-ee3wp4sg8u
    @user-ee3wp4sg8u24 күн бұрын

    Ngiyabingelela mfundisi ngimusha kule channel bengicela kubuta ngiphuphe usisi wami owashona ethenga izimpahla ezinsha but ukhulelwe Nami ngathenga ezami imphahla

  • @tadewolan5083
    @tadewolan50833 ай бұрын

    Ukuphupha uphetse izimphahla nge baskets

  • @NqobileDhlamini-kn8mn
    @NqobileDhlamini-kn8mn3 ай бұрын

    bengibuza kusho ukuthini ukuphuma ibona i ex yakho eyashona ikuthengela izimpahla ezinkulu kodwa uma uzibuka wena uncolile😢

  • @user-pf1ct9qp1k
    @user-pf1ct9qp1k11 ай бұрын

    😊siyabonga Reya Leboha

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    11 ай бұрын

    Be blessed beyond measure.

  • @5330963
    @5330963 Жыл бұрын

    What if I dreamt buying new clothes for my friend.

  • @l.mayikana4808
    @l.mayikana48087 ай бұрын

    🙏🙏🙏

  • @user-gc5jb3nb5f
    @user-gc5jb3nb5f8 ай бұрын

    Cela ubuza xa uphupha usothula iingubo(blankets)zokulala ebezihlanjiwe ecingweni

  • @PhilisiweNdlovu-mp3cs
    @PhilisiweNdlovu-mp3cs3 ай бұрын

    Sawubona ukuphupha umuntu egqoke isikibha esiyelo

  • @NokthulaPurity-rh8sc
    @NokthulaPurity-rh8sc10 ай бұрын

    Molo mkhulu kusho ukuthini ukuphupha umuntu othandana naye eshitshanisa izingubo zokulala ezintsha

  • @user-cz5fu7zb7p
    @user-cz5fu7zb7p Жыл бұрын

    Uphupha uthenga isigqoko

  • @NoluthandoWillie
    @NoluthandoWillie16 күн бұрын

    Thokoza nceku yenkosi ndicel ubuza ukuphupha bekuthungela ilokhwe kushu kuthini

  • @jabulilezwane1075
    @jabulilezwane1075 Жыл бұрын

    Hi pasta happy new year 🎉 ngincela ukubuza ngibone ingane iza kimi yentombaza engingayazi ina 3 years ya yafika yangihaga esiteshini ngamehlo wami angiphuphanga yenzekile kusho ukuthini nginqela ungiqazele ntu

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    Жыл бұрын

    wuphawu oluhle lwenhlanhla, noma ukhulelwe okukanye kukhulelwe umuntu omaziyo.

  • @jabulilezwane1075

    @jabulilezwane1075

    Жыл бұрын

    Ngibonge kakhulu pastor 🙌 🙏 👏

  • @khethiweduma3611

    @khethiweduma3611

    Жыл бұрын

    Nami like kuke kwangehlela. Intombazanyana enhle enkonzweni, yangiqoka kwabaningi, yazogona yalala kimi, kodwa asazani nalengilosi encane 😊

  • @lungelomnguni343
    @lungelomnguni343 Жыл бұрын

    Uma uphupha uthenga izimpahla ezintsha zomntwana and zimhlophe zonke ngabe kusho ukuthini lokho?

  • @zanelegumede6133
    @zanelegumede61334 ай бұрын

    Sawubona ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umuntu olele embhedeni ngezansi kwakhe khona izingubo ezigoqiwe ezahlukene?

  • @user-iz5vu2xu5e
    @user-iz5vu2xu5e6 ай бұрын

    Uma uphupha impahla uzethula kulayin kuchazani?

  • @sthembisomthembu6456
    @sthembisomthembu6456 Жыл бұрын

    Ngcel kbuza uma kuy ex yakho oybona ithenga impahla ezintsha

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    Жыл бұрын

    1. *Uma uphupha i-ex yakho;* wuphawu oluhle uma i*ex ithenga izingubo ezintsha, kusho ukuthi isingcono, noma izozithuthukisa iphinde yenze ngcono isimo sayo. 2. *Uma uphupha i-ex yakho;* wuphawu oluhle kakhulu futhi uma i-ex ithenga izingubo ezintsha, kusho ukuthi izokuba ngcono, iphinde ibenesikhathi esigcwele injabulo, ngemuva kokuthola umaqondana ongcono, omuhle, othandekayo nokhethekile. 3. *Uma uphupha i-ex yakho;* wuphawu olubi kakhulu uma i-ex ithenga izingubo ezisetshenzisiwe, kusho ukuthi izothola umlingani omusha kepha ongalungile futhi ongenasmilo, ozoyidumaza.

  • @mzwakhemsimango4459
    @mzwakhemsimango4459 Жыл бұрын

    Amen pastor. Just remove WhatsApp from this number otherwise uzohlala uphuke umoya ngenxa yethu.

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    Жыл бұрын

    Inkinga udingeka eskoleni for communication purposes, I'm glad to see you, ngane yakwethu. Uphile, mfowethu.

  • @lushoviclushaba
    @lushoviclushaba Жыл бұрын

    Dreamt new clothes, buying from Indian man

  • @josephinehogo3590
    @josephinehogo35907 ай бұрын

    Thank you Pastor 🙏

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    7 ай бұрын

    you're welcome, Stay blessed.

Келесі