Ukungenisa ithonga ekhaya,ukuligeza,ukuzalelwa komalume,iyngane ezaphuphuma/INKOLO NOSIKO- EPISODE 3

Ойын-сауық

episode 2 of INKOLO NOSIKO show

Пікірлер: 91

  • @sphamandlapearce2460
    @sphamandlapearce24602 жыл бұрын

    AMen ey mntakaTHIXO ay usethulela uju lwezihloko lapha iNKOSI ikubusise, ngyafisa ngenye imini ke usethulele indaba kamahlukanandlela nezinye nje ezisibuyisela kuSHEMBE ngeqiniso njengayo nje lena, uNYAZI luyibusise lengosi ikhule idlondlobale Amen.

  • @ImfundoMagazineblog
    @ImfundoMagazineblog Жыл бұрын

    Amen 🙏 ngicela ukubuza baba Uma amadodana ekhaya angalinakile kusele intombazane engaganile nekhaya baphumile ekhaya banezindlu zabo kwenziwa njani mkhulu akusekhobazali

  • @winniwmgcobo1138
    @winniwmgcobo1138 Жыл бұрын

    Amen syabonga baba ngokusivusa mqondo kakhulu 🙏🙏

  • @zandiletshoba4970
    @zandiletshoba4970 Жыл бұрын

    Syabonga ku baba ukuscebisa nesexwayiso sempephi isbongo syabonga 🙏🙏🙏🙏

  • @musabuthelezi5629
    @musabuthelezi56292 жыл бұрын

    Ey Bab'Ngobese siyabonga ukuseluleka ngomsamo, ukuthi fanele siyilungise kanjani sizilungisela thina ngoba imindeni yethu yazi thina ungahambe ulungiselwa abantu besemizini yabant uNyazi luwuNkulunkulu.,.Siyabonga uShenge eJozini

  • @ThaboMntambo
    @ThaboMntambo2 ай бұрын

    Ameni sicela inamba kuze sikwazi ukubika izinkinga esibhekene nazo ngiyacela Baba

  • @nonhlemsomi1325
    @nonhlemsomi13252 ай бұрын

    Unjani bhuti siyabonga ngolwazi i sound cela nithi ukuciphisa buye engazwakali kahle umkhulu

  • @losetowin5658
    @losetowin5658 Жыл бұрын

    Syabonga ngo baba ungobese ikhulile inkunzi endala ngimazela estimeleni uyakhile imizi uyibuyisile imiqondo yabantu ngosiko nangenkolo yobunazaretha

  • @hezekielmatyobeni8218
    @hezekielmatyobeni8218 Жыл бұрын

    Shembe is the way !

  • @Guguh_Nkwanyana
    @Guguh_Nkwanyana Жыл бұрын

    Mmmm nkosyam syabonga kwaz kwanzima izikweletu 🥺

  • @sfisomchunu7677
    @sfisomchunu76772 жыл бұрын

    Sibonge ngohlelo ngokuthamela izinhlelo zenu syafunda skhula elwazini esilutholayo🙌

  • @sibongisenimajola8673
    @sibongisenimajola86732 жыл бұрын

    Engathi umkhulu wethu engaphila iskhathi eside esikhulise nje kanje siyathokoza

  • @makhumalokhumalo9407
    @makhumalokhumalo94072 жыл бұрын

    Siyabonga.ngolwazi

  • @siyaphihadebe235
    @siyaphihadebe23510 ай бұрын

    Syabonga kakhulu sicela u$hembe asigcinele obaba siyafunda Nkosi inbusise

  • @melusizungu1934
    @melusizungu19342 жыл бұрын

    Siyabonga Sphe kwande nakuwe ngomsebenzi omuhle 👏 bengisa ukuthi ngelinye ilanga ngikwazi ukuxhumana nomkhulu uNgobese nginemibuzo kondwa engifisa ingaqale ibe semehlweni abantu ungisize mf2 Dlamini

  • @lucashlongwane9583
    @lucashlongwane95832 жыл бұрын

    UBaba uNgobese ukhulume nganeliseka sengicela indlela(Directions) yokuya ekhaya lomphefumulo ngiyolungisa nami okwakwethu Amen

  • @Mgqilazi

    @Mgqilazi

    Жыл бұрын

    Nam ngyafisa ukuyonikela nje ngicele umsebenzi

  • @thabanithabskhanyile4528
    @thabanithabskhanyile4528 Жыл бұрын

    Amen.. Siyabonga, ngicela ukubuza ukuthi ikhaya lemphefumulo litholakala kuphi nokuthi ngabe livuleleke kuwo wonke umuntu na? Ngyabonga.

  • @banjani3732
    @banjani3732 Жыл бұрын

    Siyabonga babuNgobese ukuthinta loludaba.Impela lento yakomalume akekho oyaziyo yikho ukuya kubaba uShembe ayixazulule ngokomoya.Akusekho muntu manje kusele imilanjwana manje sebethi azìphathe kodwa khona manje kuthiwa azinandawo la ekhaya. Ukugana nokuganwa okukaNkulunkulu ngoba khona laphaya kuShembe kuneZintombi nto ezazikhona zindala zaze zadlula emhlabeni.Ngabe aziyanga eZulwini uma kuthiwa alikho izulu kongaganiwe nongaganile?

  • @banjani3732

    @banjani3732

    Жыл бұрын

    Uqinisile ùbaba uNyazi ukuthi zingenisele umuntu uqinisile baba Ngobese dlulisa lelivangeli.Kodwa abakhonjwe kuNyazi.

  • @gugumazibuko6275
    @gugumazibuko62752 жыл бұрын

    Izimpendulo zonke zisoNyazini lweZulu. Siyabonga babaNgobese ngobuchule bakho. Nawe Nkosana cha ubuza imibuzo eyakhayo. Ngifunde kakhulu kinina. Ulwazi oluncane luyingozi. Engathi uNyazi lungasisiza sonke yindlu emnyama sishade kuqala bese siyanda ke. Niyayizwa nje inzulanzulane yomntwana wakomalume naye ashade ngesibongo sakomalume? Iworse ke lena eyokwenza umsebenzi kukhona izingxabano ezingalungisiwe kqala. Anophinde nibuye phela nizofundisa ngokuthutha enxiweni nixoshiwe kukhona amathuna asala khona esekwalinywa phezu kwawo. Shembe ngiphe ukuthula uphindisele ngokwakho kulobhuti wami wokugcina, nomntwana wakasisi wami omncane amthola engashadanga waphuphuma. Bobabili sekwalinywa phezu kwabo. Seyihlupha mina ke manje; abazali abasekho. Ngangineminyaka ewu19 ngalesiyasikhathi sokuphuphunyelwa kukadadewethu. Namhlanje ngiyohlanganisa u50. Aliboli ngempela icala. Lona uthunjana angimazi nhlobo. Ngazi ingcwaba lakhe ngilibona ebaleni enxiweni ngisakhula.Ukube angimtholanga uShembe angazi ngabe ngiyini.

  • @philisiwembele1119

    @philisiwembele1119

    9 ай бұрын

    Sanibona ngyabonga ngemfundiso enisinke yona umbuzo wami uthi uma unezinkinga ezidinga uShembe ngayombuza nini kanjani uma ungakhonzi khona

  • @jabusylvia4721
    @jabusylvia4721 Жыл бұрын

    Baba ngiyezwa izimfundiso zakho swngat okwami kunzima ngingowwsimame ngazalelwa komalume akusekho muntu nginomuz wami manje angzi ngenjaj nvokungenisa abadala ngididekile

  • @nkululekotshuma9394
    @nkululekotshuma9394 Жыл бұрын

    Salibonani siyabonga izelululeko ezijulile

  • @siphomathe8210
    @siphomathe82102 жыл бұрын

    Siyabonga thina esasala emanxiweni, ngicela ukubuza Uma ngasala enxiweni bese bethi umuntu akahlali enxiweni kufanele ngithuthe noma ngandise umuzi eceleni kodwa namanje angikabiki umuzi, ngiwubika kanjani, kusekela embuzini njalo njalo

  • @user-sh4nn2ce6d
    @user-sh4nn2ce6d6 ай бұрын

    Ngibingelele Mina bengingenisa umkhulu sabageza kuqala

  • @thamsanqanonkosi7780
    @thamsanqanonkosi7780 Жыл бұрын

    Ngicela ukubuza mina ukuthi ilungelo lokuhlaba inkomo ukhumbule ukhokho wakho ubaba wakho esaphila

  • @andiledlakude3799
    @andiledlakude37999 ай бұрын

    Amen ngombele ogwansile

  • @gracekwanini3628
    @gracekwanini3628 Жыл бұрын

    Siyabonga kumkhulu bengisacela iinombolo zocingo

  • @hloniphanimzimela7089

    @hloniphanimzimela7089

    10 ай бұрын

    Sewahambe mhlabeni

  • @bennymgudie7762
    @bennymgudie776210 күн бұрын

    Ngaza ndktanda mkhulu ngemfundiso yakho singayi pambili nje kuswela ulwazi

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Жыл бұрын

    Makwande Baba ngolwazi nezincazelo zakho eziphilisayo🙏

  • @user-wv5ke5ck4q
    @user-wv5ke5ck4q5 ай бұрын

    I learned a lot ayabonga Amadlaba❤

  • @jabusylvia4721
    @jabusylvia4721 Жыл бұрын

    Nginengane yomfana angiganile ngikengiye ekhaya lomphefumlo angikaze ngithole ithuba lokxoxa nomdgumayeli ukuze angicushise ngingenzzenjani baba ene nginezinkinga ngicelusizo angikhonzi ndawo amen

  • @thabaninyawo-hv5ge

    @thabaninyawo-hv5ge

    Жыл бұрын

    Jabu

  • @saneleselby9771
    @saneleselby97712 жыл бұрын

    Eyi leyokunikela ngoR40 owamashumi woknikelela izingane ezaphuphumayo bengingayazi ngzoke ngyenze,syabonga iNkosi uNyazi lwezulu lunibusise

  • @kobenanemilekossonou5173
    @kobenanemilekossonou51732 жыл бұрын

    1 .… Xa sifumene inyaniso engenakuphikiswa ethenjiswe kwixesha lethu, into eseleyo kukuba sihambise le nyaniso naphi na apho umntwana kaThixo anokufumaneka khona, nokuba sisityebi okanye ulihlwempu, ukude okanye ukufutshane. UThixo olilungisa akasayi kuvumela ukuba singene kwiParadesi ngaphandle kokubuza ngegazi labo. Ukuba umntu ungcwele njengoko umthetho wamadoda usitsho, umphefumlo ungcwele nangakumbi. Sibophelelekile kakhulu. Ummiselo kaMateyu 28:19 awukho kwiminqweno okanye kwiincwadi kodwa kubantu abathile, thina. Incwadi ayinakuphendula umbuzo. Uyabona? [Kc.16v1-3] [Kc.72v18] [Kc.115v1]

  • @solomzivabaza3045
    @solomzivabaza3045 Жыл бұрын

    So informative!

  • @mamkhwa8286
    @mamkhwa82862 жыл бұрын

    Siyabonga baba kakhulu

  • @celimpiloxaba9008
    @celimpiloxaba90082 жыл бұрын

    Sanibona baba uNgobese bengsacela ngelinye ilanga usichazela ngibubi bokuthatha umuntu onengane ngyabonga

  • @ErnestMtshali
    @ErnestMtshali7 ай бұрын

    Thanks Baba Ngobeshe wasilapha

  • @leeshinga2369
    @leeshinga23695 күн бұрын

    Amen

  • @mthokozisimthembu1160
    @mthokozisimthembu1160 Жыл бұрын

    Amen baba usilaphile

  • @soloninkosiyethumngomezulu170
    @soloninkosiyethumngomezulu170 Жыл бұрын

    M m m m m. Asibuye isizulu

  • @user-qh6fn2qe8k
    @user-qh6fn2qe8k6 ай бұрын

    Amen❤

  • @khethiwekhabule-dw1fh
    @khethiwekhabule-dw1fh Жыл бұрын

    Kuvumelekile ukungenisa abandala ngumuntu wesimame

  • @zamanimfana8295
    @zamanimfana82953 ай бұрын

    Uyakwazn ukwandisa umuzi ungaganiwe? Cela ungbuzela kumkhulu lapho. Ngakhile mna but angkaganwa manje iyangsha le yokuth fanele bazi ukuth ukuph

  • @thembelanisphamandla9733
    @thembelanisphamandla97332 жыл бұрын

    Ngisacela inumber nokuthi tholakala kuphi Nkosiyami!!!

  • @Joshuaschannels

    @Joshuaschannels

    2 жыл бұрын

    whtsap - 0671057512 Calls 0714365010

  • @lindiwemthethwa8444
    @lindiwemthethwa844410 ай бұрын

    Sicela inumber baba ukuze sixhumane konakele emakhaya ethu akukhulunyiswana akubhekwana inkos ikubbusise baba sizwile

  • @khulekanimkhize5077
    @khulekanimkhize50772 жыл бұрын

    Ngsacela inumber nkosi yami

  • @p.lchiliza4074
    @p.lchiliza40742 жыл бұрын

    Syabonga inamandla kakhulu

  • @simemukelesabathile8546
    @simemukelesabathile8546 Жыл бұрын

    Syabonga mkhulu nawe Sibalukhulu mft

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Жыл бұрын

    UNkulunkulu mdali wethu uthi abafileyo kabasaphili Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,10,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:11,29,Isaiah 45:18.

  • @lindiweblose7453
    @lindiweblose7453 Жыл бұрын

    Ameni siyabonga kakhulu ngencazelo ngamasiko ethu esesiwalahlile ngokungazi inkosi inibusise ameni

  • @sihlemngomezulu7635

    @sihlemngomezulu7635

    Жыл бұрын

    Siyabonga tata Ngobese

  • @hloniphanimzimela7089
    @hloniphanimzimela708910 ай бұрын

    Zohambi nsizwa walahlekelwa uMlazi ngalensizwa

  • @sibonisomfanafuthi7570
    @sibonisomfanafuthi7570 Жыл бұрын

    Kumnandi ukulalela iqiniso lesintu

  • @sbusisomahlase1380
    @sbusisomahlase1380 Жыл бұрын

    Ngicela ungiphe inumber yamkhulu Mf2 kukhona engifuna ukukubuza

  • @mvoselelomodise9419
    @mvoselelomodise94199 ай бұрын

    Utholakala kanjani ubaba

  • @sanelisiweeuniceshandu6646
    @sanelisiweeuniceshandu6646 Жыл бұрын

    Uma ephuma nendoda Kade eseqomile lapha ekhaya ngoba kunguye omdala obuye aziyele yenayedwa emsamu

  • @siphomathe8210
    @siphomathe82102 жыл бұрын

    Siyabonga kakhulu, angazi ukuthi Uma umuntu wasala emanxiweni engekho wathola sekuthuthiwe uwubika kanjani umuzi ngeoba esakha eceleni ngoba kwakuthiwa umuntu akasali enxiweni?

  • @sihlemngomezulu7635

    @sihlemngomezulu7635

    Жыл бұрын

    Amen

  • @celimpilombatha7039
    @celimpilombatha70392 жыл бұрын

    Okungijabulisayo umfethu usemncane owenza lolu hlelo olwenza abantu abasha bancele kuyimpunga siyabonga baba siyafunda impela...ngicela ukubuza umkhulu wam ozala umama wahamba emhlabeni akaze enzelwe umsebenzi kwaze kwahamba nomkakhe mfuthi naye kwaba ileso, okubuhlungu yena ugogo wahamba engahlanjululiwe umkhulu okusho ukuthi wabe esafake inzila umbuzo wam mina njenge mzukulu niyakwazi ukwenza umsebenzi for bona futhi nam ngizalwa intombi la engikaze ngihlawulwe?

  • @user-qz5dl5bq4w
    @user-qz5dl5bq4w4 ай бұрын

    sanibona, kade ngibuka levido izolo ngayithanda kakhulu manje ngifisa ukthola umkhulu ngikhulume naye noma ocingweni ngoba khona engfisa ukukthola mangimbuza ngoba unolwazi olukhulu ngesintu. ngyabonga

  • @Joshuaschannels

    @Joshuaschannels

    4 ай бұрын

    Akasekho emhlabeni umkhulu

  • @bhekisibiya589
    @bhekisibiya5892 жыл бұрын

    Sicela inamba yasekhaya lemiphefumulo yinhle lengxoxo iyakha

  • @dbndlamini2825
    @dbndlamini2825 Жыл бұрын

    Ngicela ukubuza uma kukhona engithanda ukukubuza kubaba,utholakala kanjani? And kuphi ?

  • @leonardmmusetse5149
    @leonardmmusetse51492 жыл бұрын

    Baba ngobese am not good in writing zulu but would like to ask this question what a man should do if unabantwa ngaphadle ngwe mshado to give ur outside kids isbongo sakho where does he start

  • @mhloniphenimyaka3265

    @mhloniphenimyaka3265

    2 жыл бұрын

    You must lobola your kids so that u can call them with your surname

  • @collenlunga9123
    @collenlunga91232 жыл бұрын

    Sibonge ukufunda okungaka

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene21032 жыл бұрын

    Kodwa bakithi kuhle ukuzazi ukuthi ungubani sybonga kakhulu

  • @mbongenidlomo7356
    @mbongenidlomo73562 жыл бұрын

    🙏🏾🙏🏾🙏🏾

  • @rietvleihospital7137
    @rietvleihospital7137 Жыл бұрын

    🙏🙏🙏🙏🙏🙌🙌🙌

  • @jessienkosi6593
    @jessienkosi6593 Жыл бұрын

    Ngiqhela ukubuza ukuthi mabethi kukhushulwa umuntu kwenziwani nini & kanjani?

  • @pennyswazi8995
    @pennyswazi8995 Жыл бұрын

    NINJANI BENGISACELA INO KAKHULU NOMA UTHOLAKALA KUPHI NGYABONGA

  • @syabonga.snabamakhanya4740
    @syabonga.snabamakhanya47402 жыл бұрын

    Kungabe umunt onesibonge esifanayo nesakomalume angakushisela impepho komalume uma engekho ozalwa komalume ungashisa impepho?

  • @musabuthelezi5629

    @musabuthelezi5629

    2 жыл бұрын

    As long unesiqinisekiso sokuthi owakulesosibongo ngempela engakushosela impepho

  • @sybongawiseman7565

    @sybongawiseman7565

    Жыл бұрын

    ÇHA..Uzokushisela athini,uyabazi yini oKhokho bakho,inkinga onayo uze ushiselwa impepho uyayiqonda yini loyo sbongo Fana,wenake oshiselwa impepho unasiqiniseko sini sokuthi loSbongo Fana uhlambuluke ngokugcwele ekutheni angaguqa emsamo ashise impepho ebe uyayishisa yini kwalapho ezalwa khona,bona oKhokho bakhoke bayamazi Yini lomuntu ozoqhamuka esezobabiza???imbuzo le okufanele sizibuze yona

  • @Entaneni
    @Entaneni2 жыл бұрын

    Sphe ndicela number yakho

  • @Mgqilazi
    @Mgqilazi Жыл бұрын

    Umbuzo wami uthi uma kukut uyamazi ubaba wakho kodwa akasasebenzi ..ko malume bangakwazi ukuhlaba imbuzi bakukhiphe esbongweni bese abako baba bakwamukele nabo....or kmele kuze kukhishwe inhlawulo ?

  • @Joshuaschannels

    @Joshuaschannels

    Жыл бұрын

    Fanel ubaba wakho or abakubo behlawule bekuthege b4 kwenzeke lokhu okubhalile

  • @Mgqilazi

    @Mgqilazi

    Жыл бұрын

    @@Joshuaschannels ngyabonga ngengcazelo

  • @bonganimseleku3345
    @bonganimseleku33452 жыл бұрын

    UBABA NGOBESE NGISACELA AGXILE UKUTHI UMALUME MAYESEPHA UMSHANA LAPHA EMASIMINI ETHI AKAKHE UMUZI WAKUBO KUSUKE SEKWENZENJANI FUTHI SEKUMNIKA LIPHI ILUNGELO UMSHANA?

  • @Joshuaschannels

    @Joshuaschannels

    2 жыл бұрын

    syabonga ngombuzo wakh uzophendulwa next week,besizoshutha namhlanj but akaphililr ubab ngobese

  • @makhumalokhumalo9407
    @makhumalokhumalo94072 жыл бұрын

    Siyabonga.m nta.ka.thixo.ngolwazi

  • @nkululekojerry1949
    @nkululekojerry1949 Жыл бұрын

    Amen

Келесі