Baba uNgobese utholakala kanjani baba nginenkinga nami ezinzima baba
Cha imizi kayifani. Umkhulu uyaphambuka uma ethi umlanjwana awuyishisi impepho komalume kanye nokuthi izingane azinalo ikubo. Mina ngiwumlanjwane umalume uyaphila sekuyiminyaka ngizishisela impepho konke futhi kuhamba kahle
Ngiyaphika nami lapho impepho uyashisa impepho komalume
Niyadukisana noma ninqena ukuvuma ukuthi senonile
@@nkululekosabela5215 kuduka ofuna ukudukiswa kanti futhi senqena ukubhanqwa ngabhande linye. Inkinga enkulu ebheke abantu abamnyama ukucabanga ukuthi into eyenziwa kulowa muzi kumele yenziwe nakweminye imizi. Imizi kayifani.
Qhawe uyoyi shisa mzukwana wakhishwa inxiwa.
@@vai_vai manje ngoba ngiyishisa ngingakhishiwe inxiwa ingabe insangu yini le engiyishisayo.
ayibo lobaba angathi uthunyiwe kumina nengifuna indawo kwenye indawo akuhlangani kanti wathi kumina angakhe ensimini nami nginaleyokinga noma ngingayaphi uvele athi ngyafunwa ekhaya
Awu Mtomdala wena uthunywe kimi, ngikuzwa impela futhi ngiyabonga 🎉
Mina iyashiswa Nkosi yami
Ndicela ukubuza uma impepho ishiswa ngu sisi kamalume and akaganile and bembethe yena kakhulu
Ngiyabingelelamkhulu nginenkinga ngisegoli ngingamthola kanjani ubaba
Usewadlula emhlabeni
Ayezwakala lendaba mina kungisizile ukufaka batwana bam sphandla sakithi zinto bezimnyama,ngizama kbenzela ba I D kucima macomputer e Home Affairs makukhona thina.kodwa mhla ngiba fake ziphandla ngomsombuluko savukela khona kwafika kwalunga.
Umsindo wezinsimbi ezidlala ngemumva zi too much akasazwakali nakahle umkhulu
Siyabongaa
Ibalulekile lenkulumo ngoba yona indaba yokuzalelwa komalume kuyinkinga abantu abaqoqe izingane zabo ngempela ubudoda bakho abuphelele.Ukugugela nje komalume kuyinkinga
The volume is too high asizwa izifundiso ezibalulekile
Saze sasha mkhulu.... Ew sibonge ngokujula okungaka
kule part yokushisa impepho ,sayi discuss and if ufisa ukwaz ukuth ungayishisa yini uma ungesenabo omalume,kuhle ukucela lona idloz ukuba liveze ukuthi ungakwaz yin ukushisa impepho ebiza bona
Mmmmmmmh yey nayithintindaba enzima
Cha washo baba Gobese ngiqala nokungena kwi page lakho kuningi nje kwami ngicela izi number zakho
Ikhandlela ungalishisa yini komalume
Mmmm 🤔
Uma ukhishwa koMalume usiwa ekhabo Baba sekugcagciwe kwenziwa kanjani,kukhishwa ingane zabafana zimbili,intombazane eyodwa??
Ai kuyaphambukeka manje
Пікірлер: 27

@skhumbuzo-lk7ww
Жыл бұрын
Ngiyaphika nami lapho impepho uyashisa impepho komalume
@nkululekosabela5215
10 ай бұрын
Niyadukisana noma ninqena ukuvuma ukuthi senonile
@nkosingiphilengcobo8885
10 ай бұрын
@@nkululekosabela5215 kuduka ofuna ukudukiswa kanti futhi senqena ukubhanqwa ngabhande linye. Inkinga enkulu ebheke abantu abamnyama ukucabanga ukuthi into eyenziwa kulowa muzi kumele yenziwe nakweminye imizi. Imizi kayifani.
@vai_vai
5 ай бұрын
Qhawe uyoyi shisa mzukwana wakhishwa inxiwa.
@nkosingiphilengcobo8885
5 ай бұрын
@@vai_vai manje ngoba ngiyishisa ngingakhishiwe inxiwa ingabe insangu yini le engiyishisayo.
ayibo lobaba angathi uthunyiwe kumina nengifuna indawo kwenye indawo akuhlangani kanti wathi kumina angakhe ensimini nami nginaleyokinga noma ngingayaphi uvele athi ngyafunwa ekhaya
Awu Mtomdala wena uthunywe kimi, ngikuzwa impela futhi ngiyabonga 🎉
Mina iyashiswa Nkosi yami
Ndicela ukubuza uma impepho ishiswa ngu sisi kamalume and akaganile and bembethe yena kakhulu
Ngiyabingelelamkhulu nginenkinga ngisegoli ngingamthola kanjani ubaba
@Joshuaschannels