Amaphupho S1 Ep8 | Amaphupho Emvula | Ukuphupha unethwa | Izincazelo zamaphupho

Amaphupho S1 Ep8 | Amaphupho Emvula | Ukuphupha unethwa | Izincazelo zamaphupho
Please Subscribe for more content and updates
Be blessed

Пікірлер: 55

  • @sidanisiwenkomo8505
    @sidanisiwenkomo85052 жыл бұрын

    Amen ukuphupha amayezi amnyama atshengisa ukut kufuna ukunetha kodwa kungasanethi

  • @noyolomagula8398
    @noyolomagula8398 Жыл бұрын

    Sithi phambile ngomsebenzi wakho

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    Жыл бұрын

    Thanks, Sicoto. INkosi kulonde.

  • @ZodwaTsotetsi-uf6xr
    @ZodwaTsotetsi-uf6xr7 күн бұрын

    Ngphuphe ama vegetables Aku plastic aphethwe yingane yentombazana

  • @derickbhekisisa2961
    @derickbhekisisa29612 жыл бұрын

    Amen mkhulu ngabe kuchazani ukuphupha ushaywa izulu

  • @user-cf7kt6dv9p
    @user-cf7kt6dv9p9 ай бұрын

    Ameni mkhulu ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha izikhumba Zembuzi zinekiwe

  • @busisiweqokelah1699
    @busisiweqokelah16992 жыл бұрын

    Amen Mkhulu Ngicela ubuza ukuphupha izulu lina kunombani kusho ukuthini

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    2 жыл бұрын

    *Uma uphupha izulu liduma kabi futhi liphazima ngamandla;* wuphawu olumele ukubhujiswa, izinguquko ezizofika ungazelele, ukubhekana nezimo ezishaqisayo empilweni. Kungasho ulaka lukaNkulunkulu oluzayo. Futhi *Uma uphupha izulu liduma futhi liphazima;* wuphawu olubuye lusho ukuvikeleka ezinkingeni ezizayo.

  • @zamahlupheko6708
    @zamahlupheko67083 жыл бұрын

    Ukuphupha ugijima nengane encane emvuleni

  • @zamahlupheko6708

    @zamahlupheko6708

    3 жыл бұрын

    Kodwa lengane yincane eyam ine 5 days izelwe ngiphuphe ngijima nayo emvuleni.ngithe ngiyofika endlini ngabe sengihaamba emoyeni

  • @sibakazigwebani1223
    @sibakazigwebani12233 ай бұрын

    Amen makhulu lithethani phupho lokuphupha kulahleke a white document yomntu oswelekileyo

  • @patriciazwane1096
    @patriciazwane10962 жыл бұрын

    Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha uhamba phezu kwesi snow kuchamuke amabhele amhlophe lesfazane naleslisa lesifazane lingindlule leli lesilisa licale lisigijimise nomtanami ngibaleke libambe umntanami little inhloko ngikhale ngibaleke ngibone bantu bakabontanami ngibuze kuthi uphi umtanami na bathi angihlale phansi ngihambe ngiye kumama ngibuze kuye ngithi uphi umtanami na athi mama udliwe ibhele ngikhale ngiphaphame ngiloku ngikhala ngithi umntanami kubenzi ukuthi mgimthole manje akasekho akekho futhi ozovala iskhala sakhe

  • @thandekatsabedze7201
    @thandekatsabedze7201 Жыл бұрын

    Sawubona nceku. Ngiphuphe lina litulu ngisekhaya langatalwa khona ngibese ngiyabaleka ngibalekela endlini kaGogo, beyingcolile kodvwa ngibese ngiyayikolobha lendlu yaGogo. Ngyabonga.

  • @zamahlupheko6708
    @zamahlupheko67083 жыл бұрын

    Ukuphupha isichotho

  • @mirriamthenjiswa4916
    @mirriamthenjiswa49162 жыл бұрын

    Uma uphupha unethwa yimvula enkulu enesichotho yini lokho mkhulu

  • @andrinatalakgale9522
    @andrinatalakgale95222 жыл бұрын

    That's baba ngencazelo

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha6353 жыл бұрын

    Mng siyabonga

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    3 жыл бұрын

    thanks Vanitha. Be blessed

  • @qinincube1566
    @qinincube1566 Жыл бұрын

    Ngibingelele pastor sacela ukubuza mangabe uphupha liqeda kunetha uhamba unyathela amanzi kungabe kutshoni

  • @girlyemma3250
    @girlyemma3250 Жыл бұрын

    Ngiphupha kuna ifu lina endlini kuphela kushoni

  • @lungelomajola7522
    @lungelomajola75223 жыл бұрын

    Kuchazani ukuphupha unethwa imvula enkulu mase kuqamuka iTaxi kuthiwa ngibela ikugodukise unqabe uthi sekuseduze ekhaya lapho umanzi teh

  • @jabulilebridgette2047
    @jabulilebridgette20473 жыл бұрын

    Thokoza ngingu mndawu ngiphupha izulu liyana kahle nje ngigqoke okumhlophe abantu baya baleka Mina ngiguqile ngiyathanza ngicela ungicacisele

  • @BuyiNkwanyana-ed4rv
    @BuyiNkwanyana-ed4rv Жыл бұрын

    Mina ngiphuphe Uma wami silele but la bekalele khna bekunetha ngamsusa but ngaphansi lapho bekunempethu kusho ukuthini

  • @khethiweduma3611
    @khethiweduma36112 жыл бұрын

    Kuchazani ukuphupha uphonseka eweni, kodwa kubekhona okubambayo, ungayophahlazeka phansi. Ukuphupha unikwa ukudla kubekwa ecansini ngumuntu omaziyo. Nokuphupha ubhukuda olwandle, kuthiwa isichitho siphumile.

  • @nompumelelomdlalose4800
    @nompumelelomdlalose48003 жыл бұрын

    Ngabe kusho ukuthini ukuphupha ushayela imonto uthi usahamba line bese ungena emanzini uwabone egcolie kodwa bese uyaphuma futhi kuwo kuqhamuke umnikazi wemonto athi usuyibulela imonto yakhe kumela ukhiphe imali khona ezoyilungisa

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    3 жыл бұрын

    (1) UKUPHUPHA AMANZI ANGOGCOLILE (a) Uma uphupha amanzi angcolile wuphawuolungasho ukuthi ungase udumale noma uphoxeke noma uzokuzwa izindaba ezibuhlungo. futhi kuvame ukusho ibhadi noma isifo. (2) UKUPHUPHA IMOTO (a) Uma uphupha imoto kuvame ukuba wuphawu olusho isifo. (3) UKUPHUPHA IMVULA (a) Uma uphupha izulu lina kabi kuvame ukba wuphawu olusuke lusho ubhekeene noma uzobhekana nezinkinga noma uzobhekana nesimo esizokwenza ukhale futhi kungaba isifo esingahle sehle kungekudala. INKOSI ikulonde

  • @jabulilehlongwane4230
    @jabulilehlongwane42302 жыл бұрын

    mkhulu mengicela ukubuza ukuth kusho ukuthini ukuphupha mekunik umcako omhlophe

  • @titimavuso3722
    @titimavuso37223 жыл бұрын

    Ngaphupha ngiwela umfula ngoku ngokubhukuda bengitshiza ngaze ngophumela ngaphesheya ngafica imoto entsha ediscuvary eblacj ingilindile

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    3 жыл бұрын

    1. UKUPHUPHA IMOTO a. Uma uphupha imoto emnyama; wuphawu olubi olungakhombisa ukuthi kunabantu noma izimo ezivimba uhambo oluyimpumelelo lwezikamoya noma inqubekela phambili empilweni yakho. b. uzobhekana nesikhathi esinzima esizogcina sikudlulisele phambili empilweni. 2. UKUPHUPHA AMANZI a. Uma uphupha uwelela ngapheya komfula ngokuhlamba; wuphawu olusho ukuthi izinto zakho zingase zijike zikuhahambele kabi. Kepha uma ukwazile ukunqoba amagagasi ngokuhlamba wawuwela umfula kusho ukuthi uzokwazi ukufeza inhloso yakho ngokubekezela nokusebenza kanzima, futhi isifiso sakho sizophumelela.

  • @titimavuso3722

    @titimavuso3722

    3 жыл бұрын

    Ngiyabonga mkhulu

  • @gugunkosi4876
    @gugunkosi487610 ай бұрын

    Pastor sawbona... Ngicela ukubuza mawphupha uvele I ambrella endlini kodwa, kufike umuntu athi ivale uyvale

  • @namhladlomo1140
    @namhladlomo1140 Жыл бұрын

    Awukwazi ukuchaza

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    Жыл бұрын

    Ok, Thank you so much. I hope you uyakwazi noma wazi abakwaziyo ukuchaza. Stay blessed.

  • @User06709

    @User06709

    10 ай бұрын

    Sukuzihlupha Mfundisi, you can't speak sense to a mad man, they must be healed first.

  • @PrimroseKunene-kd4zr
    @PrimroseKunene-kd4zr27 күн бұрын

    Mina nje ngicela ukwazi kusho ukuthini ukuba nokuthanda nje imvula nomzimba ujabula nje ngempela uma linetha?

  • @user-gu1yu1xv1o

    @user-gu1yu1xv1o

    17 күн бұрын

    Siyafana aseve ngithanda imvula

  • @bonganironaldmathebula4779
    @bonganironaldmathebula47793 жыл бұрын

    Besacela incazelo yokuphupha iqhwa(snow) ukuba kusho ukuthi

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    3 жыл бұрын

    KUNGASHO inhlanhla futhi umshado nenjabulo uma kungukuthi usemathandweni INKOSI ikulonde

  • @bonganironaldmathebula4779

    @bonganironaldmathebula4779

    3 жыл бұрын

    @@NufliqOnline thokaza👏👏👏 mkhulu Ngiphuphe engathi kunesilwane thizeni,kuleligumbi engicuphe kulo ngibe sengizama ukulwa naso yize bekunzima,kodwa ngigcine sesibanga umnyango naso ngoba besesingaphandle... Ngiphupha leliphupho nje kuneqaqa(phunga) elivele lathu vuuuh ngicanvalele izolo emini ,elingajwayelekile neze

  • @titimavuso3722
    @titimavuso37223 жыл бұрын

    Amen mkhulu ngiphuphe ngilele ngesisu phakathi khomgwaqo phambu kwami kukhona ubhut esqashe Naye ejalidini elilodwa uhlala kwanye iroom Nami ngihla kweya mi bebenza ucansi phambukwami ngibabuka khona lapho emgwaqeni

  • @celekantissa2192
    @celekantissa21923 жыл бұрын

    What does it mean to dream usemanzini amdaka but uhamba nenja,. Or uphupha imvula imoshe yonke imizi but owakho umzi akadilikanga?

  • @fanelepepegodide276
    @fanelepepegodide2763 жыл бұрын

    What if uphuphe Lina Uma kugena umuntu othandana naye ekhaya kin

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    3 жыл бұрын

    it depends ekutheni how heavy the rainfall was, and how you felt during the rainfall. 1. uma belina linesiphepho liduma kabi nawe uthkile lingasho okubi. lingasho ukuthi ningahle nibhekane nobunzima or vele izinto phakathi kwenu azihambi kahle. 2. uma it was just a light rainfall lingadumi futhi both of you ningathukile, nikhululekile futhi niyithakasela imvula, then you were experincing or will soon experince some blessing upon your life or lives. 3. uma belina lingafuni ukunqamuka euneni ninohambo obekumele nilithathe nobabili, kungasho ukuthi nizo experience somethingthat will cause you or both of you some delay, sooner or later, ezinhlelweni ebeninazo Only GOODNESS and Mercy shall follow YOU - Be blessed

  • @nokuphilamchunu7944
    @nokuphilamchunu79443 жыл бұрын

    Thank you so much

  • @phindiskosana7816

    @phindiskosana7816

    3 жыл бұрын

    Ma uphupha unethwa isangcotho

  • @sceloscelevo5744
    @sceloscelevo57442 жыл бұрын

    Ngicela ukubuza uphupha imvula ina eskolweni??

  • @phillistussekele8970
    @phillistussekele8970 Жыл бұрын

    Uma uphupha kunethela endini kuyini

  • @edwinmasela695
    @edwinmasela6953 жыл бұрын

    I wanted to ask pastor, ukuphupha lina uno girlfriend yakho endlini la uhlala khona nisanda kfika futhi lingena ngo phahla phezulu.

  • @lihletiti2008
    @lihletiti20083 жыл бұрын

    Ukuphupha floods zamanzi endlin what does that mean?

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    3 жыл бұрын

    1. UKUPHUPHA AMANZI a. uma uphupha amanzi agcwele indlu; wuphawu olubi olungasho isifo noma izinkinga ozosuke uzobhekana okwesikhashana empilweni noma kusho isikhathi esikhathazayo esizayo.

  • @DephneyDephney-kl3dd
    @DephneyDephney-kl3dd5 ай бұрын

    U ku phupha u hamba ge tax ????

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    5 ай бұрын

    This video might be helpful Filename Ukuphupha itekisi Video link kzread.info/dash/bejne/dIGqqa6hcrrNptY.html

  • @DephneyDephney-kl3dd

    @DephneyDephney-kl3dd

    5 ай бұрын

    U phupha ge netwa I vula la phasi mamaningi ngi nga khoni u ku hamba ..wuma ge baka muvha ge tola VA ge chochele I loptop...nge bona u mutu ahamba nge moto awhite u kindneping my son ahamba naye ngi muzwa akhala amemeza help

  • @thembimncube4065
    @thembimncube40653 жыл бұрын

    Amen Dr ukuphupha udrava imonto ugijima uovathekha ezinye imonto uhamba otshanini oluhlaza

  • @NufliqOnline

    @NufliqOnline

    3 жыл бұрын

    UKUPHUPHA USHAYELA IMOTO Uma uphupha ushayela imoto ihamba ngesivinini idlula exinye ingashayisi wuphawu oluhle olusho ukuthi uzokwazi ukufeza okwenzayo ngaphandle kwezinkinga noma uzosheshe uphumelele kokwenzayo INKOSI ikulonde