Abantwana bami basha 🔥🔥nomlilo bonke kanti ngase ngivale nesibeletho | InsideMyStory S3 Ep2😱

Ойын-сауық

Пікірлер: 30

  • @NolinganaManqawa-bw3qi
    @NolinganaManqawa-bw3qi17 күн бұрын

    Mkhuulu ongakuwe cc kunalo osezweni uThixo akahlulwa luutho .usezothola umshado .lowo owamamela umndeni wakho wakulahla kwakubonakala uba his days were numbered . Ngase ushade nomntu osindisiwe ngempela uzothola ukuphumula kwesabatha .thank you Jesus thank you Lord .

  • @user-yo6um9xv3o
    @user-yo6um9xv3o23 күн бұрын

    Siyabonga kakhulu sisi ngobufakazi bakho , buyangiqinisa kakhulu okholweni , qhubeka uhlale enkosini ungesuki

  • @ChleKhumalo
    @ChleKhumalo24 күн бұрын

    Baty o Dokotela ayaqaqeka after 5years uzobathola if eqaqeka baningi abaythole nga two nga three bga one nalendoda ayibekezele ngoba iyakuthanda kuzolunga kobabuhlungu uma usukhuleliswe omunyumuntu ngoba usazomthola ngikufisela inhlanhla

  • @user-vh7bf5md5x
    @user-vh7bf5md5x23 күн бұрын

    Ay impilo inzima Jesu😢😢

  • @thabilemkhize2585
    @thabilemkhize258524 күн бұрын

    Some people/ families are cruel 😢shame. After ukuzala kangaka and UMdali enze ngentando yakhe bese bekuqedela ubuhlungu obungaka. Kulungile sis Unkulunkulu unohlelo lwakhe mthembe uJehova akukho Lula kodwa kuzolunga😢😢

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma723023 күн бұрын

    eish kubuhlungu yazi kwakumele uvume shym ayi nokusindiswa kuyamosha ...ngesinye iskhathi if ushadele lapho kukholelwa emadlozini

  • @gettymoyo914
    @gettymoyo91424 күн бұрын

    Mmm ngathi ibuhlungu lendaba

  • @businzama6939
    @businzama693923 күн бұрын

    Phephisa sisi kubuhlungu ukuthi umuntu okufanele ngabe uma nawe enhlungwini odlula kuyo kodwa kube uyena ohlangana no mndeni wakhe ngawe uNkulunkulu akudlulise kubo bonke ibuhlungu odlule kubo usuke enecebo uma ekudlulise ezimeni

  • @KennethMdlalose-ei5on
    @KennethMdlalose-ei5on22 күн бұрын

    Lento yokuvala inzalo. Ukuphikisana nomdali nabaphansi ngba ushadile kwakumele usebenzise ezinye indlela

  • @user-fx3wo5tb8c
    @user-fx3wo5tb8c22 күн бұрын

    Kwabanzima cici kodwa okwenzalo wazidalela inkinga ayikho indoda engabekezelela umuntu ongeke esakwazi ukuthola abantwana

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma723023 күн бұрын

    dudu cc kubuhlungu ...i wander uphi lona ayesemshadile wayengamncwabi ngani

  • @ThembiMasete
    @ThembiMasete23 күн бұрын

    Phephisa inkosi ikhona

  • @sibanganiaromolaran7524
    @sibanganiaromolaran752422 күн бұрын

    Pho utholakala njani ungelafoni Cc

  • @jackiemoloi6406
    @jackiemoloi640624 күн бұрын

    Now where is the new wife then

  • @UThixonoHambo
    @UThixonoHambo23 күн бұрын

    Singamthola njani uSisi uhlala kumaphi ama shelter

  • @ntombifuthimthabela5670
    @ntombifuthimthabela567024 күн бұрын

    Eyi isono ,hhayi cha kunzima

  • @ThembiMasete
    @ThembiMasete23 күн бұрын

    Phephisa girl

  • @jackiemoloi6406
    @jackiemoloi640624 күн бұрын

    U thank God because your divorce was made from heaven everything happened to you it's not ur choice please keep on praying we will pray with u

  • @ChleKhumalo
    @ChleKhumalo24 күн бұрын

    Phephisa sisi kwabuhlungu

  • @kingdom3834
    @kingdom38346 күн бұрын

    Did not your husband marry another wife after you left? I don't understand why they made you to bury your ex husband.

  • @khumbulanimbanjwa5350
    @khumbulanimbanjwa535024 күн бұрын

    Ncese Mama ikhona lento yokuthi kuxabane inkolo nesiko ilapho lawagaxela khona noMkhwenyana kumele abenomndeni Sisi. Kungconukuthi wavuma wakwelamanisa umkhwenyana wenziqiniso ngokucela kuwena. Manje ngoba sowakhishwa kini ijumpile. Xola Sisi uphile nje uthandaze ubuye uye kubokaMkhwenyana osewowakhona no way back la kithi MaZulu ncese Mama. Abakini babekhuluma iqiniso ungabazondi isiZulu sishonjalo

  • @user-hi8lv1zb9z
    @user-hi8lv1zb9z24 күн бұрын

    Ubaba kaz washona esemzalisile yin lomama omncane owazophula locc inhliziyo!!!?

  • @MlungisiNgwenya-pw1cl
    @MlungisiNgwenya-pw1cl24 күн бұрын

    Sorry cc unkulunkulu akupholise ngiyazi kunzima

  • @gettymoyo914
    @gettymoyo91424 күн бұрын

    Shame sorry Sisi ngiyazwelana nawe

  • @user-ho8uu8wl5r
    @user-ho8uu8wl5r24 күн бұрын

    Sorry cc kubuhlungu nkoc yami

  • @QueenZan
    @QueenZan24 күн бұрын

    Sisi ungabuyela esibhedlela ubacele bakhulule amafindo ( to reverse the sterilization).

  • @SimangeleMsomi-ed9bf

    @SimangeleMsomi-ed9bf

    24 күн бұрын

    Ngicela ukubuza cc kuyenzeka na? kumele ngibuyele esbhedlela engavala kuso noma?

  • @QueenZan

    @QueenZan

    24 күн бұрын

    @SimangeleMsomi-ed9bf yebo buyela kuleso sibhedlela owavala kuso or Uma ngabe ulana egoli kumele uthole incwadi kadokotela akucelele ku Steve Biko department ye gynecologists. Ngikufisela impumelelo.

  • @SimangeleMsomi-ed9bf

    @SimangeleMsomi-ed9bf

    24 күн бұрын

    @@QueenZan ngiya Bonga ngizoya cc🙏

  • @SikhumbuzoSifisoGumede
    @SikhumbuzoSifisoGumede23 күн бұрын

    Ungazosijwayela kabi wena akukhona etendeni lapha uzosifundekela ngosindiso lwakho. Phephisa ngabantwana bakho ave kubuhlungu

Келесі