DEAR MABONAKUDE 📺 EP 1|Ngafica uNkosikazi wami Elele nendoda embhedeni wami Ngilaphe isilonda

Ойын-сауық

IDear Mabonakude uhlelo olukhuluma ngezinkinga ezibhekene nabantu.njengoba siyaye sibhalelwe abantu ngenhloso yokucela usizo befuna ukuthola izixazululo kwizinkinga zabo noma kulokhu abasuke bebhekene nakho empilweni.okungaba isigameko esake samehlela manje akasazi ukuthi enzenjani ,thinake as IDear Mabonakude singenelela lapho.njengoba Sisebenzisana nethimba elibhekelele ukwelapha abantu ngokomoya okuba Motivational speaker & Counseling officer. Kulula kakhulu uma nje unodaba ofuna ukulixoxa nathi xhumana ne dear Mabonakude sizobe sesikushayela.inhloso yethu ukuqinisekisa ukuthi abantu bayakhululeka futhi bathatha izinqumo eziya phambili ngempilo yabo.
Kulula kakhulu sikhona ezinkundleni zokuxhumana.
Search account on Facebook : Lungelo Zulu
Page: Select africa TV
Contact number : 0729760284
Email : lungelozulu1070@gmail.com noma selectafricatv@gmail.com

Пікірлер: 133

  • @sifisonyuswa3353
    @sifisonyuswa3353Ай бұрын

    Bhuti wami ngiyakuhlonipha futhi uyisibonelo esihle kwamanye amadoda. Unkosikazi uyiGUGU endodeni.Ayikho indoda eke icabange ukuthi unkosikazi emlobolilr angaphinde ambathe noma ajole nenye indoda. Abafwethu abahlale bazi ukuthi uma uthandana nonkosikazi womuntu usuke lowomuntu umuphuce konke okuyigugu lakhe kwawena okwenzayo usuke ubeka impilo yakho engcupheni. MSAKAZI ngicela asizwe ngezeluleko zengqondo ubhuti lento iyayilimaza ingqondo endodeni.

  • @phindilezinhle5254
    @phindilezinhle5254Ай бұрын

    Wenza kahle wathu yadla umnikazi wayo indaba

  • @BusiDludla
    @BusiDludlaАй бұрын

    Umsebenzi wenu usezingeni ungathi ngibuka show Max or Moja Love

  • @dududube-kx9fg
    @dududube-kx9fgАй бұрын

    Unembeza udla umnikazi🤞

  • @NkululekoJunior-iy5uu
    @NkululekoJunior-iy5uuАй бұрын

    ❤ NGAYITHANDA INDLELA OWAYI SOLVER NGAYO LENDABA OKWAKHE LOKHO AZINQUMELA YENA

  • @user-ul8ri1vu6i

    @user-ul8ri1vu6i

    24 күн бұрын

    Waba indoda

  • @DanisileDludlu
    @DanisileDludluАй бұрын

    Ngiyakubonga bhuti ngokungalawulwa inhliziyo uyindoda nami bengingenza njengawe

  • @NonhlanhlaMASHEGO
    @NonhlanhlaMASHEGOАй бұрын

    Uyindoda u deserve a bells

  • @mcebza_ngb
    @mcebza_ngbАй бұрын

    Wathatha isinqumo esihle kabi umfwethu, okunye ke okomnikazi wendaba

  • @user-kh7qq6xx6l
    @user-kh7qq6xx6lАй бұрын

    Wathatha isinqumo esilungile kakhulu ngoba ukuba wamshaya wawuzoboshwa

  • @DanisileDludlu
    @DanisileDludluАй бұрын

    Mina njengomuntu wesifazane ngoba yimi engenze uwrong bengiyohamba ngiyishiye indoda ngoba ngenze uhlazo siphingelani bakithi 😮

  • @malwandevutha752
    @malwandevutha752Ай бұрын

    Indlela ofunda ngayo bafo🔥🔥

  • @sindisiwe5407
    @sindisiwe5407Ай бұрын

    Awu nkosi yami ujehova akubusise kakhulu mntanami uzamthola owakho ngihleli ngikhuthaza lokhu ingane zami nanzo ngafana nje mntanami well done 👏 ✔️ ♥️

  • @user-jd1rq4un6f
    @user-jd1rq4un6fАй бұрын

    Ngiyamncoma ubafo.ngokuzibamba ukhulile uyindoda❤

  • @LindiweMaphanga-fg7hd
    @LindiweMaphanga-fg7hdАй бұрын

    Uyindoda emandodeni bafo abasekho abafana nawe❤uyi hiro 🤞💪

  • @bonginkosimyaka6223

    @bonginkosimyaka6223

    29 күн бұрын

    Waze wambhuqa bo! Uyindoda ngokufetshelwa? Wow! Kuyasho ukuthi ungumuntu wesifazane (selfish)

  • @NonhlanhlaCatala
    @NonhlanhlaCatalaАй бұрын

    Kuhle owakwenzayo

  • @samuelmbokazi2318
    @samuelmbokazi231826 күн бұрын

    Wenza kahle u BABA wathula.umfazi oshashayo wenze kahle wazibulala.

  • @user-jd9zo6hi6k
    @user-jd9zo6hi6kАй бұрын

    Mfo ungazigxilazi ngalutho wenza okufanele umthetho uvikela abafazi kunathi ubuzomxolela nikhulume ube.ngeke ayeke ubufebe bunjengelumbo isilonda esingapheli bebazoshitsha indawo baxubeke.ngamanyala abo ngikuthulela.isigxoko umuyeke umphingi abulawe izono zakhe🍾🏆👍

  • @SyabongaDjawthieee

    @SyabongaDjawthieee

    Ай бұрын

    This guy read down I think someone send her this text

  • @gabisilengwenya-mu7gi

    @gabisilengwenya-mu7gi

    Ай бұрын

    ​​@@SyabongaDjawthieee kuyashiwo nje ukuthi abantu bayababhalela, what do you expect? Because lo mlisa ufunda I story sa anonymous obhalile.

  • @clivencube3951

    @clivencube3951

    Ай бұрын

    Abesifazane banamalungelo futhi lawo malungelo abenza babe namagunya ukwenza ixinto ezibucayi- ubufebe! Thina njengabantu besilisa we are broken inside..... We are deeply hurt ngenxa yabesifazane esibathandayo as our soulmates/wives. Mý 2cents worth, thina madoda ought to love with our minds and not with our eyes & hearts! Again, a wedding ring doesn't make a bitch holy! She will remain a bitch noma esemzini. For peace, don't kill, mbuke uzithulele aze azibulale. Big up anonymous!

  • @user-gn2jd3xl8b
    @user-gn2jd3xl8b29 күн бұрын

    Amathanga ahlanzela abanganabhodwe.

  • @NduduzoZulu-ko2jm
    @NduduzoZulu-ko2jmАй бұрын

    Syabonga ngohlelo olakhaya noluzosiza abantu

  • @SisandaMatata
    @SisandaMatataАй бұрын

    Yhoo Ave libuhlungu iswazi longathethiswa😢

  • @SibongileNdwandwe
    @SibongileNdwandwe28 күн бұрын

    Wenza Kahl cbari wazithulel, waze wasiphoxa u cc wethu yhoooo phephisa mfth ahlanzel abangana mabhodwe. Waba brave mfth u strong uyakwaz ukumelana nezimo ezinzima. Ulungil lowazibulal bevele ezenyanyile izingane zakhe ngamanyal awenza, sizwelan nawe bhuti.uyindoda emadodeni 💪💪💪

  • @SelectafricaTV
    @SelectafricaTVАй бұрын

    IDear Mabonakude uhlelo olukhuluma ngezinkinga ezibhekene nabantu.njengoba siyaye sibhalelwe abantu ngenhloso yokucela usizo befuna ukuthola izixazululo kwizinkinga zabo noma kulokhu abasuke bebhekene nakho empilweni.okungaba isigameko esake samehlela manje akasazi ukuthi enzenjani ,thinake as IDear Mabonakude singenelela lapho.njengoba Sisebenzisana nethimba elibhekelele ukwelapha abantu ngokomoya okuba Motivational speaker & Counseling officer. Kulula kakhulu uma nje unodaba ofuna ukulixoxa nathi xhumana ne dear Mabonakude sizobe sesikushayela.inhloso yethu ukuqinisekisa ukuthi abantu bayakhululeka futhi bathatha izinqumo eziya phambili ngempilo yabo. Kulula kakhulu sikhona ezinkundleni zokuxhumana. Search account on Facebook : Lungelo Zulu Page: Select africa TV Contact number : 0729760284 Email : lungelozulu1070@gmail.com noma selectafricatv@gmail.com

  • @xolisilemkhwanazi-ol9hn
    @xolisilemkhwanazi-ol9hnАй бұрын

    Wenza kahle kakhulu bhuti wazthulela wazijezisa yena ngoba ukube wa jeziswa. Vuwe ngabe usejele manje noma ubulawe umphakath

  • @sinethembandaba-qp4lq
    @sinethembandaba-qp4lq5 күн бұрын

    Lobhuti akanacala that's all i can say ... umfazi wabulawa izenzo zakho hay izenzo zabhuti .

  • @samuelmbokazi2318
    @samuelmbokazi231826 күн бұрын

    Mine ngibonga ukuthi azibulale leli lokuhlukana angilithandi i divorce,ngani na lesigangi besizothola u 50 percent cabanga ke manje ufake idada embhedeni aphinde amudle u hhafu wemali.I DLOZI LA BABA LIHLE.

  • @businzama6939
    @businzama6939Ай бұрын

    Mmmm bhuti wena ungazisoli awenzanga lutho kuyona yonke lento unkosikazi wakho wazishayelwa unembeza nje wabona kungcono sthathe IMPILO YAKHE futhi wenza sho ufuna ukuzitholela iqiniso

  • @tsepongongoma6768
    @tsepongongoma6768Ай бұрын

    Eyi yaze yabuhlungu indaba. anonymous had to come back home to sleep in the same bed where he saw his wife having sex with another man just that alone is to much. This guy was damaged beyond comprehension its sad the kids lost a mother and the man his wife. We can analyse all we want but this man went through the most and its sad how the trauma he went through is down played eyi kunzima ukuba indoda. Eyi uqine anonymous nawe wenza owawu kwazi ukuthi ukwenze kulokhu owawu bhekene nakho you are not to be blamed lapha. After facing this trauma now he has to sholder the suicide yet again ayi kunzima.

  • @ThelmaMnisi-fk1ri

    @ThelmaMnisi-fk1ri

    29 күн бұрын

    Mnaketfu vele ngesintfu ingulube aygezwa watisita wabindza ngobe abetakuphendvula Kabi uze uphunyuke uboshwe njengobe abesakugolomba afuna kuchilitela liphutsa lakhe kuwe

  • @fisanizondi951
    @fisanizondi95129 күн бұрын

    Ngiyakuxhawula ndoda lo wabulala ngo poison wakhe wayethi uhlakanphile, ngoba noma ubaba esesolile waqhubeka waphinga emzin wakhe, ekamelwen lakhe embhedeni wakhe wayethi kuzokwenzakalani,I salute you broer 💯

  • @sethembilengidi3495
    @sethembilengidi3495Ай бұрын

    , eyi ukujola uShadile Kuyafikwa ke lapho Kuhlukumezeka nengane Ubhuti wakhuzwa uNkulunkulu ophila kuye Ngoba nomthetho ubuzobuka Ngakumame ukhohlwe ukuthi we re All Human Big up ngokuthi zinqanda

  • @user-hw5is1ii9m
    @user-hw5is1ii9mАй бұрын

    Ufundile ndoda Yaz!!❤

  • @NtombiBhengu-c7d
    @NtombiBhengu-c7d21 күн бұрын

    Abanye abantu abazazi bafunani and lo bhut akuselula athembe umuntu wesfazane kdw wenzise okwendoda wangathatha isinqumo ozozisola ngaso

  • @bhekinkosisithole7441
    @bhekinkosisithole7441Ай бұрын

    U r the man brazo kuyafana noma ungatshela abantu bakubo noma bakini bazolokhu bekuzwela beblame nomfaz kodwa bekutshele mxolele u did a rt thing brazo by keeping quiet mina nganobadubula om sure

  • @CNK358
    @CNK35824 күн бұрын

    Good brother you did very well

  • @OscarSimelane-zc1os
    @OscarSimelane-zc1osАй бұрын

    Waze wayindoda ba i salute you 🙏

  • @user-ry4ww4ku3k
    @user-ry4ww4ku3kАй бұрын

    Isenzo sakho mf2 sizinkomba zobudoda ,cha mina angikusoli ngowakwenza wenza okufanele ,lento ayikhulu futhi icala lokuphinga alithethwa kungcono uthathe umunye ekhona lapho ekhaya.

  • @NokwandaQwane
    @NokwandaQwaneАй бұрын

    Udinga icouncelling lomfana akukho okubi akwenzile kwakufanele umfazi abaleke emzini aye kubo ayoziceba khona kuze azoxoliselwa ngokwesintu ahlawuĺe umuzi wendoda sekuyoba kuye ke ukuphinda embathe kulowo mfazi .Ahambe ke indoda uma ingamxolelanga.Hai le.yokuzijezisa elimaza iingane zakhe.

  • @SyabongaDjawthieee

    @SyabongaDjawthieee

    Ай бұрын

    Akusiye lona uyafunda yena

  • @ThembeniAletta-cw8vo
    @ThembeniAletta-cw8vo23 күн бұрын

    Abantu abanye abazazi bafunani

  • @NethezekaTV
    @NethezekaTVАй бұрын

    TV yasekhaya lena🙌

  • @KennethZungu-xe9wo
    @KennethZungu-xe9woАй бұрын

    Good decision

  • @user-jj9tw6wz7p
    @user-jj9tw6wz7p27 күн бұрын

    Yebo sisi ngiyakuzwa nvokufunda wakho, kodwa ubhuti wayezolahlekelwa kabili, usisi ezozuza kabili, uphingile azuze kwi dirvoce ethola I share yakhe ebe onile.

  • @InamandlaMpanza-yx7np
    @InamandlaMpanza-yx7npАй бұрын

    Eish bhuti wami ibuhlungu into obhekene nayo okubuhlungu kakhulu ukuthi angenke usakwaz ukuthemba umuntu wesifazane ngizwela neyngane zakho nje ngayoyonke lento Engathi ungasheshe uphole bhuti yize kunzima ,uqhubeke unikeze iyngane zakho uthando

  • @dobe4894
    @dobe489427 күн бұрын

    Eeeish man u so brave

  • @bhekinkosisithole7441
    @bhekinkosisithole7441Ай бұрын

    Yiyoke leyonto ufoke ufetshelwe bese wena thiwa hamba kupsychologist😢

  • @user-wi3qz8vw5i
    @user-wi3qz8vw5i29 күн бұрын

    Ungazisoli bhuti wenzakahle wazithulela idleyena intoyakhe

  • @user-qg6fk4xt5b
    @user-qg6fk4xt5b24 күн бұрын

    Angisiboni isidingo sokuthi uzibeke icala bhuti awunacala umuntu onecala unkosikazi wakho owathatha isinqumo sokuthi azibulale

  • @ThelmaMnisi-fk1ri
    @ThelmaMnisi-fk1ri29 күн бұрын

    Bhuti ngesintfu ingulube aygezwa nekubindza kuyamakha umuntfu ngobe abesakugolomba afuna kutsi umbeke sandla uboshwe khulekela kuphola nekuthula emoyeni Simakadze akwentele umusa

  • @user-fq6fz6hb3y
    @user-fq6fz6hb3y28 күн бұрын

    Cc mina ngyala inhliziyo ayiphakelwa unkosikazi uselfish ungeke urhi wonile ufune izinto zenzee ngendlela yakho ubhuti kwakumele amukele lento ngoba waymdelela eletha indoda kaningi endlini afune ubhuti axole nje kalula it takes time to heal kwakumele amnile ithuba naye akhombise ukuzisola ngezenzo indoda yayzoxola bese ikwaz ukukhuluma wadlala ngokulunga kwendoda yakhe yena wayengafuni nganike umuntu ozobahlanganisa afune ubhuti wabantu avume noma yini kushuthi losisi kade ezidlalela ngalobhuti asheshe axole nakulokhu okukhulu kangaka mfethu phola kwakuvele kungeyena owakho ukube kwakungowakho wayengeke alethe indoda ephindelela emzini wakho then azibulale ngoba ehluleka ukulinda kwakukukhulu ukuthi usadla ukudla endlini usalala kuwo lowombhede kwakumele abone ukuthi udiniwe kodwa kuzodlula wahluleka ngoba vele yena ubefuna kugcine yena yaz ozwilakhe abalawuleki ababoniseki bahlala beryt noma bewrong bhuti wam thandaza uNkululunkulu akahlulwa lutho akuphe unkosikazi ongeke adlale ngokulunga kwakho nozophatha kahle izingane zakho .

  • @user-tm8fm1zi3y
    @user-tm8fm1zi3yАй бұрын

    Uyibulele umfazi ngenxa kanembeza ubumlahla,yini ebimenza aphinge ngoba yonke into izwakala ihamba kahle Khululeka bhuti wenze okufanele awonanga ngikuthula

  • @NokulungaVelile
    @NokulungaVelileАй бұрын

    Wenza kahle ubhuti wayithulela😮😮 ngabe ukudilik jele

  • @busisiweradebe499
    @busisiweradebe499Ай бұрын

    Hmm kunzima isiphetho kuba yileso nje ngike ngezwa ngalodaba oluthi lufane bagcina ngoku zibulala benga xoxanga

  • @PhindyMpofu
    @PhindyMpofuАй бұрын

    Wenzakahle wazibulala yena

  • @ntofontofo6819
    @ntofontofo6819Ай бұрын

    Wathatha isinqumo esihle yena wayeselahlwa unembeza ukuthula nje kuwumuthi omuhle kabi uthi uJesu anothula mina ngizonilwela

  • @sabeloMyeza-rg5hl
    @sabeloMyeza-rg5hlАй бұрын

    Your reading ❤❤🎉

  • @zithinigums565
    @zithinigums56526 күн бұрын

    Uma nikholelwa kwisintu ukungakhulumi naye kodwa wena uzosala necala lokuthi wenze uxolo yena ebe engasekho .

  • @mfuphimabhungu2180
    @mfuphimabhungu2180Ай бұрын

    Nami ngingathula

  • @user-vr4ls2vg7e
    @user-vr4ls2vg7eАй бұрын

    Kodwa phola bhuti lapho uyindoda awutatazeli nhiyazi kwababuhlungu kakhulu 😢ish

  • @user-or6gb1ny9d
    @user-or6gb1ny9dАй бұрын

    U did the right thing

  • @user-vr4ls2vg7e
    @user-vr4ls2vg7eАй бұрын

    Kubuhlungu kakhulu kodwa waba yondoda bhuti kodwa ngabe kwabancono kuba wabikela abakubo unkosikazi ahlawule nkosikazi nabomndeniwakhe bese ayamxosha ngabe uhlezi kubo nje lonkosikazi noma kubuhlungu futhi nakhona 😢ish nami maybe ngakwenza lokho akakwenza ngoba umuntu uzwile buhlungu ngenke kufane nomuntu ongabuzwanga ozokutshela nje kalula 😢

  • @bonginkosimyaka6223

    @bonginkosimyaka6223

    29 күн бұрын

    Lensizwa yehlelwa yisehlo bakwethu akesibe nonembeza abaphilayo . Lonondindwa akazihambelanga ngani abuyele kubo? Angithi ukube wabadubla ngabe niyakhala futhi?

  • @ZamaSinethemba-sg7zr
    @ZamaSinethemba-sg7zrАй бұрын

    Mmmmmn😢lwaze lwabuhlungu udaba Luka anonymous 😢 kodwa wenza kahle wangenza intembi

  • @user-ho8uu8wl5r
    @user-ho8uu8wl5rАй бұрын

    Khona izinto okunzima ukuzikhuluma uke uthi uthatha isikhathi ungayikhulumi kodwa noma isikhathi singaside kangakanani ubuhlungu buyavuka uma ukhuluma naloyomuntu kugcine kunexhabsno

  • @NomaAfricaNonana
    @NomaAfricaNonanaАй бұрын

    Hay ibuhlungu indaba endingakusho nje mina uBhuti wenze into entle kakhulu ngoba uba wayebabulele ngeba waboshwa

  • @sikhumbuzomahlambi5541
    @sikhumbuzomahlambi5541Ай бұрын

    Wenza kahle...akahambe aye lapho kwesimnyama isgangi leso

  • @sbusisoqmbhele3665
    @sbusisoqmbhele3665Ай бұрын

    Hai ngavele ngayithanda same time le channel yeyiiiii ivuthiwe inemfundiso enhle ngiyilandela impela ke lena .

  • @BongiweGladysNkosi
    @BongiweGladysNkosi25 күн бұрын

    Haibo lendioda echitha imiziyabantu aniyimbanakanyingani,wenzekahle wangambeka icala ngabe usuboshiwe ngifuna ukuthi awunacala mtanami,😂😊

  • @khethahmzolo6026
    @khethahmzolo6026Ай бұрын

    Kwakufanele ekhiphe ifoni ebashuthe

  • @busisiweradebe499
    @busisiweradebe499Ай бұрын

    Bhuti udinga i counseling uzodlulisa. Sibi lesenzo

  • @ThaboLochenberg
    @ThaboLochenbergАй бұрын

    Wenza kakuhle uBafo and ngumntu one oneLucky mostly azibambeki izinto ezinje mpilontle bra

  • @Tholakele-ed1pi
    @Tholakele-ed1pi22 күн бұрын

    Bhuti sihle isimqumo owasithatha kufanele uthole canselling nje ukuze kuzodlula ngoba ubisi oluchithekile ngeke lusabutheka uphole nje

  • @EdwinMoyo-re6tw
    @EdwinMoyo-re6twАй бұрын

    Umama esenzile leso senzo asenza, ebona uBaba ethule ngalolu daba alwenza umama, kwemele nje umama aye kubo ayovuma iZono zakhe kumdeni wakhe, bese benza ke abakubo bezo xoxisana neNdoda KaMama, ngabe yakhulumeka lento kodwa vele eyokuxola imamukele ekhaya kwakuyoba nzima kakhulu, kodwa ukwehlukana sebekhulumile ngayo kwakuyosiza kakhulu, unqondo wokuzibulala bungeke ubekhona. Kodwa leyo yokuthi umama waqhubeka esekhaya noma onile phinde futh athi abakhulume ngaleyo nto, kwakunge wona umbono omuhle lowo ngoba vele yayingeke iphethe kahle bobabili. Umama nje wathatha isinqumo esimbi kakhulu sokuqhubeka esekhaya nokuth aphethe ezibulele.

  • @nomathembangcongo9457
    @nomathembangcongo9457Ай бұрын

    Yaze yabuhlungu indaba ngithanda isibindi salobhuti unembeza wadla umniniyo.Presenter ngiyayithanda indlela ofunda ngayo

  • @dumisanimkhize8712
    @dumisanimkhize8712Ай бұрын

    Ay khona wathatha isìqhumo esihle why ngisho njalo so ukutyy ukuthatha into nĝenhliziyo bekuzodala ukùthĥy uboshwe ushiyè izingane zakho

  • @user-tj1kn9gb9v
    @user-tj1kn9gb9vАй бұрын

    Kwakufana kodwa noba wayedivocer ubhuti bezozibulala usisi ngoba naku ezibulele ku shukuthi ebengeke azibulale bezogoduka ayekubo Manje uncamela ukuzibulala ngoba Uma bengakhulumisani ubone nje ngento ephelile leyomshato angakwazi kumelana nokuphela kwalomshato ucc wangenwa ngusatane

  • @AlbertMpofu-qw1gr
    @AlbertMpofu-qw1grАй бұрын

    Wenza kahle umfowethu nami ngingumuntu othulayo ngibukele kodwa lokhu akukhunywa akukho Lula,,, nami akekho engimthembayo

  • @khanyisasduna8238
    @khanyisasduna8238Ай бұрын

    Kwaze kwababuhlungu ke bhuti kodwa ungamsoli nkulunkulu ngokuhamba konkosikazi wakho emhlabeni yena nje ebengenayo inhlonipho ngekhe phela lale nendoda embhedeni wendoda yakho

  • @user-jd1rq4un6f
    @user-jd1rq4un6fАй бұрын

    Sicel nisiph,amanumber kamama uNokuthula

  • @user-ih5rr2vj1l
    @user-ih5rr2vj1lАй бұрын

    Khona maziyo yenzenjanganobhuti nayo lomfaz wagcina ngokuzibulala wenake wazikhunga umjida wamficaselenga edlini

  • @user-wu8sn6mw4w
    @user-wu8sn6mw4wАй бұрын

    You did a good job Bru .... Nomufi wenza kahle... Ubezo Bulala wena nendoda yakhe I'm a married lady but ur wife ws dangerous to u

  • @SphamandlaMjoli-jk6ox
    @SphamandlaMjoli-jk6ox29 күн бұрын

    Wenz kahle ubhuti itlingu idla umnikazi

  • @thomasmkhabela
    @thomasmkhabela29 күн бұрын

    We should never blame the guy. He did what he thought was the best. The lady did what she did intentionally. Had he took a different decision perhaps by now he would have been in jail for killing his wife and her boyfriend or worse even killed his whole family and then himself.

  • @SiznemCreations
    @SiznemCreations28 күн бұрын

    Mina bengizothi anonymous Linda last born Abe na 18 years or more ubaqoqe abantwana ubatshele cause mama wayesefisile ukuth nabo bambone ubuze ngenxa yemithwalo ...llaphe khona namanje usathwele uzokwethulwa wukuthi utshele abantwana usumxolele umama nabo ubanike isthuba ukuthi bamxolele bese niyamhlambulukela nonke nimenzele umsebenzi wakhd wokuqala senimhlambululukele

  • @user-ln6rf7mt9j
    @user-ln6rf7mt9jАй бұрын

    Mina ngokwami sabasihle isinqumo sakho coz kuyacaca beningeke nizwane ugcina wenze isinqumo esi wrong bese uyaboshwa kugcono ngoba wazibulala yena not ngesandla sakho

  • @samuelmbokazi2318

    @samuelmbokazi2318

    26 күн бұрын

    Nami ngiyabonga

  • @SiyethembaShezi
    @SiyethembaShezi27 күн бұрын

    If the man was open to talk about it with his wife and they decided to have their ways separated, a wife would still demand her share of 50% benefits. Some of women are very selfish and cruel. Ngyamncoma kakhulu ubhuti ngesenzo sakhe sokungalwi ekbeni ayephethe ivolovolo

  • @SiyabongaMthabela-iq3hz
    @SiyabongaMthabela-iq3hzАй бұрын

    Mfowethu uyindoda engathi nabaye bengeza jengawe ayikho into erong oyezile kodwa angazi noba ubusalala yini naye

  • @user-jj3gr5uw3q
    @user-jj3gr5uw3qАй бұрын

    Yati lentfo.lowayenta bancane bebangayenta lomunye sbetabfubula nobabili leso skhatsi

  • @charlottematseliso5450
    @charlottematseliso5450Ай бұрын

    Uyindoda ngikuthulela isqoko kahle kahle uyindoda enekuthula ewuthandayo umndeni wayo wenza kahle wakhetha ukuthula kepha manje udinga icounceling

  • @MenziSithole-jo9ll
    @MenziSithole-jo9llАй бұрын

    Yaze yabuhlungu indaba kodwa ngicela ukubeka owami umbono hlampe ohlukile indoda imushaye ngoswazi olunzima umkalo angimusoli futhi wayevikela isthunzi sakhe nobuhlungu abuzwile kodwa owesifazane wahlulwa into encane nje kwakumele agoduke aye kubo ayoziceba kubazali bakhe abachazele ukuthi wenzeni emzini wendoda abuye esebuya nabàzali kanye neNkomo yokuzogeza umuzi wendoda kuhlalwe phasi ikhulunywe umndeni koba wesehlulekile ukuyikhuluma nomkhwwnyana wakhe.

  • @bonginkosimyaka6223

    @bonginkosimyaka6223

    29 күн бұрын

    Inkinga laba abacabangi

  • @samuelmbokazi2318

    @samuelmbokazi2318

    26 күн бұрын

    Kwakungeke kulunge isemthanjeni lento yokuganga ABEZOPHINDA FUTHI.

  • @user-ui5th4jx6k
    @user-ui5th4jx6kАй бұрын

    No lo sisi nje uyena owaye wrong futhi uSelfish nje uzicabangela yena yedwa..kahlekahle umuntu okwakufanele afune usizo ilo cc ....this man has all right to keep quiet oo cc waba selfish..wazicabangela yena kuphela not her kids and her husband.. mnxaa

  • @user-ue4ry3dm6t
    @user-ue4ry3dm6tАй бұрын

    Wenza kahle lobaba wangamlimaza lomama

  • @KennethZungu-xe9wo
    @KennethZungu-xe9woАй бұрын

    Nokthula i want your book

  • @user-tv6be6mr3c
    @user-tv6be6mr3cАй бұрын

    Nakhona isisho sithi akukho nyoni yakhohlwa ikukhala kwayo, okusho beyo kwenza fut ngelinyi langa

  • @sylvestermhlongo2455
    @sylvestermhlongo2455Ай бұрын

    Mama ube selfish, uhlukumeze ndoda sekebuya futhi uhlukumeze izingane, bekufanele alinde until I ndoda to heal, bekungekho Lula kumyeni wakhe ukuvele aphole moyeni, hayi ngesikhathi sakhe umfazi, ephingile and endlini, Cha bakwethu she was very much selfish. Akathole usizo ubaba nezingane mesezikhulule zinga chazelwa okwenzeka

  • @Deanphineasmukwevho
    @DeanphineasmukwevhoАй бұрын

    Eish it happened to me from JHB while working as a guard from Adt security I shoot the wall,,, with my company gun and the security guard from the gate says the lady said she stays with her uncle. Abafazi baya Hola strong. I'm fed up.

  • @servantofgod4311

    @servantofgod4311

    Ай бұрын

    Askisi bhuti, uncono akufanga muntu😢

  • @user-cf3iq3wb3q
    @user-cf3iq3wb3qАй бұрын

    If ufuna ukubhalela kuleshow wenzanjn ?

  • @ZebonaDlamini-oj2hh
    @ZebonaDlamini-oj2hh26 күн бұрын

    Wazisiza lobaba kuthula kanjalo ngiyithanda lento yakhe ayenza

  • @teachersikhumbuzomoyo5419
    @teachersikhumbuzomoyo5419Ай бұрын

    Ngicela number zikamamaNokuthula

  • @user-ln3ye5sz1j
    @user-ln3ye5sz1jАй бұрын

    Wenza Kahle bhuti ngoba ukube wadubula wayezofa nawe uboshiwe ingane zisale dengwane zingenabani

  • @MandlaSithole-u3d
    @MandlaSithole-u3d29 күн бұрын

    This is 'The Suit' a short story by Can Thema. It's not real

  • @SiznemCreations
    @SiznemCreations28 күн бұрын

    Mina ngithi well done ku anonymous cause lento iveza lento women and children abuse ukuthi ivelaphi , lomlisa uyibeke obaaala and Mina I believe uNkulunkulu lo okhuluma nathi bantu besfazane......kusizani if bakhuluma cishe lomama wayeyom blame athi ufike khathele this, this and that efise ukuthi a understand u rubbish .....bomams asiziphathe kahle

  • @user-cf3iq3wb3q
    @user-cf3iq3wb3qАй бұрын

    Wenze kahle wathula awukho wrong bhuti

  • @vuyanimabaso6081
    @vuyanimabaso6081Ай бұрын

    Just finish what you started. Yenza i DNA test kulezo ngane. Ubone yini ukuthi zikhona ezakho na.

Келесі