The Bark Of The Tamboti Tree/ Ixolo Lomthombothi
Sicela izibongo sika Mhlangana umni/mna wesilo uShaka.
Isandla sedlula ikhanda🙌
Mieliście wspaniałego przywódce Godhwiniego Shwelithiniego któremu udało się kilka razy obronić Kr Zulusów przed Anglikami! Kocham Zulusów oraz Eswatini miłość z Polski! 🇵🇱❤🇸🇿
Ithi labo Abasembo inkilaytheka kwamaphumulo kwavumbu isgodi siyabonga ngomlandu wethu
Wena waseMbo 🙌🏻
Siyabonga Ka khulu 🎉🎉
Yikhoma elingididile ngizwe engathi UMntwana uMbuyazi uzalwa isilo uCetshwayo😂 yobe ngehlela ngezansi 🙏🏿
Ubaba ka Mbuyazi ne Ngonyama, uJininda omnyama uCetshwayo
Isilo sakwa NoDwengu
cha wethu bazalwa inkosi uMpande
@@thwishikatv obani labo?
UMntwana Mbuyazi neNgonyama uCetshwayo. 😅 cishe yimi ongafundanga kahle
@@thwishikatv lol kanti mina ngitheni kwi comment lami loku qala???
Nkabanhle!!!
Iqhawe elikhulu...Mkhatshwa🙏
WARRIOR
Shenge 🙌🏻
Ameni...ngiyabonga kakhulu....ukhokho wami lona...❤❤❤ Okuboshwe mhlabeni kuboshwe nase Zulwini. Akube njalo. SIzwe ngaye naye ebalwa...Ukuzwa nje ngaye kukhulu kithina. Ngiyabonga kakhulu...🙌 I Nyathematheza eyatheza langathez khona muntu..🙌.. uMvelinqangi ebakhumbule bonke ama Shenge. Imimoya yabo iphumule ngoxolo... Umlando wethu ubhlungu kakhulu. Ngithi nje...AMENI....🙌
Ukube uyavuswa muntu ngabe ngivusa umdlokombane.
Have Wena UyiNkosi uYeSabeka Ngikhothama kuwe Wena NDlovu Bayethe👏🏽👏🏽👏🏽👏🏽
Ovimbe ngamabele entuzuma, Wavimba ngamabele emthonjaneni.. wavimba nangamabele kweyophondo... Lapha mfowethu ingabe ziqonde ukuthini izibongo zendlovukazi... ingabe zikhuluma ngezikhathi zobuntombi bakhe (uxole bhuti.. ngyazithandela ukubuza mina)😅
Shenge !!!!
Thwishika!
Ihubo Elisho lapha😢
Asbonge qhawe
UMamonga wezinsizwa zakwaThulwana Umndanda koShabalala
Uzinto zakhe zomuka namanzi
Dingiswayo! wena woYengo!
KubengangeMzulu ngangaba yini😂😂😂
Balisho kamnandi😢 🫡
Ah! Ntaba🙌🏻
Ikumkani yohlanga eyakhula nabantu bulonye uhlanga... Iduna elikhulu likaHintsa, umagan'indlezana umavel'elunguzu nenci yeengcuka. USarhili yintsundu yoNomsa, inamb'enkulu eyabhijel'iHohita kuba ovuk'emini ekabonanga nto kuba akayibonang'inamba icumbuluka; udada ngesabhokhwe kumakhumsha kuba esithi siyawubanga lomthi kaBhokolo. Kumkani Sarhili: Aah! Ntaba!!!
bahlangana behlukana ngamakhanda osbhincamakhasana, beth ngeke sibuswe umfana... labhodl' ibhubesi lika mhlanganyelwa lathi lethani ibhantshi lika baba ubukhosi abukhulelwa
Love the chant at 0:24
they are chanting about King Senzangakhona.
Lithini leli hubo abalibubayo? Athini amagama?
UZulu ngeke akhonze kwaSoshangane! Kusho inqaba yethu kushinqaba yezizwe. Thina ngeke sikhonze kwaSoshangane. Kushi nqaba yethu kush’inqabayezizwe Ithi masikhonze kuSoshangane ngendaba yezmkhonto!
@@thwishikatv KwaZulu, safundiswa ukuthi umuntu uthi uyabonga kuye mayeku sizile. Makukhaye kwabaku fisela ukukhanya, kube mnyama kwabaku fisela ubumnyama. uVukayibambe kaMapholoba lo, uGobizizwe kaFezela, iFasimba elivumbuka emhlweni amadoda, iNdida-ndidane yeSalakutshelwa esehlula amakhanda ezizwe zonke, inhlwathi kaNswelazitha edela isiziba isonge amadoda agasela kwaJezangokwakhe. Kungashona ilanga. Ngyabonga nsizwa yakithi🙌🙌🙌
The 7th Zulu King
The 6th Zulu King
The 5th Zulu King
Why are your shields so small and why are your spears so tiny?
The Zulu Kingdom lasted from 1816 to 1976
What do you mean Nomndayi?
Mfowe2 mangingabuza lapha uyise kamntwana umnqundane yena ngabe ungumntwana wenkosi ujama ?
impela uNobhongoza okaJama
Cha inkosi yayinawo amadodana... ngangicabanga ukuthi inkosi yayine'ndodana eyodwa okuyinkosi uSenzangakhona
Where can I find the full version?
I'll upload it Mangethe, I just need to edit it
@@thwishikatvPhikela 😊
😃💯🤟👋
syabonga better understanding
kzread.infooXkasLdhMYk?si=VM-6qFisuR5X6SG3
Ngicela ukubuza ukuthi yindaba wenza umlando kaZulu ngesingisi??? 😳😳😳
zikhona ngesizulu Phakathwayo. Kunabaningi abangasazi isiZulu abafisa ukuzwa ukuthi kuthiwani
@@thwishikatv ohhh kuyezwakala ... zingezansi yini or a different channel? I'd like to hear them ngesiZulu especially zona lezi zakwa Ndaba
Zikhona la kuThwishika TV yehla nazo uzozithola
@@thwishikatv sengizitholile ngiyabonga kakhulu 🙌🏽🐆 ezika Queen Mtobiya engazifanisanga laphana kwisi Zulu, zikhonani?
Zikhona kulamaVideo amafishane
sukamadoda induna enkulu yakhithi koMthwakazi
Bayethe!!! Silo esKhulu
🙌🏽🙌🏽👏🏽
O GIDIZELA
Ungathi kuhlangene lezenkosi umzilikazi
Makwande kukhanye kuqhakaze nasekujuleni komsamo siyathokaza 👏🏿
Ndabezitha!
Aiy bhuti aiy whena amakhosi akubusise makwande mfowakithi
Zikhona lapha ezikaMdingi kaNogwiyela wakwaNdlovu ziyeza ke nezabanye Zingelwayo
Ngiyabingelela❤ ngicela izibongo zamakhosi akwa Ndlovu
Mfowe2 ngabe kusho ukuthini ukuba inkunzana emagobhoqwana
Mfowethu angiqiniseki kodwa ke ngizozama ukukutholela
Пікірлер