Zisuse umsindo izinqumo ze MK party kumalunga eqembu.

Пікірлер: 203

  • @zanelekhumalo9362
    @zanelekhumalo936212 күн бұрын

    Mina ngiya kuzwa Khomo Kumele sazi uNxamalala akafunwa futhi bojabula file. NGIKHU LEKELA IMPILO YAKHE. VIVA MKP VIVA

  • @brendamazibuko8456
    @brendamazibuko845612 күн бұрын

    Ababizwanga bazizele. Mabahambe abahambayo sosala siyincenga

  • @NobuhleMbizane
    @NobuhleMbizane5 күн бұрын

    Kumele sifunde ukulalela abaholi ngoba sekunamabanga asebahambile viva mk viva

  • @aubreymbatha1542
    @aubreymbatha154212 күн бұрын

    Evening guys, I'm MK member in good standing. I appreciate your discussion on this group chat. This discussion is somehow good but I think you are in a wrong platform. Kindly create a Zoom Meeting discussions since that'll privately serve as this exposes the organizational strategies. Please please please comrades, the enemies are taking advantages over this platform. I suggest that the host should try and organize the prospective discussions within the Movement. We can only use this platform to liaise the proclamations and preaching our policies. NGIYACELA MASOSHA...

  • @janheron9994
    @janheron999412 күн бұрын

    Ma MK angempela ngiyanithanda ngoba niyasi khulisa I also don't believe in the people saying they MK and doubting our leadership, I love this channel and nisasikhulisa bafowethu and siyanithanda

  • @sibongileviolet887
    @sibongileviolet88712 күн бұрын

    Ofuna ukuhamba akahambe FUSEG vele ababizwanga umuntu bazizele.

  • @mandlazikhali6420
    @mandlazikhali642012 күн бұрын

    Yinto yomndeni le ziyakhala manje

  • @cphokuhle5535

    @cphokuhle5535

    12 күн бұрын

    Bangaki abaka Zuma abase parliament?

  • @LettaMoholane-og6px
    @LettaMoholane-og6px11 күн бұрын

    Baba kgomo we mk Siya bonga ma u sivula amehlo kuthi imk ilikhays la bantu a ba mnyama.manje laba a ba ne ba funa kuthi imk i aziwe kuthi i party ye zimpi ba zwa ubuhlungu uma i mk ine discipline.ba zo nga mandla wonke guthi ku bonakale a ma cracks.manje comrades trust your leaders.we love umsholozi,we love mk,we want this organisation that is so much loved by visionaries grow and restore dignity to us the voiceless.thanks comrades look up to your leadership.we are far from KwaZulu Natal but we support mk because we trust Pjz umsholozi.do not be astrayed by Angels of doom to distabilize this giant that shocked the political arena.long live mk.😢

  • @mthombokazulu9113
    @mthombokazulu911312 күн бұрын

    Uma nje uyi Mk yangempela uzwa ngo Nxamalala 🤞

  • @lalalaphabnb6719

    @lalalaphabnb6719

    12 күн бұрын

    Somandla😢

  • @thandimasilela8947

    @thandimasilela8947

    11 күн бұрын

    😜😜😜😂

  • @nellysitshinga4535
    @nellysitshinga453512 күн бұрын

    U leader uthola imali from ANC every month end nina bo baba anitholi lutho nizondla ngani ingane zenu u leader ufina enye imali Nge MK 😂😂😂indoda isebenzela isisu sayo nizofa yindlala

  • @vuyokazimapatiyane4875

    @vuyokazimapatiyane4875

    10 күн бұрын

    Abazi kwalonto uba ubhathalwa yile Anc lo zuma wabo

  • @Brook-nx4rb
    @Brook-nx4rb12 күн бұрын

    Nyathela i kancane ma MK indlela inameva phambili kunesisiba

  • @NickymNkosi
    @NickymNkosi12 күн бұрын

    MKP IS OUR PARTY FOR AMERICAN CITIZENS VIVA MSHOLOZI VIVA

  • @user-lu2xt8cn2f

    @user-lu2xt8cn2f

    12 күн бұрын

    Americans 😂😂😂😂 ai mara

  • @NickymNkosi

    @NickymNkosi

    12 күн бұрын

    Sorry Africans citizens

  • @brendamazibuko8456
    @brendamazibuko845612 күн бұрын

    Inkinga yabanye abathi iMK bakhuluma too much bonke are leaders.

  • @ZwelinzimaMlalazi
    @ZwelinzimaMlalazi12 күн бұрын

    Thina asibizwanga 🖤🖤🖤💚💚💚💚

  • @ThobileNzuza-k5m

    @ThobileNzuza-k5m

    11 күн бұрын

    N ngaziyela mntasekhaya ngothando💚💚🖤🖤💚💚silapho nje asiyindawo

  • @AmonDelani
    @AmonDelani12 күн бұрын

    Kunjalo mk elihle..abantu abafuni ukuyilandela inkulumo.i mk ayilicishile icala.ikhiphe amaphepha ebiwafakile.e court.kunokushayisanayo emaphepheni.isazolifaka kabusha icala.kukhona esayokulungisa emaphepheni..I mk sifuna iliphethe izwe.ukuze sabahlali siphile kancono.alikho elinye iqembu ngaphandle kwe Mk.viva Mk.

  • @zandilepatience9219

    @zandilepatience9219

    12 күн бұрын

    Kwazise liholwa olunye uqweqe lezomthetho leliqembu Mr John Hlophe

  • @zandilepatience9219

    @zandilepatience9219

    12 күн бұрын

    Kwazise liholwa olunye uqweqe lezomthetho leliqembu Mr John Hlophe

  • @user-ru9jl3il2l
    @user-ru9jl3il2l12 күн бұрын

    Akusibo abantu be Mk labo abakhulumela safuthi .Niyongibuza ningiphale ulimi

  • @user-sx1we3ts4m

    @user-sx1we3ts4m

    11 күн бұрын

    Uqinisile lapo mntakababa

  • @NtokozoPearlKhaula-et3vi
    @NtokozoPearlKhaula-et3vi12 күн бұрын

    Amen 🙏 ma NK makubenjalo singajabulisi izitha.

  • @user-lu2xt8cn2f
    @user-lu2xt8cn2f12 күн бұрын

    Aniqale ngikubongela u Ramaphosa nimfisele okuhle sibone🤣🤣

  • @mandlenkosimbhense8511
    @mandlenkosimbhense85118 күн бұрын

    Ma MK ningakhohlwa bakhona abeze ngezinhloso zabo,zokubhidliza MK,bathungiwe,lana sizizele futhi asiyikhuseleni ma MK inhlangano yethu🖤💚🖤💚🖤💚🖤💚viva mk viva,asehliseni imimoya yingakho singalwanga sirojwa kuma votes,viva mk viva🖤💚🖤💚

  • @nelisiwekhanyile437
    @nelisiwekhanyile43712 күн бұрын

    Asibizwanga sizizele ayi futhi ngenhloso yezikhundla sofa naye ubaba viva MK viva

  • @user-ru9jl3il2l
    @user-ru9jl3il2l12 күн бұрын

    Makwamalunga eMK ayefuna izikhundla banomqondo wokugxeka omubi ongakhi

  • @Brook-nx4rb
    @Brook-nx4rb12 күн бұрын

    Mk ayifunwa abamhlophe ngakho Qaphelani ma MK kuningi kuyeza okunzima Be strong lalelani Msholozi nizoshayana ngamakhanda

  • @juliasindale9467
    @juliasindale946712 күн бұрын

    Siyabonga Msholozi usebenzile usazosebenza

  • @user-ob2zq1rn9m
    @user-ob2zq1rn9m12 күн бұрын

    Vivaaa Mkhonto wesizwe vivaaaa ✊✊✊

  • @rubylane9867
    @rubylane986712 күн бұрын

    Ma MK Lalelani abaholi nilawuleke. Musani ukukhuluma izinto eziyistrategy nomakanjani. Sebenzisani ama platforms afanele ukukhuluma amastrategie. Nithathele kubaholi ningaveli nikhulume budedengu ngoba ninika izitha zeMK amasu nobuciko bethu.

  • @brendamhlongo4522
    @brendamhlongo452212 күн бұрын

    Syabonga ukucathuliswa ngoba 😊sisasebancane alukaqini kahle ukhakhayi,ngyafisa ukuth amaMK angayeka ukuzwa izinto eykhulunywa abanye abantu kabi ngeqembu ukuze sinqobe ❤💪💪✊✊

  • @samkelisiwecarolmlambo8231
    @samkelisiwecarolmlambo823112 күн бұрын

    Thina siyi MK yokuwina futhi si Loyal...bayekeni labantu ava dought i MK..ilabantu abahqmba neyiwinayo abangazi lutho ngepolitiki..qbqvrle abangamaxoki....yabona nje thina si happy ukuthi siyi MK

  • @Bhenkinkosi
    @Bhenkinkosi9 күн бұрын

    Viva Mkhonto Wesizwe Viva Nxamalala 💚🖤💚🖤💚🖤💚🖤💪

  • @mkhululikhathi2970
    @mkhululikhathi297012 күн бұрын

    👑 KING zuma ALL POWER

  • @user-lu2xt8cn2f
    @user-lu2xt8cn2f12 күн бұрын

    Bonke abantu benu ababhedayo nithi abantu be ANC. Kuyahlekisa ngoba nonke nahamba nifake kubha ze ANC koda nayovitela mkhonto. Vese awujlali ku MK mungafunwa Zuma nezingane zakhe

  • @ChefD31
    @ChefD3112 күн бұрын

    Ngemphela no war Ma MK lets prove them wrong ngoba vele they think we want to fight ,futhi they watching us since we a Pan African party manje. Lets use our brain power and fight nge mentality not physical, angithi they say we are dogs and have no brains as black people...lets unite and stand strong ma Mk Viva MKP vivi Msholozi.

  • @plaatjiemashego2256
    @plaatjiemashego22569 күн бұрын

    uMkhonto We Sizwe Unemployed Ground Forces Our Vision: To make all unemployed regard and see the MK Party as their new political home. Our Mission: To recruit and mobilise all unemployed people in this country through targetted programs, projects and radically influencing policies in their best interests💚🖤

  • @MandlaNene
    @MandlaNene12 күн бұрын

    Ngithanda kakhulu amagama akho mholi athi"Sethembe abaholi" ! Inkulumo ijulile inesisindo iqotho ngaphezu kwakho konke iyakha!! Onendlebe bakezwe syabonga kini nonke baholi nakubo bonke enibambisene nabo ukuze nathi sibe yingxenye yalengxoxo , iyasakha kakhulu...kuyajabulisa to knw that we hv such wise smart humble powerful strategic thoughtful leaders, the future is bright!!!

  • @ehrentraudissimelane
    @ehrentraudissimelane12 күн бұрын

    Zizofaka unyawo izitsha zizama ukuxabanisa nokwakha uqhekeko Sosala siyincenga Asibizwanga sazizela

  • @user-ru9jl3il2l

    @user-ru9jl3il2l

    12 күн бұрын

    @@ehrentraudissimelane Ngeke bakubone lokho iMK ithemba lethu lokugcina ,ngisho kungaqhamuka abathini ,badlala ngegeja kuziliwe .SIYA PHAMBILI VIVA MKHONTO WESIZWE

  • @GeofreyYalolo
    @GeofreyYalolo12 күн бұрын

    Silwelantoni MaCommander

  • @user-kr6pj5pt5s
    @user-kr6pj5pt5s12 күн бұрын

    Anoke nithule nilinde ubaba uyazi i MK ngeke iphikise ubaba anobheka nalaba abajahhe izikhundla ubaba uyazi.

  • @khanyingosi9229

    @khanyingosi9229

    12 күн бұрын

    Ubaba 😅😅😅😅😅

  • @FikileNkabinde-o1c
    @FikileNkabinde-o1c11 күн бұрын

    Kuyezwakala Khomo sesiyabonga❤

  • @SibusisoMbuyisa-uq8dk
    @SibusisoMbuyisa-uq8dk11 күн бұрын

    Omunye nomunye abheke imhlangano yakhe songakhulunyelwa abanye banye sizwela abamvotela bamgenaphi singakhulunyelwa siyamthanda uZuma omunye abheke inhlangano yakhe

  • @thulanisangweni1889
    @thulanisangweni188912 күн бұрын

    Laba bayi ANC banganikhathazi ma leader thina singama MK siyazihlonipha izinqumo zabaholi bethu.

  • @xolanimsipa7656

    @xolanimsipa7656

    8 күн бұрын

    Why can't it ifp or nfp members?

  • @user-cb8fd1hy9r
    @user-cb8fd1hy9r12 күн бұрын

    Sizwa ngoNxamalala silandela uMsholozi ,backward never ❤amahlongandlebe asiwafuni

  • @ZozoMjoli
    @ZozoMjoli11 күн бұрын

    Nxamalala will never fail us , lomuntu akasikhohlwanga while thina bescabanga ukt ukhohliwe yithi, usikhumbulile esebunzimen but still ukwazile ukuhlela to the point yokubuya azosilwela to show uthando lwakhe analo ngathi❤ sabhayiziswa amaxoki kwathiw asithi zuma must fall yes we did that coz sasingazi nd khona lapho akasikhohlwanga , so why sizongabaza Amandla wakhe ngempela? Aay asikahleni ukuba amambuka bakith , akesifundeni ukulinda nokweseka izinqumo zadaddy❤❤❤❤

  • @ThobileNzuza-k5m
    @ThobileNzuza-k5m11 күн бұрын

    Mina nkosiyami ngilandele umkhonto ngothando ft uNxamalala uma esathi unathi akekho oyongikhipha noma oyongiyekisa ukuthanda umkhonto no baba uNxamalala angiphoqwanga ngaziyela ngothando kwi Mk ngofela khona viva mk viva khuphika nxamalala mina ngikuzwa kahle Mk elihle💚💚🖤🖤💚💚

  • @sbusisombatha-bd1to
    @sbusisombatha-bd1to12 күн бұрын

    Bebe funa ukulutha lezonquza manje lokho ngeke sikweze thina

  • @khanyimbhele4661
    @khanyimbhele466112 күн бұрын

    We are very discimplen Sama MK angeke silwe nhlobo

  • @thishashelembe7019
    @thishashelembe701912 күн бұрын

    Thina abanye sajoina emkhontweni ungakabi yi party ngakhoke siyakuqonda okwenziwa ngu Commander in-Chief noma kukhona esicabanga ukuthi kufanele kushinshwe njengoba sesiditshaniswe nawo wonke umuntu as compared to previous MK Geurillas of 1961which was "operating under ground" We real need to have public access where every MK member has a proper information not hearsay as we are now dealing with civilians of all characters, it is my plea to Commander in-Chief that MK need to reinforce media deparment as quick as of yesterday because this SA main media does not want MK no matter how much we try to give them tespect AMANDLA!

  • @nellysitshinga4535
    @nellysitshinga453512 күн бұрын

    Umbhedo nizosebenza nini nihlala nikemgaqweni nihla ninyuka nomuntu oholayo onemali nihlupheka

  • @MduduziMpanza
    @MduduziMpanza10 күн бұрын

    Sabc uchemile i da leyo

  • @YvonneKhanyile
    @YvonneKhanyile11 күн бұрын

    Yeyi walikhuluma iqiniso mfwethu abantu bake bayeke ukuhambe belalela nokugxeka bengakezwa kahle ngezinto

  • @thembenielinah1331
    @thembenielinah133111 күн бұрын

    Comanders singageni kumatrap abasibekele wona

  • @nomaswazishabalala508
    @nomaswazishabalala50812 күн бұрын

    Haibonah discipline uqinisile son akekho komele Asilalele uBaba wethu discipline Mkhonto please

  • @purityndadane7751
    @purityndadane775110 күн бұрын

    Viva Mkhonto Viva aaa Phambili

  • @philadelphiaacademyta.makh7699
    @philadelphiaacademyta.makh769912 күн бұрын

    2:38 PHAMBILI MA MK SINANI SIYABONGA NGANE YAMI INKOSI IKUBUSISE NGANKULUMA KWAKHO.ABANTU BAYAWUFAKA UMOYA OMUBI .

  • @ThandananiNgcobo
    @ThandananiNgcobo9 күн бұрын

    Ayihlale phansi ibambe umthetho maMK amamhle let us proov it to the whole world that we resolve this witout any blood shed of our innocent people

  • @user-lu2xt8cn2f
    @user-lu2xt8cn2f12 күн бұрын

    Udlame vese nifuna lona ekugcineni. Okusalayo kuzofa nina zilima asale uZuma nezingane zakho

  • @nokulungaqwabe7568

    @nokulungaqwabe7568

    12 күн бұрын

    Vele o user kaze babe ne nqondo and wena shuthi uyabazi and uyinxenye yababulali Bama member of mk

  • @user-sx1we3ts4m

    @user-sx1we3ts4m

    11 күн бұрын

    @@nokulungaqwabe7568😂

  • @user-sx1we3ts4m

    @user-sx1we3ts4m

    11 күн бұрын

    Mk nje engabizwanga eyazizela asnankinga abaholi bakona and mawulwa uzolwa nobani

  • @ntombiyomzulu7010
    @ntombiyomzulu701012 күн бұрын

    mabahambe basiyeke phansi,gwaza mkhonto gwaza 💚🖤✊

  • @user-oe1ex1jq9q
    @user-oe1ex1jq9q8 күн бұрын

    Gwaza mkonto gwaza

  • @glanurselethoba8712
    @glanurselethoba871212 күн бұрын

    Viva mk othina silalela le slima sethu kuthiwa ubaba nondhlela

  • @user-kr6pj5pt5s
    @user-kr6pj5pt5s12 күн бұрын

    Eyakhe leyo MK edidekile Silinde ubaba thina

  • @sizakelemngomezulu5595

    @sizakelemngomezulu5595

    11 күн бұрын

    Injani mntaka mah

  • @user-lu2xt8cn2f
    @user-lu2xt8cn2f12 күн бұрын

    Awu sisi musa kwenza abantu ilima nawe ulokhe uvuma into engekho. Awukhulumi nalomuntu okhuluma efonini wena thole recordings wenza ngathi khuluma nabo

  • @SkhuluNgubane
    @SkhuluNgubane12 күн бұрын

    Asijiki siyiMK, asinandaba nabafuna ukuhamba abahambe✊

  • @sibongileqaba4627
    @sibongileqaba462712 күн бұрын

    Let's not forget that kukhona nabathunyiwe la phakathi kwethu nabayihlo lezitha zethu. Bazele ukuzofaka umoya wokuthi silwe nobuholi bethu...nabantu baqale ukungabaza ubuholi bukaMsholozi. Masihlakaniphe maMK amahle. Isitha sizokwenza noma yini ukuthi iMK iphele Amandla... Nathi kuzomele sithathe izinqumo eziphusile

  • @ThobileDlamini-cx7hp
    @ThobileDlamini-cx7hp12 күн бұрын

    Viva mk..viva

  • @ThulisileDlamini-ms7tf
    @ThulisileDlamini-ms7tf12 күн бұрын

    Abahambe abahambayi sosala siyincenga amaaaaadla viva msholozi viva

  • @MthuthuzeliQina-hw1ey
    @MthuthuzeliQina-hw1ey10 күн бұрын

    VivaEmkviva

  • @SollyMatjila
    @SollyMatjila9 күн бұрын

    Fabrication took Long this Time, We back to Empty Vessels,... Msindo..!!

  • @jabulaniradebe2995
    @jabulaniradebe299512 күн бұрын

    Members please stand together and be in line .you are starting to full in to the traps. inkomo must keep his mouth that's all.let baba take the desition.

  • @MduduziMpanza
    @MduduziMpanza10 күн бұрын

    Kufana nalaba abavotela abelungu abathakathi kwabona votela amadimoni yanyanyisa lento da yani le lomfazi uphuza incika mhlaphe newunga uyayibhe lo 😑 🙄 🤣 phansi ngamabhunu phansi izinja singaphathwa ilwane never

  • @FikileNkabinde-o1c
    @FikileNkabinde-o1c11 күн бұрын

    siyabonga

  • @gcabsheezgcabashe1535
    @gcabsheezgcabashe153512 күн бұрын

    Asifune zkhundla, siilinde International court. Viva MK

  • @QueenDuma-ye2ov
    @QueenDuma-ye2ov11 күн бұрын

    Siyszithandela I MK asibizwa GA sazizela💚🖤💚🖤

  • @user-ks9zb1ml6f
    @user-ks9zb1ml6f12 күн бұрын

    Asibekezelelaneni Mk noma kunzima,sibhekiwe ngabomvu ukuthi kukhona yini esisakusho,kodwa phela ningakhohlwa ukuthi impilo iqhutshwa isitha

  • @user-oq3mp1uj9o
    @user-oq3mp1uj9o10 күн бұрын

    Phans umoya maMK's kuzolunga

  • @thembenielinah1331
    @thembenielinah133111 күн бұрын

    Sathi silandela Zuma,kodwa manje sesifuna ukuba Zuma aslandele hayi macomander siyayilahla

  • @priezon5362
    @priezon536212 күн бұрын

    Iningi labo siyazi ukuthi akuwona ama MK .Yibona abahamba nomlingisi womabona kude .Abasiyeke thina ku MKHONTO sazizela asibizwanga yibo .

  • @user-zm7kh3vt6o
    @user-zm7kh3vt6o12 күн бұрын

    Mina ngolinda izwi lika Msholozi

  • @user-lu2xt8cn2f

    @user-lu2xt8cn2f

    12 күн бұрын

    Ulinde ubaba😂😂😂

  • @lalalaphabnb6719

    @lalalaphabnb6719

    12 күн бұрын

    ​@user-lu2xt8cn2f KWA ZIDENGE

  • @busibennie3526
    @busibennie352612 күн бұрын

    Phambili maMk askhohlwe a angikwazi ukulinda❤

  • @cyrilgumede222
    @cyrilgumede22212 күн бұрын

    inkinga niphila amanga yima nizobona ke manje ukuthi amanga ahamba hamba avele kabuhlungu kusekuncane lokho.

  • @user-st8pl5bm3q
    @user-st8pl5bm3q12 күн бұрын

    Suis ama.MK lawo ningabanaki

  • @GugulethuHlongwane
    @GugulethuHlongwane12 күн бұрын

    Abasiyo i Mk abakhuluma ngayo kabi kwazini lokho, bcos oza ku Mk uziyele akabizwanga,futhi ayilwi i Mk.abantu be Anc ne Ifp kakhulu abangenelela ezintweni ze Mk,if nizwa umuntu one negative yaxi ukuthi akusiyo i Mk,they are sent ukuthi basicasule.sizocasasuka ngesikhathi sethu.siyakwazi ukubekezela.

  • @lindokuhlekhulasande4139
    @lindokuhlekhulasande413912 күн бұрын

    MK members, you guys are too emotional. Why keep on being tempted by the media. You guys know the story of JZ and the media, but you still fall for it.

  • @sizwenongalaza6962
    @sizwenongalaza696211 күн бұрын

    Ma MK amahle masinyamezeleni kudala iliwa lenkokheli ubab uUgedleyhlekisa no uMkhonto masi nyamezeleni gwaza mkhonto gwaza!!!!

  • @nkuleshozi727
    @nkuleshozi72712 күн бұрын

    Ianc izenza iMK ngeke balunge

  • @user-iu9ir9xq4v
    @user-iu9ir9xq4v11 күн бұрын

    Anibizwanga sihlama asinibizanga hambani nite kwa gogo

  • @ConelLndaniMntolo
    @ConelLndaniMntolo12 күн бұрын

    Bathunyiwe nkokheli labo

  • @user-ye3ex1rp5y
    @user-ye3ex1rp5y11 күн бұрын

    Akuso Mk leyo! Bathengwe ukuba bazenze Mk so as to rubbish it! Akuyona Mk lena isho kanje. Mk imlalelile uMsholozi up to this far...BATHENGIWE LABA!!!

  • @user-sw2gd6mu8v
    @user-sw2gd6mu8v10 күн бұрын

    Sengathi ungayibeka nasemsakazweni nsizwa yakithi ukuze kuzwakale kwizwe lonke ngoba vele iSouth Africa yonke ithanda uMkhonto weSizwe futhi sonke savotela iMK..ekugcineni izwe ladayisqa sibhekile.

  • @khayelihlesinenkossimkhize2774
    @khayelihlesinenkossimkhize277410 күн бұрын

    I agree with you cde

  • @alsonmbatha3844
    @alsonmbatha384412 күн бұрын

    Ngikhumbula umfoka Nene uma wayethi kahlenii bafana ngisasho futhi nami ngithi kahleni nafana

  • @alimsimanga5326
    @alimsimanga532612 күн бұрын

    Cha akuwona ama MK labo abathi akuyiwe emgwaqeni. Ngabantu nje abafuna ukudunga i MK. Ngabantu be ANC labo abafika bezo dunga i MK, bezenza amalunga e MK. Abantu abazo dunga umbutho ngaphakathi.

  • @user-ix4mq9fe6j
    @user-ix4mq9fe6j12 күн бұрын

    Akadlali amajoni banta'bam do not touch them they're here to protect this country

  • @zethuntshingila2028
    @zethuntshingila202811 күн бұрын

    Qaphelani amaqola abezofuna izikhundla

  • @user-om8gk9xj9c
    @user-om8gk9xj9c12 күн бұрын

    Bekuvele bengawona ama Mk labo abakhuluma umbhedo wabo abaphumile abaphume bahlukane nathi asingavumi usathane asihlukanise aniboni yini ukuthi bathunyiwe bhekani isandla semfene

  • @zanelenkosi
    @zanelenkosi12 күн бұрын

    Vele mk is a threat even mbalula talked powerful about mk ukuthi mk is powerful

  • @NomthandazoMbambo-h1e
    @NomthandazoMbambo-h1e12 күн бұрын

    Yes we're sending a very strong message to all of those who trying to destroy umkhonto wasizwe discipline, is a key to success, on complain, no Hippocratic, no division, no physical fight, the enemy is out there waiting for us to by break the rule of law, the jail and grave is out waiting for those who act at the above caution or warning, I thank you, this is a battle of idea. AMANDLA.

  • @mthokozisintuli7532
    @mthokozisintuli75329 күн бұрын

    Uzuma samvotela samenza upresident ku anc syamazi nangenkathi eseuswa eskhundleni ikzn ayikaze imlwele ngoba yayingasamfuni as upresident manje uzuma useyinto enkulu kusho ukuthi nina nanilele uzuma nabangani bakhe bakwagupta bechanasa benza umathanda

  • @user-lu2xt8cn2f
    @user-lu2xt8cn2f12 күн бұрын

    Uzihlakazekele vese

  • @Pearl-hy4ne
    @Pearl-hy4ne8 күн бұрын

    MK route has potholes

  • @zonkenokuthula8679
    @zonkenokuthula867911 күн бұрын

    Yithi labo ama MK angempel .asiyi empini asidingi igazi elizochithekela thima.futhi habe

  • @zanelenkosi
    @zanelenkosi12 күн бұрын

    Msholozi uthule nje uyahlohla ephalamende uyasetha.

  • @user-lu2xt8cn2f
    @user-lu2xt8cn2f12 күн бұрын

    Nisalinde ubaba😂😂😂

  • @ntombiyomzulu7010

    @ntombiyomzulu7010

    12 күн бұрын

    usufuna udumo mdayisi wezwe😏