Uzwa kunjani mfoka Manqele by Khuzani

Lo mculo umnandi ngokushingelana ngengoma hhay ngokulwa. Asilwi kepha siyafundisana ngenhloso yokuxosha ikati eziko. Inde indlela esazohanjwa ilezi nsizwa zombili ngoba uthandiwe kakhulu umculo wazo nemfundiso abayifakayo ebantwini esingabala kuyo ukugqoka kahle nokuningi. Phambili ngomfoka Mpungose

Пікірлер: 27

  • @NolifewithoutJesus
    @NolifewithoutJesus Жыл бұрын

    Nkunzi ekhonyayo kamaskandi 🤴🤴🤴KHUBA

  • @scebishezi9242
    @scebishezi92428 жыл бұрын

    nongayidli inja uyolala eyidlile, awcule kanje "umendo umendo..." uvala amakhala uma ecula ulokhuzana. ngyabonga Khuzani mnfana odlala uLIVE.

  • @londyxolile6875
    @londyxolile68758 жыл бұрын

    King Khuba,ayishe leyompahla

  • @sabelosbusiso5754
    @sabelosbusiso57545 жыл бұрын

    BEST MTALABHO EVER

  • @lamlaniphilani4935
    @lamlaniphilani49353 жыл бұрын

    WAWUNGAVUMISI LANA KHUBA WAWUGILA IMIKHUBA YAKHO MFOKAMPUNGOSE 08:53 02/05/2021 #UTHILWAZO_IZINSIZWA_ZIPHELELE_GCWENSA APPROVES

  • @zanelemazete794
    @zanelemazete7947 жыл бұрын

    aw kodwa ngingayini ngaphandle komaskandi bathathe khuba

  • @mzandiemzandi7482
    @mzandiemzandi74826 жыл бұрын

    ngangngayn ngngemzulu ngyawuthanda mculo ka King Khuba

  • @linganisaruluwa41
    @linganisaruluwa413 жыл бұрын

    Ndandite aba baculi bazawtwala amazinki kuko umoya kuKhubaaaaa wethu

  • @mlungisisomuhlegcwensa1607

    @mlungisisomuhlegcwensa1607

    2 жыл бұрын

    Bathwele uthayela kunomoya.

  • @anahmthembu9861
    @anahmthembu98614 жыл бұрын

    YHOOO HE'S MY HERO I LOVE KHUBA WITH ALL MY HEART NGITHI UP NGO BLUE NATION

  • @slindilemajozi7641
    @slindilemajozi76418 жыл бұрын

    indlamlenze ensizwen nase!ntombin ashi a demed Nanak k mfanawam woo wo

  • @lunganinyawo927
    @lunganinyawo9278 жыл бұрын

    Gadla weNdlamlenze sebevumile odunudunu kwaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaa

  • @wandilezulu2476
    @wandilezulu24768 жыл бұрын

    lol Khuphuka Ndlamlenze

  • @guguendlovu8901
    @guguendlovu89016 жыл бұрын

    l love khuba with m all heart

  • @nikiwekhumalo8871
    @nikiwekhumalo88715 жыл бұрын

    Dlal ingom khuba ukhohlwe ngokunye

  • @senkosimlaba3976
    @senkosimlaba39767 жыл бұрын

    #Ayishe bafana baseNkandla #Indlamlenze yami

  • @thabanggoodman6278
    @thabanggoodman62788 жыл бұрын

    Umanikela ngobuso obumahhonohhono thawuleni elimadixa madoda nazoke mfanoooooo uyibambe ndaweni yeqhawe lam kuyasho kuth uke wasebenza nalo......

  • @nathidutsha6919
    @nathidutsha69198 жыл бұрын

    ayishe lompahla...uzwa kunjan mfanam?

  • @nomanonomaganise2927
    @nomanonomaganise29275 жыл бұрын

    Heeeeeeeeheeee

  • @thokozaniinnocent7623
    @thokozaniinnocent76236 жыл бұрын

    Khuba Wesizwe

  • @thuthukanidlomo3749
    @thuthukanidlomo37498 жыл бұрын

    Lol ay umfula nomthombo soze kwalingana

  • @scelohvusy3670
    @scelohvusy36707 жыл бұрын

    abafana ikhona lensizwa Khuba

  • @mvelombali480
    @mvelombali4806 жыл бұрын

    KINGIN

  • @bonganndlovu2133
    @bonganndlovu21336 жыл бұрын

    Ungalunga Lana mfana

  • @mveloframkmchunu901
    @mveloframkmchunu9018 жыл бұрын

    KHUZANI INKOSI KOMASIKANDI BEPHELELE

  • @thulaperfect6722
    @thulaperfect67228 жыл бұрын

    uyahlanya lo