UNKULUNKULU, abangasekho, nedlozi Part 1 | @Quarter To Media | Eps 36 | Sisazokhuluma.
UNKULUNKULU, abangasekho, nedlozi | Dumisani Khanyile | Phelelani Khumalo | Ntethelelo Khanyile | @Sisazokhuluma | @quartertomedia6411 Episode 36.
Quarter To Media like to thank Evangelist Dumisani Khanyile, Teacher Phelelani Khumalo and Evangelist Ntethelelo Khanyile for their participation in this episode.
Quarter To Media also like to thank you for subscribing to our channel. Subscribing to our channel is free of charge mahala.
Thank you to everyone who reacted and commented, please know we value your support.
Quarter To Media available on TikTok.
Mduduzi Bongane Shabangu on Facebook.
Thank you for watching👏🏻
Пікірлер: 97
Sibonga iqiniso elivela eZwini🙏🙏🙏
Amen hallelujah praise the Lord hallelujah siyabonga ujesu Christ uyiNkosi Nomsindisi
@quartertomedia6411
2 ай бұрын
Amen my brother, praise the Lord 🙌🏾
Amen mhh yaze yajula bo le ngxoxo kodwa siyabonga ngokuba niyicacisa kahle le ndaba🙌🙌🙌🙌
@quartertomedia6411
18 күн бұрын
Hallelujah 🙌🏾
Wow, such a powerful and profound theme. We need more of this Maqhaw'eZulu. Niyibeke yacaca mhlophe nje indaba yaba ngasekho namadlozi okanye ke izinyanya. Ngumoya wobumnyama lo, hayi abantu abaleleyo😮
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
Siyabonga nge comment yakho, ne part 2 iyeza this week 👏🏻
@carolmhlanga3931
Жыл бұрын
Wow I needed clarity on this, thank u so much
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
@@carolmhlanga3931 kubonga thina if you really get clarity you were looking for 👏🏻
Amen siyali dinga iqiniso. Siyabonga kakhulu onezi ndlebe uzwile
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
Sibonga koMdala wezinsuku 🙏🏼
Wow siyabonga zinc3ku ngoku expose sathane kumaqhinga akhe obumnyama Jehova anibusise
Kindly teach about head covering , in the church of Christ
@quartertomedia6411
10 ай бұрын
Noted my brother, God willing we gonna cover that too 👏🏻
Bafundisi ngiyabonga nikhonile ukuyehlukanisa for mina kahle kahle ukuthi idlozi akusiyena umuntu omunye nomunye idlozi. Amen 🙏
@quartertomedia6411
21 күн бұрын
Amen
😭😭❤️🔥🔥🔥Wuuu my God!! JESUS IS THE EXPRESS IMAGE OF GOD AIY JESU!!! Inamandla leyo!!
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
Hallelujah 🙏🏼🙏🏼🙏🏼
Syabonga bazalwane , naycacisa kahle kimi lendaba yedlozi nabangasekho noNkulunkulu , noma umoya uyfakazela into uNkulunkulu angayfuni umoya ongaphakathi but uma sewuzwa incazo from the bible isuka eyncekwini zakhe kuvele kuse ngokunye syabonga kakhulu
@quartertomedia6411
Ай бұрын
Amen siyabonga ukuba wusizo😊
Amen siyabonga 🙏
@quartertomedia6411
21 күн бұрын
Hallelujah 🙌🏾
Amen befundisi, simamele, siyafunda, qhubekani.
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
Siyabonga nge comment, kanti futhi sonke nje syafunda, sisazokhuluma 👏🏻
To God be the glory 🙌
@quartertomedia6411
Ай бұрын
Hallelujah 🙌🏾
Yebo idlozi likhona but aliwona umuntu ongasekho,idlozi umoya omubi umoya kasathane,idlozi idimoni yikho uJehova engafuni siyohlola kwabanedlozi cos usuke enomoya omubi enedimoni. Abangasekho balele balinde ukukhala kwecilongo bayovuka uma befe bekholwa
Siyabonga ziNceku zeNkosi. Alihambe ivangeli. Mina bengiyisangoma. Ngibonga uMusa ukuthi sengisindisiwe. UJesu uyiNkosi. Baningi abantu bakaNkulunkulu ababoshiwe ngenxa yokuswela ulwazi. UNkunkulu anibusise
@quartertomedia6411
8 ай бұрын
Wow! Yazi masimbonge uJehovah bukhulu lobobufakazi. Glory be God 🙌🏾
Engathi abantu bangamamukele uJesu ukuze banizwe, ngoba ongamamukelile angeke anizwe. "Ngeke banizwe ngoba abangizwanga Mina". Ikahle kahle lenkulumo yenu bahlonishwa isiza abakholwa kuyoiNkosi kodwa beswele ulwazi. Kuyabongeka 🙌🏼
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
Mahle amagama 👏🏻ngempela kuyosizakala ofuna usizo, manje abaningi baklolodela usizo. Siyabonga kakhulu 👏🏻
Ngiyabingelela ngithembe niyaphila. Umu ngiseDurban iliphi isonto engingakhonza kulo elifundisa njengani plz lekelela
@quartertomedia6411
7 ай бұрын
Sawubona Mr Dube, I doubt nabafwethu bangaba nolwazi kodwa uma benalo bazophendula. Thina sise Joburg so ulwazi ngezinkonzo ethekwini asinalo but I strongly believe zikhona nakhona.
Siyabingelela egameni likaJesu. Bafwethu bengicela ukuthi nisiphe isifundo sesidlo seNkosi. Amen.
@quartertomedia6411
2 ай бұрын
Mayibongwe! Siyabingelela nathi egameni lika Jesu Kristu, ngingathi nje isicelo sakho sizwakele amen 🙏🏼
We patiently waiting for part2 Glory to God
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
Amen to that, part 2 is coming.
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
Part 2 now available 👏🏻👏🏻👏🏻
🙌🏾🙌🏾🙏🏾🙏🏾Siyabonga BoBaba nihlezi niseluleka ngezwi eliyiqiniso. Alikho elinye. Siyizidalwa zakaNukulunkulu sazinikela saba ngabantwana. AMEN🙏🏾
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
Sibonge nge comment enhle, Amen 🙏🏼
Amen 🙏 🙏 🙏 🙏 🙏 🙏 🙏 🙏
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
Hallelujah 🙏🏼🙏🏼🙏🏼🙏🏼
Amen bazalwane number one
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu, hallelujah 🙏🏼
Ndiyanibonga kakhulu boo tata bam
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
You welcome my sister 👏🏻👏🏻👏🏻
Ok bazalwane ndiyaniva niyichaza kahle kakhulu lendaba kodwa andeneli bazalwane bam kulendawo yokuba ngempela kwakunguye uSamuel ndime kwistand sokuthi uThixo wafaka amazwi kaSamuel kulomoya wedlozi kodwa ndinimamele bazalwane amen
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu mzalwane for your comment, engingakusho nje ukuthi lombuzo wakho noma le suggestion yakho ngiyifaka ku part 2 walendaba ngoba wona uyeza. Amen.
@wandilemabiya1655
Жыл бұрын
Ngempela inobungozi lento, uma sithi bekunguye u Samuel kepha kokunye sala uma abantu bethi babona abantu abangasekho bakhulume futhi nabo kunendida kakhulu. Asilungise lapho singadidi abantu
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
@@wandilemabiya1655 ngyakuzwa nceku kodwa i Bible lona lisho njalo, sometimes kudingeka silithathe njengoba linjalo nezwi kodwa ke ngizoyifaka le ku part 2. Amen mfundisi
@nhlanhlamazibuko1378
Жыл бұрын
idlozi lisebenza kanje, idlozi lisebenzisa information eliyaziyo, info yezinto esezenzeka already and than attach a human figure of a person who died, bakutshele into nawe oyaziyo eyake yenziwa or yakhulunywa. Idlozi in this case lakhuluma amazwi akhukunywa wuSamuel esaphila kuSaul ukuth uJehova usekushiyile etc wazigcobela omunye which is David owagcotshwa esaphila uSamuel futh wagcotshwa wuye uSamuel and Saul is aware of that conversation. So idlozi lisebenza with an existing info, coz angith liwumoya liyaz izinto ezenzeka emhlabeni kumuntu nomuntu. Idlozi liyale lingazi iFuture but iPast liyayaz. EG lingafika idlozi kithi liwugogo wakho avele nobuso bakhe umbone, obviously angeke uxwaye coz uyamaz ugogo wakho etc uzothi uyena ngampela Kant no no akusiyena kusebenziswe isithombe sakhe so that you will welcome message and do as what idlozi want, likutshele ngezinto zalaykhaya, omakhelwane, your family members etc
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
@@nhlanhlamazibuko1378 siyabonga kakhulu ngendlela ochaze ngayo 👏🏻
Awu zinceku niphekekile futhi nivuthiwe ngezwi leqiniso,iyezwakala lendaba futhi ayidingi kuphikiswa sekukumuntu ukuthi yena uyizwa kanjani,kodwa iqiniso liyakhulula
Siyabonga zinceku
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
Amen brother 🙏🏼
Kumnandi ukulalela lezindaba ngathi kunganelwa isikhathi kuyangakha kakhulu mina
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
Syabonga nge comment, futhi sibonga ukwakheka kwakho kanye nabanye. Inhloso ukuthi abasizakale abantu. Ngomusa kuzokwenzeka sikwazi ukwandisa iskhathi, lokho kudinga ama resources nje lapha nalapha 👏🏻
Waze wakhuluma iqiniso Ntethelelo Khanyile
@quartertomedia6411
7 ай бұрын
Hallelujah
Nayishaya eskhonkosini.
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
Hallelujah
Amen
@quartertomedia6411
4 ай бұрын
Hallelujah 🙌🏾
Siyabonga kywe mnikazi we channel , kodwa ama guests akho ayihlathi .Uma kungenzeka wovulela izingcingo ukuze sizokwazi ukungena siphawule bakhona.
@quartertomedia6411
9 ай бұрын
Angiqale ngokubonga nge comment yakho mzalwane, bese ngiwakhulumela ama guest bakithi ngicela uphinde ulalele futhi this time ulalele ngendlela yokuthi ufuna ukuzwa, mayelana nokuvula izingcingo abantu baphawule ngumbono omuhle ozokwenzeka masenza ama live videos and sokwazisa wonke umuntu uma kubakhona i live. Ngiphinde ngibonge mzalwane Gugu, uma ubona ngivikela lama guest ukuthi ngiyalazi igalelo labo and lihle kakhulu 👏🏻
@Manelimbongwa
Ай бұрын
Umuntu oyihlathi uwe
Hayi befundisi zinceku zeNkosi uJesu syambonga uNkulunkulu ngani. Impela niyisibusiso kithi.
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
To God be the glory 🙌🏾🙌🏾👏🏻
I have a question for you. Where do people who are non believers go after death?
Niyabheda
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
Sawubona nawe nceku.
Kwakungesiye uSamuweli kwakuyidimoni eliziguqule lazenza uSamuweli cos ofele enkosini ngeke umvuse
i Canaan ise African, ayikho eMiddle-East. Uma ufunda u Genesis 13:1 uthi And Abram went up out of Egypt, he, and his wife, and all that he had, and Lot with him, into the south. Genesis 13:1 KJV Abraham went to the south of Egypt uma eya kwi promise land. The South of Egypt is in the continent of Africa. The land flowing with milk and honey is Africa. There is no other continent more rich than Africa. Israeli was created from Palestine in 1948 by the white people to confuse the nations. Abraham was a black man as well as Jesus, which was whitewashed by emperor Constantine in Rome and the Greek. I Jerusalem lalise Namibia Lena okuyi eKalahari desert. That is why the bantu culture is aligned with the Bible. It is our book. For instance, indaba yesithembu, ukungena unkosikazi kamfwenu uma ushonile engenangane, ukulobolo, nobuntu
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
Cha iyezwakala ngendlela ochaza ngayo Khumalo, especially le yokushintsha i Israel, zonke nje zidinga more research and understanding
Next time please increase your volume so that we can hear clearly. Thank you
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
Thank you for alerting us in terms of volume, we will do so.
INCWADI ENIKHULUMA NGAYO AYIBUALELWANGA ISINTU IBHALELWE UJUDA NO USRAYELI MUSANI UKUKHOHLISA ANANTU NIYABADUKISA
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
Lokho kungumbono wakho nawe nceku, esikwaziyo nokusezwini (Bible) ukuthi uJesu Krestu wafela bonke abantu ezweni. Sekuyangomuntu eyedwa ke ukuthi uyafuna yini ukukholwa noma akafuni. Empeleni nje thina asiphoqi muntu kodwa siletha ulwazi ngo Nkulunkulu kulabo abadinga ulwazi. Abangalifuni lolulwazi bengicela bahlale phansi bathule. Amen.
Ngumhlobo wam ubab Phelelani futhi into yasekha iyibeka icace bhaaaa. Ayikho compromise kuyena. Ndamthola ku Tiktok kwi gumbi lika Themba...lilo leki vangeli abafethu abalikhulumayo...lilo
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
Amnandi amagama, nakanjani uzoyithola le umfundisi Khumalo, Amen
I want to know ukuthi nazelaphi ezulwini goba Nina niphila la emhlabeni
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
Siyazi ngokukholwa bhuti. Akudingi nokuthi size sibone, siyakholwa ukuthi izulu likhona.
Sidinga mamponga no magejageja shabangu anginelisekile ngalezinceku nanokuth mele maweenza into kanje mele uphathe am aside amabili ungaphathi iside elilodwa elizosupporta ababodwa mele sikuzwe konke maside omabili Sikhumbulr phela nencwadi yabhalwa umuntu..
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
Ngikuzwa kahle Mnguni mfwethu, kanti la kule channel inhloso ukuhambisa ivangeli lika Krestu hayi ukuphikisana. Okunye ukuthi i Bible yizwi eliphefumulelwe nguNkulunkulu -2 Timothy 3:16- UNKULUNKULU esebenzisa umuntu njengoba namanje esasebenzisa abantu ukuhambisa izwi lakhe.
@lungelomnguni2870
Жыл бұрын
@@quartertomedia6411 Nam bengasho ngokuphikisana empelen Ulwazi esilufunayo ngoba kwesinye isikhath ukuzwa amaside onkani kuyasikhanyisela nasemqondweni ngoba abekho abantu bazisusela into ekhanda konke khona LA abakuthathakhona
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
@@lungelomnguni2870 on that point ngikuzwa kahle Mnguni, hopefully sikwazi ukuthola omagejageja noMaponga kanye nabanye, point taken 👏🏻
@Manelimbongwa
Ай бұрын
Cha asibadingi abantu abazositshela ngamadlozi omagejageja abavule eyabo channel Uthi ezwini lakho uNkulunkulu singaphikisani nge zwi lakhe ,angeke siphikise izwi
@TshengisileNdlangamandla
8 күн бұрын
Thina abanye siyabadinga n sikhonza unkulunkul ay amadlozi kodwa kuye kube kuhle ukut abe khona amaside amabili ay ngokuphikisana cha ngokufundisana akuliwa sikhonz unkulunkul bakit fut asimqathanisi namunt kodw ulwaz luyadingeka on both sides.
Middle East was part of Africa and the world superiors they divide it Middle East is northEast Africa its belong to the continent of Africa not Asia it not are continent is land that belong in Africa
Nina nje nidiga um Prophet MAGEJAGEJA
@Manelimbongwa
Ай бұрын
Uzokwenzani loyo mphrothe wakho omthembile
Ayii nilahleke gempela debating a colonize Christianity that was forced to black people. Idlozi was there before your written bible that was written by man and force to people...
@ZIGIXULU
Ай бұрын
Wena ukuthathaphi lokho okushoyo wakuzwa ngoban Noma ukholwa yikho ngoba wakhulangakho, thina sikholwa amazing kankulunkulu ay Ubuntu thizen
@Manelimbongwa
Ай бұрын
@john Uwena udukile if ukhonza idlozi ubaba wakho usathane
Vele ayikho yonke lento ekhulunywa lapho,ibhayibheli akulona elethu lafika nabacindezeli
Wow siyabonga zinc3ku ngoku expose sathane kumaqhinga akhe obumnyama Jehova anibusise
@quartertomedia6411
Жыл бұрын
Thank you so much, uJehovah akubusise nawe my sister🙏🏼🙏🏼🙏🏼