uNgizwe Uphendula i IFP : Zikhala Bukhoma 😂

Пікірлер: 144

  • @birdhaven6309
    @birdhaven6309 Жыл бұрын

    Ngithanda kona ukuthi uthi kwazinkabi lezo akazesabi ... cash 🤣😂🤣😂

  • @lenfordmxolisidlamini6881
    @lenfordmxolisidlamini6881 Жыл бұрын

    Ungizwe lo, ebusuku nasemini. Uyathanda noma awumthandi, a leader of the society.

  • @crackedscreenproduction
    @crackedscreenproduction Жыл бұрын

    The ambassador of Suzuki motors. UNgizwe ushaya kuzwele. Kuyokhulunywa ngawe Ngizwe usungasekho emhlabeni...

  • @fani8688
    @fani8688 Жыл бұрын

    Cha, luyazwakala udaba lwakho Ngizwe. Uma umuntu ekwazi ukulalela, ngaphandle nje kwenhlamba kodwa. I- IFP I too comfortable ekubeni I regional Party yase KZN, nokuba wontaba kayikhonjwa. ingakho ingekho nje into engangihlanganisa ne Nkatha ne EFF.

  • @sbudube1262

    @sbudube1262

    Жыл бұрын

    Udlala kabi manje udlala ngento ekungadlalwa ngayo uzohamba manje muboniseni abaseduze naye.

  • @fani8688

    @fani8688

    Жыл бұрын

    @@sbudube1262 we Bhatata. Uyosabisa izibotho mfanwami. Angbhenywa insangu Mina.

  • @mf79mahlombe44
    @mf79mahlombe44 Жыл бұрын

    Siyabonga rally and IFP iphumele ngaphandle ingapheleli e KZN kuphela ibekhona kwi Rgnl, ndiyakuva ke apho ndiyaqala ukuva uthetha into enengqondo' xa unoyeka nje uthukana uthethe kakuhle nje kuphela. Cz sigcina singakumamelanga waisting amadata,.... But congraaaaa Inkatha mayivele ngumbutho omdala lo. We need to see it at Ec, Limpompo, Cape town not only at KZN🤝🙌

  • @mandisikati116
    @mandisikati116 Жыл бұрын

    Ave nimexwaya umuntu oneqinoso💔😂

  • @birdhaven6309

    @birdhaven6309

    Жыл бұрын

    Iyanyakazisana nayi indoda ...🤣

  • @mandisikati116

    @mandisikati116

    Жыл бұрын

    @@birdhaven6309 😂😂😂 strong

  • @thembekanuh9695

    @thembekanuh9695

    Жыл бұрын

    Bambala🤝🤝🤝😃

  • @delenikhumalo7526
    @delenikhumalo7526 Жыл бұрын

    Kodwa Ngizwe yekela lento uzibangela izitha uburight uzikhulumela ngomaskandi iyeke le yezepolitiki

  • @lindomagaye8729
    @lindomagaye8729 Жыл бұрын

    Ey ave nisabisa.. IFP ayithintwa ngobani? Siphila ezweni lenkululeko umuntu ukhuluma into ayifunayo. Le yokusabisa abantu udoti!

  • @thandabantuluzuko1373

    @thandabantuluzuko1373

    Жыл бұрын

    Basenentelezi nequngwa lama80s laba! Vele enkatheni akukhulunywa ngenkululeko ngoba ukube intando yeningi banayo ngabe uMam MaZet usaphila

  • @solanmthembu3646
    @solanmthembu3646 Жыл бұрын

    Ay liyiqhawe ichunu ngyalivuma ukub kuya ngam inkatha ngab ithambisa ikhanda ilvume leliqiniso cz if izoli challanger izoba nenkinga ngo 2024

  • @sbusisolawrence3553

    @sbusisolawrence3553

    Жыл бұрын

    Izinja lezi zazukuth mawbatshela iqiniso kumele ufe

  • @shabangujonathanvusi4439
    @shabangujonathanvusi4439 Жыл бұрын

    Tell Them My President .

  • @zwaninicongo
    @zwaninicongo Жыл бұрын

    U voted for them not us as a IFP members

  • @thembadee2740
    @thembadee2740 Жыл бұрын

    Seyephi yena umthandeni athathe loluhlanya lakhe luxakile phelamanje seludlalela ezityeni ezifayo phelamanje

  • @thabaninyandeni342
    @thabaninyandeni342 Жыл бұрын

    Nkabi yami uyaphambuka ke manje cingwana ngcla uyiyeke lento plz plz nkabi ym ngoba manje usudlalela ezitsheni ezifayo ke nw plz plz futhi malunga e ifp ngcla lendoda siyiyeke kancane mina ngibona ukty iphazamesekile kancana nje

  • @cbomiya1900
    @cbomiya1900 Жыл бұрын

    Cha chunu usuyageja manje mfana ungayilaph IFP le akyona ANC beware 🤟🤟

  • @mthokozisisakhile5563
    @mthokozisisakhile5563 Жыл бұрын

    Kodwa okhekhelezi abamelaphi ngani lomuntu phela usegula impela lona sokungahlekwa nje kodwa lomuntu uyagula ngempela kazi wabulawa ubani

  • @njabumalinga4385

    @njabumalinga4385

    Жыл бұрын

    Kushu kuthi usola laba abaseduzane naye ukt bayamyekelela bembona engaphilile

  • @siyabongancanana
    @siyabongancanana Жыл бұрын

    Uyangdakelwa😂😂🤣🤣🤣🤣

  • @bonganimncube377
    @bonganimncube377 Жыл бұрын

    Siyohlupheka okokuphela mhlazane loluhlanya mhlazane lwacosha amaphepha

  • @mthokozisisakhile5563
    @mthokozisisakhile5563 Жыл бұрын

    Kodwa ngifisa bembulale ngenduku ke kulokhu bengambulali bemenabise nje ngenduku

  • @thembadee2740

    @thembadee2740

    Жыл бұрын

    Hayi Lana sekufuneka intelezi and ababelwe babesebe mgihimisa ngemvubu

  • @vusixulu3926
    @vusixulu3926 Жыл бұрын

    Azikhale Mr president 😂

  • @mluhpercival476
    @mluhpercival476 Жыл бұрын

    Isibindi salendoda ayi yamuvuma

  • @bonganimncube377
    @bonganimncube377 Жыл бұрын

    Koda lezinyanga ezingaka sezehlulwa ukulekelela umndeni wakwa Mchunu kulapheke lengane

  • @thullynomandla7701

    @thullynomandla7701

    Жыл бұрын

    Ngeke isalunga yabaleka nomchilo le,,kwakuthiwa umuntu uma ekhuluma kakhulu waphuza untshwala bokufulela,,but lokhu kungaphezulu.

  • @vusixulu3926

    @vusixulu3926

    Жыл бұрын

    😂😂azikhale Mr president president ngizwe

  • @jeconiashangase9177

    @jeconiashangase9177

    Жыл бұрын

    😀😀😀😀😀😀😀😀😀

  • @bonganimncube377

    @bonganimncube377

    Жыл бұрын

    Into embi umuntu wakithi lona gula kwakhe kusibukisa ngezwe lenhlamba enjena kubantu. Kanti muzi onjan umuntu osiwa ezinhlanyeni kanti. Sengaze shaysane abantu ngohlanya. Uma hlanya kwakhe kungabonakali akaboshwe thuka inhlamba emphakathini

  • @ziphongcobo6315

    @ziphongcobo6315

    Жыл бұрын

    😂🤣😂😂😂

  • @bongsthulani8404
    @bongsthulani8404 Жыл бұрын

    🙇🙇🙇

  • @hungheik
    @hungheik Жыл бұрын

    Lol 😂😂😂😂 Mlando

  • @butiradebe395
    @butiradebe395 Жыл бұрын

    Ngathi nguwe ongasazi isingizi😁😁😁

  • @sphiwekhuzwayo9506
    @sphiwekhuzwayo9506 Жыл бұрын

    Asdlele Ngizwe kodwa ssngadlaleli eytsheni eyfayo

  • @birdhaven6309

    @birdhaven6309

    Жыл бұрын

    Akadlali umile ezwini ... akanesabi 🤣 nezinkabi zenu uthi nagcina kudala ☝️

  • @gcinamthembeni3500
    @gcinamthembeni3500 Жыл бұрын

    Chunu

  • @ChleKhumalo
    @ChleKhumalo2 ай бұрын

    NM ngkwahlabisa ngyabonga chunu ngse Thembeni asinawo ngisho amanzi 10years back safakelwa ampompi kaze besebenze nanamuhla kazesize ngalutho uhlabisa

  • @yandisazizi3853
    @yandisazizi3853 Жыл бұрын

    Kodwa I Chunu 🤣😂

  • @dalenymzizi1606
    @dalenymzizi1606 Жыл бұрын

    Kahle kahle umholi usuke eqashiwe, esebenzela umphakathi uma engenzi kahle noma singa Jabule siwu Mphakathi, kmele simtshele kumesaba ngeke kusise phambili, Abaholi bamanje base nkingeni la SA ngoba seku khona lezinkundla zesimanje kanti no mthetho yasivumela. Macingwane vele hlaphazise mekhuluma, ngabe wibeka ngesisoka lento

  • @fransmafuleka8249
    @fransmafuleka8249 Жыл бұрын

    Ngiyabong Ngizwe ngendaba yase Mtubatuba hawu bakwethu asinamanzi akuna RDP akuna migwaqo hawu ihlazo elingaka ngibonga Ngizwe ukubatshela

  • @sizwehadebe8469
    @sizwehadebe8469 Жыл бұрын

    U Ramaphosa ehlangene nomlungu U Johan Rubert abacima ugesi. Umhlaba owamakhosi hhayi umasipala. Kusukela eVryheid/Filidi, Newcastle/Nyoni, eDundee/Ndumeni, Ladysmith/eMnambithi, EScort/EMtshezi, Petermaritzburg/eMgungundlovu umhlaba wakwa Hadebe/waMaHlubi hhayi iNatal.

  • @mkolodelwamtolo8380
    @mkolodelwamtolo8380 Жыл бұрын

    Ngizwe njengo President wamabhinca awuke ugxile kuwo amabhinca no maskandi sibayeke laba abadubulayo uzoba nenkinga

  • @thembadee2740

    @thembadee2740

    Жыл бұрын

    Namingisho angadlaleli kulaba be politic kahlekahle wayevele efundele muphi umsebenzi before aye okhozini ngoba ebezoyakho ayofuna umsebenzi nama yise car wash asigezele izimonto zethu siphumule kulomsindo walolunya ngiyabona nomthandeni ululahlile phela wuyena ebelusiza ukondla labafazi balo

  • @jeconiashangase9177

    @jeconiashangase9177

    Жыл бұрын

    @@thembadee2740 Wayefundisa i counselling ye HIV kubantu abazoya kokwenza lowo msebenzi ezikhungweni zikahulumeni

  • @thembadee2740

    @thembadee2740

    Жыл бұрын

    @@jeconiashangase9177 haaaaaa njengoba ethuka abantunje ubuye afundise futhi?

  • @antiscava9698

    @antiscava9698

    Жыл бұрын

    Yiyona ke inkinga enkulu esinayo, kusatshiswa abantu ngeyigebengu lenswelaboya. Sizosakha kanjani isizwe uma sivumelana namaste outlaws nontaba kayikhonjwa . It is a sad story indeed.

  • @mxegenialmon5260
    @mxegenialmon5260 Жыл бұрын

    U President wezinhlanya

  • @sakhisenimbatha2708
    @sakhisenimbatha2708 Жыл бұрын

    YIYA KUYO IFP HHAYI UNTSHELE THINA INDABA ZE IFP.

  • @vincentmbuyazi3034

    @vincentmbuyazi3034

    Жыл бұрын

    Khuzeka macingwane

  • @vincentmbuyazi3034

    @vincentmbuyazi3034

    Жыл бұрын

    Usuyasaba manje macingwane hawu

  • @sakhisenimbatha2708

    @sakhisenimbatha2708

    Жыл бұрын

    @@vincentmbuyazi3034 QINISILE IMPELA

  • @innocent3849

    @innocent3849

    Жыл бұрын

    Hayi chaa mfo2 siyakuzwa impela kodwa ke usuya geja ke manje phuma kweze politics wo dlalela le kwa khozi fm

  • @jokizwane5284
    @jokizwane5284 Жыл бұрын

    Uyagula guuugu uyahlanya

  • @gwedethabobovungana4985
    @gwedethabobovungana4985 Жыл бұрын

    kweeeeeeekhu iChunu labo 😄😄😄😄😄😄

  • @vusimngomezulu2500

    @vusimngomezulu2500

    Жыл бұрын

    Lomsindo kangizwe nomalema uzoqeda izinkinga zethu la e South Africa na?

  • @thabisomthibho8263
    @thabisomthibho8263 Жыл бұрын

    Haw 😂😂😂

  • @ChleKhumalo
    @ChleKhumalo2 ай бұрын

    Hlabisa hamba nabangani bakho niyokhipha labompompi abangasebenzi enasfakela bona namathangwe enwwaletha naphinda nawa ntshontsha kodwa unakene no mngizwa nakindaba zakho

  • @ceboxulu2053
    @ceboxulu2053 Жыл бұрын

    Wena ngizwe uyakwazi yini? Ukukhuluma isingisi.

  • @khalulumasuku1725

    @khalulumasuku1725

    Жыл бұрын

    Fusegi

  • @mthobisigoge9891
    @mthobisigoge9891 Жыл бұрын

    Zyakhala 🤣😂

  • @thomasmusa6273
    @thomasmusa6273 Жыл бұрын

    Ngizwe umtwana siyamthanda thina phumake kuynkatha uyageja manje crc phuma bafo

  • @ndaboh74biyela45
    @ndaboh74biyela45 Жыл бұрын

    Kodwa chunu uyahlekisa kodwa siyaz ukuth unyakazisa nje izwe not ukuth u crc akhon k asebe crc abangawunqondi omshikashika

  • @jongumsobomvu
    @jongumsobomvu Жыл бұрын

    🤣🤣🤣🤣😂

  • @mabuyihlengwa8692
    @mabuyihlengwa8692 Жыл бұрын

    UMkhulekelwa😃😃😃uMkhuleko MaCingwane

  • @mthobisimntungwa6744
    @mthobisimntungwa6744 Жыл бұрын

    Inama office iNkatha hlomesakho Macingwane uyekhona uyobatshela hhay thina

  • @lizwishange3887

    @lizwishange3887

    Жыл бұрын

    Eve ngoba ephendula incwadi evuliwe...uphendula kahle mephendula esidlangalaleni

  • @maqguzulaherbal3937
    @maqguzulaherbal3937 Жыл бұрын

    Hayi mchunu ngikusize nje mfowethu phuma kwezepolitiki kuze uphile kamnandi

  • @mncehmbandlwa8792
    @mncehmbandlwa87923 ай бұрын

    cha iyakhuluma lensizwa... that why yahluleka nokuba isangoma...

  • @zamanidlamini5774
    @zamanidlamini5774 Жыл бұрын

    vele ilunga lika khololose kumele likhulume kanje

  • @davidntshangase1941
    @davidntshangase1941 Жыл бұрын

    Wawubekwe ngubani wena uyasidakelwa nje.

  • @unathimdlalose1274
    @unathimdlalose1274 Жыл бұрын

    Yin pho manje bese inkatha isabisa u ngizwe ngezinkabi because some of the issues he raised are true abantu abanamanzi okwamampela n zululand is failing the people(inkatha is failing us as voters) so kmele kuthulwe babizwe ngabahlonishwa nje kphela mxm that is y black led parties won't do us any good vuka mtomnyama angeke siye ndawo ngalababantu into abayaziyo nje ukubulala

  • @sihlenhlakanipho7927
    @sihlenhlakanipho7927 Жыл бұрын

    Wena mama mchunu iyodwa nje into oydingayo induku qha not isbhamu

  • @siphoselby3725
    @siphoselby3725 Жыл бұрын

    Yebo Mchunu uyezwakala kodwa manje usukebese uhlanganisa abantu abaningi. Iqiniso cha vele liyababa Yibani Abaholi

  • @brendamazibuko8456
    @brendamazibuko8456 Жыл бұрын

    🤣🤣🤣usile

  • @maureenphumlanhlengethwa1286
    @maureenphumlanhlengethwa1286 Жыл бұрын

    Yazi uyabheda ,uyisibonelo esibi ezinganeni zakho inhlamba uyithuka bukjoma,,Kahle iyagula Wena abantu abakiboni

  • @siphoericgumede3035

    @siphoericgumede3035

    Жыл бұрын

    Umsangano Ngempela asikho neskhathi sokuhlaziya into oykhulumayo yahema nje

  • @sibonelomcebongema5898

    @sibonelomcebongema5898

    Жыл бұрын

    Uthole malini ukwenza lenkulumo

  • @chazanikhwela2568
    @chazanikhwela2568 Жыл бұрын

    Qaphela ke mnje Ngizwe ,usuyageja akudlalelwa lapho,abakhulumi labobant bazokbuka nje bt.......

  • @birdhaven6309

    @birdhaven6309

    Жыл бұрын

    Niyaqhubeka niyamsabisa ... akanisabi useshilo 🤣😂🤣

  • @mxegenialmon5260
    @mxegenialmon5260 Жыл бұрын

    Ukhinka lolu selukhonga ukufa

  • @sandisilebuthelezi
    @sandisilebuthelezi Жыл бұрын

    🤣🤣🤣

  • @zakhentokozo1773
    @zakhentokozo1773 Жыл бұрын

    Kyoksiza kuty ungasangeni emahostela ndoda , kyokusiza kuty uzdlele amahlanga kwi ANC coz yona isemandleni and ayenzi kahle hlukane neIFP as an opposition part

  • @warnhousemarshall3442
    @warnhousemarshall3442 Жыл бұрын

    😂😂😂😂😂

  • @sabelondlovu6926
    @sabelondlovu6926 Жыл бұрын

    Fusek wena sdwedwe

  • @maxwellngubane7970
    @maxwellngubane7970 Жыл бұрын

    Lol 😆 kodwa iNsizwa uNgizwe

  • @vusimngomezulu2500

    @vusimngomezulu2500

    Жыл бұрын

    Lomsindo kangizwe nomalema uzoqeda izinkinga zethu la e South Africa na?

  • @mzomuhlenxele3830

    @mzomuhlenxele3830

    Жыл бұрын

    ​@@vusimngomezulu2500 Qq

  • @ongezaaphile158

    @ongezaaphile158

    Жыл бұрын

    Wajuluka engathi usuyanuka straight

  • @thembadee2740

    @thembadee2740

    Жыл бұрын

    Hayi madoda wasenza nomuntu owaxosha ungizwe okhozini basebekezelenje labafazibakhe makunje phelasekuya ngoku nzima Lana uthule uthini yena umabalengwe makunje

  • @nhlanhlangcobo1793

    @nhlanhlangcobo1793

    Жыл бұрын

    Maxwell yini iNsizwa

  • @thullynomandla7701
    @thullynomandla7701 Жыл бұрын

    Kodwa macingwane,,,ugcinenini esigodlweni sakho uyophahla,,,,?

  • @sbusisomahlase1380

    @sbusisomahlase1380

    Жыл бұрын

    🤣🤣🤣🤣 washo nje ukuthi akaboni lutho yena mekumele ahlole

  • @thullynomandla7701

    @thullynomandla7701

    Жыл бұрын

    Sebamvala Nkosi yami, 'SHEMBE WASEKUPHAKAMENI'kodwa chunu

  • @sbusisomahlase1380
    @sbusisomahlase1380 Жыл бұрын

    Aybo bazokubulalake laba abadlali Syabazi hlukana nabo phansi uzofa ngempela

  • @sbusisolawrence3553

    @sbusisolawrence3553

    Жыл бұрын

    Bayabulala ngempela futhi

  • @sbusisomahlase1380

    @sbusisomahlase1380

    Жыл бұрын

    @@sbusisolawrence3553 kabi brother

  • @meadowdalenumber5725
    @meadowdalenumber5725 Жыл бұрын

    To all those idiots who say Ngizwe must tell IFP ,my question kanti wayeyitshelile yini before coz wayekhulume njenga la

  • @vusimngomezulu2500

    @vusimngomezulu2500

    Жыл бұрын

    Lomsindo kangizwe nomalema uzoqeda izinkinga zethu la e South Africa na?

  • @khanyisaninxumalo3322
    @khanyisaninxumalo3322 Жыл бұрын

    Isingisi so thuvini nazi Kuthi isingisi lona limu olu ncono sangene wena

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Жыл бұрын

    Lomsindo kangizwe nomalema uzoqeda izinkinga zethu la e South Africa na?

  • @zolisazolisa9734

    @zolisazolisa9734

    Жыл бұрын

    Yebo, ngoba amehlo abantu ayavuleka ukuzwa iqiniso.

  • @vusimngomezulu2500

    @vusimngomezulu2500

    Жыл бұрын

    @@zolisazolisa9734 Kodwa awuphenduli umbuzo wami we Zolisa 🤣

  • @jeconiashangase9177

    @jeconiashangase9177

    Жыл бұрын

    @@zolisazolisa9734 Amehlo abantu asengavulwa wuhlanya kodwa bakithi olungazazi noma luyibhinca or isangoma or umsakazi or influencer😀😀

  • @syabongamhayise2255
    @syabongamhayise2255 Жыл бұрын

    Loool lomjita kodwa but honestly speaking Ngizwe is right abantu beNkatha are like that they don't want criticism hence they will never lead the country

  • @sbusisolawrence3553

    @sbusisolawrence3553

    Жыл бұрын

    Dankie bafo

  • @bonganimncube377
    @bonganimncube377 Жыл бұрын

    Cabanga sesiyayibona inkinga eyaybhekene noKhozi fm. The man is seriously sick

  • @philangezwizondo2719

    @philangezwizondo2719

    Жыл бұрын

    Uwena ogulayo!

  • @bonganimncube377

    @bonganimncube377

    Жыл бұрын

    @@philangezwizondo2719 nawe uyagula ngokwakho

  • @jeconiashangase9177

    @jeconiashangase9177

    Жыл бұрын

    Hhayi kancane futhi.Not just lokhu akusho lapha nje,kodwa waqala kudala bamshayela izandla njengoba besenza namanje

  • @bonganimncube377

    @bonganimncube377

    Жыл бұрын

    @@jeconiashangase9177 very true yaz

  • @benzito4894
    @benzito4894 Жыл бұрын

    Ithini I-ideology ye IFP ngyafisa ukuyazi

  • @nkosikhonasanelemvelase6113

    @nkosikhonasanelemvelase6113

    Жыл бұрын

    Into engekho nje sidalo

  • @siyandahlongwane4992
    @siyandahlongwane4992 Жыл бұрын

    Up Chunu kbona khona abashodayo

  • @thelumusanicholasmchunu7533
    @thelumusanicholasmchunu7533 Жыл бұрын

    Zakhala madoda. Khuphuka lapho mfowakithi.

  • @24sevenrecords51
    @24sevenrecords51 Жыл бұрын

    Uyasazi yini yena loNgizwe ngoba naye akasazi akusiso isingisi lodoti awukhulumayo. Kodwa ngoba akazi ucabanga ukuthi uyazi nje uzohlala ekhuma lomsangano futhi akukhona ukuthi uyadlala akasazi That's not English you are speaking Ngizwe

  • @sibonisoerolmkhwanazi
    @sibonisoerolmkhwanazi Жыл бұрын

    Lesi story sesiyasolisa manje ngoba lento ibikhulunywa uMacingwane ibingathi shu kodwa ngendlela esithatheka ngayo isikhombisa ngokusobala ukuthi ubeqinisile kobekusho ngoba imvamisa umuntu uyasatshiswa uma eveza inkohlakalo.

  • @vusimngomezulu2500

    @vusimngomezulu2500

    Жыл бұрын

    Lomsindo kangizwe nomalema uzoqeda izinkinga zethu la e South Africa na?

  • @sibonisoerolmkhwanazi

    @sibonisoerolmkhwanazi

    Жыл бұрын

    @@vusimngomezulu2500 kazi ungenaphi umfoka Malema kuloludaba ngoba ngithi kade ngagcina ukumuzwa ephawula??

  • @vusimngomezulu2500

    @vusimngomezulu2500

    Жыл бұрын

    @@sibonisoerolmkhwanazi Awuphenduli umbuzo wami Nkwali yeNkosi, lomsindo kangizwe nomalema uzoqeda izinkinga zethu la e South Africa na?

  • @sethembilenzuza3599
    @sethembilenzuza3599 Жыл бұрын

    Cash 🥱

  • @siyabongadludla1449
    @siyabongadludla1449 Жыл бұрын

    Ngifisa ukwazi ukuthi isgcino saloluhlanya yini akekhoni umuntu omkhuzayo mmmm

  • @bongimpilobuthelezi84
    @bongimpilobuthelezi84 Жыл бұрын

    Angimangali mayesangana kanjena lombhemu phela vele mayesengcwele ikhanda engawakhiphelindawo uvele usangane wayingcinanini ingane encane nxe leslima

  • @sbongaavela9767
    @sbongaavela9767 Жыл бұрын

    Qinisile nje Chunu qhubeka nalo

  • @vusimngomezulu2500

    @vusimngomezulu2500

    Жыл бұрын

    Lomsindo kangizwe nomalema uzoqeda izinkinga zethu la e South Africa na?

  • @nkosinathibiyela8774

    @nkosinathibiyela8774

    Жыл бұрын

    Macingwane mina ngakusho if eyazi lento yokuprovoker abahholi Kuthi izosiza ekwakheni isizwe ngokomubono wakhe noma ngokucabanga kwakhe ngithi NJe mina I don't but into ebalulekile delivery ke ekumele iproper manner nesizotha but I effect Ibeyiqiniso Kodwa ukumemeza nokuhlambalaza Ku wrong ngoba asikho isidingo sokuveza kwakhe ulaka ngento edinga kukhulunywa

  • @bonginkosimazwixaba7140
    @bonginkosimazwixaba7140 Жыл бұрын

    Batshele Macingwana yizinja i IFP ifana ne ANC

  • @vusimngomezulu2500

    @vusimngomezulu2500

    Жыл бұрын

    Lomsindo kangizwe nomalema uzoqeda izinkinga zethu la e South Africa na?

  • @lindaniskhungu1496

    @lindaniskhungu1496

    Жыл бұрын

    @@vusimngomezulu2500 Malema sumfaka kulento ka Ngizwe

  • @andilecheetah2194
    @andilecheetah2194 Жыл бұрын

    Kodwa yinsizwa uMchunu bakithi kume avunywe esaphila

  • @nathirmdletshe7238
    @nathirmdletshe7238 Жыл бұрын

    Ngiyamqala umfana uwuMama kanje