UMSOMOZA UTHI UNJOKO UYENA OWAFIKA NOCANSI KUMASKANDI, UNJOKO UPHENDULE NGENHLAMBA ETHUSAYO

Музыка

Document from UNjoko

Пікірлер: 40

  • @ayabongangqongela1390
    @ayabongangqongela13902 жыл бұрын

    Smomoza ubani igama lakho ku Facebook sengiqala ukukuthanda manje 🔥🔥🔥🔥✊✊✊✊

  • @goodnaturenomusa3626
    @goodnaturenomusa36262 жыл бұрын

    Noma ningamethuka uSmomoza kodwa ukhuluma iqiniso.uMaskandi siyawuthanda impela fut siyawuthenga kodwa cha bafwethu senifequza kakhulu.

  • @siyabongawisemankhathi4640
    @siyabongawisemankhathi46402 жыл бұрын

    Kulezinsuku Smomoza ukhuluma izinto ezakhayo neziyiqiniso

  • @sphumerhmntambo8590
    @sphumerhmntambo8590 Жыл бұрын

    Syabonga mfethu umaskadi syawthanda bt izinto amavidio abo amahlazo bayazphoxa

  • @mqondisithubelihle5569
    @mqondisithubelihle55692 жыл бұрын

    Ubhekeni weynsizwaa 👍👍

  • @menzyblessing891
    @menzyblessing8912 жыл бұрын

    Wazwaswenka kahle lomfo

  • @mazandlovu8174
    @mazandlovu8174 Жыл бұрын

    Awu,,smomoza mtanami waze wakhuluma into enomqondo kushukuthi unjoko kumbe wayeyisidomu kwasesikoleni nabazali bakhe kuumbe abanzmfundiso nokungamsabi unkulunkulu ungazihloniphi umdala izingane zethu zithola siphi isifundo kumuntu omdala ongabi isibonelo esihle ezweni

  • @inkunziisematholeni6658
    @inkunziisematholeni66582 жыл бұрын

    Qinisile kodwa🤣🤣🤣🤣🤣🤣

  • @mondenqwema5539
    @mondenqwema55392 жыл бұрын

    Uqinisile lapho akuyona indawo yocansi Lena umculo wesintu

  • @mduduzimnguni5050
    @mduduzimnguni50502 жыл бұрын

    Nam ngyakweseka Smomoza,yizwi lelo elifanele ukuhlonishwa.insizwa mayingaziwa ngombhedo nje olimaza igama lamanye amaciko.

  • @khayelihlexaba4961
    @khayelihlexaba49612 жыл бұрын

    Khuza bo impela ngibone noMkhathazi ngimethembile nje

  • @masobahlemakhunga88

    @masobahlemakhunga88

    2 жыл бұрын

    Simomoza sengiyakuthanda mina uyezwa yini ayibo ngibone uMkhathazi ayibo loLive wakhe shemmmm mubi kakhulu futhi umuntu owafika nalento icrush Yami uNjoko Cha siyala lokhu kifequza okungaka

  • @mjakadash1159
    @mjakadash11592 жыл бұрын

    Ukhuluma into esile uma ungadakiwe..hlisa izinkamba nokuzihlambalaza ngezinhlamba,uyibhungu or insizwa ebukekekayo efanelwe into enobunono, kuze ube isakhamuzi esihlonishwayo hlisa bhuti ubeclean ngolimu nangendwangu njengoba weñzile nje kulevideo

  • @mfokablamani2616
    @mfokablamani26162 жыл бұрын

    Ubani ubhekeni

  • @doubtcele4887
    @doubtcele48872 жыл бұрын

    😁😁

  • @nunumdlulinunumdluli8331
    @nunumdlulinunumdluli83312 жыл бұрын

    Hlobo luni Lolo lokudla ubhekeni

  • @sabelobuthelezi7832
    @sabelobuthelezi78322 жыл бұрын

    Lalelani akushoyo Spokloza bafethu ngoba kuyiqiniso ukut uyacula or akaculi akubalulekile lokho ngoba lomculo kamaskandi ufa nje yingenxa yalabantu abahlez benegative namhlanje balandeli bayabulala nje kubangwa oqhawe lami bona babhizi benza mali ngapha oqhawe lami sekunzima ngisho ukuya Kuma festival kamaskandi yaz uma singafunda ukuhloniphana nokubekezelelana bese siphuma ezimpini zabaculi sithande wonke wonke maskandi umculi Smomoza khuluma qiniso lapha no matter kut liphuma kubani mabhinca akithi

  • @thuthumchunu1414
    @thuthumchunu14142 жыл бұрын

    Kwaze kwafanela ukugibela ibhayisekile bo🤣🤣🤣

  • @sanelemncube8230
    @sanelemncube8230 Жыл бұрын

    S Smomoza awusho ucula kuphi ?

  • @musampanza6218
    @musampanza62182 жыл бұрын

    Spokloza

  • @musandaba2976
    @musandaba29762 жыл бұрын

    Iqiniso lelo nkunz sebeyawubulala manje umaskandi ungayibuka kanjanikee lento uhlez nomdeni wakho kukhona nezingane ubhemile umkhathazi ishayisa ngamahloni intenjee

  • @ntuthukoshozi4828
    @ntuthukoshozi48282 жыл бұрын

    Nawe umculi 😅🤣

  • @msizimbali5679
    @msizimbali56792 жыл бұрын

    Uthanda kabi ukuzenza UNgizwe

  • @sizwedolphin6128
    @sizwedolphin61282 жыл бұрын

    Uyacula nalomjita?

  • @andiswamahlambi1681
    @andiswamahlambi16812 жыл бұрын

    Uqinisile Spokloza

  • @abxgalela5275

    @abxgalela5275

    2 жыл бұрын

    🤣🤣🤣

  • @slomozuma7684
    @slomozuma76842 жыл бұрын

    🤣🤣🤣🤣🤣

  • @sakhisenizuma3031
    @sakhisenizuma30312 жыл бұрын

    Uzozenza ncono LA, akayazin I video yeBhova eth awuthi pe

  • @siyanxumalo4230

    @siyanxumalo4230

    2 жыл бұрын

    Manje yayi right yini yona? Musa ukusangana wena. Nayo yayibhedda njengawo lawa oMkhathazi noNjoko nje.

  • @sakhisenizuma3031

    @sakhisenizuma3031

    2 жыл бұрын

    @@siyanxumalo4230 manje usholani ukuth ifike noNjoko

  • @siyanxumalo4230

    @siyanxumalo4230

    2 жыл бұрын

    @@sakhisenizuma3031 OkweBhova babengekho mapunapuna njengakuNjoko noMkhathazi

  • @sakhisenizuma3031

    @sakhisenizuma3031

    2 жыл бұрын

    @@siyanxumalo4230 ok

  • @kusasalakhehlongwa4199
    @kusasalakhehlongwa41992 жыл бұрын

    Uculaphi usmomoza angazi nengoma yakhe eyodwa mina😂😂😂💔

  • @mhlanganomedia5628
    @mhlanganomedia56282 жыл бұрын

    MANINI WACULA KWEZWA BANI LO🤷‍♀️🤷‍♀️BHEKENI OR MAYBE USHO EMGONQWENI🤷‍♀️🤷‍♀️🤷‍♀️????????

  • @thembinkosimhlongo9832

    @thembinkosimhlongo9832

    2 жыл бұрын

    😂😂😂😂uyacula methanda

  • @Prophetoffaith
    @Prophetoffaith2 жыл бұрын

    Imbudane ke le

Келесі