Umdlalo we ndishi ophume ne samba esingaphezu ka R500 000, BATHI AYIZE IMALII

Ойын-сауық

Umkhanyakude ufike qathatha endishini washiya izizumbulu zemali esabekayo..bekusekwa (17 spanela) obekehla u NTANDO ZULU eMPHANGENI

Пікірлер: 51

  • @SandisoMazibuko-qy1hm
    @SandisoMazibuko-qy1hm9 ай бұрын

    After the event i would ask the groom to bring back my money😂😂😂😂😂😂

  • @makhosazanemweli

    @makhosazanemweli

    3 ай бұрын

    Singenamali manje

  • @siyabongamdadane2813
    @siyabongamdadane28139 ай бұрын

    Indishi ngiqale kuyibona kwi nhlaka Production cah ngyawuthanda lomudlalo umnandi 😂😅

  • @celebrity4051
    @celebrity40519 ай бұрын

    Nkululeko mkhize ceremony was the best🔥🔥🔥

  • @songezodsd8590

    @songezodsd8590

    9 ай бұрын

    Plus ayikho eyofana nayo❤

  • @ZandileKhwela

    @ZandileKhwela

    8 ай бұрын

    EI AND KUNJALO EI FUTHI KUFA BESIZOBON OKUNYE NGEZI 26 KUYONA LENYANGA UMA SESHADA

  • @world-widenewtrendingsongs8247
    @world-widenewtrendingsongs82479 ай бұрын

    I wonder akukhalwa na lapho nithatha kona lemali, Nkululeko Mkhize undenze ndayijonga ngenye indlela lento yethu kwathi kanty uhlukumeza abantu

  • @ThatoDladla-fk1on
    @ThatoDladla-fk1on9 ай бұрын

    Eyii ziyakhala ha muntu kenze khule nami mhla ganwa ngiyo mkhehla mfazi wamii

  • @sandilekhe1566
    @sandilekhe15669 ай бұрын

    Ayikho eyodlula eka mkhize indishi.... Zimubulele igebengu zase nkandla...

  • @musambuyazi678

    @musambuyazi678

    9 ай бұрын

    into ozoyiboshwa

  • @user-mj2zm6zq5s
    @user-mj2zm6zq5s6 ай бұрын

    Kukhona kodwa okshayamanzi la🤔

  • @mpilocelimpilo6837
    @mpilocelimpilo68379 ай бұрын

    Kod introduction yenhlaka production ayikho besichazel kuth obani laba abadlala lendishi baxhasa bani

  • @NhlanhlaMkhize-cx5hz
    @NhlanhlaMkhize-cx5hz9 ай бұрын

    Ibandla lamfoka Mkhize lisanyisa namanje😂😂

  • @nqobilemcambi9087
    @nqobilemcambi90879 ай бұрын

    Dress code must be accurate with imali abadlala ngayo. ngeke udlale ngo 10k kodwa impahla oziqokile zi-bellow 10k

  • @mariamabusela3145

    @mariamabusela3145

    6 ай бұрын

    I am single but their dress code is not appealing nor matching the money. This is not appetizing.

  • @velblesstv
    @velblesstv9 ай бұрын

    Indlulamithi🔥

  • @SandisoMazibuko-qy1hm
    @SandisoMazibuko-qy1hm9 ай бұрын

    I'm a proud ZULU

  • @leratoolifant1988

    @leratoolifant1988

    3 ай бұрын

    Iam looking at such my brothers giving each izipho nothini ngathi abanalutho. My house is about to be repossessed because I owe rates and taxes. R110 K to be prise .I hope one of them see my plea and help me ngiya cela bandla.😮

  • @phindatshibase8937
    @phindatshibase89379 ай бұрын

    Hayi umona wona asinawo kodwa lento yendishi ingenze ngacabanga ngenye indlela emva kokuzwa udala lukaMkhize

  • @maludareal1407
    @maludareal14079 ай бұрын

    If you are used to Nigerian movies, you know what's happening here. The groom uthwele that's all ngyabonga.

  • @ZandileKhwela

    @ZandileKhwela

    8 ай бұрын

    HAI BO KAHLE WENA MUTU MNYAMA NGEKE ASABA NEMALI NGEKE ESABA NAMATAXI HAI MUTU MNYAMA

  • @mncehlase9412
    @mncehlase94123 ай бұрын

    Kuwo wonke ama video eNdishi ai Lena iwashaya wonke kwi Nhlaka Production

  • @MandlaKnowledge-cz3gg
    @MandlaKnowledge-cz3gg2 ай бұрын

    Izithwalo zodwa lezi

  • @bawinilemchunu8422
    @bawinilemchunu84223 ай бұрын

    Kwa Zulu khona iynsizwa impela

  • @siyabongabiyela3497
    @siyabongabiyela34979 ай бұрын

    Inqobo nje kungadumanga izul'lezandla ngoba kunedumela elibi kwazulu lokugudluzana eskhaleni......bese yenzani lemali ngiyazibuza

  • @nalankosi
    @nalankosi2 ай бұрын

    Riches not turned to wealth😭.

  • @skhanyisodoyisa8831
    @skhanyisodoyisa88319 ай бұрын

    😂😂😂zazikhala ke la

  • @user-qb6el9bx7u
    @user-qb6el9bx7u4 ай бұрын

    Ayyyyyy yaz somthetho uyidlalisa khl indishi kunalo bhut sound like bored njerh

  • @philanimajola9821
    @philanimajola98219 ай бұрын

    Uyindoda Maphanga😂😂😂😂

  • @ayandashadows7851
    @ayandashadows78516 ай бұрын

    😂 ayngeke 1 day kzophuma isdumbu ngathi lomdlalo suya ngokuba personal

  • @siyabongamdadane2813
    @siyabongamdadane28139 ай бұрын

    Ayi R50 k nglanda nkosikazi wami 😢

  • @sthemaz1175
    @sthemaz11753 ай бұрын

    Ogogo laba akuzona izintombi😂😂

  • @musambuyazi678
    @musambuyazi6789 ай бұрын

    kazi intombi kaba le ka 10k

  • @HumpheryTshabala-xu4xm
    @HumpheryTshabala-xu4xm6 ай бұрын

    Cha bayasebenza Bo Abantu silele thina..ay kodwa mina ngeke eyami engiyisebenzayo ngihambe ngiyiwisa kanje phansi

  • @sthemaz1175

    @sthemaz1175

    3 ай бұрын

    Tenderprenuers

  • @Thobani-nd7ye
    @Thobani-nd7ye8 ай бұрын

    Waze wadakwa usisi

  • @xolaniemthembu7614
    @xolaniemthembu76149 ай бұрын

    Ask yourself ukuthi lento ibiyenzeka yini before abantu bengakathwali, umuntu othwele sometimes kunemali okumele ayiqede ngosuku ukuze athole enye ngakusasa, yingakho bedlala ngayo kanje, kunezivumelwano abazenzile nombuso wasemanzini, nesikhathi sokuphila kwabo bayasazi ukuthi siphela nini

  • @khosisibiya2197

    @khosisibiya2197

    9 ай бұрын

    That's true nami hlez ngithi iphumaphi imali engaka

  • @SandisoMazibuko-qy1hm

    @SandisoMazibuko-qy1hm

    9 ай бұрын

    Said part is that when it's a black child nithi uthele

  • @jobesithole5590

    @jobesithole5590

    9 ай бұрын

    ​@@khosisibiya2197Ayi, soyicela ivuthiwe. Insavunsavu yemali engaka ngempela ithathwaphi. Kwayena Lo mfana umufi uNkululeko Mkhize ubeyikazela imali. Uzibuze ngempela ukuthi imbiwaphi imali engaka.

  • @jobesithole5590

    @jobesithole5590

    9 ай бұрын

    Ayi, kulikhuni Mvelase. Mina angisho ukuthi abantu benganothi. Sonke sifuna impilo engcono nokuphumelela. Kodwa le ngiyayeshwama. Ithanda ukwanda ke futhi esifundazweni sakithi kwelika Mthaniya. Into efike imangaze nakakhulu labantu abaphatha lezizumbulu Ze mali bancane ngeminyaka. Uyazibuza imbiwaphi imali engaka. Kwayena lo mfana umufi uNkululeko Mkhize ubeyingane kodwa ubenohlobo lonke lwe mali ehlala ko Zimbali Estates eBallito nako Richards Bay emizini ebiza amamiliyoni. Izimoto zibuzwa kuye.

  • @songezodsd8590
    @songezodsd85909 ай бұрын

    Kdwa mshwudi wakhona is not

  • @SpheleleDlomo-kx8gt
    @SpheleleDlomo-kx8gt9 ай бұрын

    Lezintombi sezizizamela owazo umendo kulezigwili😂😂

  • @jobesithole5590

    @jobesithole5590

    9 ай бұрын

    Inkulu indaba yalezi ndishi. Imali engaka ithathwaphi ngempela. Ayi, soyicela ivuthiwe.

  • @thulanikhumalo5395
    @thulanikhumalo53959 ай бұрын

    What a nonsense

  • @mariamabusela3145

    @mariamabusela3145

    6 ай бұрын

    To attire is 0%. Wearing Brentwood trouser. Lady Wearing green cross shoes.

  • @philzungu2602
    @philzungu26029 ай бұрын

    Lento yendishi it was great before not anymore there’s show off these days

  • @thembamdlongwa5586

    @thembamdlongwa5586

    8 ай бұрын

    Imali zamatender

  • @nkosingiphilehlongwane9501
    @nkosingiphilehlongwane95019 ай бұрын

    Basaqhubeka nalamasimba abo endishi

Келесі