@@pinithembeka1104 bayalazi iqiniso nabo wena nje zihluphe ubuze noma uhambe ngalezinto sikhona isisombululo esilula noma kungathiwa kunzima kanjani kepha sona sikhona. uma bafika kuwe ngephupho chaza udaba lwasekhaya ucele isisombululo esilula esizosiza wonke umuntu ngale kokulandela iningi elingahambisani nawe.
@nduzuma41012 жыл бұрын
Yonke into idinga imali lomthwalo wonke nje awulula , syafisa ukulungisa bt kyafiliza bhuti lapho isikhathi siyahamba impunga igcwala ikhanda! Siphila esikhathini esimbi futhi usuku luphela umacalacala , now imagine amacala asakuhlalele kuphinde kube awakho individually. Those dat dodge the duties angibasoli cz inkomo is 15000 imbuzi is 2500 chicken is 100 , ongasebenzi enzenjanike noMakhosi naye ezothi 5600 fee yakhe ? The world is a mess due to our ancestors surrendering to white colonials and nw we are westernised n loaded wt a shit culture n religion of a white god wt a holy rubbish book wt laws dat suppress us ! Elikamthaniya libhubhile and soze laphinde lalunga , noma umdali usangaligoqa nje kuvelwe kuqalwe Ka A .......
@nobesuthunhlengethwa79964 жыл бұрын
Iqiniso elimhlophe Mpunga ngathi ubona Mina, izinto zami ziyabheda, ngiyasebenza kodwa konke kunzima kodwa manje ngine themba. Ngo September last year uBaba wasibiza singamadodana akhe wasitshela ukuthi uMkhulu we ndlula emhlabeni engaganiwe kuzomele aganiselwe , ngakuthatha ngakubeka emahlombe ami, ngithe Uma ngithola ibonus December ngakhipha imali ngayinika uBaba ukuthi aqale ayolobolela uMkhulu kaboGogo omdala ngoba umkhulu wayenesithembu. emva kwalokho ngibone izinto ziqala ukuba Lula bekukaningi ngithi ngizama ukuboleka imali emaBank bangavumi kodwa last month ngithe ngiyozama banginika ngabona lapho ukuthi ukunaka ikhaya nomsamo kubalulekile ngilungiselela ukuganisa uGogo umdala ngizothi Uma ngiqeda ngikhaphe futhi imali kuyolotsholwa omncane. Ngiyabonga futhi ke Uma wena unamandla ekhaya usebenza yenza ungabheki abanye abafowenu futhi ungabangi umsindo yenza nje ngomoya omuhle.
Пікірлер: 127
"ukuthwala okuhle ukubhekelela ithongo lakho uzihluphe ngezinkinga zakini..." 🙌🏽
Oh nkosiyam, your wisdom is out of this world.🙏
Aw! way'beka mpunga yesintu, yaqonda, inkinga esinayo singabantu ukuthi siye sihlangabezane nabantu abavele bahluleke ukucacisa isimo sethongo bese ek'gcineni abantu balekele esontweni noma ekuthwaleni. ngake ngahlangabezana naleyo nkinga inyanga ifuna ukung'nika inyoka ngala ngaphetha into eyang'casula kakhulu ukuthi yasho ukuthi ngazalwa ngembhethe kodwa yona yafuna ukung'thwalisa usizi.
Kwangathi impunga yesintu ikhuluma nami, kulonyaka ngizithwese umthwalo wokulungisa izinkinga zasekhaya, yize ngiwumshana. Kodwa ngizibona ngiyisisombululo
@mthokozisimbambo2831
4 жыл бұрын
ngeke uzisole Nono, lezinto zamathonga ziba kanjalo. zinoku bhekana nomuntu oyedwa oba ngokethiwe ngentshisekelo yokuxhumanisa umndeni naba ngasekho, all the best!
@mninawamavuso3816
4 жыл бұрын
That’s what I did 5 years ago and I don’t regret..my life is in order...
@swakhilentuli5597
4 жыл бұрын
Wenzenjani ukuhlambulula ithongo
Ngizibongela ,ngingaya kuphi ukuze ngilungise ngoba Laba esingibahambile bathi nginabadala kodwa abakhulumi abazivezi ngiyacela ngincede nomndeni wakithi sesaba inhlekisa kubantu ngokucela safuthi
Syabonga baba uyangivuselela ngazo zonke izindlela yo godbless u 👏
Uma Siya kubantu ababonayo sidinga usizo lokwenza izinto zasekhaya, sibabona kanjani abahle, abahlanzekile, abangathwele. Ubuthakathi obenziwa abantu kithi kuyavikeleka yini ngendlela yesintu enhle. Siyabonga Mpunga yesintu
@impungayesintutv
4 жыл бұрын
Uma uzoya kohlola kubalulekile ukuthi uqale ngokuphahla bakukhombise indlela bangakuhlanganisi nabantu abancolile, indlela yokuvika ukuthi ulungise umsamo uhlanzeke
Siyabonga Mpunga yesintu kuningi esikufundayo kuwena bhuti keep it up 💪
Icace bha. Siyabonga mnewethu
Ngiya bonga Mpunga Yesintu 💚💜💛💙
Your videos are indeed true blessings.
Ngiyabonga mpunga yesintu ngifunda okuningi ngoba nami ngingumuntu onabantu abadala ngiyafunda lana kuwe kakhulu futhi ngazalwa ngembethwe ngisizakele kakhululu ngalolwazi engilithole kuwena sengiyazi ekumele ngikwenze ngincela impela lapha kuwe baba inkosi ikubusise👏
Incwadi yebhaybheli ithi, "Kukhona indlela ebukeka iyinhle emehlweni abantu kodwa isiphetho sayo siwukufa..." Kuncono ukuzithwalisa kunokuthwaliswa into ongayazi ukuthi ivele kanjani nokuthi idla kudla kuni. Asithi khetha indlela ngoba isinqumo esomuntu nomuntu, ohlaba eyakhe akavinjelwa! Sibonga Mpunga Yesintu!
Eish ja nhe.! ...Camagu👏👏 ...Siyabonga Mpunga Yesintu
Siyabonga mpunga yesintu! 🙏
Angazi noma ngililizele noma ngigiye. 👏🏼👏🏼👏🏼👏🏼👏🏼👏🏼💯
Syabonga Mkhulu. Ngokwami ukubhekelela abangasekho akungabizwa ngokuthi ukuthwala lokho. Ukubabhekela kuyimpoqo vele. Leligama lokuthwala alihlanzekile yingakho kungamele lincikiswe neThongo.
@sabeloqwabe6814
4 жыл бұрын
ngyakuzwa lapho Khabazela
Siyabonga Mpunga yesintfu sifundza lukhulu yenabakitsi kwangatsi sibantfu besingatifundzisa kutsi silalele bese siyenta mina ngiyavuma ngitsi ncubeka babe usifundzise ngoba buphuya sitidalela tsine
Syabonga syabusiseka thina ngesphiwo sakho syaphilisa
Syabonga Mpunga ukusipha ulwazi
Siyancela kulombele ogwansile, syakleza la
Batshele Mpunga, bayeke beloku behamba belanda zonke izilwane nezi nunu bezifake ekhaya ngenxa yokuvilapha nje.
@nicole5495
4 жыл бұрын
Mangaliso Cele haha! Kwesinye skhathi yikungazi ukuthi ikhona indlela elula engela gazi phakathi.
I fully agree with you, Sir - lokuthwala ngezilwane okwenziwa ngabantu kuyinkinga and it should be discouraged constructively.
Hmmmmmmm Nkosi yami👏👏👏👏🤔
Yazi Mpunga ngiyakuhlonipha. Ungenza noma yini lapha emhlabeni oyifisayo kepha ukhethe ukusebenzisa isiphiwo sakho ukuthi ufake isizwe sikamthaniya endleleni eyiyo. Nami ngyafisa ukuthi ngikwazi ukuphilisa isizwe ngethalente/isiphiwo sami, besekuthi wonke umuntu naye enzenjalo ngoba akekho ofika elambatha. ngaleyondlela singaya kude kakhulu siyindlu emnyama.
Siyabonga Mpunga Yesintu
Amen 🙏
Ngiyabingelela Mpunga Yesintu hayi uyalikhuluma qiniso njengami amathongo ami avalekile kumyama nje ngizakalakanjani
We! Mpunga yesintu uphiwe ngesintu siyabonga ukusicazululela ulwazi lwakho. Thokoza🙏🏾.
@sbongileprudence8912
4 жыл бұрын
THOKOZA KHEHLA ..AI SYABONGA KAKHULU UKUBA AMATHONGA ASILETHE WENA MKHULU UKBA USIKHANYISE ENDLELEN YEMPILO ..THOKOZA
Mina ndifuna ukuthwala ngokuhle ngenyoni
Dankie Mpunga yesintu
Sawbona Mpunga,ngcela ukwazi ukut makuthiwa ithongo alikho ekhaya ngzoyishisa kanjan impepho?
Bayede mpunga yesintu bungicela ukubuza ukuthi ngizokwazi kanjani sebendlula bonke abadala sisele siyizi ngane okuningi asikwazi ngiyafisa ukwazi
@impungayesintutv
4 жыл бұрын
Kukhona into ekuthiwa ukuphahla.. kusuke kufanele uphahle ukhulume nabo bazofika qathatha
First like 😊
Yebo mkhulu asbonge
Zinhle izimfundiso zakho ziysakha is izwe esimpisholo. A Mathonga asigcinele wena.
Mpunga ngeke uziqede izinkinga zomndeni futhi lezinkinga zifuna imali eningi ,ngizoyitholaphi lemali yokwenza zonke lezozinto? Kanti lokhu okhuluma ngakho akikho ukuthwala kodwa usuke ulungisa umsamo wakini hhay angivumi baba
Inamandla mnewethu, uyimpuuuunga.
Bafo obaba sebehambile bezama , selokhu ngabakhona kuhluleka izinyanga kuhluleka abathandazi ...omunye uzokhuluma njeh ngoba umsamo wakubo ulula noma walungiswa ....kodwa engingakusho ukuthi labo nemikhovu yabo angibasoli imisamo ayilungiseki ....mina ngicela ukuChallenge umuntu othi uyakwazi noma wazi umuntu olungiselanayo azosizamina ....ngibone kuqala ukuthi kuyalunga yini ...ukhona yini umehluko kudala sidlelwa izinkomo, izimali kodwa niks ushitsho....ngalokho ngithi labo nemikhovu yabo ngiyabaseka💔noDlozi alikho ngiyabaseka ngedlela amathongo angalungiseki ngakhona 💔..... elakini ungalifanisi nelomunyumuzi ngoba awulazi linjani 💔......😢
@nomthandazonkabinde4918
3 жыл бұрын
Siyabonga ulwazi
Mphunga yesintu
Mpunga yesintu, konke okushoyo kuyiqiniso unkunkulu akubusise ngencazelo osipha yona.
syabonga wangibuyisela amathemba manje mkhulu thina esizalelwe komalume sivumelekile yini ukulungisa izinto zasesayidini lako baba ukuze sibe sesbongweni esiqondile
@talentntuli1155
4 жыл бұрын
Ayikho into yakini ongayilungisa wna usengowakomalume
Mkhulu ngiya bangwa abazali ba shonile ka bo papa ingikwazi nezihlobo zakona please help
Mina bengisacela ukubuza ukuthi wenzenjani mawfunukthwala uma engekho ozoksiza ekhaya njengb bonke sebasindiswa ngnaleyonkinga bavele bethabazlutho ngigcina ngdidekileke mina siza Mnewethu Mpunga yesintu nakhu konakala
@mkhabolengayondodemyama5905
4 жыл бұрын
Bengisacela impendulo baba Mpunga yesintu ngyayidinga ngempela ngokukhulu ukushesha
"Awu "mfoka Mbanjwa abakuyeke isintu sikuwe siyabonga ukubakhona kwakho empilweni zethu uligugu inkosi ikubusise.
Siyabonga Mpunga Yesintu ngemfundiso ejulile. Bengicela ukubuza ukuthi sizokwazi ngani ukuthi obabamkhulu bahamba benacala. Siwakhokhela kanjani lawo macala?
@impungayesintutv
4 жыл бұрын
Imvama izinto eziningi zivela ngezimpawu ezithile kanjalo namaphupho, kuyenzela ekhaya kufike inyoka ethile, mhlambe kulahleke inkomo njalo njalo, kusuke sekumele usukume ubuze kubantu abanolwazi ukuze bakunike umhlahlandlela
@swakhilentuli5597
4 жыл бұрын
@@impungayesintutv ngiqalaphi uma umlaphi wendabuko ehluleka ukungisiza,kungabe lihlanjululwa kanjani ithongo
Ngibuyile futhi la ngizobonga Mpunga ngiqeda kukhuphula ikhehla noma kuse kuningi kodwa ngizibophezele kukho konke.
aysuka, iyabeka lensizwa suka, onendlebe uzwile... ake sithole incwadi siqhubeke sikhule
Shavings Mpunga ngingufakaz ophilayo ukunaka abangasekho kyangphumelelisa ngsaqhubeka nokuythwalo iynkinga zamathonga akith
Ngiyibuke impinda cha inamandla. Ukuthwala okuhle.
Ushaya kahle Mkhulu, manje wenzanjani uma ubaba esaphila kodwa engazinakile lezozinto zabadala, mina sengikwenze 20 years ukuthwala ngabo ngibazama kodwa akuthwaleki.
Baba nginenkinga amathongo asekhaya awakhulumi athule ngenzenjani
Bayede mpunga
Ngidinga ukuthwala
Ngoba isimo somnotho sincikisela kanjena imali Ayikho yonke lento idinga imali, Uthi uma usukwenzile athi omunye akwenziwanga kahle, ubageze ubangenise, kuthiwe Khona asebephumile ngoba kufuneka inhlambuluko. Nomlando awutholi wonke ngoba sebashona abomndeni
@impungayesintutv
4 жыл бұрын
Ikhona indlela yokubalungisa bonke kusuke kumele ujule Uma wenza imsebenzi enjalo
Ukugeza enyangeni kuhle noma kubi
Ngabe kuyinto ekhona ukuthumba or ukugola ithongo lisebenzele wena wedwa emndenini,uma kuyisenzo esikhona ungasichaza njengesenzo esinjani,Lona ithongo livuma kanjani?
Ngibingele kwi mpunga yesintu nabo bonke aba landeli bakhe.mina ngicela ukubuza ukuthi kwenziwa njani ukuhlabulula ithongo phecelazi abadala ababexabene.ngoba mina nginomama wami owadlula emhla eni exabene no mama omncane wam osaphila.and ugogo wami wayexabene nomkhulu beshadile then umkhulu wagcine esethathe omunye umfazi.so ke mina mpunga yesintu ngicela ukwazi ukuthi ngokwenza njani lokhu kokubahlambulula.ngingabonga kakhulu. ozithobayo Thulani majola
👌
Cela ukubuza intlambuluko yenziwa njani khehla?
Mpunga yesintu inini la okhiphakhona inkomo kamama? Inkomo yomqoyiso akusiyokanti lenkomo ehlatshwa ngosuku lomgcagco okuthiwa aylale ayvuke?
Cha eyami mpunga ngizohlala phekwayo ungiphe umbono kanjalo nabaziyo bangiphe imibono ekhaya obaba bami bobabili bahambe begangelana okungangokuba omdala waze wazaphendula idlozi kuba lisebenzele yena lamehlula ngoba sagcina sizwa kuty wagcina elikhiphe ngaphandle nenyanga yakhe ayefike nayo izomenzela logo msebenzi wagcina ehlulekile kuphetha logo msebenzi idlozi lagcina lisale ngaphandle kanjalo zaqala kubheda izinto phakatt kwekhaya ngoba sigulelwe uye umfowabo egulela kuye eslungwini ngalesoskhaty nathi besibancane sizwa nje ngendaba nokwagcina sizwa ngaye kuty usemlahlekele egula enjalo nokuthe sesizwa ngababonayo basho bath ubezama kuthwala ngaye ngoba bambona LA ekhona esikwa izitho zakhe zomzimba ethathwa uye nobangani bakhe bemfaka emfuleni so Mpunga kuze kube namhlanje asikaze simncwabe ubaba asimaz,kanjalo naye baba omdala loyo wagula nokuthe esegula esibize nomama nabafwethu ngaty uzokhuluma Kodwa sasifika umamkhulu akhiye imnyango aty usalele kade emginqisa amaphilisi asilinde kuze kube sibuyela ekhaya kungavulwa endlini yakhe kodwa sizwa kuty lomuntu akalele uyahhema endlin yakhe kwaze kwaba uyashonake lude loludaba angiluqedile mpunga yehlaty nikhumbule injobo enhle ethungelwa ebandla aniphe imbono bafwethu amacala anjengalawa alungiswa ethiweni ngoba sazama kuya emhlahlweni kwayena siwundeni sabuya saletha imbuzi ngapha nangapha kube sikhumelane umlotha thina siwundeni yombili ngokukhuluma amaqiniso nokwagcina sekuphikiswana khona emlotheni bephikisa umhlahlo abakubo kababa omdala kwacaca nje kuty basayicashisa lendaba nalapho sekumele kubekwr ngendlela umthandaz abone ngayo bese kuqhubekwa nenhlambuluko kwagcine sazibonela nje kuty le ayisaphumelelanga nje swsiyenza ithiwani ke le mpunga
Ay baba phela it doesn't mean you're always right. Hawu bakithi.
Sawubona baba. Mina ubaba wezingane zami uthwele lokhu okubi kodwa angazi ukuthi uthwele ngani. Unemali engasuki phansi uhlala eyodwa esithabathabeni sendlu nezimoto eziyisithupha ezibizayo. Kufanele ngenzenjani ukuze kungalimali mina nezingane zami?
ngiyakuzwa ukuthi uthi asilungise amacala kodwa awusho imalini esingaba nayo ngoba uthola ukuthi ugogo akashadanga, mhlampe nomama nobaba abashadanga, umndeni bashona bexabene mawuthi uyabheka olunye uhlangothi alufuni ukuzihlanganisa nenhlambuluko, abashona kunemisebenzi enjengokukhuphula, isihlangu nokunye , uma uthi uyabheka sekugibelene awusazi ukuthi uqala kuphi uye kuphi esimeni esifana nalesi wenza njani ngoba nesimo semisebenzi kulezi nsuku ayikho ?
Ngicela ukbuza uma usulwenzile ucwaningo ngenhloso yokulungisa izinto ekhaya, ebese ushawe amandla okwenza ngabe wenzenjan esimweni esikanjalo?
@impungayesintutv
4 жыл бұрын
Kusuke kumele uye empepheni uyocela amandla okulungisa loko ofisa ukukulungisa
Nazoke,
Uligeza kanjani ithonga
Hello manje ngidinga ongangisiza ngalokhu
@windysaniky
Жыл бұрын
Ngidinga ukuthwala
ufumaneka kuphi mkhulu
Bhuti ngicela ukukubona
✊
Actually I did what this guy did and all the lineages came pouring in my life
@nicole5495
4 жыл бұрын
mninawa mkoko lucky you.
@ernestmbasa8318
Жыл бұрын
Uyowa qeda nini amacala wabo khokho uhlupheka ungena lutho usokola kushu kuthi uyoze ufe ukhokha macala abantu ubuke abantu becebile 🤔
siyabonga Mpunga yesintu ngolwazi osipha lona.Manje mina cela ukubuza la uma ungumuntu/umshana okhulele komalume usebenzisa yonke into yakomalume ngokwesibongo unalo yiniigunya lokulungisa ithongo lakokhakhomamakho or izinkinga zobabo'mkhulu komalume? ngyabonga.
@impungayesintutv
4 жыл бұрын
Ukuzaleka kwakho komalume kwakunesizathu, kufanele ulungise ngoba kukini
@thammyotto-m7286
4 жыл бұрын
ngyabonga Mpunga yesintu ngikuzwa kahle.
Kade ngaqlala ngilungisa kwaze kwaphela izimali ngaqlala phansa zaphela futhi izimali ,angisazi n ngikhuthele kakhulu kweze thonga kodwa ayi ngima nxeba nxeba
Uxolo lwabangasekho ngyalwazi sesake salwenza ekhaya ngabo 2004 lwasebenza zibekwa nje ngingabachazelake nabantu ngendlela esalwenza ngayo kwakungekho nyanga/mthandazi
@sthembisostheh7839
4 жыл бұрын
Ngicela ungichazele kwenziwa njani if abanye besaphila abany bangasekh kumiswa njan
@mrsimm9870
4 жыл бұрын
sicela wenabe Bhuti Zenzele wena okaMacingwane 🙆♂️
@mchunuzenzele8193
4 жыл бұрын
Bafwethu kmele nithole kqala ukuthi ukungezwani kuphakathi kukabani nobani ubani okhona ubani ongekho uma kunoyedwa okhona kmele nihlale endlini ekushiswa kwiyo impepho ebese kuthi lo oshisa impepho alande udaba elandisa abadala ehlezi lakahlezi khona athi cha maNdabezitha silapha nje sidingida udaba la luka sbanibani nosbanibani abaxabana kwaze kwahamba ubani ingaxazululekile lenkinga ebese eyalanda ophilayo akhiphe okungaphakathi kuye ebese evala ngokuthi mina ngyamxolela ubani sengikhululekile emoyeni wam ngsacela kbe noxolo phakathi kwami naye ebese eyaphuma aye ngaphandle komuzi ephelekezelwa umuntu ophethe umlotha namanzi ageze izandla aphinde lawo mazwi ebese kbuyelwa ngaphakathi ekhaya ilaphoke sesizoshisake impephoke manje seyachaza loyo oyikhuluma ekhaya athi maChunu besnodaba la thina ngala sesqedile usban bani usexolile sesocela ubani axole naye ngalembuzike sithi sakha uxolo phakat kwabo sphinda syashweleza nje kukho konke okwenzeka phakathi kwabo sithi namhlanje sisusa ukngezwazi phakathi kwabo sfaka umoya wokuzwana ngoba bangabandawonye sescela nosbanban ambheke kahle ubani amuphe izinhlanhla kanjalo kanjalo nje inqunywe ilenge imbuzi kqhubeke okqhubekayo lolo olomuntu okhona nongekho
@mchunuzenzele8193
4 жыл бұрын
Okunyeke ukuthi kmele sazi ukuthi kwakubangwani kuze kuxatshanwe kphinde kbe ukuthi kmele sazi ukuthi lulula uxolo uma bonke bengasekho aluhluphi lolo
Baba mina becela ukubuza kwenziwayini uphuphe udla inyama ye nkukhu unikezwa no uzidle ngingahabu uma ungasiza
🤝🤝
Uzothola kanjani ukuthi yini okmele uyenze nokmele uqale ngayo?
Uqedile Qhawe!
Mpunga akuphi ama office wakho?
Utholakala kumuphi umsakazo, futhi utholakala ngasiphi isikhathi?
How do I rectify the wrongs of my ancestors or forefathers?
@mninawamavuso3816
4 жыл бұрын
Hamilton Manqoba MpandeYezwe Dlamini Maposa start with cleansing for amadlozi...inhlambululo.. and all the conflicts that existed
Mina ngihlolile sengifisa umuntu engamxoxela nje angibonise ngingathokoza mungangipha inamba ngizicelela nje
@impungayesintutv
4 жыл бұрын
Kuba kuhle uma sizobonana ngoba ocingweni ey kubanzima ukungithola... 0716276343 or WhatsApp 0792816849
@skhulileoscar2293
4 жыл бұрын
Ngiyabonga ukuphumelela kwescelo sami
Kuhle bawo kuyavakala
Ukuze ngazi ke ukuthi okhokho babeshone bengazwani iyiphi indlela engizokwazi ngayo lokho ngoba nalo idlozi vele lizobe lingasondeli ngobuhle kimi,ngamafuphi ngizobe ngingaxhumani nabo,iyphi indlela engizokwaz ngayo Kant futhi ukuze ngifune yonke imvelaphi yakithi nezinkinga ezizobe zikhona ziyobe zidinga imali ukuze zilungiswe ,izovelaphi lemali yokuhamba ngijubalale ngiye emazweni la kwangcwatshwa khona okhokho ngiyobalanda ukuze beze ekhaya noma ngibahlambulule ngoba izinto vele zizobe zibheda kuxabene ubendle emsamo,siyathanda ukulungisa umsamo kodwa sishaywa yinkece ngoba izinto sezenziwa ngayo inkece .Angisho ukuth ukuthwala ngezilwane kuhle cha,kodwa abantu sebeqala ekuthwaleni bese ubabone sebenza lokuthwala okushoyo ngoba sebenemali .
@impungayesintutv
4 жыл бұрын
Kumele uphahle ubuze kubo.... bakhona abahlaba ngoba beganga, umuntu othwele uma esezokwenza umsebenzi usuke eganga
@alexbhebhe456
4 жыл бұрын
Ngiyakuzwa Mpunga yesintu kodwa khona LA ngisala khona,uthi kumele ngiphahle,uma uphahla ke obani abazokulalela ngoba basuke bengekho kwalapho ekhaya noma bashona bengahlambulukile noma bashona bengazwani,mangiphahla ke ngiphahla kubani and ngizomaz ngan lo engiphahla kuye ukuthi yena uhlambulukile ngaphandle kokuthi ngize ngiye kwabanamanga ngiyobuka nakhona akubukwa mahhala kuyabiza and kunyuka ngesikhulu isivinini even nomuntu oshaya eceleni naye usuke esezibhekile uma uthi uzobheka kuye,angisho ukuthi kuhle ukuthwala ngezilwane kodwa nansi inzukayikeyi esibhekana nayo,uzophahla kuzwe bani uma lacwiywa idlozi ngomunye womndeni wathwala ngalo lasebenzela yena Nina nasala nihlupheka?
Sibonga iqiniso bhuti
Awungiphe number yakho please
🌞🙏🏾🖤🇿🇦☕️
izigubhu mkhulu njengoba kuthiwaziyaxhumaniswa nedlozi ?
@impungayesintutv
4 жыл бұрын
Amanga aluhlaza lawo
Ngiyabonga bhuti ulwazi osinika lona
Bhuti ngiyakuzwa ngincela ukubuza ngoba uma bengafuni ukuhlambuluka nfingenza njani futhi ngicela ungibonise ukuthi ngingenza njani sonke ashambelani sihlanga uma kunezifo .nalapho futhi ngazama ukuhlanganisa abazukulu baka mama wami nakhona kwafana ngaze ngaphuma ekhaya ngenzenjani kwayena lo engazangaye emhlabe kuyafana
@impungayesintutv
4 жыл бұрын
Angeke vele nihlangane okanye nihambelane ekubeni nabantu abadala basekhaya nabo babengahambeelani, musani ukuyikha phezulu, kumele ujule kuqala ukuze izolunga lento zamani indlela yokulamula abalele kuqala bese kube imanxa nenza inhlambuluko bona sebexolile ngale kwethuna, ngoba uma nizothi niyahlangana manje ekubeni bona besaxabene nani nizophambana ngemibono.... Ngizowenza umfanekiso oqoshiwe ukukuchushisa
@pinithembeka1104
4 жыл бұрын
Mangibonge ngobono wakho bakhona ekhaya abazalwa noma .kwabona abazwani bephuma esiswini sinye ngakhe ngayizama lokho yokugezwa kwethu zizukulwane nezizukulwana sazama kwatholakala ukuthi ababili umncane nomalume bayabambhana umama wami nomunye umancane bona baphumale elabo mina angisazi ukuthi ngenzenjani kwayena umama nguyena omdalakubo wenza izinto ngendlela yakhe ngaze ngamtshela ngomama wakhe evela ephupheni wathi mangimtshele ukuthi makamkhuphule ehlezi encansini mina ngihlezi esthulweni sase office wangiphelezela wafika ngasekhaya wajika njala .ngazamakhuluma naye wangitshela ngomfowabo .nami sengisele nomfowethu kuphela abayanye sabashona akangizwa .mina bhuti labantu abadala bafika kimi ngephupho ngize ngathutha kithi ngibalekela ukungakhulunyiswa ngazengalithwala idombolo mangiqala ngibatshela umbiko bavele bangangikhulumisi
@mrsimm9870
4 жыл бұрын
@@pinithembeka1104 bayalazi iqiniso nabo wena nje zihluphe ubuze noma uhambe ngalezinto sikhona isisombululo esilula noma kungathiwa kunzima kanjani kepha sona sikhona. uma bafika kuwe ngephupho chaza udaba lwasekhaya ucele isisombululo esilula esizosiza wonke umuntu ngale kokulandela iningi elingahambisani nawe.
Yonke into idinga imali lomthwalo wonke nje awulula , syafisa ukulungisa bt kyafiliza bhuti lapho isikhathi siyahamba impunga igcwala ikhanda! Siphila esikhathini esimbi futhi usuku luphela umacalacala , now imagine amacala asakuhlalele kuphinde kube awakho individually. Those dat dodge the duties angibasoli cz inkomo is 15000 imbuzi is 2500 chicken is 100 , ongasebenzi enzenjanike noMakhosi naye ezothi 5600 fee yakhe ? The world is a mess due to our ancestors surrendering to white colonials and nw we are westernised n loaded wt a shit culture n religion of a white god wt a holy rubbish book wt laws dat suppress us ! Elikamthaniya libhubhile and soze laphinde lalunga , noma umdali usangaligoqa nje kuvelwe kuqalwe Ka A .......
Iqiniso elimhlophe Mpunga ngathi ubona Mina, izinto zami ziyabheda, ngiyasebenza kodwa konke kunzima kodwa manje ngine themba. Ngo September last year uBaba wasibiza singamadodana akhe wasitshela ukuthi uMkhulu we ndlula emhlabeni engaganiwe kuzomele aganiselwe , ngakuthatha ngakubeka emahlombe ami, ngithe Uma ngithola ibonus December ngakhipha imali ngayinika uBaba ukuthi aqale ayolobolela uMkhulu kaboGogo omdala ngoba umkhulu wayenesithembu. emva kwalokho ngibone izinto ziqala ukuba Lula bekukaningi ngithi ngizama ukuboleka imali emaBank bangavumi kodwa last month ngithe ngiyozama banginika ngabona lapho ukuthi ukunaka ikhaya nomsamo kubalulekile ngilungiselela ukuganisa uGogo umdala ngizothi Uma ngiqeda ngikhaphe futhi imali kuyolotsholwa omncane. Ngiyabonga futhi ke Uma wena unamandla ekhaya usebenza yenza ungabheki abanye abafowenu futhi ungabangi umsindo yenza nje ngomoya omuhle.