Ukuphupha umuntu osashona enqunu noma ethi uyagodola

Isihlangu, isidwaba, ibheshu kanye nebhayi lemisebenzi ibaluleke kakhulu

Пікірлер: 63

  • @smangangwenya4498
    @smangangwenya44983 ай бұрын

    Syabonga mkhulu kusfundisa, Yaz mina ngiohuphe umamncane wami ( dade wabo kamama) wami enqunu, engifulathele, ngabe loku kusho ini ngoba umamncane lo esaphila ubudlelwane bethu bebungekho buhle

  • @BonganiNgcobo-zb6ke
    @BonganiNgcobo-zb6ke11 күн бұрын

    Baba mpunga yesintu lokhu okusho mina ngaphupha ugogo ethi angilethe ibhulukwe lamkhulu eligrey ngoba umkhulu uyagodola

  • @lindizwane532
    @lindizwane532 Жыл бұрын

    Siyabonga Mpunga ngolwazi. Wayilamula!🙏🏽

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 Жыл бұрын

    Kade ngibatshela izolo lokhu ngithi bayahlupha abantu,bafike balekelele isiZulu bese bethi "Isishembe"ngisho emndenini sithola inkinga Uma siqondisa izinto ngoba kuthiwa sifuna ukubaphatha ngoShembe Kanti Cha,uSbembe ubuyisa isintu nesiko kubantu.

  • @MariaLewele-lh6lo
    @MariaLewele-lh6lo3 ай бұрын

    Ngiyabonga

  • @GuguMdletshe-j6s
    @GuguMdletshe-j6sКүн бұрын

    Sawubona ugugu mdletshe ngashonelwa ingane yomfana ngaphupha inqunu 20:15

  • @bongumusahlophe6708
    @bongumusahlophe6708 Жыл бұрын

    Khula mpunga yesintu usifundise isizwe sakithi silahlekile kakhulu asazi kuthi ngesintu sesisizwa uwena ngoba ujulile ngolwazi Amen🙏

  • @silandisanimoyo-ju6py
    @silandisanimoyo-ju6py9 ай бұрын

    Siyabonga Mkhulu mina ngile nkinga yokuphupha odadewethu ababili benqunu ,kwaqala kwayi ngizibona ngihambaze ngiphakathi kokuhamba ngabona sengembethe ibhayi,liyangihlupha leli phupho

  • @phumzilemntambo7452
    @phumzilemntambo7452Ай бұрын

    uyalanda too much funda ukuhlala odabeni

  • @ziphomthethwa2762
    @ziphomthethwa2762 Жыл бұрын

    Siyabonga Mpunga yeSintu, ngicela ukubuza Uma lona wesimame osuke egcagcile kodwa osashona uhlelo lonke lokumenzela isidwaba luhamba kanjani. Lapha ngikhuluma ngogogo wami ongasekho engimphuphe ethi uyagodola.

  • @enhlemahlangu7091
    @enhlemahlangu7091 Жыл бұрын

    Kusa kwanamuhla nhiphiphe umama ongasekho engagcokile, ngabe ngenzanjani uma ngifuna ukwenza lomsebenzi wesidwaba

  • @ernestphiri8885
    @ernestphiri8885 Жыл бұрын

    Siyabonga mkhulu ngomsebenzi wakho

  • @tuliswampepo1239
    @tuliswampepo12399 ай бұрын

    Waze wangisiza mpunga yesintu, ngivuka nalo namhla leli phupa, kodwa ke xa evela equnu egula kusube kuchazani , ngibonge usaza kuphendula 👏👏

  • @ThokozaniBiyela-ii7pt
    @ThokozaniBiyela-ii7pt2 ай бұрын

    Ngicel kbuza Uma wenzela umtwana owaphuphuma ubona ngani ubulili

  • @jabulilejhmdluli7663
    @jabulilejhmdluli7663 Жыл бұрын

    Mkhulu siyabonga ulwazi kakhulu ngoba sibuye singazi ukuthi senzenjani kodwa ngosizolwakho sesinolwazi👏👏🙏

  • @thembekasikhakhane9998
    @thembekasikhakhane99987 ай бұрын

    Amen mkhulu syabonga izincazelo .Mina ngamphupha umama wami enqunu .Ngicela ukubuza ukuthi njengoba sizomenzela umsebenzi wokumbuyisa ngonyaka ozayo singayibhangqa yini lemisebenzi ?

  • @ntokozo670
    @ntokozo6703 ай бұрын

    mkhulu mpunga kuchaza ukuthini uma uphupha umuntu ose washona kodwa ebe ekhulelwe

  • @nkosinyambosir4643
    @nkosinyambosir4643 Жыл бұрын

    Mkhulu unjani, sacela ukukukhumbuza lesishloko owathi uyoke usithinte, wathi uyoke ukhulume ngemibala yezingubo red/yellow/pink etc ukuthi isho ukuthini. Syabonga mkhulu

  • @pamelamacwili6047
    @pamelamacwili6047 Жыл бұрын

    Ngiyabonga👏👏 Mina ngiphuphe enqunu futhi eno number 2 ngemuva. Ingumuntu wesifazane.

  • @mogalelegae8526
    @mogalelegae8526 Жыл бұрын

    Siyabonga Mpunga omkhulu omkhulu bakho bakwandisele

  • @nkosikhonaalfred6142
    @nkosikhonaalfred6142 Жыл бұрын

    Mkhulu siyabonga ngomsebenzi omuhle kangaka bengicela ukucgazeleka.ngaphupha umama engaqokile cishe ngathenga izimpahl.masengisithengile isidwaba ngiyahlaba imbuzi ngimqokise.besengisenzenjan ngisigcinephi endliniyakhe yokugcina noma

  • @mandisasphelo9724
    @mandisasphelo9724 Жыл бұрын

    Mpunga ngicela ukubuza ukuthi uma ungayazi ingane ukuthi nhloboni uzokwazi. Kanjani

  • @nokuthulaskhosana7700
    @nokuthulaskhosana7700 Жыл бұрын

    Umam Egana azange kodwa asifake nngoba kungelona ibhinca

  • @ngobeniabigail1468
    @ngobeniabigail146826 күн бұрын

    Sawubona baba insane yami iphuphe umama ogzalayo egqunu ethi uyagodola manje umbuzo family uthi noma Gabe sifuna ukumenzela umsebenzi sizomenzelaphi goba umuzi wakhe waphela umabehlukana nobaba gagimcane

  • @minenhleshozi8108
    @minenhleshozi8108 Жыл бұрын

    Mpunga syakhuleka bengicela uke uthi kucacisa nje kuthi ibheshu,bhayi kanye nesidwaba bewuthi kumele kwenziwe kungakopheli skhathi mungahlawumbelisa nje kungaba emva kwesikhathi esingakanani lowo obandakanyekayo ektheni enzelwe (sonto,nyanga,zinyanga noma mhla efihlwa)

  • @mapulamamabolo3602
    @mapulamamabolo3602 Жыл бұрын

    👏🏽👏🏽👏🏽Thank you for the knowledge 🤍🕯️👏🏽

  • @thapelomemela8482
    @thapelomemela8482 Жыл бұрын

    Sbonge Mzukulu kaVaphi,cela ubuye uchaze ngoku keka amadlebe.

  • @manqobazwane9060
    @manqobazwane9060 Жыл бұрын

    Mbanjwa 🙌🏾🙌🏾ngicela ukubuza, ngiphupha intombi ngangizwana nayo inqunu ayigqokile lutho lutho, ngithi sengihamba kuqhamuka umama wakhe kanye nomfowabo bathi bayacela ngishayele usisi lo ngoba akekho right

  • @urmtagsol7156
    @urmtagsol7156 Жыл бұрын

    Syabonga mkhulu salapheka

  • @sphiwengubane8002
    @sphiwengubane800210 ай бұрын

    UNWELE OLUDE MKHULU IMPUNGA🙌

  • @mandisasinethemba-ws2et
    @mandisasinethemba-ws2et Жыл бұрын

    Thokoza mukhulu sacela ukubuza kuchaza ukuthi ukuphupha umuntu owewashona owawuthandana naye ...nilele kodwa nigcine ningalenza icansi

  • @tholigumbi8329
    @tholigumbi8329 Жыл бұрын

    Sawubona mkhulu uma kugumama owashona eshadile yena umuqgokisa kanjani ngoba uthe uqgokiswa isidwaba

  • @jayjoy7202
    @jayjoy72029 ай бұрын

    Thokoza Uma umuntu osashona emqunu elele onqenqebeni lwePool neMyonka epaqake umqala elele eceleni kwakhe

  • @ZamalihleNyoni-rs5pt
    @ZamalihleNyoni-rs5pt Жыл бұрын

    Mangibuze kwimpunga yesimtu ubabezala abalaphi bendabu beveza ukuthi ubephathi isimo semithi futhi engekho muhlr nasemndenini .uma engasekho kishoukithini evela kimi ngiwumalokazana enqunu elandelela silungiswanjani lesosimo

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko626 Жыл бұрын

    Enkosi mpunga yesintu

  • @siyavimbi7636
    @siyavimbi76363 ай бұрын

    Mna ndiphupha utata ongasekhoyo enxibe lampahla wayenxityiswe yona esithi uyagodola ingaba kuthetha ukuthini oko

  • @user-ob7kb9zm6k
    @user-ob7kb9zm6k3 ай бұрын

    mina phuphe umama we boy friend yam esithi yagodola inyawo zakhe ziyabanda wombathe ingubo use mbedeni cela cacisele

  • @patriciiamapheleba3591
    @patriciiamapheleba3591 Жыл бұрын

    Mkhulu I like your channel, it is very informative but I'm mosotho, sometimes I don't understand isizulu. I to know what is inkehli and isidwaba.

  • @sinikojoja4228

    @sinikojoja4228

    Жыл бұрын

    I'm a Xhosa but in my knowledge "Inkehli" is a that Zulu hat for women and "Isdwaba" is a Zulu traditional skirt for a married woman hopefully making sense.

  • @universalproducts4373

    @universalproducts4373

    Жыл бұрын

    @@sinikojoja4228 You are right

  • @thanduyisezulu88
    @thanduyisezulu88 Жыл бұрын

    Mpunga yesintu... Mina umbuzo wami ukuthi isihlangu senziwa ngembuzi noma nge Nkomo???

  • @thembimasondo2281
    @thembimasondo2281 Жыл бұрын

    Mkhulu ngyabonga kakhulu isihloko sakho ngicela ungichazele uma waphuphunyelwa kungakabonakali ukuthi muntu muni wenzenjani umgqokisani? ngiyabonga

  • @ntombifakude8409
    @ntombifakude8409 Жыл бұрын

    Thokoza mkhulu makathi uyagula kusho ukuthini

  • @musamanana1105
    @musamanana1105 Жыл бұрын

    Ngicela ukubuza uma uphupha umama okuzalayo evuka ethuneni enqunu bese umphuthuma umembathise abese umenzela ukudla kodwa athi yena awuqale ungenzele itiye kuqala. Kuchazani ke lokho

  • @rachelvilane3256
    @rachelvilane3256 Жыл бұрын

    Yini isihlangu ngiphuphe cubana owashona enqunu

  • @luckytau6331

    @luckytau6331

    Жыл бұрын

    Ishlangu - ihawu

  • @ephraimnathi5603
    @ephraimnathi5603 Жыл бұрын

    Sawubona Mkhulu Ngicela ukubuza ukuthi isikhumba senkomo ehlatjiwe ngomsebenzi wesifo sona asisebenzi yini uma lomuntu embathiswa sona esetjalwa endlini yakhe ?

  • @impungayesintutv

    @impungayesintutv

    Жыл бұрын

    Umbuzo wokuqala enginawo uthi, "Leyo nkomo esuke ihlatshiwe kusuke kweyani?" kuyenzeka umnumzane aphelezelwe ngenkomo isikhumba saleyo nkomo uke agoqwe ngaso. ukhumbule sithe inkomo yokumphelezela

  • @ntombizodwamahlangu1741

    @ntombizodwamahlangu1741

    Жыл бұрын

    Sawubona Mkhulu Ngicela ukubuza ukuthi uma ngifaka ugogo ozala ubaba usewashona ngisebenzisa imvu noma imbuzi naa?

  • @rain-lindamakhanya1866
    @rain-lindamakhanya1866 Жыл бұрын

    Sawubona Mpunga ngicela ungicacisele kahle, kuthi indaba ye bheshu for ingane yaphuphuma, nje ngoba mele umlungisele nge mbuzi, process yakhona emsamo e hamba njani? Nga yenza e ladi nge nkhunkhu, ngam gcokisa imphahla. Kodwa namanje kuthiwa mele ngi yenze nge mbuzi.

  • @impungayesintutv

    @impungayesintutv

    Жыл бұрын

    Bathi eyani imbuzi ekumele uyenze? uma iladi walenza ngezinkukhu walenza kahle akunankinga. esekumele ukwenze ukumembathisa uphinde umenzele isiphandla sakhe

  • @ANTI-MATRIX849
    @ANTI-MATRIX849 Жыл бұрын

    Cela ukuchazelwa ukuth uma uphupha umuntu omaziyo kdw kunga yena owase khaya osedlulile emhlabeni, kusuke kwenzakalen?

  • @makhuphukamnguni9782
    @makhuphukamnguni9782 Жыл бұрын

    Mkhulu amaXhosa ?

  • @lihlemadlala9950
    @lihlemadlala9950 Жыл бұрын

    Mina ngaphupha isalukazi esizala umama oshone 2020 engaqokile kodwa wembathe into eyindwangu eGreen emboze ingaphezulu ehleli esihlalweni ihholo thizeni engathi bekuzoba nenkonzo🤔... Ngabe kuchaze ukuthini?

  • @impungayesintutv

    @impungayesintutv

    Жыл бұрын

    Usenzelwa isidwaba?

  • @lihlemadlala9950

    @lihlemadlala9950

    Жыл бұрын

    @@impungayesintutv cha, iphupho engingazange ngilinake, bengingazi ukuthi ibucayi ngalendlela

  • @mthobisimyoung2709

    @mthobisimyoung2709

    Жыл бұрын

    Bengisacel ukubuz kusho ukuthi ukuphupha amabhokisi

  • @sakhilemsani2419
    @sakhilemsani2419 Жыл бұрын

    Sawubona mkhulu, ngithi angibuze la! Uma unezingane ezonda ezingaphezu ka4*2, uzenzela kanjani ibeshu and lesoskhumba usenzanjani mase uqedile ukubenzela?!

  • @impungayesintutv

    @impungayesintutv

    Жыл бұрын

    Uyazenzela zonke izikhumba ziyabekwa uma kwenziwe umsebenzi

  • @sakhilemsani2419

    @sakhilemsani2419

    Жыл бұрын

    Manje mkhulu zibangaki imbuzi if ziwu4*2 shuthi 8

  • @philemonmngomezulu4673
    @philemonmngomezulu4673 Жыл бұрын

    Mpunga yesintu kuyezwakala kodwa ngenemibuzo elandelayo, 1 Uma lezingubo ozishoyo zabantu asebashona bathi bayagodolo wenzanjani ngazo , isihlangu, isidwaba , ibhayi ? 2 Umntwana owaphuphuma umenzela iladi nezingubo zakhe , imbuzi yokumgqokisa wenzanjani ibheshu lakhe noma isidwaba? 3. Labantu abazange babenazo lezinto futhi abazange bakhuluma ngazo , manje wena uzokwazi kanjani ukuthi bafuna isihlangu, isidwaba, ibhayi . Esikhathini esiningi abanye bakutshela ukuthi kufanele u enzele itombstone uma egodola.

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Жыл бұрын

    UNkulunkulu mdali wethu sonke uthi abafileyo kabasaphili Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,10,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:11,29,Isaiah 45:18.

Келесі