Ukuphakanyiswa KoMlozi

Пікірлер: 53

  • @ThaboTsamai-gs9dd
    @ThaboTsamai-gs9ddАй бұрын

    Mkhulu Siyabonga,nami ngicqkekile ngi baleke nase phehlweni ngoba ngizwe bangangi khulisi NGO ko Moya and angazi kahle ukuthi kahle ngi phethwe ngabo bani

  • @luyandalunga7464
    @luyandalunga74645 ай бұрын

    Ngyayithanda lendoda yey iyahlola and ikukhiphela konke obungakuqondi ngingufakazi ,ngibuya khona sengibayisile abantu abathathi baphuma bekhala izinyembezi ukumangala njee umhlahlo kababa ,sengifisa imali ayongilungisela lokhu akubona mmmh❤

  • @mpirokajosephmgcokoca2355

    @mpirokajosephmgcokoca2355

    4 ай бұрын

    Siyakubongela🙏

  • @DRMalalaPhezulu

    @DRMalalaPhezulu

    2 ай бұрын

    Thokoza🙏🏾

  • @justicemthembeni9590

    @justicemthembeni9590

    2 ай бұрын

    Sawbona,utholakala kuphi nendawo umkhulu?

  • @DRMalalaPhezulu

    @DRMalalaPhezulu

    2 ай бұрын

    @@justicemthembeni9590 EMzinyathi, Ngase Groundini KoNkosi.

  • @BawinileSokhela-ms2iq
    @BawinileSokhela-ms2iq3 ай бұрын

    Amen Mkhulu,ngicela ukubuza uma Amakhosi noma abalozi bezifikele bona ekhaya imiswa kanjani ngoba nezndlebe sezize zivalekile zibuhlungu mabekhuluma kepha angbezwa

  • @DRMalalaPhezulu

    @DRMalalaPhezulu

    3 ай бұрын

    Kulungile mkhulu, ngithinte ocingweni khona sizoxoxisana ngaloludaba.

  • @user-nz7ul2hi4y
    @user-nz7ul2hi4y7 ай бұрын

    Cha uyasazi istory sakho Ndlondlo Siyathokoza

  • @DRMalalaPhezulu

    @DRMalalaPhezulu

    7 ай бұрын

    Syathokoza 🙏

  • @NoandileLugalo
    @NoandileLugalo7 ай бұрын

    Ndiyabulisa Mkhulu ngokuzithoba, umbona kanjani umntu ozakusiza ngokweqiniso,ngoba umntu sele ehlupheke kakhulu? ndiyabonga ngempendulo

  • @DRMalalaPhezulu

    @DRMalalaPhezulu

    2 ай бұрын

    Thokoza🙏🏾

  • @bonganibuthelezi8095
    @bonganibuthelezi80958 ай бұрын

    Siyabonga ukukhuliswa 🙏🏽mkhulu

  • @DRMalalaPhezulu

    @DRMalalaPhezulu

    8 ай бұрын

    🙏

  • @sphiwekhambule3716
    @sphiwekhambule37168 ай бұрын

    Thokoza khehla,siyabonga umhlahlandlela,kodwa asisakwaz noki downloade

  • @DRMalalaPhezulu

    @DRMalalaPhezulu

    2 ай бұрын

    Ngizozama ukuyilungisa leyondaba Thokoza. 🙏🏾

  • @Elevationwithpalesa
    @Elevationwithpalesa2 ай бұрын

    Makhosa Mkhulu! This message ingithole ngesikhathi esiright. I’ve been getting signs that I have umlozi since last year, birds come and visit me all the time. They follow me everywhere. They speak to me but I can’t hear them I only hear chirps. My ears are constantly being blocked recently .. my hearing is getting worse I know kufuneka umsebenzi Mkhulu. Im new to the journey Uzwakele Mkhulu 🙏🏾

  • @DRMalalaPhezulu

    @DRMalalaPhezulu

    2 ай бұрын

    Kulungile Gogo, ungangithinta ocingweni sobe sesixoxa kabanzi.Thokoza🙏🏾

  • @awgatsheni6598
    @awgatsheni65987 ай бұрын

    Ndlondlo.. Manje mkhulu kuchaza ukuthini mabethi "abantu abadala abafuni uthwase sebathwasa baqeda bafuna nje ukulingiselwa" then bona bazozibambela umsebenzi kuwe" Ndlondlo.

  • @DRMalalaPhezulu

    @DRMalalaPhezulu

    7 ай бұрын

    Thokoza ngonyama Ey abantu abaningi iyabahlupha leyonto yamadlozi athi azithwasisela wona, banezembatho ezigcwele izindumba ezingasebenzi, isizathu kulawomadlozi asuke enoMDLIWA olawula emfihlakalweni. Imvamisa bonke labobantu ababhuli bagcina ngokuphupha uma belele, isizathu esokuthi bazokhuphuka kanjani laba abathi zithwasise, ubani ozophehlela wena ukhamba ekhanda lokubakhuphula phela babhule, asingakhohlisani bakity lonke ithonga liyamdinga ozolekelela ukukhushulwa if lizosebenza abantu, but liyazikhuphukela if lifuna ukukhuluma ekhaya, umehluko ulapho. SYATHOKOZA🙏

  • @nobantumageca982
    @nobantumageca9828 ай бұрын

    Ngiyabonga Dokotela ngokusicacisela nami ngiyafisa ukufika ngoba ukudideka kunengi

  • @DRMalalaPhezulu

    @DRMalalaPhezulu

    8 ай бұрын

    Thokoza nkosyami sizocathulisana🙏

  • @portiatshabane8056
    @portiatshabane80567 ай бұрын

    Nkosi ayingisize bakithi avengifisa ukubona uMkhulu eyi ❤😢

  • @DRMalalaPhezulu

    @DRMalalaPhezulu

    7 ай бұрын

    Uyogcina ufikile siyinqobe inkinga ekhona🙏

  • @thembisilekuta4779
    @thembisilekuta4779Ай бұрын

    Ngu Nkomo lona ,uselwandle bengifuna ukutsho,ndihlutshwe nendaba yesithunywa

  • @DRMalalaPhezulu

    @DRMalalaPhezulu

    Ай бұрын

    Kulungile mkhulu. Ngithinte kwi number yami. 079 484 7116

  • @nomusamotaung5457
    @nomusamotaung54572 ай бұрын

    Makhosi👏 nginawo lama signs mkhulu. Ngicela ukubuza ukuthi, uma uvame ukuthola uphaphe endleleni kungabe ikhona into eyichazayo. Ngivele ngilicoshe phansi ngilihlome ekhanda( angibuze engisuke ngihamba naye ukuthi yini ulifaka ekhanda, ngithi nami angazi 🤔 kodwa kuvele kwathi angilihlome ekhanda. Sekukaningi impela ngilithola uphaphe🤔

  • @DRMalalaPhezulu

    @DRMalalaPhezulu

    2 ай бұрын

    Ngithinte mkhulu efonini sobe sesixoxa kabanzi.🙏🏾

  • @nomusamotaung5457

    @nomusamotaung5457

    2 ай бұрын

    @@DRMalalaPhezulu ngizokwenzenjalo. Kungabe sikhona iskhathi esikalekile sokufona?

  • @DRMalalaPhezulu

    @DRMalalaPhezulu

    2 ай бұрын

    Asikho Gogo🙏🏾

  • @mpirokajosephmgcokoca2355
    @mpirokajosephmgcokoca23556 ай бұрын

    Wayibeka yacaca Dokotela Siyabonga 🙏

  • @bhekimchunu3320

    @bhekimchunu3320

    6 ай бұрын

    10:41 😊

  • @siphonkosi7933
    @siphonkosi79337 ай бұрын

    Sibalkhulu

  • @ConfusedAquaticWhale-rm4cl
    @ConfusedAquaticWhale-rm4clАй бұрын

    Uchasisile mkhulu ngifunde okunengi kule i video

  • @DRMalalaPhezulu

    @DRMalalaPhezulu

    29 күн бұрын

    Thokoza khehla🙏🏾

  • @bethela1
    @bethela15 ай бұрын

    Sawubona DR where are you located?

  • @Elevationwithpalesa

    @Elevationwithpalesa

    2 ай бұрын

    I’d also like to know

  • @thembisilekuta4779
    @thembisilekuta4779Ай бұрын

    Mkhulu ngiyabonga nge explanation yakho ngempela ndoda yamadoda,ngithola ukuthi uyayazi lendaba ngokujulile,mandifuna wena mathupha ndenze njani?Mina andikenzwa lutho lana East London,eMdantsane.ngu Nkomo lo uthetha name,owam umlozi use landless,ndenze njani mandifuna ukuphakanyiselwa wona mkhulu

  • @DRMalalaPhezulu

    @DRMalalaPhezulu

    Ай бұрын

    Ngithinte kwi Number Yami Mkhulu ebese sixoxa kahle.🙏🏾079 484 7116

  • @user-li3bb5yf3w
    @user-li3bb5yf3w7 ай бұрын

    Thokozani Mkhulu, I really will love to meet with but I will call you am in Freestate, need consultation

  • @DRMalalaPhezulu

    @DRMalalaPhezulu

    7 ай бұрын

    Thokoza you are welcome 🙏

  • @user-sv2cf8ws3n
    @user-sv2cf8ws3n5 ай бұрын

    Mina ngiyadinga ukulungisa hayi ukuthwasa

  • @DRMalalaPhezulu

    @DRMalalaPhezulu

    2 ай бұрын

    Ungangithinta ocingweni Khehla.🙏🏾

  • @andiswamvelase9064
    @andiswamvelase90642 ай бұрын

    Sacela ucingo lwakho mkhulu.

  • @DRMalalaPhezulu

    @DRMalalaPhezulu

    2 ай бұрын

    079 484 7116

  • @uMsubathi
    @uMsubathi3 ай бұрын

    Inhle lento 🙏🏽

  • @ThaboTsamai-gs9dd
    @ThaboTsamai-gs9ddАй бұрын

    Mkhulu Siyabonga,nami ngicqkekile ngi baleke nase phehlweni ngoba ngizwe bangangi khulisi NGO ko Moya and angazi kahle ukuthi kahle ngi phethwe ngabo bani

  • @ThaboTsamai-gs9dd
    @ThaboTsamai-gs9ddАй бұрын

    Mkhulu Siyabonga,nami ngicqkekile ngi baleke nase phehlweni ngoba ngizwe bangangi khulisi NGO ko Moya and angazi kahle ukuthi kahle ngi phethwe ngabo bani

  • @ThaboTsamai-gs9dd
    @ThaboTsamai-gs9ddАй бұрын

    Mkhulu Siyabonga,nami ngicqkekile ngi baleke nase phehlweni ngoba ngizwe bangangi khulisi NGO ko Moya and angazi kahle ukuthi kahle ngi phethwe ngabo bani

  • @DRMalalaPhezulu

    @DRMalalaPhezulu

    Ай бұрын

    Kulungile mkhulu, ngithinte enambeni yami, ngzobe sesikhuluma kahle khona.

  • @ThaboTsamai-gs9dd
    @ThaboTsamai-gs9ddАй бұрын

    Mkhulu Siyabonga,nami ngicqkekile ngi baleke nase phehlweni ngoba ngizwe bangangi khulisi NGO ko Moya and angazi kahle ukuthi kahle ngi phethwe ngabo bani

  • @DRMalalaPhezulu

    @DRMalalaPhezulu

    Ай бұрын

    Kulungile mkhulu fona ebese sixoxa kahle udaba lwakho. Ukuhlola uR350. 079 484 7116.🙏🏾

  • @ThaboTsamai-gs9dd
    @ThaboTsamai-gs9ddАй бұрын

    Mkhulu Siyabonga,nami ngicqkekile ngi baleke nase phehlweni ngoba ngizwe bangangi khulisi NGO ko Moya and angazi kahle ukuthi kahle ngi phethwe ngabo bani