Ukulahla isigubhu, ispoki / umdliwa kanye nesilwane

Umdliwa nesilwane kanjalo nezithwalo akulungile kuyalahlwa ngendlela yakhona

Пікірлер: 22

  • @nellymashaba7871
    @nellymashaba7871 Жыл бұрын

    mkhulu yati lendzaba yesipoko lesihamba natokoloshi nalo lamlambo wakhona sesihlupheke kakhulu ekhaya futsi nemnikati wako usaphil nguye make wethu siphuma njani kuleyo ngobebatsi singaykhipha utofa lamlela bo mkhulu

  • @user-fz4qe6lc8r
    @user-fz4qe6lc8r4 ай бұрын

    Baba nenkinga apha kande ngihamba nyanga kunento eseswini ngiyasola ibophe zinto zam imali iphele ezinyangeni nemali ayibambe ngiyasebenza khona ngaya ko baba ngayohlala khona since ngahlala khona akukho okwalungayo

  • @ntandongwenya3987
    @ntandongwenya3987 Жыл бұрын

    Thokoza mkhulu , what if it's your own mother lowenza lomkhohlakali lone therefore you have no money,no job plz help🕯️🥺

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Жыл бұрын

    Mpunga, Manzini🙏

  • @Pulemoloi504
    @Pulemoloi504 Жыл бұрын

    Kwesinye isikhathi lezinto zemimoya emibi bazichumanisa nesidalwa sakho esasigila imikhuba.Abanye bazothi beyesikhipha kanti bekhiphe naleso sidalwa uma lesosidalwa wasisebenzisa kulula siphinde sibuye noma bakugadle ngaso esenza abantu kulendawo ohlala kuyona bethi uyathakatha ngoba lento isithathe isthunzi sakho imosha nakomakhelwane.kungathi wonke umuntu engaqeqeshwa esigodlweni sasemanzini kuzophela yonke lenyakanyaka

  • @lwandilevimbela1347

    @lwandilevimbela1347

    Жыл бұрын

    Ndcela ukubuza ingaba Yimalini hlambe edingakalayo ukususa isilwane

  • @zethembejacob8813
    @zethembejacob8813 Жыл бұрын

    Iyodwa inkinga yalaba belaphi abasho mangabe into bengayazi Yonke into bathi bayakwazi ukuyelapha kodwa umehluko awukho

  • @nomangesinthala8948
    @nomangesinthala8948 Жыл бұрын

    Baba! 🙏

  • @oupazwane8412
    @oupazwane8412 Жыл бұрын

    Ndunakandaba mfethu ngiloku ngilokungibonge njalo ngamandla ofuzefulela akumbathise wona uwusizo olukhulu esizweni sikaphunga noma geba.

  • @KAT_YGN
    @KAT_YGN2 күн бұрын

    Thokoza 🙏🏽🙌🏾🙇🏽‍♂️ Ukeph naKwamashu?

  • @QueenOfSheba_
    @QueenOfSheba_ Жыл бұрын

    Into ikhishwa ngendlela efakwe ngayo...

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko626 Жыл бұрын

    Enkosi mkhulu yho ngase uyokhupha phaya ekhaya esosilwane kunini besithi basikhuphile kodwa batsho phantsi kwaqhuma uthuli sisekhona kuphela mali

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Жыл бұрын

    Thokoza makhehla inzima leyi eyesipoki siyindida

  • @Mpangela-pc6zd
    @Mpangela-pc6zd7 ай бұрын

    Sawubona mkhulu mpunga , unjani? Cela ukubuza ukhona umuntu omaziyo ongasikhipha isilwane ? Kukade ngihamba abelaphi kodwa siyabuya.

  • @jacknkosi8309
    @jacknkosi8309 Жыл бұрын

    Yazi menikhuluma kanje fikelwa inyembezi ngoba mina hlushwa into engayazi noslwane noma umdliwa ngoba kulento ebuye iwise ipipi lami ngiphathwe inqolo izinto azihlangani ngizama into yama business imali iphelela ezandleni kunzima ngiphatha ilanga elinzima

  • @uhambonemfihlokamoya

    @uhambonemfihlokamoya

    Жыл бұрын

    WENA UHLUSHWA IMIMOYA YAMANDIKI UHLUSHWA UMUBANGO WAMAKHEHLA ABANGAYO PHEZU KWAKHO AMEN

  • @AfricanCelebs101

    @AfricanCelebs101

    10 ай бұрын

    ​@@uhambonemfihlokamoyanami ngifana naye Lona kodwa ke Mina ngiba nama phupho Ngilele nomuntu wesfazane, ngidla, ngithathelwa imali emhlophe emaphuphweni ngiphinde futhi mangilala ngiyacindezeleka

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Жыл бұрын

    Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, amadlozi, izinyanga, abathakathi, nangamasiko?

  • @mogalelegae8526

    @mogalelegae8526

    Жыл бұрын

    😂😂 awukhathali Mngomezulu

  • @vusimngomezulu2500

    @vusimngomezulu2500

    Жыл бұрын

    @@mogalelegae8526 Ibhayibheli lithi singakhathali ukwenza okuhle Galatians 6:9 🤝

  • @andilegxelesha-maqashu7348

    @andilegxelesha-maqashu7348

    Жыл бұрын

    😂 Banjena xa besanda "ukusindiswa"

  • @fikilemhlongo5333
    @fikilemhlongo5333 Жыл бұрын

    Sibonga mkhulu, kunzima umawazi ukuthi umoshelwa yini. Unganawo amandla okuyilahla, ngoba kuyabiza ukulahla izinto zabantu...

Келесі