Ukuhlukanisa ubukhosi //31

Пікірлер: 12

  • @user-zc2qv1mq7u
    @user-zc2qv1mq7u2 ай бұрын

    Amen

  • @motshidisimokubung6951
    @motshidisimokubung69512 ай бұрын

    Thanks for sharing such important information. May God bless you. It is very rare that people teach others freely without expecting anything. God bless you 🙏

  • @user-kv6dt2lq2m
    @user-kv6dt2lq2m2 ай бұрын

    Mkhulu siyabonga ngemfundisi zikamoya bengicela ukubuza ukuthi uma uphupha umlungu ekupha ihashi elimhlophe qwa beseke ubonge uhambe nalo ekhaya kuchazani

  • @user-xu8wq5qn8b
    @user-xu8wq5qn8b2 ай бұрын

    Ameni mkhulu🙌🏿 Xa ufumana ixesha cela uke uthinte the spiritual significance of the sun, the moon and tge stars. Xa umntu onesiphiwo ezifumana ene interest enkulu kwezi zinto.

  • @user-tu4nt7ly6g
    @user-tu4nt7ly6g2 ай бұрын

    Thokoza Mkhulu sabonga ngolwazi obujulile🙏

  • @EmakhosiniAmhlophe77
    @EmakhosiniAmhlophe77Ай бұрын

    Ndlondlo ngingathokoza amwungabuya kimi ngoba sengikwenze konke...kodwa manje ngimiswe yiyo lendaba yokuyothweswa umqhele....ngiyaphaphatha khehla mawungangiweza kulokhu kokuthi babuye bachaze kahle ukuthi ngibafica kuphi...

  • @nomfundombuli1540
    @nomfundombuli15402 ай бұрын

    Mkhulu siyabonga kanti yini iBig 5 animal's

  • @EmakhosiniAmhlophe77
    @EmakhosiniAmhlophe77Ай бұрын

    Emakhosini siyabingelela 😊 Ndlondlo ngithanda ukubonga ngolwazi osiphakele lona ngoba bengidideka ukuthi yini ngithathe u 16 ngithwasa, manje okuningi usungihlukanisele. ...Mina ngicela ukubuza ukuthi manje Uma unayo impurampura emnyama, nemhlophe nalena abathi ubahlangsnise kuyo Lena emhlophe nemnya....bese ubuya uba nesambatho esi purple ..ngabuye ngazalwa newele elingimfowethu kodwa owaphuma engaqedile ukukhandeka...kanti futhi ngaphuma ngiyithwele ekhanda ekhanda ingubo....ngapha ubaba uzala amawele kanti nakhabomama ugogo kubo bebezalwa bengamawele.... Bathe mabesho bathi Nginobamanzi Nobezulu nobomlilo...ngikuboniswe konke okuchazayo kodwa inkinga enginayo ukuthi lento ilula umuntu Uma eyixoxa kodwa Uma uyiphila iyasebenzesana 😮 ngino 3 years ngilinde ukuyothwala umqhele ...inkinga eyabangwa ukuthi ngingezwa inkulumo yalaba ababethunyiwe ukuzongilayela ukuthi ngibahlangabeza kuphi😮 intimate lento angifuni ukungasho

  • @user-tu4nt7ly6g
    @user-tu4nt7ly6g2 ай бұрын

    Thokoza Mkhulu cela usichazele ngomnazaretha omnyama

  • @EmakhosiniAmhlophe77

    @EmakhosiniAmhlophe77

    Ай бұрын

    Makhosi...lengubo kimi imele lomoya wesalukazi ekuthiwa iHossana...

  • @user-tu4nt7ly6g

    @user-tu4nt7ly6g

    Ай бұрын

    Thokoza Mkhulu ndiyabonga nge ncazelo yasikhulisa 🙏🙏

  • @EmakhosiniAmhlophe77

    @EmakhosiniAmhlophe77

    Ай бұрын

    Akusu.khulu okuphendulile...maybe naye usazokuphendula. Ugogo obezindlulela ngase ngibona umbuzo wakho