Ukubelethiswa or Ukushawa Ngesilwane | Indaba Yesintu With Alex Mthiyane

Lets find out from our traditional experts ukuthi siyini isilwane and should you uthola ukuthi ushawe ngaso yini ongayenza. In conversation with Mkhulu Khanyile and Mlondi Magubane.

Пікірлер: 24

  • @ntuthukomakhathini4596
    @ntuthukomakhathini45962 жыл бұрын

    Nkomose engathi ungangashintsha uhlale uneqiniso siyabonga Mkhulu 🙏🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿

  • @ayandabanks2872
    @ayandabanks28722 жыл бұрын

    Finally🙌🏾 Sibonge ngokubuya kuka Nkomose, iyacikoza ezincazelweni zayo lendoda. UNgwane yena: isizotha sakhe sihle kakhulu, ingazuthi uhlola into ehlanzekile. On the editing part, sibonge on the multicam montage - yenza kube Lula kithina babukeli.

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman75652 жыл бұрын

    MaKhosi Khanyile nokuba muhle,noMagubane Nkomose Siyabonga ulwazi,nakyMthiyane syabonga khakhulu

  • @kinghlimbizilegwala3984
    @kinghlimbizilegwala39842 жыл бұрын

    Lento yesilwane iyinkinga kakhulu, Mina sengizondwa abantu. Ukukhuluma nje kwami ngivele kubengathi ngonile, ibhadi yinto nje ehamba Nami. Ayikho into ehamba kahle nabo mama ngidonsa nzima. Sengihambe ngakhathala ukukhipha imali. Angisazi nje ngo2 ekuseni amaphupho akhona mabikakhulu. Angisathandi nokuhlala nabantu....

  • @rszwane849

    @rszwane849

    2 жыл бұрын

    Ake uzame umkhuleko umuthi mkhuleko akuhlangani, zile nje ukudla ujule ukhuleke. Strength to you all the best.

  • @SceloSonhlanhla
    @SceloSonhlanhla Жыл бұрын

    Syabonga kakhulu ngalolu hlelo nakoSolwazi syabonga kakhulu 🙏🙌

  • @mzurampontshana4780
    @mzurampontshana4780 Жыл бұрын

    Amen mkhulu DICTIONARY BHANABHAS KHUPHUKA MANIKINIKI FROM CAPE TOWN SALDANHA

  • @bekezenimpungose8984
    @bekezenimpungose89842 жыл бұрын

    Bhuti alex ngyabonga kade ngilindile levideo khona izinto zokucela ezabalwayo engingazizwanga kahle

  • @mthobisinkomo7658
    @mthobisinkomo76582 жыл бұрын

    Okusho ukuthi into okuthiwa usatane ikumuntu

  • @nelisiwezinhlemsomi5024
    @nelisiwezinhlemsomi50242 жыл бұрын

    Ngyabingelela. Ngingumfundi weziqu zeMasters ocwaninga ngemvunulo yesizwe samaZulu ngendlela esigqokwa ngayo esikhathini samanje neyehlisa isithunzi sayo. Bengicela mhlawube nibambe uhlelo sifundiswe ngayo kusukela ekuqaleni. I can even give direction to the sub topics engingafisa ukuthi niwathinte. Lokhu nami kungangisiza kakhulu ocwaningweni lwami Ngyabonga nisazophendula.

  • @khanyisanimngadi8955
    @khanyisanimngadi89552 жыл бұрын

    Nkomose🙌umntwana wethongo ongena gobela👏

  • @vanithandlovuvanitha8404
    @vanithandlovuvanitha84042 жыл бұрын

    Asibonge mkhulu khanyile no Nkomose nawe mkhulu yimi lowo

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko6262 жыл бұрын

    Enkosi bawo

  • @ziziledlamini3143
    @ziziledlamini31432 жыл бұрын

    Thina lakhaya sathola ukuthi ngoba ubaba ashona nje hyi ngoba kwiskhathi sakhe kodwa kwakwidlozi selikhathele impilo kade eyiphila

  • @skhontuli2700

    @skhontuli2700

    2 жыл бұрын

    thats what my sister said in a dream that le abathi washona ngayo akuyona 🥲🥲🥲

  • @ntandokhoza8540
    @ntandokhoza85402 жыл бұрын

    Siyabonga... I always watch the videos coz I am based in JHB

  • @sabelomngoma6659
    @sabelomngoma66592 жыл бұрын

    kusindisiwe lokhu okokugcina

  • @dineojanet3198
    @dineojanet3198 Жыл бұрын

    Number ya Bab khanyile and magubane

  • @mduduziMavundla7242
    @mduduziMavundla72422 жыл бұрын

    wena inkinga yakho ungumzalwane phuma ezintweni zabantu abamnyama unake kwabelungu benu

  • @jabulanikhanyile6304
    @jabulanikhanyile6304 Жыл бұрын

    Sanibonani e studio,ngiyakuzwa gogo uma uthi ku mfowethu akahambe ayobheka kepha abasekho abantu ababheka ngokweqiniso sebekhuluma izinto ezingrkho

  • @alexhlatshwayo3222
    @alexhlatshwayo32222 жыл бұрын

    Sawbona Alex. Mina ngifisa ukuqonda Bhuti ukuti yini ama guests akho kube abanu abancane iskhati esningi.Futhi bonke bazi yonke into.Ngiyabonga. Hlatshwayo(Ngwelezane

  • @nkanyisolungisa6847

    @nkanyisolungisa6847

    2 жыл бұрын

    Abazi yonke into bazi lokho okusuke kuqonade nohlelo losuku, ngaphambi ukuthi bafeki eStudio bayatshelwa ukuthi bazilungiselele ngenkulumo yosuku, bese bona nje ngongoti benza icwaningo oluqondane nalo yonto. Yabona nje uma ungafona ubuzi ngeMaths noma nge Economics angiboni ukuthi bangakuphendula.

  • @melokuhleesethu4315
    @melokuhleesethu4315 Жыл бұрын

    Nkos yami nami nginalenkinga yokucindezeleka and ngiyayibona manje lento iyithuzi elimunyama futhi iyisiqu somuntu 💔

Келесі