thola ulwazi bayini abalozi (EPISODE 1)

describing abalozi

Пікірлер: 101

  • @nonhlanhlamahlangu8427
    @nonhlanhlamahlangu84272 жыл бұрын

    The bird in the background said it all when you were explaining umlozi 4:00

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    lol

  • @makhosazanamsimang7180
    @makhosazanamsimang71802 жыл бұрын

    Siyabonga mkhulu.lmpela uyiqaqile indba enkulu.

  • @thatotshabalala5077
    @thatotshabalala5077 Жыл бұрын

    Makhosi Amakhulu ndicela amagama le minye imithi that you put emgodini👋👋

  • @simphiwemkhize6829
    @simphiwemkhize68292 жыл бұрын

    Thokoza Mkhulu, sibonge ukukhuliswa. Manje Mkhulu umlozi wentaba noma ihlane/hlathi ukhona wona, uma ukhona uhluke ngani kowamanzi. Asibonge Mkhulu.

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    ukhona futhi wehluke ngokuthi wona usuka kulabo abashonela ezintabeni ngezimpi and ngesikhathi samakhosi akudala kwakuhlala kunezimpi kuvinjwa abaelungu befuna lelizwe lase afrika so amabutho ke ayehleze esentabeni eqaphele impi ehleze ezosbenzisa umlozi ababesebenzisa wona amakhwelo ukumemezana njengoku sayinelana nokuqwashisana ukuthi nansi impi or bedluliselane inkulumo lowo ke kungab umlozi wamabutho ibutho ke yidlanzana lamadoda noma ngabe ibutho lenkosi noma lesilo njengoba wazi kwakukhona ibutho lenkosi uShaka for an example nje .

  • @simphiwemkhize6829

    @simphiwemkhize6829

    2 жыл бұрын

    @@khathinikhathini Asbonge Mkhulu, yamane yaba izinqa zesele.

  • @jabhilezwane1432
    @jabhilezwane14322 жыл бұрын

    Sengijwayrle mkhulu... Boss yam abingdon ibona ngiyi threat nje and udemander izinto ezi impossible nje sonke iskhathi..ngizenze amangale nje. Sengibuya nano CCMA bafuna ujungixoshisa akwenzeki eeyi cha ngibaphilisa nzima shem..ngivele ngihleke sebehlezi bengibuka bakhuluma ngami emsebenzin mangivela..bayasabalala kuhle kwamagundane. Angisayphathi eyabantu engiphilisana nabo bayangihleba..nini nini sebwryt bathi ngiyathakatha nalamamabhayi nyana wami😪😪😪yho ei inzim lento

  • @marvisbanda8852
    @marvisbanda88522 жыл бұрын

    Thokoza khehla yimi lona ,mina angisababheki abantu emehlweni

  • @thabisilemakhoba4758
    @thabisilemakhoba47582 жыл бұрын

    Syathokoza Akwande 🙏ukhule njalo

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    tahnk you

  • @khathinikhathini
    @khathinikhathini6 ай бұрын

    PLEASE SUBSCRIBE

  • @zamacherrolhearse1469
    @zamacherrolhearse14692 жыл бұрын

    Thokoza Mkhulu ay uyichaza Kahle futhi kwenza siqonde kangcono ngoba most yethu lusha asinakho ukuqonda Kahle ngamasiko nobizo Thokoza 👏👏👏

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    thank you sisi

  • @nobesuthudayimane4848

    @nobesuthudayimane4848

    2 жыл бұрын

    Camagu mna ndineendlebe ezidumayo njalo nje DE kufuneke ndilale ngobuso Ngalo lonke ixesha ke azinako ukuthula iindlebe zam Sometimes ibengathi zidumbile ngaphakathi Zibenamaxesha okurhawuzela always ndiyazigqogqa fanele ndihlale ndine ear buds all the time One day kwakukhala amantshontsho eenkuku ezindlebeni

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    idlozi elibizwa ngabalozi @@nobesuthudayimane4848

  • @doubleBha66_xaba71
    @doubleBha66_xaba712 жыл бұрын

    Wayibeka yezwakala kamnandi khehla. Inkos' ithelumusa🌊❤🙏🏿

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    syabonga

  • @bavumilesamkemhlongo4194
    @bavumilesamkemhlongo41942 жыл бұрын

    Siyabonga mkhulu ngalo myalezo... Siyathokoza makhosi

  • @bavumilesamkemhlongo4194

    @bavumilesamkemhlongo4194

    2 жыл бұрын

    Mkhulu ngiyamemezwa..nginehlono...nukela insangu ngisendlini mephuma akukho lutho kwenye inkathi utshwala besizulu...ngufikelwa usizi.. Phuma inyoka ezinamakhanda amachina

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    Iqondile unamakhehla nesthunywa nabalozi

  • @bavumilesamkemhlongo4194

    @bavumilesamkemhlongo4194

    2 жыл бұрын

    @@khathinikhathini ngiyezwa makhosi

  • @nellyhadebe896
    @nellyhadebe8962 жыл бұрын

    Nginaleyo nkinga mangibuka umuntu uvele athi ngimbuka kabi usisi wami yena uvele athi ngingambuki AMEHLO AMI NGATHI AWENYOKA ISKHATHI ESININGI BAYANGI SHALAZELA

  • @nwabisandlela3432
    @nwabisandlela34322 жыл бұрын

    Mkhul uwuphethe straight umlozi ezonyoni ezixoxa nawe apho ziyatsho impela

  • @ntandokazindlovu4478
    @ntandokazindlovu44782 жыл бұрын

    Syabonga kakhulu Bengsacela ngenye imini usenabise ngendaba yomuntu ohlez etshelwa ukuth uhamba namakhosi noma uphupha unamakhosi ngyabonga.

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    ok kulungile khululeka

  • @amandamayeza937
    @amandamayeza9372 жыл бұрын

    Ngonyama 👏🏾

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    amen

  • @zandilenkosi574
    @zandilenkosi5742 жыл бұрын

    Thokoza baba Umawami uhlushwa yilokho akushoyo ngisacela usizo kuwena

  • @anitatumeka1466
    @anitatumeka14662 жыл бұрын

    Kusabubhubesi la kimi abantu bathi ndibabuka ngaphakathi

  • @sindiswayose4273
    @sindiswayose42732 жыл бұрын

    Thokoza Mkhulu 👏👏

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    YEBO

  • @zandilemdunge471

    @zandilemdunge471

    2 жыл бұрын

    Thokoza mkhulu

  • @sphiwengcobotinamunone340
    @sphiwengcobotinamunone3402 жыл бұрын

    Nginabo nami bathi ifah . Ukuthi nje kuhlala kumnyama isinyama bafo

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    0641470646 plz ngithinte ku whattsp

  • @khathinikhathini
    @khathinikhathini2 жыл бұрын

    ngyaxolisa ngishuthe le video neskhathi singekho ngakimi kahle ngixolisse nangomsindo womoya okuyona kodwa ngsazoyisusa delete ngenze enye kahle .nephutha ngokuthi angbange ngsachaza ukuthi lenkukhu yokulanda abalozi uyayosa ubasa umlilo lapho uyose bese udle half wayo ushiye half uwulengise egatsheni lesihlahla umlahlankosi ilale khona bese ngaksasa uhlephule igatsha kuleso sihlahla uhambe nalo usuyobafaka ngalo ekhaya .

  • @user-wf5tx1kr6v

    @user-wf5tx1kr6v

    2 жыл бұрын

    Thokoza mkhulu,Ayikho inkinga siyabonga ngencazelo🙏mina ngilalele nazo izinyoni zixoxa eyazo indaba lapho😊

  • @portiambhele4935

    @portiambhele4935

    2 жыл бұрын

    Siyabonga Baba

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    @@portiambhele4935 syabonga nathi

  • @thembinkosibrian6537
    @thembinkosibrian6537 Жыл бұрын

    Ndabezitha !!!

  • @molebohengmohlakoana2864

    @molebohengmohlakoana2864

    Жыл бұрын

    Ungezwa to ngenzwabethi lento athi unayo Mina sengiyethemba ukuthi into akhuluma ngayo unayo wena buza ukuthiku booking yimalini ugifakeuzifika ngiyazi mina

  • @molebohengmohlakoana2864
    @molebohengmohlakoana2864 Жыл бұрын

    Ngiyabonga nje kakhulu ngixolise nokuphuma esihlokweni Mina ngifuna ukuxoxa ngo Khathini ungisuze kakhulu ngi bukhile wafika qathatha ngangesaba ngithi wee ngiqala ngemali kuzokwenzekani kodwa wafika wasebenza ungesabi wena osadinga usizo Ku Khathini khululeka akasona iscan uyafika izwa ngami

  • @truetvbiryo236
    @truetvbiryo2362 жыл бұрын

    Hei Mkhulu I was beaten just looking as my dad, he beat me nearly killed me, and was just child

  • @treasuremkhwanazi656
    @treasuremkhwanazi6562 жыл бұрын

    I'm currently in Joburg ngifisa ukuthola uncedo ngenhliziyo Yami yonke khehla😭😭😭

  • @nwabisandlela3432
    @nwabisandlela34322 жыл бұрын

    Uwusanyokana hahahha mkhulu

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    yes uphila impilo yenyoka

  • @lungilezwane3227
    @lungilezwane32272 жыл бұрын

    Hhey mtakababa siyabonga waze wachaza kahle ungachaza nangezigulo zaakhona

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    kulungile ngzokwenza loko soon .thank you

  • @lungilezwane3227

    @lungilezwane3227

    2 жыл бұрын

    Can i have your numbers

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    @@lungilezwane3227 0641470646 on whattsapp also.baba khathini on facebook

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    @@lungilezwane3227 0641470646

  • @shakambanjwa8984
    @shakambanjwa89842 жыл бұрын

    Sama Khathini

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    yebo kunjani

  • @treasuremkhwanazi656
    @treasuremkhwanazi6562 жыл бұрын

    😭😭😭😭😭 Siza khehla mina I thought ngiyahlanya sengiphiwe me medication for that but instead it's getting worse sengize nginomkhuba wokungalali nasebusuku futhi ngesinye isikhathi ngivele ngingafuni nje nabantu kungathi ngingaba ngedwa Futhi avengithanda nendalo nalapho kunamanzi ukuzwa nje umsindo wamanzi nezinyoni kuvele lube ngathi kunento eletha injabilo Kimi kodwa ave ngiyasaba amanzi

  • @nokumira

    @nokumira

    2 жыл бұрын

    Thokoza, did you get help?

  • @treasuremkhwanazi656

    @treasuremkhwanazi656

    2 жыл бұрын

    @@nokumira no Gogo i did not i still have the sleepless nights and at tyms i see visions when i happn to clos my eyes or voice like some1 is talking to me novalo luyangishaya kakhulu ngathi kukhona okuthusayo around me

  • @bongigambu
    @bongigambu Жыл бұрын

    Thokoza Mkhulu, Mina izigi ngizizwa uma ngicamele ngendlebe ka right. Bese lendlebe ka left ngizwa kuthi ntswi and sometimes ngizwe ngathi khona ongibizayo / ongomemezayo

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    Жыл бұрын

    yes abant badala abalozi

  • @isaacmoreki1712
    @isaacmoreki1712 Жыл бұрын

    Siyabonga Mkhulu, manje ingabe ongakhona ukuzsbekela amabhayi awo lemimoya?

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    Жыл бұрын

    you mean igobongo

  • @isaacmoreki1712

    @isaacmoreki1712

    Жыл бұрын

    Yebo mkhulu

  • @noziphohlongwane-ty9cb
    @noziphohlongwane-ty9cb Жыл бұрын

    Sawubona ngicela ukubuza ukubuza ukuthi If Udla inkamba zabalozi uyabalinda baze baqhume before uyeke ukuzishaya ngisho mengathatha iskhathi esingakanani

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    Жыл бұрын

    ngeke baqhume ungakazidli sebeksizie nje basho kuthi badinga zona kuze baqhume thts why uboniswa uzidla

  • @mthulisenimapuumulo2070
    @mthulisenimapuumulo20702 жыл бұрын

    Uthini inanba yakho Baba ngifuna ukuxoxa nawe please

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    0641470646 uqalwe ku whatsapp bcs ngzoze ngtholakale kwi call ngabo 7 ntambama namhlanje

  • @Gayfem
    @Gayfem9 ай бұрын

    Please add English language. Thank you

  • @awgatsheni6598
    @awgatsheni65982 жыл бұрын

    Kusile mkhulu. Manje thina abaphethwe yinzuza ulwandle siyalusebenzisa na? Ngoba phela yinkosi yamanzi leyo. Please ngicela uchaze ukuthi ulwandle silusebenzisa kanjani

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    ulwandle syagezwa khona ngempande yethu sphinde silufake when we mix amanzi egobongo wherebybwe put awolwandle mpophoma n rivern dawonye nemithi noma sphakamisa isthunywa siwa mix kanjalo

  • @thandazileshabalala1212

    @thandazileshabalala1212

    2 жыл бұрын

    Ngibingelele mkhulu kodwa sengathi usho kimi yonke lento oyishoyo noma ngihamba kube sengathi khona abangilandelayo avaleke namadlebe

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    @@thandazileshabalala1212 yes abalozi

  • @minenhlebukuva8083
    @minenhlebukuva80832 жыл бұрын

    Ngsacela ukubuza mkhulu, njengoba ngiyithwasa ngivumelekile ukuthi ngihambe ngiyobalanda ngokwami? Ngisasemncane Ngineminyaka ewu 17 ngidla nokhambi.

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    ngeke ubalande ngokwakho lowo gobela okuthwasisayo umsebenzi wakhe lowo asikho isgaba okfanele uzithwasise kusona noma uzenzele sona ukuze ube melaphi wasedlozini ngokphelele

  • @Saam1Sanzo
    @Saam1Sanzo2 жыл бұрын

    Thokoza

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    ninjani

  • @Phumzah77
    @Phumzah772 жыл бұрын

    Manje mkhulu bayawavala yini amaphupho if ungabanakile?

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    Yes bese bebuya ngezenzo ke sebelwa

  • @zodwamkhize1924
    @zodwamkhize19242 жыл бұрын

    Cela ukubuza Ndlondlo imbuzi egrey isebenza makwenzenjani?

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    ayichazi lutho angfun abantu bacoshe okurong imbuzi noma ingabanjan kuya nento oyenzayo ophezu kwayo bese idlozi lizivezela lona imbuzi elifuna kuwe thats clear

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    ngoba abantu banjalo zosukela mbuzi gray izidlel utshani ayoyihlaba engadli kwagobongo ingacelwanga jst bcs uzwe lana .kant cha kungaba noma muphi umbala ocelwa yidlozi uma kunento oyenzayo like gobongo melifuna phothule ngayo

  • @williamluyanda1956
    @williamluyanda1956 Жыл бұрын

    Khathini ngiyakuzwa Thongo kodwa ngokwami ngazi amahlahla amathathu Alanda umuntu e.g uMthole ....so ngabe onke enza okufanayo?

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    Жыл бұрын

    njengoba usho uthi ngokwakho ukwazi and asibambe lapho angidalelwe ukudalula izinto zedlozi ngyelapha and kwi bonus loku eseikufunde kimi

  • @thenjiwedlamini1157
    @thenjiwedlamini11572 жыл бұрын

    😭 Im currently suffering from that without knowing ngesintu mina Iyangigulisa Doctors say i have Pulsatile Tinnitus ngisadidekile at joburg nobody understand this.

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    at least im here now we can take it from here step by step

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    Use jozi. Not a problem singakhuluma

  • @zandilemdunge471

    @zandilemdunge471

    2 жыл бұрын

    Sawubona baba nami ngicela ungcedo ngiyafa

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    0641470646 im in jozi now

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    @@zandilemdunge471 0641470646

  • @eliastshabalala4314
    @eliastshabalala43142 жыл бұрын

    Phone please

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    0641470646

  • @pheliswathethani7545
    @pheliswathethani75452 жыл бұрын

    camagu Mkhulu khawundiphe I contact number yakho plz

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    0641470646

  • @lungimakhaye1554

    @lungimakhaye1554

    Жыл бұрын

    ​@@khathinikhathini number

  • @lungimakhaye1554

    @lungimakhaye1554

    Жыл бұрын

    Sorry mkhulu I was looking for your number and your place where are you working?

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    Жыл бұрын

    0641470646

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    Жыл бұрын

    @@lungimakhaye1554 0641470646

  • @mohatoletebajunior835
    @mohatoletebajunior8352 жыл бұрын

    Manje ubona kanjn Uma uhlolelwa umuntu onawo

  • @khathinikhathini

    @khathinikhathini

    2 жыл бұрын

    ayi mekungahlangani uzozbonela nawe