SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngijolela umyeni wami nesgebengu akusahlukaneki | S1 - EP55

Ойын-сауық

Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #truth #secret #sikhiphaizimfihlo

Пікірлер: 659

  • @guguvidima
    @guguvidima3 ай бұрын

    Waze wazibhidlizela umuzi wakho cc Waze wasiphoxa singomama😭😭😭😭

  • @user-ut5kf8jq1k

    @user-ut5kf8jq1k

    3 ай бұрын

    Kodwa nayo i wrong ukuthi abantu abashatile bahlale kude omnye komnye mhlambi nendoda yenza the same

  • @Skepe-z3g

    @Skepe-z3g

    8 күн бұрын

    KAKHULU

  • @user-tf3cz1ny4x
    @user-tf3cz1ny4x5 ай бұрын

    Abantu abadala bayambona umuntu ongekho ryt for wena

  • @thokozanisenzondhlovu657

    @thokozanisenzondhlovu657

    3 ай бұрын

    Nazoke baya mbona impela

  • @thokozilesibiya202
    @thokozilesibiya2025 ай бұрын

    Amathanga ahlanzela abangana mabhodwe 🤞

  • @sakhilemnkandla9412

    @sakhilemnkandla9412

    5 ай бұрын

    Kkkkkk ubufebe

  • @thokozilesibiya202

    @thokozilesibiya202

    5 ай бұрын

    @@sakhilemnkandla9412 obunzima nangendlela akhuluma ngayo uyabona ukuthi akaqali ukuyenza lento

  • @angelmathe1963

    @angelmathe1963

    5 ай бұрын

    Yey we have pots..... Dololo amapumpkin

  • @vuvuqitini7425

    @vuvuqitini7425

    5 ай бұрын

    Ungaphinde utsho Thokozile uyenyanyisa locc yerrrrr…

  • @sindisiwengcobo-oz8uz

    @sindisiwengcobo-oz8uz

    5 ай бұрын

    Ngempela 🤞

  • @shemaneexpressdeliveriespt8869
    @shemaneexpressdeliveriespt88695 ай бұрын

    Umfazi oyisiwula uyawubhidliza umuzi wakhe😢😢😢

  • @malebtop9720

    @malebtop9720

    5 ай бұрын

    @shemaneexpressdeliveriespt8869 ungasho uliphinde mfowethu

  • @user-dh9qo3nx1q

    @user-dh9qo3nx1q

    5 ай бұрын

    Yebo ,esokugcina isiwula Lo cc , into engidina ngalo cc

  • @user-qg7eb5sl3f

    @user-qg7eb5sl3f

    5 ай бұрын

    Yigaza lezo kkkkkkkkkkkkkkkkkk

  • @lindiwemaphanga2888

    @lindiwemaphanga2888

    3 ай бұрын

    Kodwa. Mntaka ma wasihlaza kodwa😢😢😢

  • @monicagunuza-ur6yo
    @monicagunuza-ur6yo5 ай бұрын

    Wena cc uzobulalisa umyeni wakho umntana wabantu ngamagintsa

  • @bonniek-bikwayo8937
    @bonniek-bikwayo89375 ай бұрын

    Kwaze kwanzima, lendoda izobulawa yilesgebengu. Angboni khona into okumele baxoxisane ngayo nomyeni wakhe. Umyeni akaphume kulento

  • @nosiphonosipho6076
    @nosiphonosipho60765 ай бұрын

    Sengathi ningayeka ukujaha ukushanda manizazi nine nkinga yokungahlali ngaphandle kwendoda coz nithanda izinto nibenkezela ngoba nifuna ukushanda ujika uzondla ingane encane if uwu umfazi wenkomo ss lowo shando awukho uphingile nalengane izoba namabhandi into eyisimanga coz ngokwesizulu inyongo iyenye into nje mase nivula immense nikhohlwa manifa niyoxoshwa ngalo bufebe benu nalabhobhodlwane ayobe esengasekho lokho zula zula la

  • @sindisiwengcobo-oz8uz

    @sindisiwengcobo-oz8uz

    5 ай бұрын

    Ngempela ngivumelana nawe 💔

  • @ivykholofelomashao6527

    @ivykholofelomashao6527

    5 ай бұрын

    By that time I wish to get married 😭😭😭udlala ngendoda yakhe

  • @Philsande868

    @Philsande868

    5 ай бұрын

    Waze wawunondindwa cc,ufebela embhedeni nasemzini wendoda yhoo,ufihla nokuthi ushadile ukhohlakele ntombi,engabe uzalwa ubani mnxm.

  • @SceloMashiwa

    @SceloMashiwa

    5 ай бұрын

    😂😂

  • @luyandatembe5150

    @luyandatembe5150

    4 ай бұрын

    Sekwabhalwa ama notice makuhlukwana 😂😂😂

  • @user-ce1gj7kc8m
    @user-ce1gj7kc8m5 ай бұрын

    😮Koda lo mama bakwrthu Ulimi lakhe aluhlelekile njr Angimuzwa ezisola

  • @phelelanizungu
    @phelelanizungu5 ай бұрын

    yehhen we bantu akuhlukwanwa neygebengu khohlwa😂

  • @NtuthukoNdwandwe

    @NtuthukoNdwandwe

    4 ай бұрын

    Worse part uzokwala isgebengu kuzwa wonke umuntu. Uzokufa locc akasazi isgebengu

  • @Olga-hn6cr

    @Olga-hn6cr

    3 ай бұрын

    😂😂😂😂

  • @LINDIWEMBOKANE-dh6jr
    @LINDIWEMBOKANE-dh6jr5 ай бұрын

    Wenza bugwadla kwenzanjani....😮😮 ukungabi nasmilo ungumfazi khona njee emzini wendoda uwudodi wen to wena.... Wasphoxa Sngabafazi

  • @user-fc7sf1xz2k
    @user-fc7sf1xz2k5 ай бұрын

    as for BEKUMELE ANGINIKEZE NOTICE KUQALA UMA EZONGILAHLA !! 🤣🤣🤣

  • @tmnsports

    @tmnsports

    5 ай бұрын

    😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @user-ei8ng2ui9x

    @user-ei8ng2ui9x

    5 ай бұрын

    😂😂😂😂

  • @CheerfulChameleon-zp2uq

    @CheerfulChameleon-zp2uq

    2 ай бұрын

    😂😂😂😂

  • @thabaningwenya6589
    @thabaningwenya65895 ай бұрын

    The only reason she wants to stop, it's because of the case other than that she would have carried on..

  • @nkosinomusancube3937

    @nkosinomusancube3937

    2 ай бұрын

    Uqinisile

  • @stanleychipiti

    @stanleychipiti

    Ай бұрын

    U telling the truth

  • @user-sq4me5vc1q
    @user-sq4me5vc1q5 ай бұрын

    Dankie Mluh mlaye lomama ungavumi ukhlukana naye okwamanje kuze angaphinde ajole eganile uphoxa abafazi bethu thina esisemazweni

  • @malusidlamini5267
    @malusidlamini52675 ай бұрын

    Salute ngelekejana ufuni😂 notice 😂

  • @CheerfulChameleon-zp2uq
    @CheerfulChameleon-zp2uq2 ай бұрын

    Yewethu wulazana usithathephi isibindi uzise enye indoda emzini wenye indoda ulihlazo awusosibonele esihle emphakathini khona abantu bomzi wakho xa besiva lamanyala ucinga bazothini uyijakazi😂😂udinga ukuxhelelwa ibhokhwe uhlanjwe isimnyama🫢

  • @CbosEasyRecipes7
    @CbosEasyRecipes75 ай бұрын

    Blaqlife or those who know the husband PLEASE warn him that his life is in danger!!! Angimethembi Lo mama ukuthi uzokwenza okulungile kumyeni wakhe ongenze lutho.

  • @nosiphooqaah6771
    @nosiphooqaah67715 ай бұрын

    I wish sengathi umyeni angakuyeka akaphephile

  • @bongumusasibonele6542
    @bongumusasibonele65425 ай бұрын

    Aw ngyabusaba ubufebe

  • @mapuseletsomareka4385
    @mapuseletsomareka43855 ай бұрын

    😂😂😂😂😂Sisi Mlu don't want to be Left alone Kizana

  • @tsietsitlake2016
    @tsietsitlake2016Ай бұрын

    Eish ave benesbindi abafazi. With me it's Cul de sac, end of the road... finish -en-klaar

  • @gladysmantengu247
    @gladysmantengu2475 ай бұрын

    Ayi kwaze kwanzima nkosi kodwa namahloni awasekho kumakhosikazi anamuhla. Sele sewubuya Jesu. Kunzima ujolela umyeni wakho ubuthi ulungile kanti nifunani.

  • @thabilevistar
    @thabilevistarАй бұрын

    Hau sumbiza ngekhizane besetheni ngoba bengaz uwe omfakile😮

  • @mathandieperms4353
    @mathandieperms43535 ай бұрын

    Embhedeni omnyeni futhi awuuu Jesu wee doti

  • @user-tg1rp5ie4z
    @user-tg1rp5ie4z4 ай бұрын

    Sfebe somfazi uthi uvuka ubemusha mawulele nomfana omncani slima😢

  • @khuselwadlungwana2961
    @khuselwadlungwana29615 ай бұрын

    Catchile catchile 😂😂😂😂😂

  • @sibonelo_dacu88

    @sibonelo_dacu88

    3 ай бұрын

    Sgebengu 4 life😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @nombalimbewana1647

    @nombalimbewana1647

    Ай бұрын

    😅😅😅😅😅

  • @NomkhosiSibandze

    @NomkhosiSibandze

    9 күн бұрын

    catchile catchile no jikisa

  • @manahnojiyeza5863
    @manahnojiyeza58635 ай бұрын

    Uzoyibulalisa indoda ngaloskhotheni wakho

  • @phumlatshobeni2059
    @phumlatshobeni20595 ай бұрын

    Jehova khawu ndiphe umyeni wam xabesadlala nje abanye abantu ngabayeni babo 😢😢😢

  • @NontobekoHadebe-kf6ic

    @NontobekoHadebe-kf6ic

    5 ай бұрын

    Isho uliphinde cc siyabadinga abantu abaqotho kodwa khona abadlala ngabo

  • @user-pr6qn3nq5z

    @user-pr6qn3nq5z

    5 ай бұрын

    Sikhonabo nathi siyoze siyeko blaqlife

  • @clivencube3951

    @clivencube3951

    4 ай бұрын

    Ukuthi u girl, umyeni after 6 months, angiyizwa lutho. Ukuthandana ne Ben 10 ku FB, the worst mistake. Hayi kabi, you asked for it, deal with it Am worried ngomyeni wesifundiswa!

  • @thembanindlovu5661

    @thembanindlovu5661

    4 ай бұрын

    ​@@NontobekoHadebe-kf6ic ngikhona mina maHadebe

  • @NontobekoHadebe-kf6ic

    @NontobekoHadebe-kf6ic

    4 ай бұрын

    @@thembanindlovu5661 ngiyakuzwa Gatsheni

  • @thandompofu3503
    @thandompofu35035 ай бұрын

    Ubuthini kulelo ginsa, aze aze. Atshontshe eletha kuwe uthe Ku kwakho uyinja cc

  • @user-rq4gn4yz5v
    @user-rq4gn4yz5v4 ай бұрын

    Hopefully it wont end in tears sisi wam

  • @bhekisisadhladhla9620
    @bhekisisadhladhla96205 ай бұрын

    Uyalunga wesisi📍📍📍

  • @user-ly8dc4zl5b
    @user-ly8dc4zl5b5 ай бұрын

    Wawufihlelani ukuthi ushadile

  • @ZamamboMkhize-xg1hv
    @ZamamboMkhize-xg1hv5 ай бұрын

    Engabe walalaphi losisi after leShow😂😂😂🤞

  • @nonduhmathonsi5455

    @nonduhmathonsi5455

    Ай бұрын

    Ngyafisa ukwazi nami😂😂😂😂😂😂ei

  • @user-jh9vw4dj8f
    @user-jh9vw4dj8f5 ай бұрын

    Lesgebengu sizobulala lomyeni wakho cc.awunasmilo mtase hlukana nomyeni uqhubeke nesgebengu sakho sizokubulala siphinde sibulale nomyeni .

  • @ChristineMokoena
    @ChristineMokoena2 ай бұрын

    This is a very dangerous game you are playing sis , life doesn't revolve around you, it is very wrong for you to mislead a person like that for your own entertainment then when you're done then throw him him in the bin like dirt, this can put you n your husbands lives in danger . Lungstar you are the best 👌 👧 Blaqlife tv Rock

  • @vuvuqitini7425
    @vuvuqitini74255 ай бұрын

    Kanti sikuphi lana Satafrika🙌🙌🙌

  • @snayenothando924
    @snayenothando9244 ай бұрын

    Waze wabola lomfazi,,ubulalisa indoda yomshado ngento engensmsebenzi,,ngaze ngayizwela lengane yabantu ezofa ibulawe ujkukhohlakala kkomfazi ethi iyamthanda,,cha ukhohlakele wentombi,,au amathanga ahlanzela abangenamabhodwe,,

  • @user-gg4bw1vp5i
    @user-gg4bw1vp5i5 ай бұрын

    Cha waze wabola umfazi 🖐️🤕

  • @samuelmbokazi2318

    @samuelmbokazi2318

    5 ай бұрын

    Ubone kahle.kubi emhlabeni.

  • @user-ly8dc4zl5b

    @user-ly8dc4zl5b

    5 ай бұрын

    Weeee waze wayfaka enkingeni wee cc

  • @user-li1xh3xp4l

    @user-li1xh3xp4l

    5 ай бұрын

    Uyazigqaja ngaleyonto engabulalisa lendoda isiwula somfazi lesi counselling no use

  • @samuelmbokazi2318

    @samuelmbokazi2318

    5 ай бұрын

    Yiphutha elenzeka lapha Indoda umyeni wathatha umuntu omsikazi nesilwane sikhona esisikazi hhayi umfazi.kukhona imizi okungamele kuthathwe kuyo.

  • @SindyMthembu-fx6tk
    @SindyMthembu-fx6tkАй бұрын

    Uyasiphoxa siwo mama oh hawu😢

  • @SpheleleDlamini-mf8ze
    @SpheleleDlamini-mf8ze3 күн бұрын

    Usengozini nawe cc 😢uzokubulala lomuntu Kanye nendoda yakho e innocent 😢💔

  • @mphopakisi8716
    @mphopakisi87165 ай бұрын

    Uweeeeee Jesu ubuyifinani ingani mama .u Baba WA kwakho uzuthini ke manje .lethani labo myeni benu cz anikwaze ukubaphatha

  • @clivencube3951
    @clivencube39514 ай бұрын

    Ubaba ongizalayo wathi kimina, akufanele ngikhumula izingubo zomuntu omdala kunami. Inhlonipho iyamakha umuntu! Nomdala akumelanga adlale nezingane ezincane. Your pride comes first, worse uma umuntu eshadile. You should have the end in mind prior, period!

  • @user-ye1mc7ew3p
    @user-ye1mc7ew3p5 ай бұрын

    Yoooo ufihla umyeni cc Angek aze axole cc wonile unesbindi yezwani

  • @ThandekaMalashe-sp6uq
    @ThandekaMalashe-sp6uq3 ай бұрын

    Sbwl umyeni bawo hypo lomyeni makaphume kuwe uzombulalisa ngaloskhotheni

  • @busisiwegumede953
    @busisiwegumede9535 ай бұрын

    Hayiii bandla kwaze kwanzima emhlabeni lomama mdala ubona ngisho izandla zomile nkwe ubuyifunani ingane ulala nayo embhedeni womyeni wakho mmmmmhh lafa elihle kakhulu 💔💔💔💔💔

  • @user-de9yk4td6o

    @user-de9yk4td6o

    4 ай бұрын

    Wayefuna umthondo phela indoda iqeda u six months egoli.

  • @ntombiyomzulu7010

    @ntombiyomzulu7010

    4 ай бұрын

    ​@@user-de9yk4td6owawufunakabike ,uyabona umvuzo wobufebe umholelaphi?

  • @sibonelo_dacu88

    @sibonelo_dacu88

    3 ай бұрын

    Zomile nkwe😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @nosiphooqaah6771
    @nosiphooqaah67715 ай бұрын

    I wish that God can protect this HUSBAND of yours coz umdayisile at all and if engafa uwena oyobe umbulele qobo yooh singabantu besifazane syakwenza ukubola

  • @NokwandaQwane
    @NokwandaQwane2 ай бұрын

    Azi ushadelani uma usafuna ukujola noma angaxola soze akukhohlwe futhi uzombulalisa ngesigebengu sakho umbulele umyeni wakho oh okwabazali bakhe nkosie yam wawungayi yini kubo kuqala ubazise ucela ukufeba.

  • @VictoriaNoAmen
    @VictoriaNoAmenАй бұрын

    yhoooo kwavele tshisa fokotho ngathi ndim intloni ezingka🥱

  • @motivationlifestyle2612
    @motivationlifestyle26125 ай бұрын

    mmm uyinja wena mama ukhuluma amasimbha

  • @samuelmbokazi2318

    @samuelmbokazi2318

    5 ай бұрын

    Ubone kahle.

  • @user-ew2pn2zq6q
    @user-ew2pn2zq6q2 ай бұрын

    Good luck cc wee iqhizane walinqontula kusalu poison skhohlakali samama 😮

  • @praisegoddlamini5866
    @praisegoddlamini58665 ай бұрын

    Ye amadoda yizinja ye amadoda yifebe ye amadoda this and that yini ke le efaka impilo yomunye umntwana engcotsheni😢

  • @user-sq4me5vc1q
    @user-sq4me5vc1q5 ай бұрын

    Kwaze kwanzima ngyamzwela lobaba nami nglana ejozi umfazi wami ulena kwangoni kepha shleli ngokthula

  • @nonhlanhlampungose9805
    @nonhlanhlampungose98055 ай бұрын

    💔😭🥺 awu Thixo, awu Nkosi. Amathanga ahlanzela abangenama bhodwe🤞🏼

  • @WiniembaliZibane-xw6ey
    @WiniembaliZibane-xw6ey5 ай бұрын

    Uyahlanya locc uzofela emanyaleni

  • @siyabongamajola-ii7et
    @siyabongamajola-ii7et5 ай бұрын

    Ikhehla layisola kwasekuqaleni indaba.mfan wami ungashadelwa umfazi ofundile

  • @sphola.mzeke7223
    @sphola.mzeke72235 ай бұрын

    Mxm lomzali akekho serious 😂😂😂

  • @user-ei8ng2ui9x

    @user-ei8ng2ui9x

    5 ай бұрын

    😂😂😂uyahlanya lomfazi ngeke bafe2😂😂😂

  • @CheerfulChameleon-zp2uq
    @CheerfulChameleon-zp2uq2 ай бұрын

    Lo cc kwakungamelanga uyenaye lo ben 10 kwakhe isidima somyeni wakhe usirhuqele edakeni khona xa ufihla umyeni wakho ku ben 10 kucacile uyamthanda ben 10 ukwedlula umyeni wakho wow unesidina cc

  • @user-ye1mc7ew3p
    @user-ye1mc7ew3p5 ай бұрын

    We cc udlal ngomlilo ucabang ukuth umdlalo ikhizan lizokuseta

  • @motivationlifestyle2612
    @motivationlifestyle26125 ай бұрын

    loool unamanga losis umthetho wakhe nje kushuthi

  • @nontobekosnenhlanhla634
    @nontobekosnenhlanhla6345 ай бұрын

    Waze wa risker ngempilo yo mnyeni wakho💔

  • @NellySithole-ng5kv
    @NellySithole-ng5kvАй бұрын

    Ngaze ngakkuthanda Lungsta Gal

  • @NokwandaQwane
    @NokwandaQwane2 ай бұрын

    Abafane bevelelwa yizingozi abayeni benu emisebenzini uzojabula isgebengu sakho sibulala ingane yabantu weeee mmxxm

  • @bonsilethabilemnisi8903
    @bonsilethabilemnisi89032 ай бұрын

    Mudle Ngweyakhe.

  • @user-yz3qn7yg6y
    @user-yz3qn7yg6y5 ай бұрын

    Kwame kwababuhlungu kanti kwenzakalani ezweni esiphila kulo ngizwelana nobhuti oshade nalomama ngishawa uvalo ngiyaqhaqhazela uma lento ngiyibhekisa kimina kwangathi kwenzeka kimi 😂😂 salusubuya Nkosi izwe liyabhubha.

  • @user-ps8qs5wh2h
    @user-ps8qs5wh2h5 ай бұрын

    Iyhoooo,siyamfuna u part2

  • @thandekamadela240
    @thandekamadela2405 ай бұрын

    Waze wenziwa wabalula umsebenzi weNIU

  • @ntombiyomzulu7010

    @ntombiyomzulu7010

    4 ай бұрын

    😂😂😂😂

  • @user-qn8wi9tk1o
    @user-qn8wi9tk1o5 ай бұрын

    Counselling yokujola 😢ayyyysheim 😂cc udlala ngath

  • @ivykholofelomashao6527

    @ivykholofelomashao6527

    5 ай бұрын

    Just imagine yobufebe😂😂😂😂😂

  • @user-bj9vs3nf5d
    @user-bj9vs3nf5d5 ай бұрын

    Mina ngisola uhulumeni wethu osiphethe Unikeze omama amalungelo kakhulu kakhulu okuyikho okudala ukuthi bacine bebona indoda ingeyilutho loba ingamnakekela kangakanani.

  • @user-ki5en1si2g
    @user-ki5en1si2g5 ай бұрын

    We need part 2 esekhuluma lo mnyeni wakhe wamampela

  • @busisiwebridget
    @busisiwebridget4 ай бұрын

    Abfana abancane bafuna imali

  • @user-pi2do4ij9m
    @user-pi2do4ij9m5 ай бұрын

    Yhooo mntase ndiyakuvela ngaske uncedakale

  • @mabuyiprecious9191
    @mabuyiprecious91915 ай бұрын

    Catchile catchile 😂😂😂 washo Ben 10

  • @sibonokuhlendlovu4272

    @sibonokuhlendlovu4272

    5 ай бұрын

    😂😂ayi futhi

  • @simangelemtsolo5089
    @simangelemtsolo50894 ай бұрын

    Hay part yama feelings ne notice sheim😂😂

  • @sibusisomfanuwakhe5024

    @sibusisomfanuwakhe5024

    3 ай бұрын

    Khechile khechile

  • @dumisanihamiltonmathe8672
    @dumisanihamiltonmathe86722 ай бұрын

    Uyinjawena sfebe elendoda alithethwa uyobuyislima nomyeni wakho ekuxolela sfebe Isifebe syakhululwa siqhubeke nobufebe baso

  • @user-hy3qd5ku4o
    @user-hy3qd5ku4o5 ай бұрын

    Ukhona cc,ulungile lomfana ngoba awunaqiniso ungumuntu,okwenza ukuthi ufihlele ibhobhodlwane ukuthi unendoda ilapho okubonisa ukuthi awunendaba nendoda yakho nomuzi wakho,awuzihloniphi okokuqala,ngoba me untshontsha kumele uphume uyengaphandle,hayi emzini womuntu,ngenxa yesende lengane olizwa limnandi,unesibindi cc,

  • @solanindlovu2688
    @solanindlovu26885 ай бұрын

    😮😮 hay cc lawe ngabe wamtshela Ben 10 ukuthi ulomnyeni awuzithandi lawe

  • @phililemhlongo2526

    @phililemhlongo2526

    5 ай бұрын

    Kube kuwu Ben 10 wani umuntu eshadile

  • @phililemhlongo2526
    @phililemhlongo25265 ай бұрын

    Maye Maye Ben 10 😮ingathi usazongena kwenkulu inkinga lo cc

  • @user-uy1rz8et5n
    @user-uy1rz8et5n5 ай бұрын

    😂😂😂ikhizaneb😂😂😂yooo Jesu ubumfunani umfana omcane 😂😂😂

  • @siphesihlelanga5783
    @siphesihlelanga57834 ай бұрын

    Njengoba eseqala efuna usizo ibambe ngakho impela myekeleni ningamkhiphi. Useyaqala manje usebiza umyeni wakhe ngo Loving Man. Myekeleni ningamkhiphi!

  • @sikhumbuzomahlambi5541
    @sikhumbuzomahlambi55415 ай бұрын

    Weeeeee aaaah....angidinge lutho nje olungidibanisa nabantu besifazane...yikhona lokhu nje okunye kwako...chubekani zinsizwa mina sengi right kule...andizi nje sidalo

  • @lungelwazondi1733
    @lungelwazondi17335 ай бұрын

    Im so happy to see this, because men bashiya izingane eziziphethe kahle bathi bayazidlala bese beshada izifebe.shoshoni. 80% married men banamashende

  • @moozie1930

    @moozie1930

    5 ай бұрын

    Usho ngoba ungazi. Ziyaloya izifebe, ziyadlisana zinjalo nje. Iyona weapon yazo yokuqinela laba abaziphethe kahle, kanti futhi nendoda ayiboni lutho ibanjwe u plastic.

  • @nellyzulu820
    @nellyzulu8205 ай бұрын

    Yooo ngyakweshwama lokhu😮

  • @buyiletshabalala6897
    @buyiletshabalala68975 ай бұрын

    U Lungtsa Nkosi yam ❤ , kyeke loko ngithi mina usisi lemfihlo ibiryt ayitshele indoda yakhe bese behlela ukuthi ikhizane balikhipha kanjani bebambisene ngoba manje liyingozi ikhizane njengoba selazi imfihlo nje 😮

  • @busisiwegumede953

    @busisiwegumede953

    5 ай бұрын

    Konakalile ekbeni umyeni akazi eyyi 💔

  • @buyiletshabalala6897

    @buyiletshabalala6897

    5 ай бұрын

    @@busisiwegumede953 ngempela yaz, indoda yabantu izofela ubufebe balosisi

  • @user-fg8yk4jd8i

    @user-fg8yk4jd8i

    5 ай бұрын

    No wenze kahle watshela lephara ngoba bezonyonyoba azobulala lendoda manje sekusele atshele lendoda yangempela

  • @thembakazimlahleni6239
    @thembakazimlahleni62395 ай бұрын

    Ash cc I learn a lot kule nkqubo yakho❤

  • @user-sl2hq3sn5s

    @user-sl2hq3sn5s

    5 ай бұрын

    🤞

  • @ThandazileGumede-ze2cr
    @ThandazileGumede-ze2cr3 ай бұрын

    Awu kodwa mama

  • @LulekaNokonya
    @LulekaNokonya5 ай бұрын

    Kodwa Stufuza nawe uyakudinga udibana ne councilling ezinye zikushiya nawe kungekuhlanga kuba ziyothusa ,kodwa iKhizane 🤣🤣🤣🤣hayi ngeke

  • @LungileButhelezi-rf9jb
    @LungileButhelezi-rf9jb5 ай бұрын

    We sisi engathi isidumbu esingaphuma esingaphuma kungaba esakho ngoba impene iyanibulala bese nizoklifika la crocodile tears wawungawulweli ngani umshado ngesikhathi uhlaselwa.yimpene

  • @thokozanimbuyazi
    @thokozanimbuyazi3 ай бұрын

    Dadewethu unomhobholo, ufihlela umfana ukuthi uganile, ufihlela nomyeni wakho. Awunasimilo!

  • @bhekisisamthembu4592
    @bhekisisamthembu45925 ай бұрын

    Ubabezala wayeqinisile awulungile sdalo ubolile nje qha 7:59 😮

  • @ntombiyomzulu7010

    @ntombiyomzulu7010

    4 ай бұрын

    🤞 abantu abadala bayayibona into isekude

  • @user-ic6up2em9m
    @user-ic6up2em9m5 ай бұрын

    Hawu ukhona wemama wabantu😮😮😮

  • @user-qo1yb9lx3s
    @user-qo1yb9lx3s5 ай бұрын

    Amathanga ahlanzela abangenamabhodwe 💔ngiyintombazane nje ngiyamlinda uboy f uhamba unyaka sengamukela ngoba ngenela enginakho

  • @user-hu6xk2im8p
    @user-hu6xk2im8p2 ай бұрын

    Catchile Catchile😅😅😅😅😅joweee morenaka

  • @user-jf1jx3pt2v
    @user-jf1jx3pt2v5 ай бұрын

    Phuma kumyeni wakho for safety purposes...igintsa alilahlwa

  • @mathewsmattyntantiso6528
    @mathewsmattyntantiso65282 ай бұрын

    Engath umfana engakanqontuleki coz wawufebelan vele kwasekqalen , alihlale kuwe igintsa

  • @nonduhmathonsi5455
    @nonduhmathonsi5455Ай бұрын

    Amakhizane abafana abancane😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @ntontonkosi325
    @ntontonkosi3255 ай бұрын

    Ufebelina lo...wooo to think knabafazi abaziphethe kahle aba single😢

  • @MzoxoloMthembu
    @MzoxoloMthembu5 ай бұрын

    😢😢😢emzini wendoda yakho pho 💔💔.

  • @Mlungisifruit
    @Mlungisifruit5 ай бұрын

    Awuuu....!!Mayeeee!!Angisho lutho

  • @Mlungisifruit

    @Mlungisifruit

    5 ай бұрын

    @@user-kb9sm9wj7p mfowethu kwangathi syazana nje

  • @mandlajnrgmail.youresomadi5267

    @mandlajnrgmail.youresomadi5267

    4 ай бұрын

    Zatheleka ke iynkunzi oMlu😅😅😅

  • @buhlesiyanda5904
    @buhlesiyanda59045 ай бұрын

    Aiy ngeke ngyakufuna mina sdudla❤❤❤❤❤🎉

  • @user-wc8cq1ni4q

    @user-wc8cq1ni4q

    4 ай бұрын

    😂😂😂😂😂😂😢namie yazi yo muhle

  • @LungiJamani
    @LungiJamani3 ай бұрын

    Ngiyamzwela umyeni walolo cc 😢

  • @mamasango2157

    @mamasango2157

    Ай бұрын

    😢😢😢😢😢😢

  • @user-dh9qo3nx1q
    @user-dh9qo3nx1q5 ай бұрын

    Jehovah qeda izinkanuko ezwen sekwanele laze lafa izwe ngenxa yobufebe, umthetho ka cc wengasho ngan okuncono kulona okuth ushadile , why abafihlele bonke ,,hhay cc wislima wena , kumanje uzosaphaza omunye okuth uyisgebengu ezwen

Келесі