SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngabulala umuntu ejele engenza umfazi | S1 - EP44
Ойын-сауық
Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #truth #secret #sikhiphaizimfihlo
Пікірлер: 249
uStufuza naye uyayidinga i Cancelling kulezindaba ahleze ezizwa ezimbi 🤞
@NokwandaPriscilla
5 ай бұрын
😂Izindaba ezihlukahlukene
@user-kp2vj3pl2w
5 ай бұрын
Counseling ***
@storchcebek1702
5 ай бұрын
😂😂 yah
@bonakelesibuyisilemathenjw8009
5 ай бұрын
Ngempela yazi
@SiyabongaMakhehla
5 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂
Ninjani sisi cha ngilulalela impela uhlelo lwenu luhle luyakha fut kakhulu kodwaje kukhona la engisalakhona if senifonile umuntu wayikhipha imfihlo yakhe sayizwa wayizwa fut naloyo akayikhiphela kuyena bese nithi nizomsiza sicela phela nisibonise nala esethola khona usizo njengaloya sisi owathwebula idlozi lakubo sicela ukubona ubudlelwane babo bomndeni ukut luyatholakala yin usizo nakuloya bhut wabulala umfowabo ngephutha sicela nisivezele konke lokho if eselutholile usizo ngoba manje sibuye silahleke
@MakhosazanaPhungwayo
2 ай бұрын
😅😅
Stufuza ngiyathanda indlela obuza ngayo imibuzo . You are the best angifuni ukungasho..
Sebenza buty kwakumele uzikhusele congrats ucc emuunderstand may God bless you 🙏 brother
Ngyaqal empilweni yam ukuvumelana nomuntu obulele wenza kahle bafo wabulala inja😅
@briantmolepe2001
5 ай бұрын
Nami ngivumelana nawe
@user-be8nx2fn2k
4 ай бұрын
Wenzekahle wabulala inja
@lungisibaca6046
4 ай бұрын
Wenza kahle nje
@SimangelePatricia-mp3sm
3 ай бұрын
😂😂😂😂yewen nokjikelw munt okhule nay nj
@thembimadi9537
3 ай бұрын
Wenja kahle Wena uNkulunkulu akuthethelele
Bazokuvulela icala ndoda uzobuyela phakathi thula ufe nalendaba.
Stufuza intombi ezalwa nguMamkhize , you are a good presenter Sibonge sis 🙏🙏🙏
Hhay mina bengingeke ngizisole nkunzi,wayekudakelwa lowo
@NontobekoHadebe-kf6ic
5 ай бұрын
Ninolaka nina ha
@nonhlelanga1609
5 ай бұрын
Cha nam bakth
@bhekisisamthembu4592
5 ай бұрын
Cha nami ba4 ngangingamunquma 11:57
@thokozanihlengwa4642
5 ай бұрын
Ayno,wamdakelwa sho,wenzakahle🤞
@user-mv4pf9ks7q
3 ай бұрын
this man didn't deserve the treatment, you are always there for your home boy in a foreign place.he was defending himself.
Umoya wakhe kwakumele ulale ngokuthula ngoba naye uyazi ukuthi weyenza into ewrong .
When your sinusitis kicks jn remove the microphone in front ofctou Stufuzarh
Goodluck mfanakith ngyasihlobipha isnqumo sakho sokuydedela lemfihlo
Wenza kahle mfowethu, if engaphinda avuke lodoti westabane uphinde umbulale njalo
Good presenter ever u are professional ❤❤❤❤
Coming from9yt shift but b4 isleep imust litsen here first
Bafo it's a good thing you have taken. My advice is a permanent solution, follow Jesus He will lead you nothing else. God already allowed some things to happen for us to testify about His Goodness.
@user-hs8vg3cw9x
5 ай бұрын
FCC FCC FCC fffffffffffffff FCC f FCC 2r
@user-vc8in9ph1z
5 ай бұрын
And also help others to change.this young man was also a victim but a good way is to accept Jesus the evil thing will not follow you
Ah ungaz'stress good for him kukumele asuswe emhlabeni ngoba ubeyingozi emphakathini awaz why waboshwa kusho nje wayenguma dlwengula😂😂😂😂
Akukho okubi owakwenzayo wawuzikhusela kuloMgengqeba wayefuna ukuhlutha ubudoda bakho uzibhaqe sowungumfazi wakhe 💪akwaba nabanye bangaIzilwela njengawe
Uyilahle ngokuthi waeusuphuca iziboshwa ugwayi ejele. Ai ai ai.... Ayikho lonto
Aw bakithi cha Kuya understandeka bhuti wami 😢wawngeke uyivume into enjalo yikjo ke ukuth phela ukufa akuze kungathandeka
Usisi unephutha, asinyanyani. Imvelo nje yethu iyenqaba ukuthi singanamathelana sizesiphushane ngamathuluzi.
@njabulomkhwanazi1866
4 ай бұрын
Amathuluzi 😂😂😂😂😂😂
Nibozkqhaphela izinyanga zokuthemnisa izulu nomhlaba kungenzeki lutho
Beautiful ❤ God heal the broken hearts
Syabonga Nsizwa ngonkuhlambuluka kwakho , uma ufuna usizo logugezwa mahala iya e TRSH ku Baba u Zwilezwe uzofumana ukuthula eMoyeni nokugezwa
Zihlez nje zidabukisa imfihlo lez kodwa le ayidabukisi alale ngokuthula umdlenguli
Well done brother bulala boza
Aw ucc uthi mele ayogquma aphalaze ageze before behlangane ngoko cansi aw nisho ukuthi ubhuti akAkahlabi nj since ephimile yoh okusho kuthi indlala ibingamphethe jele ay sbonge Kona ukuthi mxolele locc vele nje bhuti ebezvikela lapha jele
Wow......wenze kahle mfethu ukhulume into efana nalena ngoba ingaku phethe kahle . Unembeza wakho uyaphila. And Nkulunkulu wuye wonke okwenze ukuthi uhlambuluke kucc wakhe
Awambulalanga bhuti wamphumuza ngoba besazoyenza nakwamanye amadoda lento wasebenza mfe2 unkulunkulu akuxolele sikhathele izinsimbi ezidla ezinye!
Wawuthunywe umdali ukuthi umbulale wayehlupha ekhaya efuna nokukbhebha wayeyinja😢
Wasebenza inja wayibulala inkinga yakho u weak mfana asikho isidingo sokuzisola well done 😊😊
Amaphutha ayenzeka wawungaqondile ,kuba nezilingo empilweni uze ubulale ngokungenhloso ,phephisa bhuti nomakoti wakho andlulise niye phambili ngempilo
bulala awunodliwa yenye indoda
Do not hide this people 😮 we like to see them ❤😂
Noma ingaphelela phakathi kwabo kodwa lobalinye ijike intombi .... ngeke akhululeke lobhuti kwi relationship zohlezi emicile ekhunjuzea
Uyindoda,Nkulunkulu akusize ukuvala izikhala zonke.
Wawivikela bhuti wami 👍👍wenza kahle lapho
Ayke u girl uzokudlisa u shevu bhasobh brooo😢
Yooooohhhhhhhhhhhhhhh kunzima emhlabeni sakhile
Self defence! brother needs to forgive himself.
I love your girlfriend, she's different and her understanding is amazing.
Wenzakahle.
Usebenzile braa
empeleni wabasiza nakulomuzi ubekwazi nokushaya umzali ubexakile
Ba4 wawuzivikela emntwini ekujwayela kabi 13:21
Wabulala into yokubulawa nami ngangizomubulala nje qha
Correction my sister amadoda awanyanyani kodwa siyahloniphana it's respect.
Eish situationshit .Xola mfethu izimo esizithola singaphansi kwaze.wenza lokho okwakubonakala kufanele
Wenza and ubehlupha lomuntu ekhaya eshaya nomzali wakhe ubevele engeke a last awunacala wena inyembezi zomzali nengane zakubo
Ewu Kunzima la emnyango
Ukwenziwa umfazi bafo ngeke
Abashweee💪
Cha nam ngangomhlaba ngotshumetshi nje Abantu bangenwa iJele nje
Sthufuza standwa Sam plz uyandihlukumeza kandiphe ucingo lwakho sikulumisane plz love❤❤❤❤❤
My brother NKULUNKULU utokusita ngumfati wakho losisi lona ungadlali ngaye futsi naye uyavakala kutsi uyakutsandza, naweke umtsandze uze umtsatse, ungatisoli ngaloku lowakwenta ejele nami bengingakwenta kute indvodza lengavuma le nonsense bekafuna kukwenta yona lomuntfu lo, nami bengingamubulalala vele, wena yetsembeka kulo sisi ungadlali ngaye ngobe yena ukhombisile kutsi uyakutsandza
Hai ngeke befo yeka naye locc uqale impilo nomunye umuntu umfowabo.
Kushukuthi kade wayelala nalaba ayeboshwe nabo maybe bakhona abajabula efa ayebahlukumeza
Ayi Sthuvuza niyasikhalisa, mfwethu awunacala kwakufane ukwenze lokho, madoda aphila kulomhlaba wasentshonalanga hloniphani nomhlaba wangaphandle, please
Big up bro
Ayy Kunzima klomhlaba
Mmmmy esizizwayo zinkulu futh ziyamangaz
Ncooo abakahlangani ngokocans mmmhn
Wenzakahle uzivikele umuntu efuna ukukuqaqa u-okzozo,, Wenzakahle kakkhulu nokwazisa usiswakhe.
Awu wabulala umgodoyi Kant
I think they must remove the cups as it is irritating to see someone drinking in the middle of the story
@ivykholofelomashao6527
5 ай бұрын
Ngibulale Futhu😅😅😅😅
@claudiamakhathini7515
5 ай бұрын
🤣🤣🤣
@FreedomMamba
4 ай бұрын
Yeah I agree.Its irritating
Uyindoda boy wasebenza bulale inja
Wenzakahle
bazokuvulela icala uboshwe
Yooo manje mmm kunzima leyi umtshado uyaphela bhudi ngeke noma ubhudi wami waye ewrong kanjani ngeke ngikuxolele
Yhooooo I like the attitude of this girl, she's so honest to her partner about her brother, you r so lucky, she really loves you and never ever play with her otherwise God will punish you, I hope u r a praying man because anything is possible with God, God is good all the time, plz am begging you not to hurt this girl, but just to give her true love bcoz she's really showing that she loves u, all the best in your journey
Kona kubuhlungu kufa komuntu bt lo. Kwayena bekafuna kumosha ifuture yakho.waphumula webafo.may his soul rest in peace.
Stufuza🤝🤣🤣🤣irazo nje yaseroundn
Akulula both sides but ekugcineni isisombululo siyovela sengathi nasemdenini bangazwisisa
Mhh nkosiyami ..kungcon ngob ubenesbind waphumel obala usuzothol nokuphumul
Kona ukubukala akukho right, kodwa kungamane kufe indoda!!
Mina nginguwena ingabe ngiyahlukananje nalosisi ngoba intoyenu ngeke iphelekahle
Beautiful couple.
Ay le show
Zobulawa zinkinga stufuza😮😮😮
Kodwa cc umntu othethe umphemfulo womfoweni uzokubulala lawe silima 😢😢
Ngaze ngayithanda intombi kamjita
Ulayekile u doti ka maspala
@thamikhumalo5867
5 ай бұрын
😂😂😂
@nosiphiwemfeka
5 ай бұрын
🤣🤣🤣🤣Kodwa yini
Waze wanenhliziyo enhle Lo cc .kodwa vele kumele acole ngobekuthanda
Shuty kwakumele ahambe ngesandla sakho ikusasa alaziwa uwuphumuzile umndeni ngoba bewushaya inyembezi zomzali ezenze ukuty ashone
Stufuza u such a good presenter shym
Wenze kuhle mfowethu wayibulala inja
Ai wenzekahle nj mft🙏🙏
Hmmmmm kolema 😢
Ngcel cc Stufuza nibe careful nge camera muntu kungaveli ngisho ikhanda😥🤞
Engazy ngingathini nje ngibathanda kanje abafwethu
Kunzima kakhulu yoooooooo
Abo Kunzima la ngaphadle 😢
Wawungena choice bafo
Phephisa bhuti ubulale ngekunge nhloso,wakusukela
Kwanzima 😢
Wenza kahle wambulala hhayibo wayekudakelwa ukube awumbulalanga ngabe uwena ofe ephila
Nami ngakwenza lokho kondw angiyisoli saphika semba phansi namanje nje akukho okubi wayefuna ukungeza intombi mnje ngek mina ngamsika itoto
Kwakumel kwenzek kanjan ubhuti wenza okwakumel angek akuphendul umfazi umunt ungayifun leyonto
Wasebendza umsebendzi umuhle bafo unkulunkulu uyokuthethelela wawuzivikela
Umndeni kamufi ubusuhlukumezekile ngaye💔
According to my understanding wena facilitator uyalalela but bona bayabuza