SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngabulala ingane yomyeni wami ngephutha | S1 - EP118
Ойын-сауық
Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #truth #secret #sikhiphaizimfihlo #confession
Пікірлер: 410
uLungtsa uyakwazi ukuphatha loluhlelo kodwa.❤
@yolandatatase2928
18 күн бұрын
❤❤❤❤❤
@zeemali4369
17 күн бұрын
Love her♥️♥️♥️
@SbongileMkhize-nm3cv
17 күн бұрын
Love her❤❤❤
Bhuti ibuhlungu indlela akhuluma ngayo ngibona uthando lwakhe kusisi kade lwaphela bt my brother hlonipha imvelo awulikhiphi ligcwale umlomo elokuthi umuntu akazali kubuhlungu nami indlela engikuzwa ngayo .muntu wakho umuntu umuzwayo ukuthi unenhlonipho noitshengisa ukuzisola ngokwenzeka kanami ngangingalwa if ngizwa into ekanje .ikakhulu ngibona sengathi webona ungcono kakhulu kanti impilo le .ungazisoli mý brother ngalento oyenzayo umhlaba lo .ngokuzwa kwami ayikho eminye imizamo esenike nayenza nonkosikazi wakho .yeyii ibuhlungu indlela okhuluma ngayo .mkhaya ebhashela .ngokosizo kunezinambar ebengingakunika yona sisi nami ngisesi meni esifana nesakhe ubhuti kdw angikhulumi kanje ngimuthanda kabi unkosi kazi wami ngifisa ngisho ukucasha ngedle okhulume ngayo nomuntu osenkingeni ka nje woxolisa bhuti nisho emsamo wakini uma ufuna izinto zakho zihambe kahle awuthukanga yena kephe uthuke umuntu aphila kuyena
@macebomtbembo9685
15 күн бұрын
So painful ,koda lobhuti the way ayisho ngakhona ngathi losisi uyathanda kuthi engazali kwazekwabuhlungu ngyazwelana nawe sisiwami.
@HlengiweMbuli
14 күн бұрын
Yooo bhuti khulumisa komutu omdala hawu Simakade kungenzeka njalo ukuthi usisi unenkinga engalungiseka
@maphira6421
10 күн бұрын
Ndingabuyela kwami pack my bags ndimshiye aphole 😢
Sis Lungstar umuhle ♥️ne appearance yakho ungikhumbuza umama uDebora Fraser
@user-rw7dc5es6w
18 күн бұрын
Uyakwazi impela ukufanisa
@AngelinaNyathi
13 күн бұрын
Dats true Ngathi wuye ❤
UGal akaboni yini ukuthi lendoda ayimthandi nje klaar
Cc for your mentality leave that marriage please
@NtuthukoButhelezi-vt8nd
18 күн бұрын
Why engalwisanga indoda yakhe usisi akazishelanga
@user-tt3su7jl8j
16 күн бұрын
Ngivumelana nawe kuloko
@maphira6421
10 күн бұрын
Nje ayophola kibo udeserve ukuphathwa kakhle
Nami my ex told me ukuthi angzali i decided ukuhamba odokotela ngasizakala manje I've got a 10 year old baby girl,ucc akaphume nje kulobhuti orude kangaka anake impilo yakhe cos akenzanga lutho unkulunkulu uzomupha ingane
@fundiswamendu1307
14 күн бұрын
He is too rude jaaa is talking to his wife dat time time tjuu
Kodwa Bhuti wakhuluma kabuhlungu kuMkakho wazelaphi ukuthi bekuyingane yakho leyo kuleyontombi yakho
Umuntu uyazkhethela yini ukungabatholi abantwana 😢😢
Awukhodwa mawe bhuti emagama akho abuhlungu angabulala umuntfu😢😢😢
Ukungabatholi abantwana akusona isigwebo sokuthukwa, nokudelelwa. Sisi noma angaba nonkosikazi yesibili ngeke ukuthole ukuthokoza. I hope ukhuleke uJehova akuphe amandla avule amehlo akho...sometimes love or marriage alone is not enough...phuma la❤
@Comfortdube98
5 күн бұрын
Tholukuthi uyazala just that amagazi abo bona boyi 2 awahlangani, it happened to my friend after 8yrs no baby she divorced within a year in dating she was pregnant
Mna ngokubona kwam ubhuti ingathi akasamthandi mfazi wakhe anymore.
@nonkululekomkhize443
17 күн бұрын
Nanokuthi vele nomfazi ubebona ukuthi akasadikeki...aometimes it counts the way wayithola ngayo indoda
Haibo wecc phuma lapho ngekhe ayikutha Dy lendoda yayizokwenza nje umkhiqizi weengane maungaskwenzi lokho lwaseluphela kwalona olothando olwaluvele lungekho.shiya ngane yakowethu ukhona osengakuthanda ungabatholi abantwana.ekungenzeka male Ndlalifa amisa ngayo kwakuyidyasi nje yena waligqoka lamfitter
@gugumbonambi9470
15 күн бұрын
Ubenesiqiniseko kangakanani ukuthi bekungeyakhe leyongane akamhloniphi umkakhe lona
Wow my favorite lungsta ngazifela ngawe tjoo
@user-zi5tf4dy9q
11 күн бұрын
She is so sweet ❤
But this man started the 🔥 fire but now he's blaming the poor sister that's not fair 😢
Yeyeni saze savelelwa yilendlalifa🙆🏾🙆🏾🙆🏾
@nontokozomkhatshana3354
16 күн бұрын
Mhlampe akanalo nalelofa
@BusisiweRutana
15 күн бұрын
😂😂😂😂😂😂
"Indlalifa yam, le ungakwaz undipha yona"😢. Ntombi, lo bhuti akanaxesha lakho. Umtshato wenu waphela kudala 🚮
@user-lb1cc4cg3i
18 күн бұрын
Why is he so sure that ibiyeyakhe ingane 🤔
@user-tf3cz1ny4x
18 күн бұрын
Ngivumelana nawe awukho lomshado
@nomzamomoloi1085
18 күн бұрын
Ei nkosiyami 😢 kanti loBhuti ononyanyo olungaka ngoMkakhe kwenzenjani
@bongekilekafando2335
16 күн бұрын
Indeed
@user-tt3su7jl8j
16 күн бұрын
Iqiniso elingephiswa
LeNdoda iyisihlama njer Finish.....uwea ndoda ndinii ongena nzalo amasende agcwalee Break Fluid nxaaa
@user-pr6qn3nq5z
18 күн бұрын
Eish yenalomfo akakhulumikahle
@Lil_Bae2Smart
17 күн бұрын
Akaze nj amithe losisi ndini kuphela ulwa nokuchitha umshado walendoda engenanqondo
@LungileMthembu-hl4vp
17 күн бұрын
Ehhheni webakithi
Haibo this Man how could he talk like this...hes selfish 😢
@thuly462
18 күн бұрын
Iyabheda lendoda ngoba phel iyona eyenze iphutha la yayoganga ngaphandle engabe yon ibonga ukuth umfazi akamshiyanga ngalenkathi esetholile ukuth lendoda yakhe iyamjolela
@user-jd9zo6hi6k
18 күн бұрын
Yebo indoda inephutha nayo lomfazi angikuzwisisi.nako umendo owabantu ababili owesithathu inkinga mfazi ungathi ukhonze abangani.kakhulu kunomyeni yini ungaxalanga wabuza indoda ukuba lomfazi wanibophisa ubuzothini endodeni I'm sure nalabangani bakho.abashadile wuwe oshadile ngibona ngesinxumo enasithatha isinxumo esenziwa ono ndidwa hay umfazk💔👎 oganile .noma nawe hleze unondidwa oganiwe bakhona nokuthi abanga 14:05
@ngqaphelindwandwe9452
18 күн бұрын
Awu uyambedela ingane lena eshonile futhi eyakhe unelungelo lokukhuluma kanjena
@latitaabuti8057
17 күн бұрын
@@ngqaphelindwandwe9452 unesiqiniseko esingakanani ukuthi leyongane bekuyeyakhe ubhuti, coz amanye amantombazana ayakubambisa ijazi mayebona ukuthi u desperate for ingane.uyothola ukuthi yiyona lendoda engazali njengoba isiphoxe lo cc kanje.
@user-ny5rl5re9j
17 күн бұрын
@@latitaabuti8057 u can say that again
Why am I thinking this guy akazali.the bitterness in his voice leads me to say this
@zeemali4369
17 күн бұрын
Nami ngisola ukuthi i problem ikuye
Nice words from you stufuza
Yazini lobaba kakhulumi kahle wazingani kuthi ewakhe loyo mntwana ukhuluma kabi lobhuti shiya cc akusiwo wakho lomshado akahambe ayomfuna malahleka
Lungstar ubizelwe kulento ❤
@zeemali4369
17 күн бұрын
She is so good
Kodwa ke bhuti waze wakhuluma kabi wathi akazali u are not god uhambe ulala nje awunaqiniso bhuti wami ehlisa umoya nilungise umuzi wakho😢
Lungstar is a good presenter bathong imbuzo yakhe mihle keep it up Lungstar!!
Wakhulumisa okomuntu ongenandaba nomakoti wakhe wazikhethela yini ukuthi angazali lomfazi impungushe lendoda nesithembu ngeke ikwazi ukusimela akundoda yalutho le
Lobhuti NJ uyena okumele engabe uyaxolisa kumfazi wakhe ukuth waphumela ngaphandle eshadile ayoganga engenzi sengathi manj umfazi wakhe onephutha la njengamuphi umfazi ongangawulwela umuzi wakhe mawonakala??ubhuti uselfish kakhul nangokugiya ngokuthi umfazi wakhe akamzaleli it painfully😢😢😢😮
Yhoo cc puma kulo buti his nt even remorseful wat he has done to you Yhoo Bawo bapila nzima abanye abantu xolo ctandwa sam
Lungstar❤ uyistar
This man is selfish thinking only for himself...he is married and he cheated and now he wants to blame his faithful wife for his selfish mistakes😢 Amadoda( communication iyashoda straight)
@dinnydee7576
17 күн бұрын
He is insensitive period!!!
Yooooh hhayi lendoda ngyaybonga
My sister lendoda ayisakufuni khohlwa
Yazi uma ebeseduze nami lo Sisi bezoke cele ke sibonane solve lenkinga ngoba abahlungu lamagama khulunywa yilendoda ngathi ayiziboni isengaphinde imthande tuu and lendoda isathandalowa khwapheni and izomshada khwapheni ngeze wakuthola kuthula lo Sisi ngobalowa zoloko khuluma lento klendoda kuthi lo wabulaka ngane yethu
@Le_S6788
18 күн бұрын
Hi... Ngiyaxolisa ukuphuma kulokhu yokukhulunywa ngakho la... ngizwa uthi ubungazama ukumusolvela uSisi lenkinga, usho leyokuthi akabatholi abantwana??
@user-cg4gh8zz6n
18 күн бұрын
@@Le_S6788 yes sisiwami ngishonjalo because lo Sisi se early kabi kuthu angaze akhulunywe kabuhlungu kanjena yindoda ngaziboni kuthi yiyona unobangela wephutha lika Sisi angijwayele comment nkingeni yomuntu but lesi isimo singichukumisa emkhathini and to be honest ayisamdingi lendoda seyimnyamezele ngoba ingazi ukuthi izomxhoshelani. Angiqali kuthola simo sikanjena nomunye last year ibimxoshile indoda ngoba nalenkinga mesehleli ekhaya kubo yavelingane kwayihlazo ngoba kusobala kuthi yindoda inkinga
Yabona ke lendoda ayiwacabangel ama feelings omkayo or ayimthandi sdalo,kube ngiyilosisi bengzofun idivorce ngoba lomunt akalibon iphutha kuyena ulibona kumkakhe💔
Webhuti Ave uwrong ukube uyazbona
@nomachulemehlwana4211
18 күн бұрын
Akufanele akhulume ngalendlela u buti yebo ngyaz ukuthi ingane usisi akazitholi okwamanje kodwa nje cha akuyona indlela akhuluma ngayo
Leave this marriage my sister 😭
Cha kodwa ubhuti naye akakhulumi kahle uzothi umuntu akazali ungazi nokuthi akazali ngempela
@gugumbonambi9470
15 күн бұрын
Kungenzekka inkinga ikuyena loboet nokudelela okukhulu
This men was supposed to be humble to his wife.He's acting as if he would have accepted if his wife was cheating on him
Kodwa ke umuntu wakho awumtsheli kanjalo uthi akazali aybo
Lobhuti naye uqale wakhula nomama yini makayokwenza lengane ngaphandle ..uthando alusekho la😢shiya phantsi cc
Ukungatholi abantwana akulona iphutha lomuntu wesimame
Thank you Lungsta for such good leading questions, you have improved so much since the beggining of the show
This man is very cruel and inconsiderate. No woman chooses to be barren. This sister should leave him.
This man is rude yhoo, he doesn’t even love this lady.
@sjavakhamuver7706
18 күн бұрын
Islima sendoda lesi, usisi akavele ashiye lento
Sister Lungstar, you are a star indeed! Thank you for always intervening with wisdom and authority as a presenter or host. I think our beloved brother was a little bit unfair to have gone out and had an unfair without sitting down with his wife to discuss possible solutions to their infidelity. Also, he can't put the blame on his wife. No human being has control and power to make children. But God Almighty has that power. He should have been very understanding as the husband. I can imagine the pain his wife is going through, and how he speaks to her. I pray that the Lord will make a way for them in Jesus name, amen. They really need help
Waze waphoxa ubhuti uzicabangela yena yedwa .Uma kuthiwa umama othole Ingane ngaphandle ngaba wamxosha .amaphutha nawenzile bobabili kdwa kwakumele bakhulume ngaphambi kokuba kwenzeke lesi simo
@thuly462
18 күн бұрын
Iyabheda lendoda kakhulu fthi izicabangela yona😢😮
Hhayi lobhuti akasamthandi losisi amagama awakhiphayo awamahle
Cha Bhuti uluhlaza awfundisekile okumangazayo ukuthi natholana esontwen nxeee kahle kahle uyislima sendoda wena awukdeserve ukuba ubaba wena wawuyoyifundasan leyondlalifa yakho unje😮
Lobhuti uyedelela kanti nothando akasenalo kulocc
Haw nkosyam ukhuluma kanjani lomfana😮 uthuka umkakhe ngaloluhlobo😮inkinga ngibona kunguyena onephutha okwedlula umkakhe
Lo bhuti haai bo ingane isiphiwo from god akazikhethelanga lo cc kungabi nangane
Lumsta my sister pls take that lady for canceling pls pls🙏 the hubby is so selfish, I dnt know what to say and he is having that ego cause he can't even see that he is also suffering shoo some other men..!!!
Mhhh😢😢😢😢 waliwe nkoc yam Amadoda shame
Ngaz ngamnyanya ubhuti
Uphakeme nangu mfana webantu. Uzothotshiswa. Mhlampe undlalifa akusiye nowakhe. Waze wadelela wemfana ngba ukube uyindoda ngabe awukhulumi kanje nonkskz wakho owamlanda kubo. We shwele ingoba akulula ukushiya umuzi wakho kodwa bengizothi cc SHIYA UMHLOLA LO
Lungster my gal.you rock hun❤
@list ucc ukwazile ukumela iphutha lakhe kunale engaxolisi ime ngelithi ucc akazali
Hai bo lendoda ayinaciniso umuntu mawumthanda awukhulumi kanjalo suka lapho cc ayikufuni lendoda ebehlulwa yini ukuthatha enye indlela yokwenza ingane nonkosikazi wakhe😢😭
I watched this episode late, what the husband is saying is very painful he's tearing his wife's heart apart i don't like the way he says this, please man respect your wife.
Lungstar you are the star 🌟 uyakwazi uku communicator nomuntu
Wooooow I m impressed lungster you are a star ⭐
Lo buti uhleli njee nalo cc kuba esakhangela umfazi lowayemthwalele indlalifa ,jesu kwaze kwabuhlungu uyeva. Akasamhloniphi at all uthi Jaa kumfazi wakhe tjuu heeee
Phuma ngezinyawo zombili kulenja ayisakufuni nxim
iyoo this guy he's selfish ukungazali akisicala
Well done Lungtsa, well handled keep it up Sis wam
Stufuza lungstar ❤❤❤🥰🥰😘🫶🏽🔥
Hai bo lobhuti ngeke wena ushilo ukuthi usuphumela phandle.lo cc akazanga ukuthi akazali ukube wayazi ngabe akazanga kuwe. Ukube boku uwena ongazali ucc ubezovumeleka ukuthi ayozaliswa phandle, sesi phuma lapho kuloyo mshado uzofa ngenhliziyo lendoda ifuna ongenakho awuzidalanga. Baningi abantu besilisa abahlezi nabantu abangabelethi ba happy, ungaze uvume isthembu ngoba ufuna ukuthi ajabule ngeke ube ne piece sthandwa hamba uzi develop wena kuningi okungakujabulisa empilweni, siyakuseka nakulo iphutha lokulimaza umama wengane.
Lungsta mina nje ngizithandela ur dress wow ngaze ngalithanda iroko lakho dali❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
We bhuti lo ss. Awumthandi wayezoba umshini wengane .aniyi ngani kodr lombuzo wakho ubonisa ukweyisa shaime
But why did he have to say these worse to his wife ukuthi akazali 😮😮😮😢😢😢 that didn't sit well with me as a fellow woman . He shld have sat his wife down first before going around to look for a child . Bad 😢
Ey lobhuti akazwakali njendoda ukhulumumisa okomfanyana nje futhi osadinga ukukhuliswa bcz WOW😮
Yoooo😢😢😢this Man,yena wakhuluma nocc mhla ephuma
Kazi uyothini lobhuti mayengathola ukt lomakhwapheni uyikhombe kuyena ingane ngoba azi ukt uzoyondla futhi uyayidinga mhlampe futhi wayevele engakhulelwanga wayefuna ukt ustikhe kuyena amanye amantombazana amawili la emnyango engaqhoshi ngendlalifa engenaqiniso lokuthi eyakhe ngoba iheee ngelinyilanga uyothola olunye ucingo seku confess umawendlalifa ukt akuyona eyakhe ingane kusemhlabeni la Cc don't stress yourself mhlampe uyena lo bhuti ongazali 😢
Lendoda iyisilima inasiqiniseko sini sokuthi lengane bekungeyayo mhlambe bekuyijazi angithi ayikaze imithise muntu
Ukuphendula kukabhuti kuveza ukuthi: lomshado awumisiwe uthando lweqiniso umiswe ama expectations sadly:lack of children destroyed this marriage.
Ngahlala 6yrz ngingabatholi abantwana but now bagcwelindlu ayina support Lendoda xeim sihlezi kumnandi uthixo uthatha ixesha kukuphendula usezamthola mtwana 13:33
Lungsta well done straight talk
Islima sendoda lesi😭😭 "uzanginikani ngoba Wena awuzali" abuhlungu lamazwi
Whether he acknowledges it or not he is the cause of all of this I'm surprised he's responding this way
How can a full grown man who never had kids before with other women but still have the courage to blame his wife for not giving him children haibo ngempela
This man is very emotional abusive!!! This lady should love herself enough to leave him with his girls...
She's so calm and polite kodwa indoda ay 😭
Lendoda ayikwaz ukukhulum nomkayo koda 😢😢😢akamhloniph mel amyek cz akasbon sdingo sakh😢😢
Well done Lungstar, I like the way you handled this issue
Phuma sis awukho umshado la.uyeke futhi ukumbiza ngoBaba losatane akanendaba nokuthi uzizwa kannjani wena emotional phuma sis alukho uthando lapho😢phuma sthandwa uzomthola umntwana hamba nakodoctor
To make peace with your husband just look for that lady, bring her back to him but if he leave you for her don't fight just except and move on
thanks Lungsta
Ekazi wayemshadelani uma engamfuni ngoba phela isimo siyalungiswa kuqhutshekwe nempilo,now he's so selfish pity the lady still loves and respects him💔💔
Hawu kodwa ubhuti! Usekhohlwe nayizifungo ezenziwayo makushadwa- "ubuhleni nasebubini". Emshadweni inkinga yokangabinabo abantwana, inkinga yabantu ababili abanyamanye. Kufanele kufunwe kwazeke ukuthi kumikuphi kuqala. Ngoba naso isinqumo sokufuna omunye umama yinto ngokosiko okufanele bavumelane ngakho.
Waze wakhuluma kabi bhuti aybo ukhona yin umuntu owenza ngamabomu ukt engazali😢
Ayihlonip lendoda,uyazkhethela yini ukngatholi abantwana,ngamzwela lomama mina
Awunamngani uzihlalele ntomboo, bathutha izindaba
Yadelela lendoda Kuyacaca wakwenza ngamabom lokh akwenzile wecc muthola ithuba ube upakisha impahla zakho zihlezi zilungile ngob kungekudala zokixosha lomuntu
Ungabi nomta hayiso Sono isono ngukufebela umfazi wakho
Hawu Ya lobhuti akekho ryt nhlobo Sisi shiya mama kuyabheda kulomshado wkho
Sisi is not end of the world lomuntu you can't go anywhere your happiness comes first
Yhooo ai lobhuti akamhloniphi nhlobo umfazi wakhe usithathaphi nje isibindi sokuphumela ngaphandle ayokhulelisa omunye umuntu ngaphandle kwemvume yaNkosikazi wakhe
Kodwa imfihlo ayiphumanga yonke genxa yomyeni o thethayo umfazi esakhuluma.
Aybo le ndoda sisi akusiwo umshado what if wena ubuvele wayokhulelwa ngaphandle ebe ekhulelisile naye inhliziyo ibuhlungu Ngokufuna naloyo sisi wendlalifa uthole bekufanele udlibhize umshado lana thixo siza lomama oshadile umuphe izingane kubuhlungu ukungaytholi ingane uyifuna futh enze ukuthembeka angaphumi ngaphandle ngaze ngamzonda lomlisa sila smakade zinyembezi zabakhathazekile
Ungatholukuth lendoda iyona engenayo inzalo,kwaleyondlalifa akhuluma ngayo ungatholukuth kwakuyibhantshi
Ngiyakuthanda kodwa lusmtar idlela akhuluma ngayo mabantu abeze lapho ohlelweniuyakwazi ukulungisa izinto avuni muntu