Shwi No Mtekhala - Angimazi uBaba (Official Music Video)
Музыка
This is the official live performance of the song 'Angimazi uBaba' which was shot at Buyafuthi Hostel, Katlehong by legendary duo uShwi No Mtekhala. The song is from the album titled 'Angimazi uBaba' which was released in 2006.
_________
Listen to Shwi No Mtekhala:
Amazon Music: music.amazon.com/artists/B00A...
Apple Music: / shwi-no-mtekhala
Deezer: www.deezer.com/en/artist/7554872
Itunes: / shwi-no-mtekhala
SoundCloud: / shwinomtekhala
Spotify: open.spotify.com/artist/1QJyl...
Tidal: tidal.com/browse/artist/6646553
KZread Music: / shwi nomtekhala - topic
Follow Gallo Music:
Twitter: / gallomusicsa
Instagram: / gallomusicsa
Facebook: / gallomusicsa
TikTok: www.tiktok.com/@gallomusicsa?...
#ShwiNoMtekhala #AngimaziuBabaMusicVideo #AngimaziuBabaAlbum #Shwi #SouthAfricanMusic #AngimaziuBaba #Zulumusic #Maskandi #TraditionalMusic #ShwiSongs
_________
Lyrics:
Akuve kubuhlungu ukungamazi ubaba
Lobu ubuhlungu abusoze budlule kimi
Akuve kubuhlungu ma umazi ubaba wakho
Lobu ubuhlungu abusoze budlule
Bonke abafethu engiphila nano bayabazi obaba
Noma bengsekho emhlabeni
Bonke abafethu engiphila nano bayabazi obaba
Noma bengsekho emhlabeni
Bheka okwami kwaze kwabuhlungu
Mina angimazi owami ubaba
Futhi angimazi ukuthi ubaba wayengumbala onjani
Angimazi owami ubaba
Ngamgcina efika kimi ngephupho ubaba
Ethi angihlukane nemkhuba emibi
Ngamgcina efika kimi ngephupho ubaba
Ethi angihlukane nemkhuba emibi
Akuve kubuhlungu ukungamazi ubaba baba
Lobu ubuhlungu abusoze budlule kimi oh ye
Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Ngakhuliswa ngumalume wami
Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Ngakhuliswa ngumalume wami
Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Ngakhuliswa ngumalume wami
Thula mntaka baba
Unkulunkulu uyazi ukudaleleni
Thula mntaka baba
Unkulunkulu uyazi ukudaleleni
Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Ngakhuliswa ngumalume wami
Akuve kubuhlungu ukungamazi ubaba
Lobu ubuhlungu abusoze budlule kimi
Bonke abafethu engiphila nano bayabazi obaba
Noma bengsekho emhlabeni
Bheka okwami kwaze kwabuhlungu
Mina angimazi owami ubaba
Nhliziyo yami ihlal' ikhala njalo
Ithi ndo ndo ndo ndo
Nhliziyo yami ihlal' ilila njalo
Ithi ndo ndo ndo ndo
Akuve kubuhlungu ukungamazi ubaba
Lobu ubuhlungu abusoze budlule oh ye
Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Ngakhuliswa ngumalume wami
Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Ngakhuliswa ngumalume wami
Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Ngakhuliswa ngumalume wami
Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Ngakhuliswa ngumalume wami
Nhliziyo yami iyakhala njalo (Thula mntaka baba)
Ithi ndo ndo ndo ndo (Unkulunkulu uyazi ukudaleleni)
Nhliziyo yami iyikhala njalo (Thula mntaka baba)
Ithi ndo ndo ndo ndo (Unkulunkulu uyazi ukudaleleni)
Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Ngakhuliswa ngumalume wami
Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Ngakhuliswa ngumalume wami
Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Ngakhuliswa ngumalume wami
Thula mntaka baba
Unkulunkulu uyazi ukudaleleni
Thula mntaka baba
Unkulunkulu uyazi ukudaleleni
Mina angimazi ubaba wami ngamehlo enyama
Пікірлер: 60
Anyone enjoying in June 2024?
This song was written for me , still listening to it in 2024 😢
@user-cv3ni2gp2p
Ай бұрын
What's the meaning
I like the energy and dancing skills of a man who is closer to heaven(tall guy) he is so passionate 😮
Yimi i buhlu ngu nyani mina ngakuliswa ngumalume angiyanga esikolo ngasevenza neni in house ❤❤❤love shwi
This brother I always be appreciating his songs
Ngibuhlungu kodwa ngoShwi nomtekhala...kaziwena lofakalezingoma ukwenza kanjan lokhu ngeqembu eselaphela udla imali nge gama loShwi nomtekhala ekben selahlukana leliqembu yimbilento oyenzayo ngoba ekuhlukanen kuvela namagama abanye..kungakuhle makungesukye uManyathi lowenzalento
@mduduziMavundla7242
3 ай бұрын
Mfethu kubuhlungu yazi ngiyafisa kuthi babuyelane baphushe umculo
❤❤❤Celani ushwele libebanye njalo.silithanda lilonke..ngiwuthanda lokhu lokhu umnculo wenu.❤.
Angimazi ngampela baba kabuhlungu 😭😭😭😭😭😭😭😭
Siyanikhumbula, shwi, nomtekhala
@SaneleLindani
5 ай бұрын
Mababuye nje bakhulume kahle bandlulise
Wow great work thank you for inspiration through your music I connect a little more to Africa
kusamele kebebuye futhi bezochaza ngale Album khona abangakakuchazi angazi ukuthi yini kodwa khona okungaveli ngale album iyodwanje bekhiphe ingonyuluka ngibona sengathi kukhona into okusafuneka beyichaze ngale album amaplan wabo benzenjani mabeqalanje bethi bayoyikhipha babeziphupha lezingoma noma khona into eyimfihlo kodwa Ngayo abangeke basitshele yona mina ngiyayifuna noma kunomuntu wasezulwini owayebalethela akenibabuyise bobabili khunento lapha
Hi my name is ciniso from Swaziland.eish when I play this song I remember my dad..rest well dad😢
@nokuthulamyeni8572
28 күн бұрын
You and me same pain
Hi my name is collety dube from Zambia keep up good work
Ezingasoze zabunaaaaa😢😢.🔥
I love this music since i was 19 ❤❤❤❤❤my favourite Shwi
This song 😢😢
Bonke abafowethu engiphila nabo bayabaz obababo 🥹🙌
Best song ever
Eish this song..make m cry ...rest well dad
kuzomele babuyelane mina angikwazi ukuthi shwi kuphele kanjalo nokuthi mtekhala kuyangehlula ayikho into engalungiseki madoda❤❤❤❤❤
@ritasibanda2896
5 ай бұрын
Kanty abasekho bonke???
@ashleymadlomo703
5 ай бұрын
No bayehlukana
Me too
My Father put this song on repeat
Hi my name is Wendy i am 28yrs old am from Swaziland but i work in south africa
@NelsonMathe-we3vz
6 ай бұрын
HOW ARE YOU DOING THERE.? I'M FROM MOZAMBIQUE BUT I LOVE SWAZI AND SOUTH AFRICAN'S SONGS👌👌👌
@mzwandilemageza7751
5 ай бұрын
Hello Wendy
@letlatsakhalifi8412
4 ай бұрын
So what?
@elethumthembu5594
3 ай бұрын
Mnaka 😅
@gcinaphidlamini-gx9bu
2 ай бұрын
🇸🇿🇸🇿🇸🇿🇸🇿
𝐸𝑖𝑠ℎ 𝑙𝑒𝑛𝑔𝑜𝑚𝑎 𝑙𝑒𝑛𝑎 ❤❤❤❤
Pure Maskandi music 👌 Without Umtalambo only instruments and iphimbo nje 😊
Eish le ngoma Iya dabukisa Futhi ing'khumbuza ubabab
Kwagcina ngoshwi nomtekhala kudlala live come to the stage with full band that was the best 26/03/2025
It says "2w ago" I've known this track my whole life🤣😭😭💔
UNkulunkulu uyakwazi ukudaleleni 😇🙏🏾
Nohlukana kodwa uthando lwenu kubantu size luhlukane ..lungisan phela syanikhumbula😢
Thk
I love this 🎻❤❤ 🎉
Eish madoda yaz lengoma ngathi kukhulunwa ngami yaz guys kubuhlungu ukungabazi abazali shame 😢
❤❤❤❤
❤❤❤
Maskandi Music
Dumisani muwama is my name...typing from Zambia.....
We mid you guys🤗
Same as DJ tpz ubaba
😢😢😢
Hey Wendy!
❤❤❤❤