NGABONA SEKUVELA IKHANDA LENGANE UKUTHI NGEMPELA USEYABELETHA

Ойын-сауық

Join this channel to get access to perks:
/ @thuleleni_tv

Пікірлер: 158

  • @ntokomazungus789
    @ntokomazungus7894 күн бұрын

    Eyi Bazalwane kwaze kwanzima yaz ngihluleka ukuzibamba kwrhla izinyembezi ngengane esicishe yafa..eyi kubuhlungu .KODWA UJesu Kristu uyazi

  • @ZenzaminaSeminahMkhize
    @ZenzaminaSeminahMkhize4 күн бұрын

    sybonga bhuti iqhaza olibambile ngomphefumulo emibili owawusiza phambili bhuti wami ❤

  • @ntokomazungus789
    @ntokomazungus7894 күн бұрын

    Nami NGIKHALA NGOBUHLUNGU NGAHLANGANA NALOKHO ..ENDAWENI YASESHOWE NGIHLALELE EKHAYA NABANTABAMI NGABIZWA KWENYINDAWO YO MQASHO NGIZOSIZ NGENXA YE AMBULANCE INGFIKANGA U JESU KRISTU OYINKOSI WANGISIZA NGAMZALISA LO MAWENGANE ..NJE AMBULANCE YAFIKA SENGIQEDILE..KONKE KWAKUNGUNKULUNKULU NGIYANITSHELA

  • @lorrainengema5419
    @lorrainengema5419Күн бұрын

    Ey iqhawe leli mina ngingumama kodwa ununtu mesikwa ngivele ngikhishwe isisu ndlelengisaba ngayo well done babah SHEMBAKGCINE

  • @nosisamohlakore5455
    @nosisamohlakore54554 күн бұрын

    May God bless you bhuti and i pray that you get a job. Usebenzile kakhulu 🙏

  • @NokwandaQwane

    @NokwandaQwane

    13 сағат бұрын

    Siyabonga kakhulu wemfana inkos ikukhulise baba uyindoda uzobusiseka

  • @NcamisileMtolo
    @NcamisileMtolo4 күн бұрын

    Uthe uMarry hay mina sengithi uSbusiso ke 🙏🏾🙏🏾🙏🏾🎉🎉🎉🎉

  • @prettyndlovu9951
    @prettyndlovu995114 сағат бұрын

    Uyindoda mfwethu haaa😢impilo yaleyongane,khona inhloso uNkulunkulu anayo ngaleyongane,lobhuti uJehova uzomvulela iminyango abengazi angangena kuwo❤😊

  • @C.kMotaung-nq6tz
    @C.kMotaung-nq6tz4 күн бұрын

    The department should be thankful kuthi Lo baba wasindisa izimpilo zabantu ababili.those nurse's should be fired the sworn to serve the public.

  • @vistom5784

    @vistom5784

    4 күн бұрын

    Kuqalwe ngamaSecurity

  • @SiyethembaMngoma

    @SiyethembaMngoma

    11 сағат бұрын

    UNkulunkulu akubusise bhuti ubenzile ubuntu iliQhawe wena🙏

  • @khanyicele3688
    @khanyicele3688Күн бұрын

    Welldone Bhuti for helping usisi,uzowuthola umsebenzi siyakukhulekela.

  • @mbongisenidladla265
    @mbongisenidladla2654 күн бұрын

    iqhawe lamaqhawe uyidlalile indima enkulu mfokababa. god bless you

  • @MagwazaBusanike-ed1kt
    @MagwazaBusanike-ed1kt4 күн бұрын

    God bless you my brother uNkulunkul uzokusiza🙏🙏

  • @busisiwembatha5468
    @busisiwembatha54684 күн бұрын

    Awww wasebenza Marry.kodwa isbhedlela cha nidlala kabi mnikeni umsebenzi namthembisa

  • @NonhleGcabashe-pb5ko
    @NonhleGcabashe-pb5ko2 күн бұрын

    Nkulunkulu akubusize bhuti wami engathi ungathola umsebenzi bhuti inhliziyo yakho syayibonga bhuti ❤🥰🥰

  • @user-pc2ho6mv4g
    @user-pc2ho6mv4g4 күн бұрын

    Uyinkunz Marry engathi ungawthola umsebenzi bhuti unobumtu

  • @user-fs5cc1fx3i
    @user-fs5cc1fx3i2 күн бұрын

    Hawu ngyajabha ngyaphoxeka ngendawo yangakith ukuth baziphoxelani kangaka ngomsebenz wabo Jesus 😢😢

  • @mthokozisivincent3528
    @mthokozisivincent35284 күн бұрын

    Unkulunkulu usebenza emfihlakwalwen god bless you my brother

  • @phumzilepatiencenene3025
    @phumzilepatiencenene30253 күн бұрын

    aw bakithi nkosyam syabonga mfethu inhliziyo yakho enhle 💕💖💕💖💕💞

  • @SnakhokonkeThethwayo
    @SnakhokonkeThethwayoКүн бұрын

    Wasebenza Mary mehlo madala angsakwazi God bless you ❤❤

  • @user-zq5mr6we7v
    @user-zq5mr6we7v2 күн бұрын

    Siyabonga nganeyami ubunesi ubuphiwe

  • @ngwanecbalcooolngwanecbalc9564
    @ngwanecbalcooolngwanecbalc95642 күн бұрын

    Siyabong bhuti wenza umsebenz omkhulu kakhul unkulunkulu akubusise. Lam nurse inkulu inkinga abayenz lapho ayedelela nj kakhul infing ukulungiswa lent ngob mhlampe baninga ababhekan nenkinga enjee nomphath uyadelela uncom umbhedo mhlampe khon abagcin bedlula nj emhlabeni ngenxa yalento

  • @user-ih1mj6lv9p
    @user-ih1mj6lv9p2 күн бұрын

    Wow uNkulunkulu akubusise bhuti mkhulu umsebenzi owanzile,ukuphephisa umama nomntwana❤

  • @nosiphonelisiwe
    @nosiphonelisiwe4 күн бұрын

    Abantu bahamba befogela imisebenzi bethi ba fit bese bedlala ngawo. Awaboshwe lamanurse nabaphathi nakhona. Kudlalwa ngomsebenzi. Abaxoshwe ngoba lomsebenzi abanandaba nawo as long beholile bona.

  • @nomthandazonxumalo4523
    @nomthandazonxumalo45232 күн бұрын

    👏Syabonga bhuti umsebenzi omuhle hey usuyobongwa ezulwini...bekumele bam-Reward ngasomething ngawo lo wakaHealth cz unekhono ubhuti wyboo umsebenzi ongaka!!😢 nami impela ngangzosaba ha haàaaaa🙆🤦

  • @user-uf8te4vn7h
    @user-uf8te4vn7hСағат бұрын

    Big Up Mary Wenza Umsebenzi Omkhulu Mfo

  • @bonganindwandwe7090
    @bonganindwandwe70902 күн бұрын

    Sikfisela inhlahla brazo sengathi unkulunkulu angakupha omunye umsebenzi oncono kunalowa❤❤

  • @gugungcobo8676
    @gugungcobo8676Күн бұрын

    Ngaze ngakhala nkosi yami awuuuuh kodwa. Ngyafisa basizakale u Mary awthole umsebenzi. Akhule kahle umntwana, nondodakazi anxephezeleke.

  • @FikileMeyiwa
    @FikileMeyiwa4 күн бұрын

    Siyabonga bhuti waze wasebenza unkulunkulu akubuyisele ngokuhle empilweni yakho uthole nomsebenzi

  • @shirleysamela2902
    @shirleysamela29023 күн бұрын

    Uzowuthola umsebenzi omuhle ngenxa yobuntu obenzile🙏🏿🙏🏿

  • @newsaddictstv2616
    @newsaddictstv26163 күн бұрын

    We need people like u in this world big up

  • @ThembeniAletta-cw8vo
    @ThembeniAletta-cw8vo3 күн бұрын

    Lendaba ingifikisela ngezinyembezi angifuni kucamba amanga 💔💔💔💔💔😭😭😭😭

  • @Money_91
    @Money_91Күн бұрын

    He is a hero

  • @MavisKhumalo-ei9zg
    @MavisKhumalo-ei9zg2 күн бұрын

    Syabonga kakhulu bhuti bancane abantu abanjengawe kumele bakhokhe kakhulu ....u were life saver 🙏

  • @user-fd2qw2kj4y
    @user-fd2qw2kj4y2 күн бұрын

    May Almighty be with u boetey . .Sengathi ungawbuthola ubulungiswa ninodade.Uwuthole nomsebenzi .

  • @sandisomathole6233
    @sandisomathole62334 күн бұрын

    Leyongane ikulethele inhlahla mfowethu kukhulu okwenzile sibamba ngazo zozibili

  • @fundiswamendu1307
    @fundiswamendu13072 күн бұрын

    Ooh kodwa mntase wenza umsebenzi omkhulu kakhulu ,wasindisa umphefumlo womntwana . Kodwa nomphathi akazange abenozwelo kuwena ngoba uyamcacisela okwenzekile. Awuzange uvele uphume nje kwakhe kungekho siza2 . Ndibonga umsebenzi omhle

  • @samuxulu4197
    @samuxulu41974 күн бұрын

    Siyabonga uJehova ukuthi akuphe isibindi Bhuti wami nokuthi konke kwahamba kahle. Kodwa Mduduzi uyangihlekisa uyigwala shame. But hey thanks for helping people. Ningapheli amandla.

  • @sphiwengcobo3193
    @sphiwengcobo31933 күн бұрын

    Akubusise u Nkulunkulu syabonga bhuti Ngathi u Jehovah akunikeze omunye umsebenzi!!

  • @RobertMalabi
    @RobertMalabiКүн бұрын

    Thanks bro to safe the child and the mother of the child, God bless you

  • @ZandileShange-wb7zt
    @ZandileShange-wb7zt4 күн бұрын

    Syabonga Ndodana akwandisele uNkulunkulu ngokuhle wenza ubuqhawe nesibindi ukuhlenga impilo yomntwana

  • @siphomogale779
    @siphomogale7794 күн бұрын

    Thank you Bhuti 1000times

  • @gugumkhize-pz6xg
    @gugumkhize-pz6xg15 сағат бұрын

    Unkulunkulu akubusise njomane usebenzile ngenhliziyo yakho emnene❤

  • @duduzilepatienceshongwe6935
    @duduzilepatienceshongwe69354 күн бұрын

    Siyabonga bhuti uNkulunkulu akubusise, kumele bakuqashe labantu wenza umsebenzi omkhulu

  • @ntofontofo6819
    @ntofontofo68193 күн бұрын

    Siyabonga bhuti kpnke owakwenza akulona ize kuNkulunkulu babenamahloni okuthi abasebenzi ngendlela efanele

  • @PhindyMpofu
    @PhindyMpofu4 күн бұрын

    Yoh nami ngahlangana nakho namanje angikhohlwa

  • @Zaneleniza
    @Zaneleniza4 күн бұрын

    Wow! Bhuti wesizwe muhle umsebenzi uJehova akuphe konke okuhle 🥳🥳🥳

  • @user-px4fy2pc2v
    @user-px4fy2pc2v4 күн бұрын

    Ngavele ngakhala 😭 inkosi ikbusise bhuti 🙏ngowakwenza waphephisa impilo kacc ngiba mhlamp ngabe akekho ucc nomtanakhe

  • @busiradebe315
    @busiradebe3154 күн бұрын

    God bless you Marry kakhulu. Uthole umsebenzi omuhle ❤

  • @user-zi5tf4dy9q
    @user-zi5tf4dy9q3 күн бұрын

    Siyabonga bhudi ❤❤❤❤❤❤

  • @nosiphooqaah6771
    @nosiphooqaah67712 күн бұрын

    Sibonge ukuhlenga umntwana no mama kubuhlungu ukuba namanesi angawukhathalele umsebenzi wawo

  • @user-ip9hv7qi7x
    @user-ip9hv7qi7x4 күн бұрын

    God bless you people like you are very similar

  • @user-ip9hv7qi7x
    @user-ip9hv7qi7x4 күн бұрын

    God bless you Marry ❤

  • @sibongilesibeko4911
    @sibongilesibeko49114 күн бұрын

    U jehova akubusise, God bless you

  • @gloriambesi8877
    @gloriambesi88774 күн бұрын

    Wow Marry bhuti wam ndikuthwalisa isithsaba sobuqhawe uThixo anga angakhanyisa ebomini bakho umsebenzi akuphe ❤

  • @buciemaphosa3954
    @buciemaphosa39544 күн бұрын

    Thy gt to pay him frfr,proud of you Bhuti❤❤

  • @HlengiweMnguni-gy3os
    @HlengiweMnguni-gy3os4 күн бұрын

    Wow Marry mfethu🎉

  • @zukomagamle5965
    @zukomagamle59652 күн бұрын

    eii God bless you 🙏 ❤️ bhuti omdala

  • @andiswacornelianondabula7724
    @andiswacornelianondabula77244 күн бұрын

    Great job my brother and God bless ❤

  • @LungieThethwayo
    @LungieThethwayo3 күн бұрын

    Good job bhutyza ushembe abenawe

  • @MabuyiNgobe
    @MabuyiNgobe4 күн бұрын

    God bls u

  • @lucretiamthethwah5391
    @lucretiamthethwah53914 күн бұрын

    Uyiqhawe bhuti wami May God bless you

  • @user-yo6um9xv3o
    @user-yo6um9xv3o4 күн бұрын

    Good job buti may God bless you

  • @lindiwenina2085
    @lindiwenina20854 күн бұрын

    Syabonga bhuti uliqhawe❤❤

  • @phumzileevidence4993
    @phumzileevidence49934 күн бұрын

    God bless u Merry❤❤❤

  • @mpendulohmpenduloh6021
    @mpendulohmpenduloh6021Күн бұрын

    Hawu 😢😢😢Ayi kuya2sa. Ngiyala namanje ubhuti kubuhlungu okwenzeka kuwe. Kwamele bekunike umsebenzi kuye lo hulumeni. Ama nurse axoshwe

  • @londymathonsi4813
    @londymathonsi48133 күн бұрын

    Merry mf2 Ey syabonga ❤

  • @mbomeningcobo
    @mbomeningcobo4 күн бұрын

    Unkulunkulu akubusise bhuti siyabonga umsebenzi omuhle owenzile

  • @hlonphilemncwabe7844
    @hlonphilemncwabe7844Күн бұрын

    Ubhuti aze alahlekelwe umsebenzi ngoba efike late akusekho kwa warning nje😭😭😭😭😭😭

  • @SamukelisiweZama
    @SamukelisiweZama19 сағат бұрын

    Cha akasizwe bakithi cc marriy🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉athole umsebenzi

  • @phumelelakhawula2796
    @phumelelakhawula27963 күн бұрын

    Those nurses should be fired and sentenced to life in prison

  • @khanyicele3688

    @khanyicele3688

    Күн бұрын

    Sebe bulele yini kanti njengoba uthi ababoshwe,ngoba kuchaziwe ukuthi baku standby. Meaning bayafonelwa Uma kunento ephuthumayo mese beyeza. And bafonelwa beza. Thina sibonga ukuthi umama nomntwan bayaphila. And siyamkhulekela ubhuti osizile ukuthi awuthole umsebenzi ngoba ubesiza.

  • @MabongiMajola
    @MabongiMajola4 күн бұрын

    Siyamethemba ubaba Shamase umphaty hlelo.akabangi msindo ,kd i outcome syazi.nixe ni giphoxele lesisdwedwe we security ulwabishi

  • @ntombifuthimaphumulo9362
    @ntombifuthimaphumulo93622 күн бұрын

    Ndonga waze waphoxa thembisa amanga uMerry

  • @JoiceMchunu
    @JoiceMchunu4 күн бұрын

    Unkulunkulu akbusise Abhuti🙏

  • @user-zq5mr6we7v
    @user-zq5mr6we7v2 күн бұрын

    Bese ngilandela ngokubonga isibhedlela sasekhombe lapho engathola amawele ngo 85 uthando engalithola

  • @beautyngwenya5962
    @beautyngwenya596221 сағат бұрын

    Sanibonani zihlobo siyalizwa undaba ubhudi elavelela kondwa inkosi ibusise kondwa labo omama abahlmbazayo kwakufanele kungenele amaphoyisa bona kuncono inkosi bhudi yayilawe inkosi ikubusise kakhulu yinto ezakeyezakale le ngiyaqala ukuzwa lokho

  • @NtokozoHlongwane-by1lr
    @NtokozoHlongwane-by1lr3 күн бұрын

    ❤❤❤ God bless you brother

  • @user-wg9sg5zj8k
    @user-wg9sg5zj8k4 күн бұрын

    Nami ngahlangana nakho ,ngambelethisa ucc ingae cishe ifunda grade 10 today but ke ngangingena choice ,kuzofa ingane

  • @thulaniziqubu7842
    @thulaniziqubu78424 күн бұрын

    😂😂Smanga Mary Mhlongo

  • @TinyikoNgoveni-ck5zb
    @TinyikoNgoveni-ck5zb18 сағат бұрын

    This makes me feel cry😭😭😭

  • @sibongilesibeko4911
    @sibongilesibeko49114 күн бұрын

    God bless you

  • @LondiweMbuyazi
    @LondiweMbuyazi4 күн бұрын

    Hawu!bakithi merry makhelwane wenzubuntu 🫡🤝👏👏👏

  • @MabongiMajola

    @MabongiMajola

    4 күн бұрын

    Siyabonga Mary umsebenzi owawenza uyancomeka,sfisa ngaty ungathola umsebenzi Shamase

  • @MazwaneSmelane
    @MazwaneSmelane4 күн бұрын

    Siyabonga mkhaya wasebenza

  • @AkhonaNonkonyana
    @AkhonaNonkonyanaКүн бұрын

    Merry mfe2 uliqhawe❤❤❤❤❤

  • @user-sz6lz8zr6c
    @user-sz6lz8zr6c4 күн бұрын

    Mmmmh cha kunzima xm syabonga mfoo kusindisa lemphefumulo

  • @user-xf7pt3wc5k
    @user-xf7pt3wc5k4 күн бұрын

    God bless you ❤

  • @ThembeniAletta-cw8vo
    @ThembeniAletta-cw8vo3 күн бұрын

    Unkulunkulu akubusise brother noma bangakubiza ngamaphi akunandada amanesi awake afunde ukuphatha abantu please awahlukane nokuzenza onkulunkulu nifuna lomsebenzi niswele niwudinga mase niwutholile nibe ningsamazi umuntu angazi kuthi nifuna ukuphatha kahle izilwane na hambani moso nosebenza ezilwaneni ngoba umuntu animazi mxm

  • @ayandambatha7216
    @ayandambatha721617 сағат бұрын

    Inyembezi kumina hhay bandla😢😢😢

  • @LaurahSilence
    @LaurahSilence3 күн бұрын

    I think you disev to be a Healthy Minister at KZN

  • @nthabisengmohale1549
    @nthabisengmohale15493 күн бұрын

    Mary you play a big role congratulations 😂😂

  • @KhumbuzileMthiyane
    @KhumbuzileMthiyane4 күн бұрын

    Aw mary😂😂😂😂mkhay wam usekhona

  • @Zaneleniza
    @Zaneleniza4 күн бұрын

    Ngakithi nkosiyami ❤

  • @glenngwenya1084
    @glenngwenya10844 күн бұрын

    Was it necessary for those nurses to insult u Buti and the discrimination bakithi o nurse basemakhaya nokuthanda amadoda nxa. Siyabonga ku Buti wenze umsebenzi omuhle engathi angakhula abe strong u Boy Boy. Nalelo security lomuntu wesifazane lalingeke likwazi ukumtetisa kodwa wayengacela usizo.I still can't believe those nurses took the oath to serve and take care of ama patients kodwa amadoda angomahlalela bawathanda😮😮😮

  • @user-dr4nv3xt2w

    @user-dr4nv3xt2w

    Күн бұрын

    😂😂😂all the nurses they love men's and indaba everywhere it same story government works don't like 2 work

  • @user-wi3qz8vw5i
    @user-wi3qz8vw5i4 күн бұрын

    Wumphathi wayo leyo local clinic odala kubenjalo akasebenzi ngendlela to make sure ukuthi bakhona abahlengikazi at all times bukani ihlazo asebengene kulona,siyabonga kuloyomfwethu owabelethisa ugirl inkosi ikubusise ikukhanyisele uthole omunye umsebenzi

  • @user-uj1ij8kq7z
    @user-uj1ij8kq7z2 күн бұрын

    Usebenzile Ndoda

  • @user-vu6gj6pi1c
    @user-vu6gj6pi1c23 сағат бұрын

    Lezinja zalawomanesi sengathi angathola into èwafanele ebuhlungu

  • @user-so4er5jf6e
    @user-so4er5jf6e12 сағат бұрын

    Ziyenzeka izinto ezino bugozi Ayi bakwethu

  • @spanelaspakx1550
    @spanelaspakx15502 күн бұрын

    Hhulumeni ngenelela!!lobhuti kumele ahlonishwa

  • @sibongilesibeko4911
    @sibongilesibeko49114 күн бұрын

    Yoooo Mary god bless you, hospital needs to hire you

  • @ubuhlebethongotv5347
    @ubuhlebethongotv5347Күн бұрын

    Abantu bayazixoshisa emsebenzini yazi 🤞🤞🤞🤔🤔🤔

  • @sitholenonto8312
    @sitholenonto83124 күн бұрын

    Syambongrla bafo ukusiza

  • @phillynsele1296
    @phillynsele12963 күн бұрын

    Bhuti wasebenza umsebenzi omkhulu siyabonga inkosi ikubusise ngakhokonke

Келесі