No video

Mama Zanele Gumede Testimony part 4

ngokuba inkokhelo yesono ingukufa kepha isipho somusa esikuKristu uJesu singukuphila okuphakade

Пікірлер: 18

  • @ThandiSiyoyo
    @ThandiSiyoyo29 күн бұрын

    Amen mama yho kubuhlungu , kuyo yonke lonto ndiyambulela u Thixo ngawe akusikelele

  • @GodisLove33357
    @GodisLove3335712 күн бұрын

    UJESU KRISTU UYINKOSI.ngiyabonga ngesnoppy

  • @user-te5uz5sc7b
    @user-te5uz5sc7b4 ай бұрын

    Siyabonga

  • @none-er1kt
    @none-er1kt8 ай бұрын

    Yimi lowo ngiyafisa ukumbona sifile ukudukiswa. Somele iqiniso. Siyabonga mama u Gumede

  • @xolintuli7364
    @xolintuli73647 ай бұрын

    Hallelujah onendlebe akezwe , mama maybe bayokuzwa , mina uma ngithi uNkulunkulu ukhuluma nami ngombono hhayi bathi ngeke bafane nami bayamuzwa uNkulunkulu futhi bano Moya Ongcwele kunzima asithandwa asifunwa abafundisi abazalwane

  • @user-mz6es2ed6q
    @user-mz6es2ed6q4 ай бұрын

    Ngiyabingela ngiyanothisa le I channel abantu aba comment that much futhi aba subscribe, is because abathandi umuntu okhuluma iqiniso ngenkosi uJesu kristu qhubeka mama usifundise thina abanye sikudinga kakhulu

  • @victoriadhlamini1516
    @victoriadhlamini15168 ай бұрын

    Hallelluya my God the truth must be told. Isizwe sika Jehovah Sebawoti siyabhubha.

  • @user-py2ww5zw6w
    @user-py2ww5zw6w5 ай бұрын

    Mina ngingubaba umntwana kaNkulunkulu kodwa UJESU KRISTU ngicishe ngayolahlwa esihogweni ,ngibongo UJESU KRISTU ukungibekezelela ngimhlupha endleleni wangibuyisa kabuhlungu ebungcweleni ,manje ngibona UMUSA kaJESU KRISTU owangizuza ngino14years uphela uCondense kamama iGoldcross ne Nestles , ngasidiswa ekuntshontsheni , ngibukeka ngilungile kodwa nginenhliziyo embi , UJESU KRISTU wangipha inhliziyo YAKHE , HALLELUJAH KUMNANDI UKUKHETHWA UJESU KRISTU UKUPHILA IGAMA LAKHO LESENCWADINI YOKUPHILA, UTHETHELELWE IZONO , ISANGO LAKHONA LIVULEKILE ( JOHN 3VES 16) HALLELUJAH...

  • @GodisLove33357
    @GodisLove3335712 күн бұрын

    Wathi kuhle kakhulu

  • @Malinga6435
    @Malinga64356 ай бұрын

  • @ThandazileMsweli-sl6wf
    @ThandazileMsweli-sl6wf5 ай бұрын

    Nginbufakazi nami kule tshumayelo ngaphupha umuntu enqoke ingubo ende emhlophe ende angimbonanga ebusweni ngezwa izwi lithi uJehova uthokoza ngabamkhonza banje ngoba wabadala

  • @JuDlive
    @JuDlive7 ай бұрын

    Yinyaniso emsulwa le, Siyabulela

  • @philip1573
    @philip15738 ай бұрын

    Ave ndinqwenela ukudibana nomama ke ndizivele kufuphi NGOTHIXO UBAWO

  • @GodisLove33357
    @GodisLove3335712 күн бұрын

    1Thes 5:23 1Jn 5:6

  • @user-py2ww5zw6w
    @user-py2ww5zw6w5 ай бұрын

    Uma ngigqoka ngibuza UMOYA OYINGCWELE UKUTHI NGIGQOKE KANJANI , NGAKENGATHENGA UBHULUKWE ELIWUSKIN JEAN NGAFIKA ENDLINI UMOYA OYINGCWELE WATHI KIMI : ANGILIFUNI LEBHULUKWE KUWE , UYITHENGELENI LENTO EKUMPITSHAYO UBOGQOKA NJENGOBABA OKHOLWAYO , UNGALANDELI IZWE (WORLD) WENA UWUSIYE OWEZWE UYILULA LOMBUZO WASEZULWINI ONGUNAPHAKADE, WATHI : OTHANDA IZWE UYISITHA NONKULUNKULU

  • @khosiethabekhulu3497
    @khosiethabekhulu34975 ай бұрын

    Ngiyayizwa imfundiso. Nginalemibuzo emibalwa: 1. Kufanele sizikhulise kanjani lezizinwele? Ezami uma ungaziluki zigoqana zize ziphele. So, I want a solution. 2. Imaphi amahairstyle angasiyona isinengiso kuNkulunkulu afanele iafro?

  • @ThandazileMsweli-sl6wf

    @ThandazileMsweli-sl6wf

    5 ай бұрын

    Khulekela cc umoya ogcwele uzokufundisa kakhulu koke kuyazenzekeka

  • @user-py2ww5zw6w
    @user-py2ww5zw6w5 ай бұрын

    Correction! Wathi: ngiyilunga lombuso waseZulwini ongunaphakade