Kungani iDlozi lingene kabuhlungu kuMuntu?

Kusuke sekwenzakaleni uma idlozi lingena uMuntu kabuhlungu kwesinye isikhathi aze agule.

Пікірлер: 72

  • @lesedilekabe101
    @lesedilekabe101 Жыл бұрын

    uMadlomo is on a different level, 1 She's not after money, instead making sure you get proper help 2. She knows her story 3. Counseling is also provided which is quite understandable ngoba we go through a lot before accepting our journey Keep up the good work 🎊 Mpunga yesintu, if possible akabuye with another topic, there's more we could learn. Absonge Thokoza Mkhulu 👏👏.

  • @dr.gogobathinimbathatv

    @dr.gogobathinimbathatv

    Жыл бұрын

    Thokoza I really enjoyed the show with her as always. Indeed she’s on another level. Thank you for compliments

  • @nokwandamaqhubela3171
    @nokwandamaqhubela3171 Жыл бұрын

    Aybo kulezi zinsuku uletha abantu abasaziyo story sabo.Ba on point. Syabonga

  • @nomangesinthala8948
    @nomangesinthala8948 Жыл бұрын

    Siyabonga. It's very deep and interesting. Please bring back uMazibuko😭😭

  • @SceloSonhlanhla
    @SceloSonhlanhla Жыл бұрын

    ngeke ngale episode ngzo joyina manje🤞 Kade ngaba ilunga lala kwi Mpunga yesintu kodwa manje ulwazi engilithola la liyangilapha sekumele nginikele 🤞💯🙌

  • @b-annm5571
    @b-annm5571 Жыл бұрын

    We find Angels in Rare Spaces💕💕💞💞 Beautiful conversation, Amazing Empathy💘💘

  • @doubleD1
    @doubleD1 Жыл бұрын

    Hayi chah siyakuvuma Mpunga yiquality yodwa ngithanda indaba ye Counselling kakhulu ngoba eskhathini isinengi uma ulobizo udlula ebunzimeni obuningi and alukho usizo olunjenge Counselling. Siyabonga.

  • @thabodlamini6076
    @thabodlamini6076 Жыл бұрын

    Mmm nkosyami syabonga syathobeka mpunga yesintu kwande, uShembe ukuphe amandla, qhubeka muhle umsebenzi🙏

  • @dr.gogobathinimbathatv
    @dr.gogobathinimbathatv Жыл бұрын

    Ngiyaluthanda loluhlelo……

  • @mzilangwenkosi3533

    @mzilangwenkosi3533

    Жыл бұрын

    Siyabonga mntoMdala Mbatha

  • @humanhuman9105

    @humanhuman9105

    Жыл бұрын

    Thokoza Salukazi Sendoda.🙏🏾

  • @katlehonglibrary3606
    @katlehonglibrary3606 Жыл бұрын

    Siyabonga maMnikathi wayibeka injobo ebandla kuzwakele

  • @nwabisamkhendane2030
    @nwabisamkhendane2030 Жыл бұрын

    Hayi ca baba uletha Iquality ngempela #impungaaaa

  • @bhekizondo493
    @bhekizondo493 Жыл бұрын

    Ngiyakuvuma Mpunga yesintu👌

  • @jabulilemndebele2982
    @jabulilemndebele2982 Жыл бұрын

    Siyabonga izimfundiso senu sibonga kakhulu

  • @rawamothoa9935
    @rawamothoa9935 Жыл бұрын

    UYAWUZ’UMOYA…!!!? Siyabonga, this was so overwhelmingly 🤩….!!

  • @buyim4678
    @buyim4678 Жыл бұрын

    Cha siyakuvuma Mpunga yesintu ngifisa le channel iqhubeke isabalale ngoba ulwazi enisinika lona sibonga asiphezi👏

  • @zanoxolontamo1052
    @zanoxolontamo1052 Жыл бұрын

    Asbonge Mpunga🙏🙏🙏

  • @bhekizondo493
    @bhekizondo493 Жыл бұрын

    Thokoza Makhosi ngolwazi osinike lona👏👏olujulile

  • @refiloezwane2329
    @refiloezwane2329 Жыл бұрын

    👏👏👏😭 Ooh waze wakhuluma ngempilo yam uMakhosi ngiyabonga Mkhulu ukusilethela U Makhosi, keep on doing such a wonderful job 👏 🙌 makukhanye sisazoxhumana noMakhosi

  • @hambakinimgodoyi8614
    @hambakinimgodoyi8614 Жыл бұрын

    Amen, Siyabulela Madlomo ukusivula ingqondo.

  • @zamazondozama9491
    @zamazondozama9491 Жыл бұрын

    Ngiyabingelela Mpunga..ngisaceka ukusenzele itopic yokukhungana kwabantu abanemimoya ukuthy kwenzeka kanjani.ngiyabonga

  • @manqobazwane9060
    @manqobazwane9060 Жыл бұрын

    Topic 🔥

  • @phumzilecele4768
    @phumzilecele4768 Жыл бұрын

    Siyabonga kwi mpunga yesintu naku mamnikathi dlomo ngolwazi olunzulu ngesintu sethu nokusikhanyisela nangamasiko ethu makwande okuhle siphile isizwe🕯🙏

  • @khonzezulu9340
    @khonzezulu9340 Жыл бұрын

    Siyabonga kwi Mpunga yesintu. Ngisacela inumber kaMaMnikathi ibingaveli kahle kwiscreen

  • @londimkhize9196
    @londimkhize9196 Жыл бұрын

    Eyi.. iJulile le conversation.. sicela uRound 2 🙌👍

  • @busisiwemashiya1530
    @busisiwemashiya1530 Жыл бұрын

    Sibonge 🙏 ngolwazi dadewethu

  • @marvisbanda8852
    @marvisbanda8852 Жыл бұрын

    Siyabonga Mpunga yesintu ngosenzela khona

  • @thulaneandries7523
    @thulaneandries7523 Жыл бұрын

    Hhayi lomake wakhuluma ngajabula, khona lapho angilamulela khona ngiyabonga make Mnikathi Dlomo ngibonge kakhulu nakuwe babe we Mpungayesintu

  • @ngelo5357
    @ngelo5357 Жыл бұрын

    ... siyabonga 🙌🏾

  • @ubuhlebethongotv5347
    @ubuhlebethongotv5347 Жыл бұрын

    Nayibeka bantu abadala, ey kwaphela konke nakimi ngibaleka, kodwa sengawuthatha umsebenzi impilo siyazama ukubuyela esimweni Thokozani 🙏🙏🙏

  • @melulekizondo
    @melulekizondo Жыл бұрын

    Mkhulu Mpunga Yesintu yazi uyasikhulisa ume njalo Mhlonishwa siyabonga singuZulu

  • @mthandenimthethwa6212
    @mthandenimthethwa6212 Жыл бұрын

    Lomake unayo lentfo ngimuva kahle jealous down ngiyabonga Mpunga..

  • @thobilemdwayi271
    @thobilemdwayi271 Жыл бұрын

    Siyabonga Mpunga!!! we need i part 2

  • @sibusisotlhabadira1216

    @sibusisotlhabadira1216

    Жыл бұрын

    Ngyavuma nami.

  • @refiloemphahlele9725
    @refiloemphahlele9725 Жыл бұрын

    Siyabonga bantu abadala

  • @portiaroye4410
    @portiaroye4410 Жыл бұрын

    Awu bawo I really need ukulapheka emphefumlweni 😭😭😭😭😭

  • @nontsikelelojimlongo9780

    @nontsikelelojimlongo9780

    Жыл бұрын

    Siyabonga Mkhulu ngakho konke osenzela khona. Kube Chosi kubele

  • @angiemsomi7332
    @angiemsomi7332 Жыл бұрын

    Syabonga nisicacisela kahle

  • @mlondolozindlovu6348
    @mlondolozindlovu6348 Жыл бұрын

    👏🙏

  • @mdasylvia5422
    @mdasylvia5422 Жыл бұрын

    Ngswelwe imilomo sanibonani bantu abadala awuuuu siyabonga ulwazi olungaka siyabonga siyabonga Thokozani akwande makhosi

  • @nomthidlamini8126
    @nomthidlamini8126 Жыл бұрын

    💯💯💯👌👌👌

  • @simphiwemarole7873
    @simphiwemarole7873 Жыл бұрын

    Truly ngifisa ukube uyatholakala egoli.

  • @dineopearl1702
    @dineopearl1702 Жыл бұрын

    Syabonga ngolwazi. Ngikhala ngokuthi abantu beslisa bayoyeka nini lento yokuzalisa iyngane zabantu bese zingenzi okufanele. Ngoba lento iyahlupha iyaqhubeka ngokuba i generational curse!

  • @samntulini2114
    @samntulini2114 Жыл бұрын

    Mpunga yesintu siyabonga kakhulu uyasivula imiqondo yethu bekubusuku singaboni lutho kumnyama emini kodwa ngobukho bakho kusile. Isukile inkungu emehlweni ethu siyabonga siyabonga.

  • @kwanelemthunzi1054
    @kwanelemthunzi1054 Жыл бұрын

    Ngiyacela ukuhlangana noMamnakathi👏👏

  • @StvnleyFromDurban
    @StvnleyFromDurban Жыл бұрын

    Muhle kakhulu umsebenzi eniwenzayo ❤️

  • @ttma4476
    @ttma4476 Жыл бұрын

    Ngiyafisa ukuthi ubize umprofethi wase ZCC, nixxe, nisifundise ngomoya, nendlela le kulashwa ngakhona umuntu onomoya ongena isonto. Nixoxe ngesintu kubantu abasindisiwe bangena isonto.

  • @Park24-jl2qs
    @Park24-jl2qs9 ай бұрын

    Wayibeka makhosi kwacaca

  • @simphiwesiyabonga1962
    @simphiwesiyabonga1962 Жыл бұрын

    Cha wanaba mama, ngoba yeyi uke uphume uthi uyothola ukukhanyiseleka kodwa Ufike lena, kufe kwathemba lokugcina obusele nalo, ukalelwa iskhath and awuvumelekile nokubuza kulowo 2minutes abakuhlolele wona, kanti mangabe ubizelwe ukusiza abantu awugijimisi imali phambili🙏🙏

  • @slivosmlaba1779
    @slivosmlaba1779 Жыл бұрын

    Abantu abawaziyo umsebenzi wabo...

  • @mkhulisenisandilehlela8301
    @mkhulisenisandilehlela8301 Жыл бұрын

    Sengaliphothula igobongo,emvakwalokho kwakhuluma izwi lathi. Yini ungaveli uthwase wena? Angazi zishaphi or sebengikhipha enkolweni okokugcina!

  • @zinhledlamini4587
    @zinhledlamini4587 Жыл бұрын

    Ayi izandla zindlula ikhanda

  • @prowessmpanza9550
    @prowessmpanza9550 Жыл бұрын

    Nkosi naze nakhuluma kamnandi ngazuthi nikhuluma nami kodwa inkinga sengidlale kakhulu abelaphi. Abanye bazibone izinto kahle kodwa bangazenzi ngendlela baphambanise.

  • @babesmaq6433
    @babesmaq6433 Жыл бұрын

    Impungaaa hawu ndiyamvuma lomama siyabonga khehla uyasiphilisa impela. Mina ndiyaphila njalo lana kuningi endikutholayo. Still new kule ndlela yedlozi but ndiyakhula yiMpunga. Camaguuu. Makhosi

  • @thobekaapolisi259
    @thobekaapolisi259 Жыл бұрын

    Yazi selenze ukuthi ndingathandwa ngaba NTU kodwa kuthi ngoba ngingumuntu onomoya ipha tsi ngiyamelana nesimo

  • @user-fz7gz5pl1z
    @user-fz7gz5pl1z10 ай бұрын

    Washaya umakhosi

  • @nonations7420
    @nonations7420 Жыл бұрын

    Lol wena uyathithiza la 🤣

  • @paulosnzimande7177
    @paulosnzimande7177 Жыл бұрын

    Into eba nzima kakhulu Mpunga Yesintu idlozi aliqondi ezinkulumweni ukuze kube lula ukwazi ukuthi lifunani. Aliqondi ngqo.

  • @phumzilezamaswazi9540
    @phumzilezamaswazi9540 Жыл бұрын

    Mangibonge Mkhulu no mama🙏 nginomubuzo ukuthi iziphi izimpawu ezikhombisayo ukuthi unabadala?

  • @thobekaapolisi259
    @thobekaapolisi259 Жыл бұрын

    Ngibongile kakhulu ngencazelo mina nginalo idlozi kodwa umuntu engamboniswa sewashona kodwa ngiyesaba ukuya nokuba kuwuphi umuntu

  • @zwelzmm99zwelibanzi63
    @zwelzmm99zwelibanzi63 Жыл бұрын

    Mpunga yesintu: izinkomba zithi nginabantu abadala ngiyala mina ngihlukumezela nakhu manje umntwana wami uhlukumezeka esikoleni lento imhlukumeza ngendlela ebuhlungu kuyenzeka yini lokho. Ngicela usihlaziyela kuleyondawana mpunga yesintu

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Жыл бұрын

    Hayi siyangcenga mkhulu nogogo hayi inengi bathi next abafuni ubuze ngitsho

  • @AbongileNtoshe
    @AbongileNtoshe Жыл бұрын

    Camagu mna ngjhlutshwa yidloz😢

  • @eyamadodaayiphelinkulunkul5127
    @eyamadodaayiphelinkulunkul5127 Жыл бұрын

    Yini igobongo?

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Жыл бұрын

    Cha amadlozi wethu afile awaphili okwamanje Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,10,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:11,29,Isaiah 45:18.

  • @nkosikhonandlela1114

    @nkosikhonandlela1114

    Жыл бұрын

    If amadlozi engaphili, pho uJesu uphila kanjani?

  • @vusimngomezulu2500

    @vusimngomezulu2500

    Жыл бұрын

    @@nkosikhonandlela1114 UJESU wafa kwathi after 3 days wavuka 1corintians 15:15,ngakho amadlozi wethu siseza isikhathi lapho azovuka ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29.

  • @zonkezonkezi9545

    @zonkezonkezi9545

    Жыл бұрын

    Nojesu wafa nje naye🤣🤣umlungu futhi

  • @vusimngomezulu2500

    @vusimngomezulu2500

    Жыл бұрын

    @@zonkezonkezi9545 UJesu wafa kodwa after 3 days uNkulunkulu wamvusa acts 2:32, ngakho abafileyo bazovuswa uNkulunkulu ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:11,29,Isaiah 45:18.

  • @anelengcebo8515
    @anelengcebo8515 Жыл бұрын

    Asbonge mpunga ukujula kwakho kuyosiza abaningi Sephinde sibonge ukujula kukamakhosi🙏🏾🙏🏾🙏🏾🙏🏾🙇🏾‍♂️🙇🏾‍♂️🙇🏾‍♂️🤔

  • @prowessmpanza9550
    @prowessmpanza9550 Жыл бұрын

    Nkosi naze nakhuluma kamnandi ngazuthi nikhuluma nami kodwa inkinga sengidlale kakhulu abelaphi. Abanye bazibone izinto kahle kodwa bangazenzi ngendlela baphambanise.