Mpunga yeSintu ngiyabingelela, bengisacela ukubuza ukuthi uma ungenalo ikhaya eliqondile uma ufisa ukwenza okuthile for abantu abadala,wenza kanjani?
@zingiswamdlela7805Ай бұрын
Say again
@uBhutiАй бұрын
🙏
@sizwembatha4429Ай бұрын
Sicela usenzele I WhatsApp group
@Kiki11940Ай бұрын
Inyama yenyoka Mpunga😅
@user-yl1jt3gx7eАй бұрын
Kuhle uk'lalela nokwazi invelaphi yakho
@kelvinmanford2217Ай бұрын
Mkhulu ufika nini egoli
@nathimazibuko1900Ай бұрын
😂 inyama ye nyoka pho
@BabaDlamini71Ай бұрын
Mfo ka Mbanjwa cha manje sowutsho kim nkosiyam kodwa isimanga bangiphile umsebenzi bengikade ngingasebenzi manje sengiyasebenza bafuna yona leyonkomo for ukuti ngibabonge
Пікірлер: 45
Iqiniso lelo mpunga💯 inkos' ikbusise
Siyabonga Mpunga👏👏
Sikhuleke emphelandaba onendlebe uzwile iqiniso elimsulwa leli impunga.......
Qhubekeka mpunga yesintu I nkqubo yakho iyasakha Nathi singamaxhosa siyafunda isintu kuse phambili mfo kambanjwa enkozi
Ngicela kubuza mina Uma unaso isifiso sokubenzela something abantu abadala kodwa uthole kuthi umsamo wakini ungcolile and bakhona abantu abadala ekhaya omalume okumele belungise izinto ezifana nalezo kodwa abayingeni leyo,engifisa ukukwazi ukuthi iyiphi indlela engingenza ngayo ngoba ngiyesaba ukwenza itiye labantu abadala ekubeni ungcolile umsamo wase khaya ngicela ningicebise lapho nina bendlovu enamandla.
@The_Maw
Ай бұрын
Yenza entaben bafo ilati kuzolunga kalula
@The_Maw
Ай бұрын
Qale uphahle kuqala ngaphandle nekhaya ohlala kulo
Angkaze ngfike kuvuliwe emphelandaba
Ngiyabingelala Mfoka Mbanjwa.
😂😂awu Khehla eyeNyoka pho klungile sofika
Inyama yenyoka mkhulu 🎉🎉🎉🎉😂
Mpunga yeSintu ngiyabingelela, bengisacela ukubuza ukuthi uma ungenalo ikhaya eliqondile uma ufisa ukwenza okuthile for abantu abadala,wenza kanjani?
Say again
🙏
Sicela usenzele I WhatsApp group
Inyama yenyoka Mpunga😅
Kuhle uk'lalela nokwazi invelaphi yakho
Mkhulu ufika nini egoli
😂 inyama ye nyoka pho
Mfo ka Mbanjwa cha manje sowutsho kim nkosiyam kodwa isimanga bangiphile umsebenzi bengikade ngingasebenzi manje sengiyasebenza bafuna yona leyonkomo for ukuti ngibabonge
Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticus 19:31,Duteronomi 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10;1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13.
@siyandadlamini2988
Ай бұрын
Amen siyabonga, besicela ukuthi sike singene esintwini... Ngiyacabanga ukuthi uMshumayeli uyasho ukuthi into nento inesikhathi sayo... Isikhathi sesintu manje awusiphe ithuba kancane 🙏
@vusimngomezulu2500
Ай бұрын
@@siyandadlamini2988 isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
@siyandadlamini2988
Ай бұрын
@@vusimngomezulu2500 njengoba ngisho ukuthi into nento inesikhathi sayo.... Okwamanje awuvumele isikhathi Siyeza esenkolo lapho sizofundisana ngebhayibheli
@henda1538
Ай бұрын
Isonto lona njengoba sinezinkinga nje@@vusimngomezulu2500
@dumitshabs8719
Ай бұрын
Ngaze ngakuzwela Mngomezulu ngoba awazi ukuthi imibhalo eyakhishwa kwiBibheli lempela hayi leli lencidezi belikhuluma kahle ngamathongo. Lombalo ubizwa ngokuthi Book of Maccabee 1 and 2. Izincwadi zonke ebhayibhelini zingu 88 hayi u 67 lona omaziyo.
Makwande njalo Mkhulu Mpunga!🙏