Iyamthungatha imfuna phansi phezulu u Khuzani I MK ka Zuma lilele eziko ikati wabaphelelwe itoho

#mfwethunews #maskandi .

Пікірлер: 49

  • @thumaboikihloele5747
    @thumaboikihloele574718 күн бұрын

    Khunzani nawe sekengene Emanyaleni uphapha

  • @PhilaniMhlekwa-vy3gi
    @PhilaniMhlekwa-vy3gi18 күн бұрын

    Ukhuzani uyiqili langempela ufunani ezibhdlela

  • @user-el6tl7gu8c

    @user-el6tl7gu8c

    15 күн бұрын

    Uhlakaniphile

  • @user-fx7jd5kb4x
    @user-fx7jd5kb4x17 күн бұрын

    Up khuba up🎉🎉🎉ngigcwele ngaleyo ndoda yako khuba inalo iqiniso, nizozizwela lindani evele lapho❤

  • @Undisputed1108
    @Undisputed110818 күн бұрын

    Ohk ngyayizwa le yaKhuzani....kanti kungani njalo uhlala uthi "MK kaZuma " why ungathi MKP nje kwaphela ?

  • @user-ou5yp8oe1p
    @user-ou5yp8oe1p18 күн бұрын

    Ayi dade eSouth Africa Imali iya lakukhona khona enye Abantu abangathahi ntweni Abatholi kwalawomathenda Izikhulu zahulumeli Ziyazitika ngamatender Amatender awanikwa ngani abantu abangenalutho Ukhuzani akamusa ukudlala ngabantu abazixakekele Mayebaxosha uthi abayephi

  • @makhosazanemtshizane21
    @makhosazanemtshizane2118 күн бұрын

    Naveka kahle MaMK Amahle ❤❤❤

  • @ntandongcobo6143
    @ntandongcobo614318 күн бұрын

    Au ukhuzane wenzani manje simthembile

  • @IqiliAmaqile
    @IqiliAmaqile18 күн бұрын

    UKHUBA ILOKHU KUTHIWA UNENYOKA AYI. INYOKA EYA AMAKHANSELA KAKHONGOLOSE ALABOSHWE

  • @bonginkosisandile9675
    @bonginkosisandile967518 күн бұрын

    Ukhuzani wenzani manj ezibhedlela

  • @tamara40

    @tamara40

    18 күн бұрын

    Money bribes 😊

  • @user-dh6wt5in8z
    @user-dh6wt5in8z18 күн бұрын

    Ngangithi kuthiwa uZuma nje owayenika abantu ama tender..namanje bagcwele kwi mk ngoba befuna wona...kanti asekhona asakhishwa noma engekho uzuma..aay ke ntombi

  • @NoxoloNoxolo-cz8rm
    @NoxoloNoxolo-cz8rm18 күн бұрын

    Azikhale nge mpela manje

  • @sibongisenihadebe787
    @sibongisenihadebe78718 күн бұрын

    Ei igcokama Elisha liyabheda igcokama liyadelela, alizwa, liyahlupha ei amahloni kimiiiiiiii mayingaputshuka ano Sola mina kwenzakalani manje 😂😂😂😂😂😂😂😂Ai emhlabeni 😂😂😂

  • @thabaninyawo-hv5ge

    @thabaninyawo-hv5ge

    17 күн бұрын

    😂😂😂😂

  • @user-zv1oo2ib1f
    @user-zv1oo2ib1f17 күн бұрын

    Khuzeka khuzani smahloni kuweeeerr❤❤❤

  • @mphikisenimkhize
    @mphikisenimkhize18 күн бұрын

    Poor manangement iyenziswa yin i loose i company e simple so?

  • @tamara40
    @tamara4018 күн бұрын

    Khuzani bo ukhuzani😅😅😅🫣🫣🫣

  • @user-sr2pg3ng4s
    @user-sr2pg3ng4s18 күн бұрын

    Viva mk

  • @thabaninyawo-hv5ge
    @thabaninyawo-hv5ge17 күн бұрын

    Cha kodwa ngiyambongela uKhuzani ukuthi ubuye athole namathenda kuhle okwenzeka kubaculi bakithi bakamaskandi ngibonga nje lokho angisiye umlandeli sengathi singalong isimo bakithi basebenzi

  • @sanelesandile9985
    @sanelesandile998518 күн бұрын

    Izolo lokho kade ethi...bamupha imali esteji esichomela kati kukhalwangaye

  • @Brook-nx4rb

    @Brook-nx4rb

    18 күн бұрын

    Wachaza nje wathi abantu baningi kakhulu futhi kuphele contract asaz ke okunye

  • @Thandiwe-ys3ez
    @Thandiwe-ys3ez17 күн бұрын

    Wenzani manje uhlukumeza Abantu uMkhize lo akaboshwe usaqhubeka necorruption yakagogo vela Khuzani

  • @ntokozomabheh9287
    @ntokozomabheh928718 күн бұрын

    Kanti uma uqashwe kwitender usebenza khona uze uyofani ngoba ithende eyoknika abantu amathuba sebelitholileke ithuba 10 years akyona into yokdlala kukhona abanye abantu abangasebenzi over 10yrs ningazodlala abadedele ezinye ingane nazo zondle emakubo

  • @ThobaniMakhanya-uy9rt
    @ThobaniMakhanya-uy9rt18 күн бұрын

    Haw kahleni Bo ngimuthembe kanje khuzani wenzani

  • @bennymgudie7762

    @bennymgudie7762

    18 күн бұрын

    Nothing wrong he just get a tender just like everyone

  • @lufefendavuza8112

    @lufefendavuza8112

    18 күн бұрын

    Why kuphendula wena? ​@@bennymgudie7762

  • @bhekinkosi2602

    @bhekinkosi2602

    17 күн бұрын

    ​@@bennymgudie7762usuyifaka esingisini ngoba usubalekela iqiniso

  • @user-tn5kk1fv8h
    @user-tn5kk1fv8h17 күн бұрын

    Viva mk ❤

  • @mthembisenimbatha-2124
    @mthembisenimbatha-212418 күн бұрын

    ZYAPHI INDUMA 🤣🤣🤣😂😂MAYBE ZIZWE KUTHIWA KUZOBA NOMTHANDEN KUNGENZEKA

  • @user-cu6iy5wt5i

    @user-cu6iy5wt5i

    18 күн бұрын

    😂😂😂😂

  • @Mbuyisa

    @Mbuyisa

    17 күн бұрын

    😂😂😂😂isono esingaka sokucindezel mtomnyama usithathaph ngempela uKhuzani😢😢

  • @user-fb5vj7ko1l
    @user-fb5vj7ko1l15 күн бұрын

    Ngaphoxeka ngesenzo sika Khuzani ,ngibe ngikade ngimkhonze kangaka. Kanti uyiliphi Khuzani mfana kithi?

  • @MthetheleliDlamini-i4e
    @MthetheleliDlamini-i4e9 күн бұрын

    Niyanya nina nami izani nizongi khulumela laa emsebe nzini ngoba niznewnyan ezinkulu nina yonke imisebenz yaqasha yadiliza 😢😅

  • @user-pm8mx8lw8r
    @user-pm8mx8lw8r17 күн бұрын

    Heyi kanti okhuzani bancole kanje!! Avela amahlazo awu bakithi! Udla izithukuthuku zabantu kanje naye ngapha ubenza ilima we

  • @sibongileviolet887
    @sibongileviolet88718 күн бұрын

    Kodwa ngimthanda kangaka uKhuba🙄waze wangiphoxa yooo

  • @lindiwesiyaya

    @lindiwesiyaya

    18 күн бұрын

    Ukhuzani akenze lutho ikhansela elaqashayo

  • @user-wy8bv5iq5y
    @user-wy8bv5iq5y15 күн бұрын

    Sengathi yona lendoda ayizazi ukuthi ikuphi.UMfundisi, Sopolitiki abe iShopsteward. Haybo linabani ihovisi lika MK ?

  • @user-fl6cg6pu8d
    @user-fl6cg6pu8d14 күн бұрын

    Khona ongemuva la khuzani ngeke ahlukumeze bantu soze

  • @MapholobaMaps-rh6db
    @MapholobaMaps-rh6db17 күн бұрын

    Ayihlangene nomculo lento yabasebenzi we Khuzani. Uyaz abantu bazenzela umathanda ikakhulu kazi abaqashi

  • @user-hc4ni6zn4w
    @user-hc4ni6zn4w14 күн бұрын

    Manje ndoda ndini ukhuzani kanti akumele yini asabalalise umqondo wakhe ngaphandle kokuthi acule yazi lana kushut kukhona okulandela iskhova kudinwa ukufaka iskibha esi blue 😂😂😂😂

  • @dstv5542
    @dstv554215 күн бұрын

    Nilapho njengobani

  • @vuyogwevushe6806
    @vuyogwevushe680615 күн бұрын

    Wena uyabheda masendakho msunu kanyoko

  • @user-el6tl7gu8c
    @user-el6tl7gu8c15 күн бұрын

    Uyaphapha wena nawe uthi uZwane bewudayisa izidawo uyiqola

  • @SifisoWonderDlaminiSifiso
    @SifisoWonderDlaminiSifiso17 күн бұрын

    Nidakela lo Khuzani nina 😢

  • @thenjiwenxumalo8828

    @thenjiwenxumalo8828

    13 күн бұрын

    Mhlampe uyistabane nj

  • @user-xf1rn8hj3r
    @user-xf1rn8hj3r18 күн бұрын

    Y ungayi kuye noma naw ufun udumo UKhuzani yisakhamuz esaziwayo nakwakhe kuyaziwa if beni crc ningafune kucekel igama lomuntu phansi nokukhuphula lemfishi mfishi yeMK benizoya kuye nikhulume nithol iqiniso before nivozam ukbukwala nobubi

  • @user-dh6wt5in8z

    @user-dh6wt5in8z

    18 күн бұрын

    Uhlezi phezu kokucabanga..yena ingoba engazi ukuth uyona ngapha.akaz yini ukuth kumiwe esbhedlela akusetshenzwa kungeyakhe icompany..if bebeya kwakhe bebezomfica yini..r if befika ubezobavulela yini..wht if ath abenze appointment bese eyababalekela..uye okumele azihluphe ngabamfunayo if emsulwa cuz bayasho ukuth izimenenja ziyanqaba nenumber yakhe..sekufanele bagijime baye kwakhe bese eth wayehlaselwa..azidlulise umyalezo imenenja.. Uyisilima wena ngidabukela abazali bakho abath bekuzele ukhula bath yaze yahlakanipha ingane yethu.kanti bayazikhohlisa. Abantu baphelelwa umsebenzi,wena awubazweli okucabangayo ukugxeka mk..ikona okubalulekile kuwe lokho..awunendaba nongasasebenz just cuz uKhuzani neMK..uyabheda kakhulu..iyasiza abasenkingen iMk wena iyaphupha

  • @user-yk8rq4qo9b
    @user-yk8rq4qo9b17 күн бұрын

    Hay niyamsukela uMgodi ngathi kunomona uthize srs